Wathi uzokhipha isisu kanti ufuna ukuphisana ngengane | IZIGAMEKO ZEMPILO | S1-EP64

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 7 чер 2024
  • We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
    ____________________________________________________________________________
    DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
    ..................................................................................................................................
    Website: www.blaqlife.co.za
    Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
    Office Number: 0813639875
    ****************************
    #BlaqlifeTV #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #izigameko
  • Розваги

КОМЕНТАРІ • 97

  • @user-dp6ly3gk9r
    @user-dp6ly3gk9r 2 місяці тому +12

    Unkulunkulu uyazilungisela abantu abazenzo Clever 😮

  • @user-tv6be6mr3c
    @user-tv6be6mr3c 2 місяці тому +20

    Hlawuli ngane kuze axole ugeze nomuzi wakubo step number 1

    • @pottersngwadla1195
      @pottersngwadla1195 2 місяці тому

      Uma esekwenze konke lokhu okhuluma ngakho bese egeza nayo uqobo ingane ngoba ukuyphika kuyayngcolisa nayo ingane

    • @SibongileMchunu-jw7ck
      @SibongileMchunu-jw7ck Місяць тому

      Yes it's true kumele nayo ingane ayigeze ngoba ukuyiphika Nakho kuyinhlamba ezidalweni zakubo Mama womnntwana

  • @nokuthulacele6345
    @nokuthulacele6345 2 місяці тому +9

    My opinion is...hamba uye eMakhaya kubo uyozehlisa eMndenini wakhe ukuze nawe uzobukwa uMphakathi usuhambisa iNkomo 🐄 yokuxolisa . Wena noMndeni wakho iyani kwaMah wengane niyolikhuluma lolu daba.

  • @NqobileSokhela-lm2qo
    @NqobileSokhela-lm2qo 2 місяці тому +3

    Kanti uhlelo luthini sikhipha izimfihlo noma izigameko zempilo

  • @thandekapatricia9432
    @thandekapatricia9432 2 місяці тому +6

    Ukuba zikhona izingane zakhe eziphilayo ngabe akazihluphi nge ngane ka cc

  • @PhilasandeCele-uh7th
    @PhilasandeCele-uh7th 2 місяці тому +9

    Lomuntu wayeka umfazi okhuluma kahle kanj ekubeni amantombazane edelela kanj

  • @lulamalulu5467
    @lulamalulu5467 2 місяці тому +9

    Ubungeke uyinuke lakumina shame esona sikhathi usuke umdinga umuntu isupport yilesi asuke ekhulelwe umuntu

  • @user-if3sy2fq5p
    @user-if3sy2fq5p 2 місяці тому +9

    Hey bro keep running and reap what you sow.

    • @sandzfuze5418
      @sandzfuze5418 2 місяці тому

      Nje😂I love this comment

    • @KinNierh
      @KinNierh 2 місяці тому

      ❤❤❤a by in,​@@sandzfuze5418

  • @lindiweduma7230
    @lindiweduma7230 2 місяці тому +3

    Wawuyiphikelani ingane yho mina ubungeke uyinuke leyongane

  • @MpumzaKhumzo
    @MpumzaKhumzo 2 місяці тому +4

    Blaqlife syacela uhlelo olusha olunje ay silimele nezingane azinabo obaba bekhona

  • @teachersikhumbuzomoyo5419
    @teachersikhumbuzomoyo5419 Місяць тому +1

    Gezi hlazo. Hlauli ngane .. khokha mfowethu Thathi ngane umkhulise uboy

  • @siphelelexulu3884
    @siphelelexulu3884 2 місяці тому +4

    Sibonga ukuzisola usasemncane. Although I feel like you are jealous of her life that you never thought that she will ever had. You need to go and shweleze kubazali bakhe and thank the gentlemen who took over after your mess. Sisters is very matured and hope she will find in her heart to forgive you before the child grows up and the gossipers tell him that the person you thought is your is not your father.

  • @charlottematseliso5450
    @charlottematseliso5450 2 місяці тому +11

    Empeleni Stufuza lobhuti akayifanele lengani ngoba wamfaka ohlazweni olukhulu u Cc. Yazi kungcono umuntu ongayondli ingani kunoyiphikile 😭😭😭

    • @sinothandombalentle1843
      @sinothandombalentle1843 2 місяці тому +1

      Uqinisile wayiphikanje so kuyabheda manje empilwen yakhe Kuma esecabanga ukulungisa izinto uyadelela lo kubuhlungu ukuohikwa

    • @NtombimpelaVilakazi
      @NtombimpelaVilakazi Місяць тому +1

      Cabanga uyiphika nje ngalowomzuzu wazi kahle ukuthi yakhe ukhohlakele shem lo mfo

  • @user-cz3no7ov1b
    @user-cz3no7ov1b Місяць тому +1

    Goooood cc ungamniki makubukwe yena ngk ngoba nawe wabukwa ziambhedela ngk buyela kuwe

  • @thembinkosidube3918
    @thembinkosidube3918 2 місяці тому +4

    Sawubona we StufuzaaRH ❤.
    Ma Afrika Amahle Asibonge,

  • @nokuthulacele6345
    @nokuthulacele6345 2 місяці тому +3

    🎤Usuyamthanda yini Baba wakhe,njengob'esekhulile nje usuyamazi🎼🎼

  • @Anonymous-bj2bz
    @Anonymous-bj2bz 2 місяці тому +5

    Ihlazo lokuphikwa umfana! Ihlazo elembatha ikhaya lonke. Mina my advise is too ask your parents to approach your baby mama's family. Umzwise ubuhlungu so don't even try to approach her if you have any respect for yourself.

  • @contancehlatshwayo4146
    @contancehlatshwayo4146 2 місяці тому +6

    Walenza iphutha mfanawami wamzwisa umamawengane ubuhlungu lindelanomayini

  • @nosiphothembekathembeka4582
    @nosiphothembekathembeka4582 2 місяці тому +5

    Akayoxolisa emphakathini lozavolo nasemndenini wako pretty

  • @profdapoet
    @profdapoet 2 місяці тому +2

    Makalinde nje impela umfana - njengoba ezisola ingane isino 3 yrs, makalinde omunye u 3 yrs. Into ebuhlungu kunazo zonke kumuntu wesifazane ophikwayo ukuthi utheleka ngehlazo. Kunikeza abanye abantu isithombe esibi ngaye, kube sengathi ubelala nawo wonke umuntu - ngaleso sikhathi ungathola ukuthi ubethembeke kumuntu oyedwa, qede lowo muntu amphike. Mina nje angimsoli usisi ongumama womntwana.

  • @gugungcobo328
    @gugungcobo328 2 місяці тому +1

    Mfana wabantu wayeka igolide lana yizwa the way akhuluma kahle nawe mina njena bengizoku fokofis## or bengingele ngikhulume nawe withthat calm and soft voice. Bhuti this is beyond the 2 of you. Hamba uyoxolisa emndenini wakhe owawuhlaza wawenza inhlekisa ezweni wawuhlisa isthunzi

  • @user-qd8sl2rn1v
    @user-qd8sl2rn1v 2 місяці тому +2

    Send la umama wengane imali ayothengela ingane izinto ezimnandi uphinde uyohlawula ugeze umuzi wendoda bese ke uxolise ke kumama ka boy lesisiphukuphuku

  • @nkosinathisibiya3706
    @nkosinathisibiya3706 Місяць тому +1

    Waphunyuka umfazi la

  • @nosiphothembekathembeka4582
    @nosiphothembekathembeka4582 2 місяці тому +2

    Pretty ungamniki phelawena owasemakhaya wahlazeka uyasangana mfana ndini

  • @phililedlomo5180
    @phililedlomo5180 2 місяці тому +4

    Wrong topic guys

  • @primrosejaca3467
    @primrosejaca3467 2 місяці тому +1

    Stufuza uwubizo wengane ka brother wam
    Kodwa Kwesta awenzanga lahle😮😮

  • @yvonnemdaka3125
    @yvonnemdaka3125 2 місяці тому +2

    Continue to beg her ,apologise more and more,one day she will hear and accept your apology

  • @nkosinathisibiya3706
    @nkosinathisibiya3706 Місяць тому +1

    Okumqoka ubuye engakahlakaniphi, amaphutha enzakalayo

  • @cindyradebe4997
    @cindyradebe4997 2 місяці тому +1

    Angive ngikuthanda wena Stufuza...... welcome to motherhood 🎉🎉🎉🎉🎉❤❤❤❤❤❤❤❤ to be honest with you the show is not the same with out you hone❤❤❤❤❤❤❤😊😊😊😊😊😊😊 happy delivery tell your baby that he/she has an aunt in Gauteng!!!!@ when ever you come this side I will gladly baby sit for you for absolutely freeeee❤❤❤❤❤❤❤😂😂😂😂😂🎉🎉🎉🎉🎉

  • @Her898
    @Her898 2 місяці тому +1

    Kahle Kahle bhuqwa mona ,jonga ke ndoda usislerha wena ngb abazali babekhona moc tshotsho ke udibene nontanga wakho ,soze ophinde ufumane umtwana until uxolise ngendlela eyiyo kulafamily

  • @unesugasa495
    @unesugasa495 2 місяці тому +2

    I know what losisi is going through kubhlubgu ukpikelwa umtwana kube sengaty ubungazphethe kahle kade kunguye nguye umuntu olala naye and its not an easy thing ukuyndlulisa mina my son is 19 but ngsabhlungu ngesenzo engasenziwa uyise ubhlungu enisizwisa bona guys ablinganiseki nalutho

  • @user-tn4rw2tf1j
    @user-tn4rw2tf1j 2 місяці тому +1

    Waze wathobeka ucc

  • @nosiphothembekathembeka4582
    @nosiphothembekathembeka4582 2 місяці тому +1

    Noma uthengelwe umaflower uyawalahla ngoba uzothuwathathephi mufikekhaya

  • @NonhlanhlaMASHEGO
    @NonhlanhlaMASHEGO Місяць тому +1

    Run away daddy keep on running

    • @PurityN459
      @PurityN459 Місяць тому

      😂Akasubathe ubabakhe🤣🤣

  • @lindiweduma7230
    @lindiweduma7230 2 місяці тому +1

    Hamba Juba bayokuchutha phambili nenculazi mybe usunayo ufuna ikuyothelela umah wengane uphinde umlahle

  • @lindiweduma7230
    @lindiweduma7230 2 місяці тому +1

    Hamba Juba bayokuchutha phambili

  • @phililedlomo5180
    @phililedlomo5180 2 місяці тому +1

    Ingane ephikiwe kumele masuyvuma uhambe nembuzi uyoygeza leyongane ugexe umuxi uhlawule futhi

  • @user-tf3cz1ny4x
    @user-tf3cz1ny4x 2 місяці тому +1

    Waze wamthela ngehlazo losisi ,kungcono uvume ungayondli ingane kunokuphika

  • @IndiaTshuma
    @IndiaTshuma Місяць тому +1

    Wayiphika ingani phambi komdeni wakho laphampi komdeni wentombi mina ngokwami ngingathi buyela uyetshela umdeni wakho uhlazo lwakho owalezayo uze futhi uxolise kumdeni wentombi ,kuhlalwe phansi uhlawulliswe bhunt futhi Hai ngokuncani ngok udelele kakhulu umdeni wentombi mina ngeke ngvume lokuthi uyiboe ingani uyisiphoxo wena ,hamba uyebhekana lamacala wakho owawezayo 9month yokuthwala + 3years yokukhulisa ungazondlala ngengañi zethu,nguma w abo week Yeovil jhb

  • @mlungisimashinini6584
    @mlungisimashinini6584 2 місяці тому +2

    Stufuza 🎉🎉😂😂

  • @user-jn9he8im2p
    @user-jn9he8im2p 2 місяці тому +1

    Sorry my sister hope u get the help you need love ❤️ 😍 u sis Peale oh.

  • @mulasamkelo8629
    @mulasamkelo8629 Місяць тому

    Into engamthambisa usisi wena mntakwethu kukuba uyohlawula uxolise kahle kumdeni wakhe usisi ungakuxolela🤞

  • @matselisofusi542
    @matselisofusi542 Місяць тому

    Patala hundred thousand pele, lit'senyehelo tsa batsoali le t'senyo ea lebitso pele.

  • @bhovunganemahlase9651
    @bhovunganemahlase9651 Місяць тому +1

    Waze wayidlisa iteam mfo waseMnambithi

  • @QueenZan
    @QueenZan 2 місяці тому +3

    Wamphika phambi kwabazali bakho nalaba bebazobika isisu, buyela emuva kubazali bakho ubabikele ngamanga wakho, yeka ukugega ngemuva.

  • @khanyicele3688
    @khanyicele3688 2 місяці тому +2

    Wenza into ebuhlungu ubhuti, asethembe bazolungisa izinto ngokushesha ukuze ingane ingabi nezinkinga uma ikhula.

  • @ThandekaSithole-hj2xd
    @ThandekaSithole-hj2xd 2 місяці тому +1

    You must also move on, jealousy is your main problem 👌

  • @sibanganiaromolaran7524
    @sibanganiaromolaran7524 2 місяці тому +1

    Xolisa uhlawule i 3 years ungamondli njalo uzehlise kubaba lo okondlela umtwana uzobona kulunga but ungaphakama kuzokuhlupha wena Yehla njalo bhadala isondlo

  • @thandyzwane3206
    @thandyzwane3206 Місяць тому +1

    Wena uqeda amadata wedoti uyiphikile lengane uyalayeka hamba Juba

  • @user-vq5qx8dg1c
    @user-vq5qx8dg1c 2 місяці тому +3

    Mfethu umuntu akasiyona ibhola upika igazi lakho azokushaya amadlozi ngiyayenyanya lonto mna ngiyindoda

  • @nonhlanhlamzimela-su1hb
    @nonhlanhlamzimela-su1hb 2 місяці тому +1

    Akakhokhe 30thousand wezidingo zengane incane futhi nalapho uyamphulela ebese eyohlawula nd lokho akusho ukuthi ingane eyakhe infane izinkomo eziyisithupha okumele azikhiphe ngengane isingamvakashelake ingane

  • @naomithabethe8195
    @naomithabethe8195 2 місяці тому +1

    Sezophikisa indaba yokuba ubaba wangempela ebhedela ngane yabantu, aw wena busazoke utoke nje

  • @BongiweMokoena-fe2ik
    @BongiweMokoena-fe2ik Місяць тому

    Naze nafanake kodwa westufuza nalombhemi nami angazi ngizonibona

    • @user-tj1kn9gb9v
      @user-tj1kn9gb9v Місяць тому

      😂😂😂Yazi bayefana ngempela angazi noba yingoba begqoke ngokufanana

  • @matselisofusi542
    @matselisofusi542 Місяць тому

    Empa lona bashanyana lea tena hoba ha le qeta ho imisa banana lea baleha lere hale ready, athe banana bona ba be ba Le ready na?
    Le iketsa li victim kamehla. Lea tena hle. Le nahana hore le bohlale. 😢😢

  • @patiencemahlangu4214
    @patiencemahlangu4214 Місяць тому

    Ngithanda ukuthi uyalivuma iphutha lakho awuzi ngamanga

  • @nkosinathisibiya3706
    @nkosinathisibiya3706 Місяць тому +1

    Waskhipha lowo res life udoti

  • @user-mf7ze2ps9t
    @user-mf7ze2ps9t Місяць тому

    Ngoba niyasidakelwa bafana uthi ekhaya akuthiweni uphikiwe nobunzima uwedwa nesisu fuseg nxaa myeke

  • @rethabileholoane3831
    @rethabileholoane3831 2 місяці тому +1

    There is no reason engakwenza uphike ingane,no matter what Abantu besilisa badlala ngathi umuntu akumithise ajike akuphike

  • @sqothui3798
    @sqothui3798 Місяць тому

    Ubuyela uku zo confuzer ingane..keep.running please

  • @user-dk3vy1bo1i
    @user-dk3vy1bo1i Місяць тому +1

    Hamba uyogeza umuzi bese uhambisa inkomo kamama bhuti uhlawule ingane mfethu iyonanto engamenza axole ucc wena cela idate hhay lembudane yakho uyakuhlonipha lo Cc futhi mhlambe usangabuya kuwe but qala lapho

  • @PurityN459
    @PurityN459 Місяць тому

    😂🤣 Waphika Ingane 😳 enjoy this pain ke nawe isazokuzonda leyo ngane khululeka 😣noma ungabuya iqiniso liyovela someday🤔 ne zinyembezi zika babymama angeke ziwele phansi

  • @user-ki6jl2ix7j
    @user-ki6jl2ix7j 2 місяці тому +1

    Sthuphethu

  • @user-lb8fr5zv7j
    @user-lb8fr5zv7j 2 місяці тому +1

    Wenza iphutha mfana

  • @aubreyshiburi2229
    @aubreyshiburi2229 Місяць тому

    Brother khokhela ubuti lo khulise ganiyakho everything will be ok 😅😅😅

  • @nokukhanyanokubonga154
    @nokukhanyanokubonga154 Місяць тому

    😂kushubile kulonyaka hamba juba

  • @lindadhladhla-lh3xn
    @lindadhladhla-lh3xn Місяць тому

    Usisi makaxole for d sake of ingane ngelinye ilanga uzomdinga uyise wengane .Abanye abayiphiki ingane kodwa abayenzeli lutho .Yena ke uma eseqomile angaqhubeka nempilo.

  • @user-tj1kn9gb9v
    @user-tj1kn9gb9v Місяць тому

    Ucc akalandele intliziyo yakhe

  • @nqohshabangu488
    @nqohshabangu488 Місяць тому

    hhaybo lo bhuti amanga i ladysmith inawo nje ama hotel nama resturant

  • @user-wu8sn6mw4w
    @user-wu8sn6mw4w Місяць тому

    Pretty akaku refunde from the nappy.. Tin ect safa amaqola...

  • @thembindlela9678
    @thembindlela9678 2 місяці тому +2

    You got what you wanted, awunangane wena you're a coward you left her to struggle on her own, yes, l agree with her, waphika ingane, God is still going to punish you severely, just you wait and see

  • @busisiwebusie2943
    @busisiwebusie2943 Місяць тому +2

    Eiy bhuti walahla umuntu ophilayo lento yokuthi wawungenalutho ayisona isizathu sokulahla umuntu nengane eqinisweni nje umuntu omphikela ingane or obalekelayo ngoba esekhulelwe or othi akakhiphe isisu usuke ungamfuni nje leyomuntu uma umthanda umuntu uwanaye uvuka and naye usuke ebona uma kuyikho ongenakho but uthando elubona

  • @sipheleleNkosi-vd9us
    @sipheleleNkosi-vd9us Місяць тому

    Ayiphikwa ingane wena noma ngabe isimo sinjani uyoyeka mina ngokwami nje ngifisa loyo mama angaphinde akunike ithuba lokuthi ube ngubaba kuleyongane angavumi ukuthi uyibone ungaphinde uyibone mina mfana wami ngathola ingane ngingenalutho ngisemncane Ngina 18 kodwa angiyiphikanga wena angeke usaba ngubaba kuleyo ngane khohlwa nje thola enye wena leyongane awuyizali ayikwazi futhi futhike angeke sekunzima kabi nje ukuthi nazane ngiba awumkhulisenga ingani yakho nazana isesiswini sikanina ifuke emhlabeni nazana ngosuku lokuqala ifikile emhlabeni manje wena njengoba usubaleke kangaka khohlwa ngoba kwayona leyongane ayisakuthembi khohlwa bafo thola owakho ozomsusa phansi ozokwethemba ukuthi ngeke umjikele

  • @user-qj2uk1xn7q
    @user-qj2uk1xn7q 2 місяці тому +1

    Ubona kuthi ingane yakho ngoba sina 3 years ingasadli bisi ingasagqoki i pampers usile bo

  • @sindimzobe8074
    @sindimzobe8074 Місяць тому

    komele ubuze binke abantu bimndeni wakhi nowakhe ubantshele ukuthi sekweyakhi ingane wesiphukuphuku even emadlozini akini uxolise silima ngakunyanya yazi

  • @AgnesKefeletseNdlovu-lb1xr
    @AgnesKefeletseNdlovu-lb1xr Місяць тому +1

    Hayi stufuza la swhitha iskhathi nje ukuzo mamela umuntu ogcwele amanga nje ongazazi nokuthi funani nje waste of data

  • @patiencemahlangu4214
    @patiencemahlangu4214 Місяць тому

    Abongeni ama ndoda alikhulisela ingani eliziphikayo

  • @user-tj1kn9gb9v
    @user-tj1kn9gb9v Місяць тому

    Waze wakhuluma kamnandi ucc ngithanda isithunzi sokuvikela ubaba okhulise ingane

  • @NosiphoMhlongo-mm6ot
    @NosiphoMhlongo-mm6ot Місяць тому

    balichuthile ijuba

  • @msizihlongwane5728
    @msizihlongwane5728 Місяць тому +1

    This guy is jealous nje ngenxa yokuthi u baby mama useno muntu o ryt , he using a child as a scapegoat

  • @QhamuMkhwanazi-sp9ev
    @QhamuMkhwanazi-sp9ev Місяць тому

    Forgive him cc

  • @NombuhMackay
    @NombuhMackay Місяць тому

    No guys😮😂

  • @NicoleGuguMnguni
    @NicoleGuguMnguni Місяць тому +2

    Kahle bhuti owonanga usisi yedwa namanje usadelela umndeni wakhe ngoba uthi uzoxolisa kuyena ifamily yakhe yona owayihlambalaza awyibali 😢

  • @welcomeshangase5399
    @welcomeshangase5399 Місяць тому

    Wabaleka wife material mfanakithi usekude ukuthola umuntu omnene kanje

  • @abelmohloakoana
    @abelmohloakoana Місяць тому

    ibhlungu lento yophik qede nifik abantwana sebekhulile

  • @gugungcobo328
    @gugungcobo328 2 місяці тому +1

    Thumela abadala bahambe bazilahle emndenini hhamba uyohlawula ugeze umuzi owawuhlaza wawuhleza wabenza inhlekisa. Talk is cheap actions speak louder than words asikhulumi ngemali or izipho. Bhuti should turnit down on entitlement or attitude. To the baby mama you are a real mbokodo, thank you for soldiering on ngalezikhathi lembukumbuku isazibona umhlaba ungowayo

  • @thandimhlongo5148
    @thandimhlongo5148 2 місяці тому +2

    Akahlawule ingane ageze igama la cc nomuzi wakubo ka cc, maybe kuyokhombisa loko ukuzisola

  • @thandomoyo3783
    @thandomoyo3783 Місяць тому

    Yhoo waze wabekeka uma wengani.Yaz uyamhlonipha loba nje wamphoxxa .

  • @MabelMtshali
    @MabelMtshali Місяць тому

    Kumele ubhuti ayoxolisa kumndeni walosisi, akhuluma neqiniso emndinini wakhe