Abakwethu

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 27 жов 2024

КОМЕНТАРІ • 295

  • @NqolokazyGambushe-bn9bh
    @NqolokazyGambushe-bn9bh 3 місяці тому +62

    2024 still here who's still here with me? ❤

  • @sibonisocbonah1143
    @sibonisocbonah1143 Рік тому +29

    Abakwethu🔥🔥
    Namanje uMgqumeni usayinhlula worse part akekho osa Cover isikhala sakhe...
    2023 Still namanje Dlamanzi usakhonya✊

  • @NondumisoHlathi
    @NondumisoHlathi 8 місяців тому +16

    Mna ndinguMxhosa and bendingenandaba nomaskandi kodwa since ndava umnculo walomfo hayi andsakwaz ukuwuyeke 2024 still enjoy umculo weBhova❤

  • @sbonelogoba6329
    @sbonelogoba6329 5 років тому +60

    Ibhova layibeka induku ebandla akekho noyedwa maskandi oyofika kuye noma bengathini

  • @prettygal.hadebe44
    @prettygal.hadebe44 4 роки тому +85

    Ubani olalele nami kule Quarantine 2020?? ... Ngisavuma nanamuhla 😍..

  • @NqubekoNgcobo-we1dc
    @NqubekoNgcobo-we1dc Рік тому +7

    2023 siselapho nje akushintshi amavukane ayafisa ukumbatha ingubo ka mfokamaqhawe kodwa ayiiih kwakunge yakhe yedwa impela😍💥🧡💦❤

  • @Viwemaduna_1
    @Viwemaduna_1 5 місяців тому +32

    14 May 2024 I'm still watching 😢 RIP Gqumo

    • @syabusantshangase5220
      @syabusantshangase5220 5 місяців тому

      22 May 2024 sisekhona

    • @Ndoni_Browniie
      @Ndoni_Browniie 4 місяці тому +2

      @@syabusantshangase5220 1 june 2024, we still here

    • @arthurndlovu6242
      @arthurndlovu6242 4 місяці тому +4

      14 June 2024, time 00:04 ,I love this album ujezelikhulu esengumfana omncane 😂😂,kodwa umgqumeni uwakhulisile amadoda amaningi kumaskandi ❤

    • @syabusantshangase5220
      @syabusantshangase5220 4 місяці тому

      Inqwab ephum kumgqumeni😅

  • @mlungisisbonelogumede9824
    @mlungisisbonelogumede9824 4 роки тому +27

    Mina sengavele ngaxolisa inhliziyo ngomculo kaMaskand. kwahamba ibhova kwangithatha imnyaka ukut ngi recover, emva kweminyaka emine ngase ngiduduzwa yiChalaha. lahamba nalo. Sengidunguza emswanini mnj angsaz noma ngiqhubeke nokthanda umculo kaMaskand noma ngiziqhelelanise ngb bafa kabuhlungu bebefa. pluz ngat kvele kufe laba abathandwa yimina bodwa.

  • @nkosiyaphadlamuka3595
    @nkosiyaphadlamuka3595 5 років тому +24

    UNGZWISILE UBUHLUNGU UBABULELE ABANTU YIZE BENGINOTHANDO LWAKHO UWONILE UMOYA WAMI

  • @patrickshezi2077
    @patrickshezi2077 5 років тому +22

    senghlezi kamnandi nabantabami sthengisa izimoba. I love this song

  • @christophermanci8862
    @christophermanci8862 Рік тому +17

    The spirit of iBhova still abides with us. His music is proof he lives forever.

    • @Zamokuhle
      @Zamokuhle 9 місяців тому +1

      abides? cha niyasikhuluma isingisi bafethu

    • @enjay45
      @enjay45 8 місяців тому

      🤣🤣🤣
      @@Zamokuhle

  • @SizweMhh
    @SizweMhh 2 роки тому +16

    "WeZuma nithi asenze kanjani" wawuyirevolutionalist mashobane ❤❤❤💕✨

  • @BeatriceMatutu
    @BeatriceMatutu 5 місяців тому +9

    2024 still watching ibhova rest in peace King of maskandi😢😢😢

  • @LordOfMkuze
    @LordOfMkuze 5 років тому +18

    Uyobuzwa le emazulwini 🔥🔥🔥🔥🔥🔥🤞🏾🤞🏾🤞🏾🤞🏾🤞🏾

  • @sibonelomzebetshana4329
    @sibonelomzebetshana4329 2 роки тому +9

    Lala Mashobane, izwi lakho nomculo wakho uyaphila kithi. The best we have had as amanguni

  • @MLAYEZODUBE_S.A
    @MLAYEZODUBE_S.A 2 роки тому +16

    2022 may 14 still watching RIP mgqumeni😭😭😭😭😭😭

  • @nokubongasinikeziwe2272
    @nokubongasinikeziwe2272 3 роки тому +11

    Ngsalinde umculi oyogqiba umgodi owambiwa ilobhut😍🥰

    • @bhalegijima3377
      @bhalegijima3377 2 роки тому +1

      Yei nga sasho cc iqhawe lashiya omaskandi nomthwal'onzima
      Yeb bangakhona abaculi esibathandayo kodwa yei ngebhova madoda hai 🙌

    • @lungilemthunzi3426
      @lungilemthunzi3426 Рік тому

      Ngeke abekhona

    • @phumlanifayilani5459
      @phumlanifayilani5459 8 місяців тому

      Akekho

    • @InotiaZelifa
      @InotiaZelifa 6 місяців тому

      Akekho wacula wawuqeda umculo kaMASKANDI 🤞

  • @phelokazimbewana6226
    @phelokazimbewana6226 5 років тому +14

    Awhuuu kodwa mfoka khumalo wawshiya omagade ahlabayo...ziyohamba intsizwa kosala iybongo ngyak'khumbula qhawe lam😭😭umhlaba usithathela abantu esbathandayo kodwa❤😭

  • @odwamankebe378
    @odwamankebe378 4 роки тому +10

    Vele kuthi mangikhale mengizwa ingoma yeBhova😢
    Ngu 2020 manje kodwa inxeba lokushona kwakhe alikapholi

  • @duduradebe4906
    @duduradebe4906 4 роки тому +24

    Cha kunzima kulomhlaba! Nayi ne corona. Rest in peace Mgqumeni!

  • @stsibiya5014
    @stsibiya5014 3 роки тому +4

    namanje kusete inkunzi leyokwehlula lena matric wami ngawuphasa ngale album ngiyamtsandza lomjita ligagu lekutalwa ngiyavuma mashobane lentfo yakho wayishiya kuJaiva nge magic nanyalo ngisahleli endlunkuku angiyindzawo awuve nje mbulazi kamashobane.

  • @kwazkwakhesbeko9860
    @kwazkwakhesbeko9860 4 роки тому +14

    2020 ngsakhona selokhu ngiybambile ksuka ngo 2005 nginemnyak eyshumi.

  • @mfokambathamediammm7167
    @mfokambathamediammm7167 4 роки тому +9

    Awsukanini madoda zohamba iynsizwa🔥🔥
    Ey ujezelkhulu wadlala kamnandi Lana🤞🔥 uyaphila

  • @luyandadubazane7322
    @luyandadubazane7322 3 роки тому +60

    Lo mbhemu ophethe is'ginci I love his lack of energy, go ahead bro give us nothing.

  • @lihlemelita1010
    @lihlemelita1010 Рік тому +2

    2023 namanje isangishayela❤❤ngihlushwa ukufa,ngabe sisaphelele thina.

  • @CaswellMathevula-mj5bg
    @CaswellMathevula-mj5bg Рік тому

    Still 2023 buti ngisa lahlela umqulo ka Bhova nice Guitar seriously Bhova hi boss mashobane

  • @BongumusaMasoka
    @BongumusaMasoka Рік тому +2

    Awu kodwa phush umunt eyiwele, lala ngokuphumula mashobane, you always remembered😢💔😭😭

  • @SH-FOREX
    @SH-FOREX 2 роки тому +11

    2022 Yimi lona still listening...

  • @lwazi2648
    @lwazi2648 3 роки тому +5

    Mina ngisalivuma ibhova namanje mina ngiphuma ezidulini ngyakuvuma bhova kwelakithi kwa ntombi inqoma indoda phansi le Nquthu

  • @lunganisimanga9415
    @lunganisimanga9415 3 роки тому +6

    Uth'angilale kanjani uth'angilale nomuntu elwa emvakwami 🎵🎶👏

  • @MfundoWiseman-jy9hl
    @MfundoWiseman-jy9hl 4 місяці тому +3

    2024/06/17 ngilalele iBhova likaDikadika... 😢😢😢 yayicula lensizwa

  • @NtobekoNtobe-bf6xh
    @NtobekoNtobe-bf6xh 8 днів тому

    ❤❤❤❤😢😢😢 ey ngangimkhonzile lobhuti ngangiqala ukukhala izinyembi ngokuhamba komculi💔💔💔

  • @lydiamaps8857
    @lydiamaps8857 3 роки тому +4

    Ayisuk madoda ,the king of maskadi namanje sakubabaza Bhova

  • @nkanyisosbonelo6700
    @nkanyisosbonelo6700 2 роки тому +2

    Ileli phimbo nalentambo yebhova lika dikadika okwangthandisa umculo kamaskandi. Namanje isangaphezulu eyakwa khumalo 🙌

  • @duduradebe4906
    @duduradebe4906 6 місяців тому

    Mmm uyobuzwa lena emazulwini❤❤❤
    Hamba kahle mfoka Mseleku. Your life was short lived! We thank and praise God for everything mfethu😊😊

  • @lydiamaps3247
    @lydiamaps3247 5 років тому +12

    kodwa kufa ngabe saphelele manje, lala ngokthul mfoka Dikadika baysabambil abafan bakho endimen yomculo

  • @precioustlou4568
    @precioustlou4568 6 місяців тому

    Wawuyinsizwa mfoka Khumalo, wawuyitshaya ingoma kazwelonke useyinkosi namanje akekho noyedwa oyozibambela intambo abuye aziculele njalo azigidele... Ubuyinkosi emhlaben kanye laseMazulwin njee oyihleli ubusa.. Ubuciko bakho, ubugagu bakho, lokuba yindlamanzi bakho bhudie omdala..

  • @BoniweGebashe-f3q
    @BoniweGebashe-f3q 8 днів тому

    Nase mazulwini ufanele ukukhothanyelwa❤❤😊

  • @cfisawjerry1242
    @cfisawjerry1242 3 місяці тому +1

    12:40 yabona u-1 owashaywa yobhova lana…😭🔥 mase lithi “yeeee…yeyeyeye”🔥
    29 July I’m here.📍🤙🏿

  • @SizabantuPtyLtd
    @SizabantuPtyLtd 2 роки тому +3

    2022 let mark the register with like 👍🏽

  • @welcomenkosinathidube7805
    @welcomenkosinathidube7805 2 місяці тому

    I energy yamagidangoma ❤❤ ozimnike jezi sodubula

  • @SiyabongaMthethwa-r9r
    @SiyabongaMthethwa-r9r Рік тому +1

    Aingoba kwakuyi nkunzi Lena ai ibhov namnj akakholwa 2023😢

  • @lindanimbanjwa4502
    @lindanimbanjwa4502 5 років тому +11

    siyaya ngale kwentaba zisinikile wena izokuqoma knjn mowushela udakiwe

  • @mvikelizulu1199
    @mvikelizulu1199 2 роки тому +1

    cha waye happy bo ujezelikhulu kazi wayejabuliswe yini ngyafisa ukwazi

  • @Lethokuhle_Dladla_Page
    @Lethokuhle_Dladla_Page 6 місяців тому +1

    Ngizomela uMaphumulo nikuphi maNgoni❤

  • @samkelokhumalo6879
    @samkelokhumalo6879 5 років тому +8

    ey siyawkhumbula umculo wakho mfokaMashobane asisalutholi loluju olufana nalolu owawusnika lona :)

  • @VusumuziZAMAH-hl8ns
    @VusumuziZAMAH-hl8ns Місяць тому +1

    Awjezekhulu 👍👍❣️❣️😅

  • @mzingisimalinga1700
    @mzingisimalinga1700 3 роки тому +3

    2021 Namanje ngisabuya kule Album #RIP Mgqumen

  • @vusiphakathi181
    @vusiphakathi181 2 роки тому +3

    Ngibathandile labafana ngayo le album

  • @mnothozikode8619
    @mnothozikode8619 2 роки тому +2

    Yaz 80 percent bafwethu wezintomby ezangiqoma ngazishela ngidakiwe angaz noma ingoba ngidaba i rejection mangiphila

  • @wennynkomo4494
    @wennynkomo4494 Рік тому +1

    Le album ihlula bonke abaculi bakamaskandi abakhona

  • @masterc6264
    @masterc6264 2 роки тому +3

    2022 kusenjalo...
    Bayozama bonke akekho oyofana nawe

  • @nkosiyethuntombega4387
    @nkosiyethuntombega4387 3 роки тому +4

    Ubani lo odlala indawo yeBhova??? Liyadlala iBhova wensizwa, nyakaza khuphuka ngampela Nkabi... kodwa muhle umsebenzi.

  • @AyandastkMedia
    @AyandastkMedia 5 днів тому

    22 October 2024 am still here for ibhova the kinh of maskandi🎉😂❤❤❤❤❤

  • @nocawemdlazi1398
    @nocawemdlazi1398 2 роки тому +1

    Bekuzoba ngconywana ukube umkholwane noma ungiga ophethe isigingci
    Kodwa imnandi le album true classic 🙌

  • @mshumshuqwana2929
    @mshumshuqwana2929 3 місяці тому +1

    Cela gama lale album ku muntu oyaziyo please

  • @mqondisifakazi7012
    @mqondisifakazi7012 4 роки тому +10

    akukavumi ngamkele namnj😭😢

  • @indonieberrie2064
    @indonieberrie2064 6 місяців тому

    Cela ningisiza ngalengoma ethi Nyama yami imuncu ngezeka ngifele esigangeni ngingabonwa muntu 😭😭

  • @NolwaziBikiwe
    @NolwaziBikiwe 5 місяців тому +1

    2024 I'm still here RIP Mgqumeni

  • @bongmusarichard7132
    @bongmusarichard7132 2 роки тому +4

    2022 ngisese nebhova

  • @bonginkosizulu5056
    @bonginkosizulu5056 3 місяці тому +1

    mina ngicela ukuthi njeh ngoba ngilalela umgqumeni lana ku youtube azingalambi izingane zakhe koda u youtube ube ukhipha imali please.

  • @QueenBoobs
    @QueenBoobs 5 місяців тому

    miss home find my self playing ths songs all the way from china to kzn

  • @odwazondiwe6173
    @odwazondiwe6173 5 років тому +3

    kodwa I bhova likadikadika
    liyohleze liyi nkosi kule ndima noma lingasekho

  • @AbongiweMukelwe
    @AbongiweMukelwe 8 місяців тому

    Lomanikiniki uzothandwa ubani,Lomanikiniki ungowami😍😍😍♥️

  • @NtuthukoSamkelo-xb6zb
    @NtuthukoSamkelo-xb6zb Рік тому +6

    Rest in Peace My King

  • @SkhumbuzoMsomi-fp4fr
    @SkhumbuzoMsomi-fp4fr 6 місяців тому +3

    2024❤️🙌🔥🔥🔥🔥🔥🔥

  • @NomahPerfect
    @NomahPerfect 2 місяці тому

    UNkulunkulu womaskandi bonke bephelele 🙌🏽

  • @zamukwandandwandwe6134
    @zamukwandandwandwe6134 5 років тому +4

    awuu kodwa kufa wasilaya ai abahambe abahambayo thina sisasele khona la emzini omkhulu

    • @nkanyisozulu34
      @nkanyisozulu34 5 років тому +1

      Sisayibambile edlukulu namanje esamashobane sisakhala kamnadi

    • @sabeliwemyeza8063
      @sabeliwemyeza8063 5 років тому

      @@nkanyisozulu34 no Zanukwanda sisonke iqhawe leli

  • @sifisojili2644
    @sifisojili2644 2 роки тому +1

    IBhova namanje lisabusa ,lensizwa yayiphiwe kakhulu

  • @kibetrono5932
    @kibetrono5932 2 роки тому +5

    great music with perfect beats..I love the guitar

  • @anathimlandu2849
    @anathimlandu2849 5 років тому +10

    angindaba nomakhelwanewami

  • @brainynyatsanza4497
    @brainynyatsanza4497 Рік тому +1

    I really love his songs zingiphatha kahle

  • @sazimbuyisambuyisa4124
    @sazimbuyisambuyisa4124 3 місяці тому

    Ngangikthanda qhawelam kakhul irmembr ugula impilo yam ingahambikahle ngwuscabha mangfika etown ngathola isolezwe lithi kukwenele ukgula😢

  • @mbalithandi1833
    @mbalithandi1833 4 роки тому +4

    Sasazinsizwa thina umaskandike intenje ayilento esiyenziwamanje R.I.P mntungwa syohlale sikukhumbula

  • @InnocentSangweni
    @InnocentSangweni 8 днів тому

    IBhova lawucula wonke uMaskand lawuqede lithe laphinda lahamba nawo wonke

  • @CelaniGabela
    @CelaniGabela 2 місяці тому +1

    Kwadlalwa ngathii njer Lana

  • @phakathiocean6422
    @phakathiocean6422 4 роки тому +2

    Kanti u Mthethwakhe langa naye wayegila kumagcokama🤔🤔🤔

  • @SizweCharles-g9y
    @SizweCharles-g9y 3 дні тому

    Sihlushwa ukufa ngabe sisaphelele thina😢😢

  • @lungilemthunzi3426
    @lungilemthunzi3426 3 роки тому +3

    Mina sengibonile , ngitsheleni mangonile ngcel'uxolo ngisho ngoba.....

  • @mxolisidube1032
    @mxolisidube1032 3 роки тому +1

    Uk'hamba kwe bhova kulomhlaba kwang'phula inhliziyo namanje isebuhlungu😂😂💔💔 lala kahle qhawe umculo wakho unemfundiso nemfudumalo

  • @sifisoemmanuel2271
    @sifisoemmanuel2271 6 років тому +8

    ewuuu yehhe mhlabaaaaa

  • @sanelemdumiseninxumalo5982
    @sanelemdumiseninxumalo5982 4 роки тому +7

    MINA NGITHANDA UMANIKINIKI........

  • @nathidutsha5331
    @nathidutsha5331 5 років тому +9

    Mxm yabora lomjita azenza iBhova lana

  • @phakathiocean6422
    @phakathiocean6422 4 роки тому +3

    😂😂😂 no Jezelikhulu lol kube ngingumculi bengizobe sengizitholele indlela zokumtalabha

  • @sifisontuli3479
    @sifisontuli3479 2 роки тому

    Ngeke phinde khohlwe yey dlalwa ngathi manje maskandi azikwazi cula lezinto zilanda ndaba abafowethu bahamba kabi yabuswa manje maskandi kodwa igoma ayikho 😭

  • @SkhonaVethe
    @SkhonaVethe Місяць тому

    Inhliziyo yam ngeke ixolo le album iyona evusa amanxeba

  • @dumimaps5940
    @dumimaps5940 5 років тому +7

    Lesgqemeza esiphethe isiginci basithathaphiii

  • @lwazimabizela6271
    @lwazimabizela6271 4 роки тому +3

    Wabulawa ngu Ndlemnyama ibhova isihlobo sakhe umona

  • @VusumuziZAMAH-hl8ns
    @VusumuziZAMAH-hl8ns Місяць тому +1

    😂🤗🤗🤞

  • @videoasiria144
    @videoasiria144 3 місяці тому

    Up lapho Bhova lika Dikadika 🕊️🌹🔥🔥🔥🔥🔥

  • @skhalosyabonga448
    @skhalosyabonga448 3 роки тому +2

    Eyi lama bakings enza 1

  • @sakhilekhumalo3708
    @sakhilekhumalo3708 4 роки тому +4

    Bafw2 ngcela ningsize dis song "umanikiniki onjena"iku track number Bani?i'v been trying but can't get it

  • @yalezwasharon5831
    @yalezwasharon5831 2 роки тому

    Maskandi was not my favourite music but ngeli qhawe lakwaKhumalo,ndangena and umnandi jealous down#Ezingasoze zabuna

  • @sonwabiledlamini1427
    @sonwabiledlamini1427 2 роки тому +1

    Zohamba izinsizwa zosala iy'botho🤞

  • @tarbulumkotarbulumko6562
    @tarbulumkotarbulumko6562 Рік тому +1

    2023 💥❤️❤️

  • @cebolozakhampungose8725
    @cebolozakhampungose8725 5 років тому +10

    Wayezithithizela ke lo wesginci

    • @khethelokhumalo5127
      @khethelokhumalo5127 2 роки тому

      Angingake ngibone umuntu othithiza kanje ingabe kwafa yena

  • @sbuda0076
    @sbuda0076 4 роки тому +1

    Cha bafana siyabonga ibambeni lapho

  • @VusumuziZAMAH-hl8ns
    @VusumuziZAMAH-hl8ns Місяць тому +1

    ❤❤

  • @lovenessdube203
    @lovenessdube203 2 роки тому +1

    Kuzwa

  • @londiwemkhize9294
    @londiwemkhize9294 5 років тому +2

    Dear GOD I mic umgqumen namuhla....ukub uyabolekwa ngab ngyamcela