Yabonga Gatsheni mayecula ngivele ngihlengezele izinyembezi ngoba izwi lakho lingishaya ngaphakathi... sengathi unkulunkulu engamupha amandla akwazi ukuyaphambili nomcula wakhe... zombili nje izinsizwa ngicela inkosi ibamphe amandla. umnandi umculo wenu ... sengathi nabaphathi bomskandi bengani recognizer Kanye ne talent lenu muhle umsebenzi wenu futhi sizoqhubeka siwu support ♥️ ngothando 💜 keep up the good work 👏 God will open will open door for you guys.
The best underrated maskandi, u Gatsheni uhlula ngisho laba abazitshela ukuthi banswempu.
I king 👑 yama hit le 🔥 🔥 🔥 🔥 🔥
Yabonga Gatsheni mayecula ngivele ngihlengezele izinyembezi ngoba izwi lakho lingishaya ngaphakathi... sengathi unkulunkulu engamupha amandla akwazi ukuyaphambili nomcula wakhe... zombili nje izinsizwa ngicela inkosi ibamphe amandla. umnandi umculo wenu ... sengathi nabaphathi bomskandi bengani recognizer Kanye ne talent lenu muhle umsebenzi wenu futhi sizoqhubeka siwu support ♥️ ngothando 💜 keep up the good work 👏 God will open will open door for you guys.
Ay uya backer Mnikezwa ubuqili bayo💥💥💥💥
Akanamona umnikezwa 🔥🤝 sengathi umculo walendoda ungakhula uye kude Naye futh u gatsheni ❤️🔥
King of backings mnikezwa
Ubuqili bentethe , syabonga Mnikezwa🙏... uGatsheni uza ne hit futhi nakule album ezayo, naloshuni walensizwa muhle fokofo.
Igagu lasophongolo Ay ngempela AMABHINCA ASEJIKILE🔥🔥🔥
UGatshe kahle kahle is international ✈️
Ngikubona konke kodwa ingoma akangene ngayo umfoka Ngubane 🔥🔥🔥
Ngiyazivuma lezinsizwa zombili ngama Live Backings. Bahlangane ngathi basebenza ndawonye.
❤Mnikezwaaa ai mfw2 kulungile
Ngyabonga kuMbuso wamaciko ngoGatsheni noMnikezwa. Syawathanda amaciko akithi khuphukani Maqhawe🔥🔥🔥🔥🔥ucula ushuni wakho omnandi Gatsheni khula qhawe
Smakwana sikashafuza Mnikezwa uhloniphekile umsebenzi wakho Nkabi ukube kuyangeqiniso emculweni ngabebonke ozakwenu bazthobanjengawe Up up Kyozekubone lonke isolezwe 🌟🙏
Aii Gatsheni unamandla mfowethu🤞🙌🙌🔥 bayoze bevume
Mmmmmmmmm Mnikezwaaa wangkhumbuzaaa Mjiks ngabe libheke leeee muva ikepiss manje sukaaaa
Yazi Gatsheni no mnikezwa bakhule kakhulu emqondweni kuno qhawe lami, imifaniswano ayiphele serious
Khuphukani zinsizwa engizithandela zona 💪💪❤️❤️❤️aw gatsheni 💪💪💥nawe Smakwana💪💪💥
Yes
Sekufike enkulu Makufike ismakwana kade ngangifisa ukt lendoda ibesebalazweni ngoba inayo ingoma ai kancane
WAAAAA wangena Mnikezwa mft❤❤❤❤❤
Bambisana kamnandi yezwa yoooh
Smakwana noGatsheni🔥🔥🔥🎸🎸🎸
They requested me after bebuya Lana...bayaphila labantu🔥
I 🙌 zendlul'khanda bafwt syabonga kakhulu
Umaskandi ngiyawphila yingakho kuhlala kuyintokozo kimi ukulalela umculi kamskand noma imuphi
#UMBUSO WAMACIKO#
Go Gatsheni Go🕺🏾🕺🏾
Mna igagu ngilithand ukudlul bonk abaculo ( up ndoda yasophongol )❤❤🙏🏽😊
Hai uyawudlala u-bass guitar owuxebula lapho 🤞uhlekisa umuntu ecashile..ezakhe lezo ezintsha😂😂
Bass Guitar 🎸🎸👌
Mnikezwa yacul qhawe buqili bentethe ✌✌
NPG stand up! Danko Boyabenyathi! 💯🔥❤️
Khuphuka laphoo Gatsheni mfani wam awuuuuu sukaaaaa .....
Wena Gatsheni hamba emeNdweni uyogana! Umuhle kakhulu lapho Mpongo kaZingelwayo! Uphinde futhi ube nguMalume wabo laboMaskandi!
Up lapho maqhawe❤️❤️🔥🔥🔥
Go Gatsheni Malume womaskand nawe Bhut u Mnikezwa
Up Mnikezwa up
UMnikezwa uvusa iBhova engomeni athi ngeyokuqala! Khuphuka Smakwana sikaShavuza!
Ngiyezwa mina🎉❤❤❤❤❤
Kodwa uhleko luka Gatsheni cha angilwazi kelolu🤣🤣🤣😅🤣
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂Luya phoxa
Mfoka katsheni🤣🤣 kodwa uyinkunzj ngyakvuma....bengingayaz ke lenye insizwa kodwa cha ikhona engomeni
Aibo kanti uphila kuliphi izwe ungazi umnikezwa noma usaqhuba loyo shuni wala maqhawe enu
Go Gatsheni Go
I sound setting ayihlelwanga kahle isginci, bass guitar ne keyboard akuhlangani. Engukathandayo amaphimbo abo kuseyiwona azwakala ezingomeni zabo eziqhoshiwe.
Lamadoda ayavana ❤
Bengihlezi ngizitshela ukt ivoice kaGatsheni yenziwe estudio, khuphuka lpo gatsheni
Go gatsheni go
Go
BASS GUITAR🎸🎸🔥🔥
Omakoti bonke bafikelwe
Ey ngavele ngalkhumbula iChalaha madoda 🕺
Gatsheni 🔥🔥🔥🔥
Salute lapho Gatsheni nawe mfoka Ngubane❤
Khuphuka mnikezwa Ngubane
UYAKHUPHUKA U-BASS GUITAR MANI HHAYI SUKA 🎸🔊🔊🔊🔊
Lomuntu kaBass guitar uyawudlala suuuuka, kmele abaculi abaningi bemsebenzise kuLive
Gatsheni ❤
Kodwa lengoma Gatsheni NGANGINEMALI💯💥🤝
Ngath ziyashake kodw ku Gatshen
Aw kodwa lamaqhawe up lapho ngyanizwa❤❤❤thana hhohha😂😂
Inhlonipho kulezinsizwa iphezulu sibonge
Up Gatsheni asiphelelanga, emendweni up
Khuphuka smakwana niyangibusisa bafwethu 💥
UGatsheni phansi opongolo ngiyabonga ngangivele ngishilo kuthi kushoda yena
Igagu lasoPhongolo🔥🔥🔥
🌟🌟🌟🌟🔥🔥🔥nakhuphuka madoda mhan
Ukuzithoba akubuzwa kinina nobabili up zinsizwa
Inkosi yamabackings iyabacker noma kudlalwa ushuni okungasiwo owayo up smakwana
Ai uGatsheni❤
Gatsheni 👌
Inkosi yama backings Mnikezwa
Mnikezwa unawo amahit Kaz yin le ebambile...kodwa manidlala ulive kzomele nithole abazonishayela isginci kbukeka siniphazamisa Uma nicula nibe nidlala sona..kodwa ikhono likhona futhi niyabadlula abanye boqhawe lami
Bass Guitar 🎸🎶🔥
Up Mnikezwa... ❤️🔥
Up up kunjalo kunjalo ngobakunjalonje up bafana bamiiii
U Mnikezwa uyayizwa lento ayenzayo iphila ngaphakathi kuyena
Up Smakwana Sika Shafuza ❤️😊🔥🔥🔥🔥🔥
Wena sisi ngoba uyintatheli, yin ongayenza ukfaka umkhaya wakho uMnikezwa kubantu???? Ngiyakhala ngalendoda 💔
Gatsheni up
❤ both ❤
Up Mpongo up, khuphuka weNgcukuman
Bass guitar 🎸
Gatsheni 💖
Zikhal'enyameni 🔥🔥🔥
Syabonga
Sisacela u phiwa manqele no sphesihle zulu
Akaculi nje u Sphesihle Zulu why ungaceli U Bonakele
Akaculi wenzani kweziNgoma zokhuzani noKing polite
Keep it up go Gatsheni
Inhle into abayenzayo lamajita besesidinwa yilokhu kushintshwana kwesginci esisodwa nointerviwer ngokubenqumanquma abaculi bezenzela intoyabo, nibobatshela babuye neyiginci zabo once ayiii.....bavumelana kahle bona bigup majita
Inkunzi uGatseni yooh
Mnikezwa kodwa bafwethu hhawu kodwa kulungile
Ey kulungile mfwethu
Up Gatsheni 👆
Aykhale
Ey indaba yokudlala isiginci nokucula sametime akuyona eyezingane inzima lento 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
🔥🔥🔥🔥
Ngyakuzwa Gatsheni
Kidibene amagagu angempela namhlanje. Ibambeni lapho nje maqhawe ami
Up Maqhawe
Ngigcwele lensizwa yaka Ndlovu, inama hit too much
Sacela nivule I botton loku download
Up Gatsheni
Wangena kamnandi uMnikezwa lana
Fokofo Mnikezwa mani... ubuqili bentethe
👏👏👏
ngyamuzw umnikezw mesho ukut ukut induna zibheka abant bazo
Ave zizithobile lezinsizwa madoda
Dunk smakwana👊🙌
Gatsheni Mkhaya khuphuka Lapho ne Smakwana
Nikahle madoda 🤞👌
❤️❤️❤️💯