Bengishade nomuntu engingamazi nhlobo, ENEZIMFIHLO | NGABUYELANI EMENDWENI? | S1 - EP 46

Поділитися
Вставка

КОМЕНТАРІ • 43

  • @SipheleleGumede-p3e
    @SipheleleGumede-p3e 5 місяців тому +15

    Hmmm kubalulekile ukwazi umuntu ozomshanda

  • @saniamashaba2313
    @saniamashaba2313 5 місяців тому +7

    Kunalengona ka Percy Slegde ethi
    TAKE TIME TO KNOW HER😂😂😂😂

  • @MmapiElizabeth
    @MmapiElizabeth 5 місяців тому +4

    Your story is a good example about marriage that is based on lies from the Start and you never got to know each other then reason for maybe him marrying four wives was isthembu but you were never informed now he's a traditional healer which is another secret I'm glad that you decided to leave the men and move on

  • @hlengiwemakhathini1669
    @hlengiwemakhathini1669 4 місяці тому +1

    Ei eyokungawazi umndeni wakhe kodwa...1st and the most dangerous RED Flag

  • @JabuDladla-xz1ty
    @JabuDladla-xz1ty 5 місяців тому +4

    Kanti lemibuzo yokuthi umuntu uganiwe yini, unazo yini izingane aniyibuzi ngani ngoba ifanele ukubuzwa ngasekuqaleni nisaqala ukuxoxa.

    • @Me-xoxoz
      @Me-xoxoz 5 місяців тому

      Njengoba usizwa waphika ebuzwa okutsho he might have denied having any relationship or children ekuqaleni.

  • @zamambhele242
    @zamambhele242 5 місяців тому +8

    It’s good to date a person for a while before u get married

    • @thembidaniels6038
      @thembidaniels6038 5 місяців тому +3

      I dated a guy for 3 years but after married things change lots of surprises 😂

    • @anitatumeka1466
      @anitatumeka1466 5 місяців тому +3

      😅Uyabona mesesi late kanje, sifuna nje ivele ziwushaye kuqala, before we date😅nise kabi nina

    • @saniamashaba2313
      @saniamashaba2313 5 місяців тому +2

      😂😂yabona amadoda uzohlala naye for years or umshade for year's umesefuna ukukugila uzokugila kahle nje it's in their veins

    • @Me-xoxoz
      @Me-xoxoz 5 місяців тому +1

      @@thembidaniels6038 married for 5 years. Had a child and separated before child turned one. Wavele watshintsha nje 360 degrees.

  • @cebekhulusinenhlanhla6731
    @cebekhulusinenhlanhla6731 5 місяців тому +3

    Njengoba bekade ngishilo komunye ukuthi abantu abayeke ukuthanda umshado ngathi aniphilile ngamakhanda.

    • @sinazomakileni3938
      @sinazomakileni3938 5 місяців тому +1

      bazokwenzenjani sometimes they are put under pressure by families🥲🥲

    • @cebekhulusinenhlanhla6731
      @cebekhulusinenhlanhla6731 5 місяців тому

      She was not under pressure. Her mother told her ukuthi it still too early.

  • @samelihle
    @samelihle 5 місяців тому +2

    Phephisa cc akekho umuntu ophila kulomhlaba onelungelo lokwahlulela , syabonga ngoba usuryt empilweni❤❤❤❤

  • @Omnyama7
    @Omnyama7 5 місяців тому +1

    Inkinga enkulu ilento yokudunyeliswa ukudizelwa ngemali bese umuntu akhohlwe ukubheka izinto ezibalulekile

  • @cecilialourens9055
    @cecilialourens9055 5 місяців тому +3

    According to a person's background,yes u can b able to know that but, reading a person like a book that's impossible because,some people can b with u for 5 years b4 marrying u and,u can find out more about him after another 5 years of marriage or after he has passed away

    • @Me-xoxoz
      @Me-xoxoz 5 місяців тому

      For me it was 5 years after marriage he changed 360 degrees.

  • @EskaLwandle
    @EskaLwandle 4 місяці тому +1

    Wawuhlangene nexoki alingakwazi ukumala izinto zakhe

  • @fadzaidickson58
    @fadzaidickson58 5 місяців тому +2

    That's the problem with kids that lack play therapy

  • @thandigwala4365
    @thandigwala4365 3 місяці тому

    Mhlawumbe ubhuti wathwala ngengane yakho.
    Kwakufanele unothise ngokungabibikho kwezihlobo.

  • @snenhlahlankwanyana9550
    @snenhlahlankwanyana9550 5 місяців тому +4

    Eyesandla senyonii kodwa😂😂😂😂

  • @EdnaSwart-m7g
    @EdnaSwart-m7g Місяць тому

    Red flag no family members at wedding only cousin A big no for me🙆🏿‍♀️🙆🏿‍♀️

  • @ThulisileMsweni-zo9bb
    @ThulisileMsweni-zo9bb 4 місяці тому

    😂naba khuluma nge movie basho le engiyibuke la😂😂😂😂

  • @GrandCentralPlace
    @GrandCentralPlace 5 місяців тому

    Nawe kwakufanele ukubuza ekuqaleni ngoba nawe ,unengane manje nawe wajabuliswa amalunch ,nokugibeliswa emotweni

  • @fundiswamendu1307
    @fundiswamendu1307 3 місяці тому

    Kwaze kwanzima cc and wanceda ubuyele kuni yhoo

  • @J1991-u6t
    @J1991-u6t 3 місяці тому

    No family was redflag sisi .

  • @NoluthandoNyawose
    @NoluthandoNyawose 4 місяці тому

    Uyabhora sorry

  • @NtokozoNtobeko-l5n
    @NtokozoNtobeko-l5n 4 місяці тому

    Sore n soe

  • @PhumelelePrincess-ee5uc
    @PhumelelePrincess-ee5uc 5 місяців тому +1

    Thank you so much my sister

  • @siphiwegwala
    @siphiwegwala 5 місяців тому +3

    Hheyi sinzima isitory sakho kona kubalulekile ukuzinika kahle isikhathi sokumfunda umuntu uze umazi kahle

  • @mapulankomo1494
    @mapulankomo1494 5 місяців тому

    Umuhle sissie unesizotha😅

  • @mangosejulia4565
    @mangosejulia4565 5 місяців тому

    Bezothwala ngawe 😂😂😂

  • @nofikatikilili5
    @nofikatikilili5 5 місяців тому

    Inyoni inesandla na haibo isizulu sinjani na secret sisi usayibambile

  • @celesilemaya956
    @celesilemaya956 5 місяців тому

    😂😂😂 negama lakho likhona wee oooh

  • @NoksFuze
    @NoksFuze 4 місяці тому

    Izandla zezinyoni

  • @sthabilesokhela2728
    @sthabilesokhela2728 5 місяців тому

    Too many ads wuu🙄

  • @nondumisotundube8616
    @nondumisotundube8616 5 місяців тому

    Yooo Sgaxa after Sgaxa

  • @KonkeMhlanga
    @KonkeMhlanga 5 місяців тому

    Ncese cc

  • @NokwethembaNzuza
    @NokwethembaNzuza 5 місяців тому

    Mmh

  • @StembileJs
    @StembileJs 5 місяців тому

    🎉🎉🎉