Sisi stetelegu pls this boy needs yr help invite the law to intervene please. Mbali and his man must also be homeless. I trust you my sister you will do the best for this boy. I love you cc keep helping ppl
Yoh aze angihlaba amazwi wakho okugcina Cc Stetetelegu💘😢😭😭...uSiyabonga uyowakhumbula amazwi akho owamshiya nawo...uSanele ngimufisela impilo engcono enokuthula nabazali la abalele khona bamubheke bamuvikele kulempilo entsha akazoyqala ngaphandle kwegazi lakhe elimkhaphelile lamlahlela ngaphandle 😢😢uSanele Ngimufisela konke okuhle empilweni yakhe yonke💫🕊💫🕊💫🕊💫🕊💫 Sisi Stetelegu God may grant you many many many years to come Uyisibusiso kithina uhlelo lwakho luyasakha futhi luyasifunda kakhulu ezimpilweni zethu...❤❤❤
Maye Waze wanenhliziyo enhle mfowethu Please mthathe xem abuyele eskolweni Lomfowabo uyabheda he will regret once the money is finished,n Mbali uzamshiya
Sad episode indeed. The ekder brother is too much if himself and its a family house.Justice will be served uf the house is sold the brothers get 50/50 share
Sisi please let these house be sold so that the young one get his share. The big brother forgot that is not his child. He is not the king please let the law take it's course!!! Don't just leave this case like these.
They have a 50/50 share in their mothers estate. How come this one now thinks he is the Landlord? When did he ever work for that estate? Small mind, empty headed. He is an owner now? How so? Stetelegu, please help this boy get legal help. Mbali, it's a matter of time sisi. I so hope uyothola likini lisekhona when that man shows you his true colours!! So Mbali is an advocate now? Oh wow!!!
Uyinja Siyabonga ungudoti Remember bhuti what goes around comes back around. Sanele you are going to make it God is with you.❤ Inye imini esisidenge Siyabonga
Alikho iqiniso elidlula lelo, sisi Stetelegu ngicela uzame ithengiswe leyondlu ngeke sisi nceda, lo devel no Mbali wakhe ababi e plan indlu for sale 🙏🙏
Sisi Stetelegu please my sister help . Find ways to sue this abuser please and this house must be sold and each must get a share and start afresh. Umuzi wabo bobabili labafana not uMbali. Help please 😭😭😭😭
Stetelegu cc waze wannhliziyo enhle enobuntu❤❤❤.Ngikufisela okuhle kodwa Cthandwa Sam I engat UNkulunkulu engakubusisa eze ebusiso ngisho inzalo yakho cc.Uyiqhawe kithi Syaziqhenya ngawe siyi South Africa uyimbokodo cc❤.Ngiswele amazwi cc kuhle kakhulu okwenzela iczwe sakithi.Syakuthanda cc ungawushintshi umoya wakho cyabadinga abantu abafana na we ezweni lethu cyabonga cc.Ngifisa Le show ize ngapha Ku DSTV izocza abantu abaningi god bless you❤❤❤
Before they sale the house they must know what n how much mom left for them,n I'd brother eate the money of that boy thet sell house n get all the money from her side
Stetelegu I love you my daughter you're so good my favourite actor I love so much my daughter you are good lady wow stetelegu you are my favourite actor
Yoooh this show makes me cry ..I'm thinking of my last born ..xa ndinokufa bawo yooooh ...ufanelwe yijele lo Sitabonga pls Stetelegu help this kid this is so sad help him to go to school 🙏
AS A PARENT I AM CRYING FOR WHAT THIS BOY DOING TO HIS BROTHER. WHAT HE IS DOING, HE IS CALLING CURSES UPON HIS LIFE. MAY GOD DELIVER HIM THIS ANGER THAT HE HAVE. I HATE THE DEVIL OF WHAT HE IS DOING TO PEOPLE. THEY ARE BROTHERS. HE WAS SUPPOSED TO TAKE CARE OF HIS BROTHER. MAY GOD HELP THIS LITTLE BOY AND TAKE CARE OF HIM. THIS GIRL THAT HE IS STAYING WITH HIM SHE WAS SUPPOSE TO HELP THEM, THAN SEPARATING THEM. MAY GOD PROTECT YOU SON❤
Stetelegu please help Sanele to open a case against his brother cause clearly he's admitting a thousand times that he's abusing his little brother. Also please involve the court to share the house amongst the siblings cause no Siyabonga ucoma ngo ZERO
Siyabonga dear brother, please remember, 'what goes around comes around'. This is NOT the end of the road'. Steteleku you've tried your best, give it to GOD my sister. Answer is coming soon. I ❤ u Steteleku God is there..
Sisi stetelegu pls this boy needs yr help invite the law to intervene please. Mbali and his man must also be homeless. I trust you my sister you will do the best for this boy. I love you cc keep helping ppl
Amahleza le ntombazane isiyaphawula Nkosi ngenelela
Mbali nobaba aba match ubaba yihleza loqobo ngoba ebona amahleza nje manje
Do that Cc please
😢
UMbali yena wenze kahle cc wamkhiphela ngaphandle,akangeni ndawo kulendaba uyayifaka nje,yhooo Nkosi ngenelela uSiyabonga yena ubona uSanele ongalawuleki abeyena eyinkinga enkulu eyedlula umfowabo,unenkinga Siyabonga qha uyimpumputhe yehleza
Mmmmm umthetho awudlale indawo boh, this child deserves a share as well.......awudayiswe lomuzi please!!
Yoh aze angihlaba amazwi wakho okugcina Cc Stetetelegu💘😢😭😭...uSiyabonga uyowakhumbula amazwi akho owamshiya nawo...uSanele ngimufisela impilo engcono enokuthula nabazali la abalele khona bamubheke bamuvikele kulempilo entsha akazoyqala ngaphandle kwegazi lakhe elimkhaphelile lamlahlela ngaphandle 😢😢uSanele Ngimufisela konke okuhle empilweni yakhe yonke💫🕊💫🕊💫🕊💫🕊💫 Sisi Stetelegu God may grant you many many many years to come Uyisibusiso kithina uhlelo lwakho luyasakha futhi luyasifunda kakhulu ezimpilweni zethu...❤❤❤
Kwaze kwabuhlungu anawo namazwi intliziyo ityumkile💔💔😭
Syabong wecc wamuhlumsebenzi owenzayo god bless you🙏🙏🙏
Yeah bafowethu uba nje umuntu odla imali angayisebenzile uba nomona ulaka wena owabona inja iphethe ithambo iluma kwanto esondelayo awudayise umuzi ingane ithole into yokuqala impilo yayo
@@ThandazileXolo nathike kodwa singabazali esisadla anhlamvana akenabeni izinto ngokulinganayo Nani ngiyinkosana impela kwethu kodwa ngangingeyona kubaba wathi ubaba mhla eshona mfana wam ngiyajabula Mina ngoba anginamafa benizosala nilwa nomfowenu lokho ubaba wayekushiso ukuth uyinkosana umfwethu kumaqakhe nam nginkosana kowam Umama so musaphila Mele uhlele nje izinto ngokulingana onomona mebhubhudla kungahlupheki abanye Yini bazali eniqhatha izingane kufana nokuthanda ingane ngendlela engafani Bebe beyigazi lakho ngokulinganayo noma angaba iphara umntwana engezwa akabe neshare yakhe
Mbali hamba ugoduke umntana abuyele kowabo. Umntana uhambehlala Kodwa akutshatanga Nawe makahambe
Ngingajabula bakithi lomfana nizomhlalisa ekhaya njengoba ngidinga ubhuti engingabonisana naye ngeke aswele lutho, ngingafundisa abuyele naseskoleni and no mama engajabula🎉🎉🎉🎉🎉❤❤❤❤
Wow mfethu😢
Amagu bafo kungakuhle oko 🙏
Maye Waze wanenhliziyo enhle mfowethu
Please mthathe xem abuyele eskolweni
Lomfowabo uyabheda he will regret once the money is finished,n Mbali uzamshiya
Presenter always you're dealing with hectic problems I salute you bb❤❤nay God bless you and protect you amen
Steteleku waze wakhuluma kamnandi ngisho isimo singavumi, edelela. Inkosi ikugcine dadewethu ikuvikele❤❤❤
Uqinisile ukhulumile noma ingezwa kenja unenhliziyo embi uzombulala bamashiya 😢😢😢😢
Shayani lenj bafowethu akekho ongaboni
@@ntombingwenya4154 ugovane elekelwa ilomMbali nombombo odonsekile ghaaa
@@MthokozisiMagudulela nawe ungaytracer lembongolo uyidngwimuze
Sibonga usizo lwakho Stetelegu Boyabenyathi..uqhubeke ubasize abantu God will bless you abundantly
Mmmmmmmm Stetelegu hayi Sisi ngikushayela izandla , I South Africa yonkana ijabule ngomsebenzi wakho👏👏👏👏👏
Ah futhi sijabule ngaye.
U zo wukhomba umuzi ka mawakhe e sewu thathile uMbali.
Big up Stetelegu my sister
Sgora high five bafowuthu
Kakhulu futhi❤
Funa ashaywe lo siyabonga ayophelela ecebolethu. Udelela too much. As for athi umama wabo wafa weeeee shayani lenja
Awudayiswe umuzi, safa obhekifa Lomntwana uyahlushwa lakhaya
Asikho isidingo sokudayisa, lomfana ngeke aphile isikhathi eside ngoba uyisiqhwaga.
@@Gcite-yk7gmbut uyahlukumezeka nje lo omncane,kuzomiswa kanjani...?awudayiswe bathole half umuntu ayokwakha ixhokovan lakhe koda lo omdala noma angathola i quarter usayidla enye yezimali...
Ngempela yazi awudayiswe
Wudayiswe
Akaboshwe lona
I love this lady doing a good job 👏 ❤❤❤❤
i wish my brother can jst marry her,im so inlove with her.she's brilliant.
Steteleko you give ths guy strong words he will never forget that words..and you also advised him at the same time
Ngicela unkulunkulu nedlozi likuphanishe wena umama wakho akalele kahle lapho ekhona wena sgora ndini slima senja
Amazwi omtshiyele wona ayamudla ngimbone sethule engasakuphenduli.
Syabonga udinga induku uyeyisa naloMbali wakhe🤞🤞akashayiwe lomfana
Iqiniso ubolile lomfana nentombi yakhe...samuel
Yadelela lentwana aykaze ithole ontanga bayo kodwake cc stetelegu sycela lendaba ingalalinje iythathelw' inyathelo ayiswe phambili
Sad episode indeed. The ekder brother is too much if himself and its a family house.Justice will be served uf the house is sold the brothers get 50/50 share
Akaboshwe lesidwedwe somfana sies man nginyanyile yoooh
Wena Mbali uzobhidliza imizi yabantu,ulandela ibhodwe elinconsayo,uyalamba kini,uzokipita ngoba ufuna ukudla,eskhundleni sokwakha utshele leslima Sakho ukt singahlukumezi umfwabo
Wena mbali uwu msoon nale mpongo yakho kuse mhlabeni la,akukho nje okuhle okunifanela niyi mgodoyi nje😢Ave kubuhlungu,cha usebenze kanzima Stetelegu wethu❤❤
Cha uyakudina umbali Bucie😂😂😂😂
@@LuckyNsutsha yoooo ngysyidinga cancelling after le episode 😂
@@buciemaphosa3954 🤣🤣🤣🤣
@@buciemaphosa3954hey bucie Waze wamuhle ❤
Mbali akathule akona kubo Lana ngelinye ilanga Mbally zokbamba izintambo zolwembu wena mfana naleskebereshe esize ngemali
Ngaze ngamuhalela umfana ngequpha ngiyintombazane yeeer 😢😢😢angikaze nginyanye kanj
The best presenter keep it up my sister we love you and we are with you in everything you do may God bless you give you more strength
Mbali awuyena umakoti .Uyi girl friend kodwa ukhulumela phezulu ngathi wakhishelwa izinkomo
Phindela kini wenondindwa
akaye kubo lo
Nalo Mbali ubukeka eyiphethe lendoda inoba uyambeta
Watching from overseas,syabonga Stetelegu.Awdayiswe lomuzi bacazelane imali,finish & klaar❤
Elami lelo bafo uma ikhona indlela u Stetelegu mthinte umtshele ukuthi lengane kumele ithole isabelo sayo ayikho lento yokuthi ingaze iye ezintandaneni inekubo chaa
Ngivumelana nawe
I wish to hear about that Mbali in the next 3yrs😢😢She's the one who causes fights between the brothers....evil girlfriend
Pls take him stete cc n he will be one of our lawyer tomor❤❤❤❤
Lawyer yamamga
Sisi please let these house be sold so that the young one get his share. The big brother forgot that is not his child. He is not the king please let the law take it's course!!! Don't just leave this case like these.
That's the only situation here the house must be sold ..
Please!!!
@@asanda494yes abaphume bonke angamyeki usile lobhuti kuthengiswe lendlu
Yoh cc waze wamtshela kodwa umama laphekhona uyophendula nemali izophela
Waze waluhlaza umfana nalezingovolo zalentombazane
Kodwa baphi obuti basethekwini, beyoshaya lenja
😭😭😭 Kubuhlungu
Location pls
Mina wena mfana ngiyakuhalela one mpama yeyisa wena kaze shawe
😅yazi lomfana ashayiwe ngampel ngeke
I can't wait for full episode
USanele akayocela usizo lokuthola inxenye yomuzi wakubo e court. Abahlanganyele noma bahlukaniselane umuzi lowo. USiyabonga uyadelela
Aphinde amisekwayilemali angasayitholilo hherodi
Ngaze ngayithanda comment
Kakhulu
They have a 50/50 share in their mothers estate. How come this one now thinks he is the Landlord? When did he ever work for that estate? Small mind, empty headed. He is an owner now? How so? Stetelegu, please help this boy get legal help.
Mbali, it's a matter of time sisi. I so hope uyothola likini lisekhona when that man shows you his true colours!!
So Mbali is an advocate now? Oh wow!!!
In this world you boast with what you have worked for. Siyabonga what have you achieved at your age?
Isphukuphuku lesi nxah ey lomfana ngaze ngamhalela ngenduku yeses
Eeeei amukho umuntu ongamhaleli
Eissh mfetu ngiyayifuna lenja
Uyayihalela inja kinenja uyibonayo la aybo akayona inja inja uwena 😡😡
Geba...👏
Waze wayisilima weSya nalo"Mbali
😢😢😢 Kwaze kwanzima this guy will remember this day nalamazwi ka Stetelegu. Kuyomqoqa ukuhlwa lomjita🤞lo mbali wakhe uyobe engasekho
Unenhliziyo kodwa Stetelegu 😘😘 Waze wangicika lo bhuti methi umama wafa,
Ngihalela uSyabonga ngequpha ngimhlube ngimxhimfe kuzekushoyena ukuthi ngyaxolisa yerrr
Ey nam ngiyamhalel nge spin kick
Uyindlovukazi we sisi Stetelegu. Bayede!!! Take your flower Queen!!!
Wena mbali ingaske uvale lomlomo nondaba zabantu ake ugoduke bayakdinga kini
Angazi yini ayikhulumayo ngoba yinto yomdeni lena mxxm uyabheda looo
@@NonkululekoNonkululeko-t7i iziphukuphuku lez nxxx ungat msmz wakho wafa ube udla imali yakhe uphinde uhlale emzin wakhe yey lomfana akamazi Nkulunkulu waze wangdina😰
Mhlampe nomawakhe wayemshaya
@@manahnojiyeza5863 nam ndyasola
Iziyalo zakho mntanami,zinamandla,qhubeka nomsebenzi omuhle🎉
Lezingovolo izona ezinomthelela😂😂😂
Uyinja Siyabonga ungudoti
Remember bhuti what goes around comes back around.
Sanele you are going to make it God is with you.❤
Inye imini esisidenge Siyabonga
Mmmm amakhulu amazwi akho Sisi eyi kwaze kwanzima.
Inkantolo ayidayise lomuzi bahlukanise phakathi😢😢😢ngaze ngabuhlungu...mina nginaye umfowethu sashiwa ugogo ngaphandle kwefa uhluphile ehambe enze konke but bengimlanda ngithethise kuningi nke but lo bengamshayeli ukumkhuza ubevele efuna ahambe losathane
Impela awudayiswe umuzi bese imali yabiwe kakhle
Awudayiswe umuzi no sanele azophila mnadi mandlovu you are the best presenter muhle umsebenzi wakho❤
Mayithengiswe lendlu mayihlule ngemali .Asukwakhe kukubo .Ufuna umthetho .Usile xem.Ngaze ngafunda ngiyoyenza I WILL manje like as in today 😮😮
Qiniso lelo mfwethu
Alikho iqiniso elidlula lelo, sisi Stetelegu ngicela uzame ithengiswe leyondlu ngeke sisi nceda, lo devel no Mbali wakhe ababi e plan indlu for sale 🙏🙏
Ei ncono ukuthi uyadayiswa lomuzi
Makahambe umbali
Siyabonga sisi ngomsebenzi wakho omuhle owenzayo may God bless you and give you more wisdom to help the weak out there🙏
Kuhle ukwenza iWILL singabazali ukuvikela yonke lento
Qiniso
Kunjalo and akusiko kahle ukubhala umntfwana oyedwa wona make wakhe😢😢
😂@@Cmmymtimandze
Ubafo usezomshaya umhlaba ulahla igazi lakhe ngenxa yentombazane izophela imali amshiye lo Mbali wakhe usezomshaya ezimathontsi🤞🤞
@@SathulaaUyanda yaphela nje imali, uMbali uyophosa lesisiqhwaga esiyatshuliwe sizama ukubaleka ezikhindini.
Stetelegu, you are one of the best journalists I know. Keep it up, Sisi.
Uzoba namabhadi wena rubbish
Kodwa Stetelegu ave uwshaya umsebenz wakho,nglokh ngthenje wow.
Stetelegu makaboshwe loyo syacela . Umthetho mawudlale indawo yawo SA. Mbali hamba kini mkipiti ndini. Msizeni ningamshiyi lapho mayithengiswe lendlu bahlukaniselane labafo ababili. UJehova uzokushaya mbali uzolunga umhlaba lo, sibaningi sibhekile.
Ningamshiyi loyomntwana izombulala inja le
Sisi Stetelegu please my sister help . Find ways to sue this abuser please and this house must be sold and each must get a share and start afresh. Umuzi wabo bobabili labafana not uMbali. Help please 😭😭😭😭
Stetelegu cc waze wannhliziyo enhle enobuntu❤❤❤.Ngikufisela okuhle kodwa Cthandwa Sam I engat UNkulunkulu engakubusisa eze ebusiso ngisho inzalo yakho cc.Uyiqhawe kithi Syaziqhenya ngawe siyi South Africa uyimbokodo cc❤.Ngiswele amazwi cc kuhle kakhulu okwenzela iczwe sakithi.Syakuthanda cc ungawushintshi umoya wakho cyabadinga abantu abafana na we ezweni lethu cyabonga cc.Ngifisa Le show ize ngapha Ku DSTV izocza abantu abaningi god bless you❤❤❤
I think u cc must also help this boy to found out about money from umama
Before they sale the house they must know what n how much mom left for them,n I'd brother eate the money of that boy thet sell house n get all the money from her side
Stetelegu I love you my daughter you're so good my favourite actor I love so much my daughter you are good lady wow stetelegu you are my favourite actor
Ay uwmama kodwa Ndlovukazi ngyakuvuma amazwi aphuma kuwe ayaphilisa ❤myeken londlavin owbhuti wakhe kungekudala zizomnetha engaze Kahle igazi lakhe pho
Lonondindwa akamuke kubo ayeke ukuzoxova eMzini yabant,,ihheeee yaz lomfana uzozisola neNhloko enkulu nd akahloniphi shem uzethi uMah wafa😮yooh
Nami lingithusile ke lelo😢
Ave kungphathe kabi 😢
Mina umbono wami bekungeke yini kudayiseke lomuzi kutholakale inkece nomunye athole umjondolo wakhe bese kuyabonakala ukuthi lesiqhwaga esikipitisile kusazokwenzeka njani ngoba angiboni ilungiseka le nalabobhuti ohamba nabo bayabekezela ebadelela kanje awubayeke bathi ukumchaphuna lombhemu 🤞
Uma kuqhubeka kanje iziphela imali leliphara liwuthengise nalenxavula yempoxela yentombazane
Muhle umsebenzi wakho stetelegu siyabonga
That's true se bam mshaye botanga yakhe.
Hai bo umama wafa kwazekwabuhlungu igalfriend yona izoqhetha la umfowabo yena azule emgwaqeni iqhalaqhala bo leli lizobhidliza hamba kini mkhenke kusele Bani kini uzodla ifa elingalona elakho wemame ubaba wamnika thula mkipiti liyeza elakho ilanga nalesisilima izophela imali basishiye uhlalele imali lodoti engage Kubo uxoshwe yini💔💔💔
Isazokhala lendoda, u Mbali uzele imali, syazazi izinto ezinjena. 💔
Hi cc, eish kwaze kwaba buhlungu shem umfana. Engikwaziyo ukuthi likhona ilanga elihla amanye.. Impela muhle umsebenzi owenzayo.. UNkulunkulu akuphe amandla unga dinwa.a
Wow BigUp Stetelegu u are so i teligent God keep on blessing u my daughter❤❤❤
Indlela nje akhuluma ngayo Syabonga,ukuthi athi mah wakhe wafa yoohh!! Akananhlonipho Uhlulwa yini ukuthi mah wabo washona uzophenduka 1 day mah wakhe ethuneni Koba sengathi uloyiwe, akana ngqondo Syabonga
😢😢😢😢one day is one day uzohlupheka lomfana
Moobopheni somafà iyedelela
Ndiqaphele Kanye lonto ke nam
Wy engamshadi if bathandana impela. Uzokhala 1 day uMbali.
Umama wabulawa yini mhlampe bekamshaya nje 😢😢😢lapho our government is really really failing us ..cz this kind of person doesn't deserve to be among us
Akayejele beyom fixer
Exactly plus there's a lot of evidence
Cabanga nje ukuthi ungathi umama wakho wafa? Maybe wabulawa nguye lomfana
Ey maybe kunjalo uyinja lomgodoyi uyangicika nkosiyami weeeeee 🙌
Kyacaca ubengamhloniphi ngisho unina lo ngoba akambizi ngomama if ekhuluma ngaye uhlaza lodoti
Stetelegu is good at this, she cracks me when she says I wish we were allowed to let the bouncers beat loSiya.
Can't wait for part 2 of this
Watching from Soweto Johannesburg thank you cc you doing the good job
UMbali owone lomndeni, ubona sekukwakhe. Ngcela nimfake udukanezwe, uSyabonga wasala yedwa uzosbona isdingo samfowabo. Khiphani lonondindwa onamanga, idungamuzi leli and nakubo abasamfuni uMbali coz ukhohlakele. Sanele engath ungakhula ufunde, ube yilenyo oyfisayo ksasa. We love you more boy boy uNkulunkulu angeke akudele
Uma esefile wenja hamba uyofuna ukukhuluma
true 🤞usedinga udukanezwe,naye umfowabo usanele ahambe angaziwa
Part 2 plz akaboshwe looo akaboshwe
Ayi akaboshwe
Asiboshwe vele leskhohlakali
😢😢Akaboshwe kube sekudayiswa ngomuzi bahlulelwe imali
Yes akaboshwe lohh ngob wamshay waz waphum sibhedlel akasebenzise lawo ma file kuthi ambophr
Akaboshwe lo doti for domestic violence
I also love the lady doing good job ❤❤❤
Wawuqhatha wawuqeda umndeni wembali kazi kini waxoshwa yini ,wena syabonga kumele uboshwe awukwazi ukushaya umuntu eyolala esbhedlela
kodwa ziphi izinsizwa madoda zizoteka lomkokoroshe owuyisiyabonga
mbali hamba esikoleni nesingisi esihlaza
Uyinja nje uMbali akakhombisi Kuba umuntu wesfazane ngapha indoda ayondli ingane ekhona azi kahle khona ingane uthuleleni yena
Stetelegu awudayiswe umuzi kuphele ukuphapha kobhuti omdala
Ngiyakweseka lapho nemali ayivalwe
Nami ngyasekela...
And uyaphapha to much no bubi
Ngatsi vele kuncono utsengiswe mbamba 😢😢😢
Yoooh this show makes me cry ..I'm thinking of my last born ..xa ndinokufa bawo yooooh ...ufanelwe yijele lo Sitabonga pls Stetelegu help this kid this is so sad help him to go to school 🙏
Kwamina ngicabanga ngisho ukyokwenza Will nje ngshiyele uthumbu wami izinto zami bangaze bamxoshe sengifile
Syabonga uyagula ..Sanele ngikufisela inhlanhla uMusa wakho sisi Stetelegu.uThixo akuphe amandla ..!
WeMbali naloyo Syabonga wakho phumani owenu umuzi wenaMbali hamba kini cc uzoxova naloSyabonga uyisilima akaphili
Hayi wena sisi wase Melmoth abakuyeke, this is way beyond excellent. Very good communication skills. Uya kude. 💪
Kodwa stetelegu cha uphiwe shame ngyakuvuma unesiphiwo
Akaphume lowo nonkroyi wentombazane. Ungaxolisi Stetelegu ngokukhipha lonondindwa ongu Mbali. Uzoxova umuzi. Ubhuti omdala yena uzoshaywa uNkulunkulu. Kade sasibabona abanjengaye beshaywa u Nkulunkulu.
Nalentombazane
U zokushaya umhlaba mfana wami a ngeke u kholwe amehlo wakho
Ooh karma will find them
Okungapheli kuyahlola
AS A PARENT I AM CRYING FOR WHAT THIS BOY DOING TO HIS BROTHER. WHAT HE IS DOING, HE IS CALLING CURSES UPON HIS LIFE.
MAY GOD DELIVER HIM THIS ANGER THAT HE HAVE. I HATE THE DEVIL OF WHAT HE IS DOING TO PEOPLE. THEY ARE BROTHERS.
HE WAS SUPPOSED TO TAKE CARE OF HIS BROTHER. MAY GOD HELP THIS LITTLE BOY AND TAKE CARE OF HIM. THIS GIRL THAT HE IS STAYING WITH HIM SHE WAS SUPPOSE TO HELP THEM, THAN SEPARATING THEM.
MAY GOD PROTECT YOU SON❤
It was not simple to watch this episode until the end... very painful but he will remember you 😭😭😭
Mmmmmm 😢😢😢😢
What a sad episode. Yho akantliziyo Lo bhuti noMbali wakhe. Akanambeko uthi umama wakhe wafa
mmmm haibo uMama wafa tuuuuu akukho nhlonipho n wisdom ayikho la
Ey akobe uyabona Jesu. Into ngyaziyo ukuthi uNkulunkulu akasigqoki iskhindi ngoba akayena umfana. Isizulu sona sithi lithatha osemsamo limbeke emnyango...
Makhulu lamazwi mtaka baba. 👏
STETELEGU NGICELA UNGIXHUMALISE NO SANELE NGYACABANGA ZKHONA IMPAHLA ANGAZTHOLA KU ODROP WAMI😢😢😢😢😢😢
Stetelegu please help Sanele to open a case against his brother cause clearly he's admitting a thousand times that he's abusing his little brother. Also please involve the court to share the house amongst the siblings cause no Siyabonga ucoma ngo ZERO
Ba share namali
I second you! UMbali uyinja😢
Yebo Siyabonga unenkinga, end of the day awunalutho yhuuu ngathi angathola untanga wakhe amnabise ngenduku
Yinja uSyabonga engathi engathola isikebhe lona ufuna ukudla umuzi yedwa ngyahalela ukumshaya lona futy usazohupheka ngalento ayenzayo
Wembhali kawuthele Mahalia nja ngodoyini umunbi nje Mahalia salukazi😊
Mbali ngamazinyo avula itin lefish waze wanyanyisa bo ,ungezwa njani kuwumfowenu omadabudabu so ,kuzophela lakuwe sfebendini
Akahambe u Bali ayekubo
Nengovolo
Nomathemba dube😂😂😂😂😂😂😂 ungihlekiselani... amazinyo aMbali avula ini
Siyabonga sisi Sitetelegu.Lento yalelikhaya ibimdinga umama uZanele Mbokazi-Nkambule.Makalale ngoxolo.
But lentombazane ngathi imdlisile lentombazane
This Syabonga guy unginyanyisa masethi unina as if yena akamzali phindathi umama wafa shwele owami umama uyoshona soze afe 😭😭😭😭😭
Lonto mina ngise ngacabanga ukuthi uthi akanasandla ekushoneni kwamhawakhe hayi uyothusa
Ngaze ngakuhalela weSiyabonga ngoba ngathi ukwazikancono ushaya safanele uzelana sikugibise ngodonka kuphume leligazi elishisayo la ekhandalakho
Ngyafisa sengath engakhishwa ngomthetho lomfan kulomuzi uyanginyanyisa
Uyanginyanyisa lomfana
Nami l wish yoooh ngoba uyadelela lobhuti omdala💔😭
Akahambi ngani eyokipita kwakhe ashiye lengane ekhaya..makakhishwe Stetelegu
How can I help this little boy. There is something I want to give for clothes
Yoo waze wadelela usiyabonga nkosiyami 😭 siyabonga sisi stetelegu umuhle umsebenzi wakho kwangath unkulunkulu angakubusisa ❤❤
Family court must help this boy the house must be sold nd they should share half half I'm in so much pain
Siyabonga dear brother, please remember, 'what goes around comes around'.
This is NOT the end of the road'.
Steteleku you've tried your best, give it to GOD my sister. Answer is coming soon. I ❤ u Steteleku God is there..
Waze weyisa uSyabonga💔💔💔ngamfisela isbhaxu esibi
Ñgase ngayihalela lenja ukuthi ishawe nje nxaaa siyabonga doti
😢😢Ngaze ngamenyanya lo Mbali wakhona
Ely imvubu uyithele umzimba woke mfethu
Kwamina ngyabahalela bobabili jesu ngaze ngabahalela
Umbali wokwenzani yena lo ukhuluma emizini yabantu
Udinga unyiswa nje uSiyabonga ayikho enye into ayidingayo ngoba akamazi omunye umuntu
Samubamba isgora samqukula😂😂😂ngaze ngasithanda isigora
😂😂😂😂
Wabuya Le phezulu
Hahahaha nami ngihleke kakhulu ngibona isigora simthwele 😂😂😂😂😂
😂😂nawe ufisa sikuqukule
Savelelwa oMbali😂😂😂
Sisi wami ❤ayisekho into esàzoyenzeka kulowo muzi inkinga yiloyo girl nemithi igayiwe lapho we sisi wami susani leyongani lapho loyo mfana ufuna ukulungiswa ngendlela yomthetho noma umphaksthi nomndeni wabo uuadelela loyo mfana hudodi yenzani ngendlela akaphume lapho kubuyele ingani kwabo loyo bhuti angambulala ehluleka ukondla ingani yakhe makaboshwe uzoqonda masebuya e jele ayobona ezinye ezifananaye kubuhlungu ngempela izongane zomuntu ziphila kanje hawu sisi nceda bo❤❤❤
Ave sikuthanda Siyi country Stetelegu uyawenza umsebenzi my love❤
Ubhuti yazi ngelinyilanga uyoysola sebemlahle bonke...sekajikelwa even yilentombyakhe...uyodinga ubhuti wakhe omncane
Ubhuti yazi ngelinyilanga uyoysola sebemlahle bonke...sekajikelwa even yilentombyakhe...uyodinga ubhuti wakhe omncane
Siyabonga steteleku mthathe xem my god bless 🙌 🙏
Uyadelela lomfana ngicikwa yilo nondindwa😢
Basadinga ukuthintwathintwa Laba nxaaaa
Sisi stetelegu siyabonga.Vulisani uSanele icala.kudayiswe umuzi.kubonakale nembali yayingakanani.ukuze nayo kube uhalf half .okungenani ingxenye esele iye kuSanele ukuze aziqhube eskoleni.plz amen cc .angifuni ukukhuluma ngoMbali isgebengu esidala
Jehovah ngaze ngabahalela shame kodwa bathi abadala "LITHATHA OSEMNYANGO LIMBEKE EMSAMO LITHATHE OSEMNYANGO LIMBEKE EMSAMO🤞izophela imali boshiphelana
Eyi wasikhuluma isiminya
Ngaze ngachazeka amazing kaStetelegu ,waze wamtshela lomfana and zizojika izinto
You work very hard mogirl keep on helping the helpless
Uzenza ubaba walomzi Akona kwako nine share kulo ndlu
Idikhohlwakali sikabhudi sidla imali llezifebe nguye owabulala umama wakhe
Ngicela ukwazi ukt uyasho yini ukt umawakho wafa
@@thembiencube-s2uungazusho njalo,negama amane elikhipha,"wafa uNina"
@@nosiphothembekathembeka4582hheyi nami lingimangazile.. Athi wafa😭😭😭
Kuthiwa Umama ushonile werubbish ukhuluma ukwedelela nje umhlaba awuwazi
Sdididi lesi ungath umzali wakho wafa aybo akaphili ekhanda lo isyingayinga nje
😮and akanangqondo lona islima somfona yoh inja mmh akawazi umhlaba sazokshaya mfana
Ulimele ekhanda lomfana ubhuti omdala wamasimba
Mbali she's there for money the guy can't support his child because of mbali mbali will leave this guy one day
She's there to secure the bag
Very sad
Oo Mbali ba wrong nje😂😂😂
UMbali isgebengu........
Kuhlanyiswa uMbali lokhu..isthothobala sendoda...kudlisiwe lokhu
Ngifisa kufike uGinger azokhulula lempatha
😂😂😂 Lomfana uyeyisa yazi akamazi umuntu yaziii ufuna impama enkulu emehlweniiiii
Stetelegu you have said a mouthful.God bless you my sister.
Wamtshela cc lo siyabonga odelela nombali wakhe okipitile bacabanga ukuthi bayabukwa stetelegu qhubeka cc nomsebenzi wakho omuhle unkulunkulu akwenze kahle asigcinele wena cc.❤❤❤❤🎉
Yhooo waze wawakhulum amazwi abuhlakan ekugcinen Uma enendlebe uzozwa kodw makut akanandlebe angeke azwe lutho 🥰🥰🥰🥰🙏🙏🙏🙏🙏 cha ngyabonga indlela othathe ngayo loludaba akbusise njalo unkulunkul aqhubeke njalo akukhulise fut
@@SandileMsenties phela ispukuphuku sesdom esifana nalesiya sicabanga ukuthi sihlakaniphile kodwa la kusemhlabeni uzoqonda le ayenzayo uzoyivuna ioya sathane womuntu yena ucabanga kuthi uhlakaniphile
"𝗜 𝗱𝗼 𝗺𝘆 𝗿𝗲𝘀𝗲𝗰𝗵" 𝗮𝘆𝗶 𝘀𝘂𝗸𝗮 𝗺𝗮𝗻 𝘂𝘆𝗮𝘆𝗲𝗻𝘇𝗮 𝗹𝗲𝗻𝘁𝗼 𝗠𝗸𝗵𝗮𝘆𝗮🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉
Wenza best we Research umkhaya
Cha mama uyawakhuluma amagama azokwenza uzisole nkulumo zakho ziyakha stetelehu ngyakuthanda waze weyisa umfana ngifisa ngathi ingane ingaphumelele laba bashawe uhlaba❤
Stetelegu beautiful words there at the end and am telling you Siyabonga will call you
kodwa Stetelegu uyangijabulisa Uma ngikuzwa UKHULUMA iqiniso ngaloluhlobo Qhubeka Stetelegu siyakulandela fth SIYANITHANDA 🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🥰🥰🥰🥰🥰🥰👏👏👏👏👏👌
Lomfana uSyabonga uhlalaphi kengimcele iqhude
Awuphuthume ngempela usePheonix
Please kubheke ePhoenox asicele Stetelegu akunike location lesisikelemu neke sikuhlule masikuhlula ubize mina
Where this brother we are taking this matter in our hands now please drop location guys I’m in
Akhe niyeni impela udinga uboniswa indlela
Location please
Manner of approach you have it gives that dignity 🥰👌