yebo u Khuzuna wayifunda apha ingoma but akakayenzi ke into owayititshwayo🙃ingoma ka Khuzani ayina singqi njengeka Mgqumeni ....and when you take your time comparing ingoma ka Mgqumeni nezi zalaba bacula manje still uyabodlula even though zindala lezingoma
Uyabona ukuthi niyaphupha nje aniyazi neyiyona ingoma enithi yaqedelelwa wukhuzani ayi suka vele ayikho ingoma yebhova eyaqedelelwa ukhuzan la khohlisekani nje ngoba enikhohlisa njalo nje
Udakwe impela ingoma ya before I secret leyo umgqumeni wazenzela leyo album ephila ninga thatha ama chance la ku secret ngoba bekangasekho uyanya kanti
🎉🎉🎉 kodwa bakwethu aiy yasiculela kamnandii inkosi yomaskandi lana
Imnandi lengoma noma kuthiwa kwakukhona bani ayijiki so angisiboni isdingo sokulwela into enhle kangaka if wayengekho Khuzani okwakhe lokho uyiqambela yena amanga thina sizwa ubumnandi bomculo.❤❤❤❤❤
Ewu manene namanenekazi ngvumeleni uma ngithi akekho oyofika ku mgqumeni
Akekho ngempela🤞
Came here after listening "UGcwensa ne Bhova" by Khuzani. Makaqhubeke aphumle uMfo ka Khumalo sohlala simkhumbula, eyase Mandaba mayikhule iphumelele.
ukube kuyokhokhwa ukubuyisa umntu impela bengingeke ngiphele mandla okukhokhela ukubuya kwalendoda
Awu what a nice sing. I love you Kwakhe Khumalo
May your soul rest in peace
Ngyakutshela ngempela Thuli😍😍
Angifuni ukuqamba amanga kodwa lobaba akekho oyogqiba umgodi awumba.siyababona bezama ukupheka inyama kuvele izinkobe
Yohlala kukhumbule njalo Dlamazi.awusoze wasuka enhlizinyweni Yami sibayeke osduma ngabanye
Ukhona impela umgodi mulalele eyokqala
Kuhle ngoba uyazizwela nawe bhuti omdala 🤝
Nami mfowethu ngisalokhu ngibhekile ukuzwa
Lengoma ethi uyangifaka "uyangikhipha noma uyangikhipha" ngizwa izwi lika Khuba kusuka ekuqaleni ize iyophela!
Ilandelwe yilena ethi "ngiyakutshela we thuli"
Exactly
Wazibhekhela yona le dlala I secrete kuma backings uzozwa ukhuba ke lapho
Mina ngiyezwa ukuthi eyasemandaba ikhona la
Sicela ukungaqanjelwa amanga ngoba uKhuzani uqhamuke nendidane, #UmbhedoMustFall
Lol awuwazike umlando u Khuzani wavele eyoqendela umsebenzi ka mgqumeni kuphela uMtshengiseni wamthatha vele eseqalile ukucula abanye sebemazi
Indidane neBhova manzi no oil 😂😂😂sowavana nini nebhova
Soze ngakulibala mama noma sowalala kobandayo😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢
yaa isginxi sebhova hay chaa nyakvuma mfo kaKhumalo,mina anginayo inkinga ngokhuzahi ngoba empeleni wayekhona kule cd ma usazi kahle umculo kamaskandi uzokwazi lokho.lala kahle nkosi kamaskandi Mqgumeni
Sincel liyeke amanga bafethu
ngu khuzani owaqedela lengoma
uyabhekha okhuzani la uyezwakala
udakiwe
Ya kwezimbalwa uyezwakala ugibela izwi lika mgqumeni ngoba laselingasazwakal kahle
Angizwa khuzani ke kodwa mina la🙄 ngizwa ibhova nj
Lokho mft kuveza ubuciko bujaKhuzan wangena ngqo ezicathulwen zeBhova lana wangena wangazwakala ukt akusilona ibhova
Umbedo ke manje lo uphi loyo khuzani wenu manje ftsk maaan asizona izilima thina noma nicabanga ukuthi sibhema iglue sonke yhini
Memela Dlamanzi lalela ama backings a lengoma ethi inhliziyo zethu ....bese ulalela amampunge ngizozwa ngawe
@@nhlanzekophungula6595 ay bafo noma ungathini uma ungakhoni kuhlula amanzi kuparaffin angeze ngakusiza ngalutho
Kanti uMgodi waqedela yiphi iCD yeBhova bafwethu??? Inganekwane le...
yebo u Khuzuna wayifunda apha ingoma but akakayenzi ke into owayititshwayo🙃ingoma ka Khuzani ayina singqi njengeka Mgqumeni ....and when you take your time comparing ingoma ka Mgqumeni nezi zalaba bacula manje still uyabodlula even though zindala lezingoma
Lazini IXhosa?
Liyabheda lazini ngomaskhandi aliyodlali nkunzi emdaka
@@lethukuthulamhlengi4299😅😅😅😅😅😅
Ay cha lala uphumule qhawe
Sifunzwa lelidixa eliwukhuzani ngenkani kuthiwa laqedela album ngoba sekwaziwa ukuth iqhawe umgqumeni akasekho ukuziphawulela kulungile hlekisan ngokufa nani kuyonifica ngoba nithatha izinto zabantu nizenze ezenu
Waze waphaphake besingekho isdingo salento yishoyo
Ukhuzani owayengumngani ka Gcwensa bengazwani no Mgqumeni manje usethi wasebenza ne Bhova.... uyabhoreka uswelizinyo
Kusho ukuthi awuzange umuzwe ubaba uShobeni noJezelikhulu bevuma ukuti uKhuzani waqedela I ulbum kaMgqumeni engasekho singasebenzisi inzondo isidingo singekho
@@lungilemthunzi3426 othe uKhuzani wayezwana neBhova ngubani? ngicabanga ukut uwuthathela phezulu uMaskandi wena uKhuzani waqala ukusebenzisana neNdidane selishonile iBhova okushuthi uKhuzani kange abe nengxabano neBhova
Ushukuthi mft uBaba uShobeni uqamba amanga nje ngaleyonkulumo mawubheka
Njengamajuba🔥🔥
siyohlala sikukhumbula bhova likadikadika
Saze sonakala ke kdw isthombe seBhova laphana
Akekho uKhuzani la
lalela ingoma yokqala njer bese uza kulena ethi isecret uzomuzwa Mfowam
Kodwa I Voice kaKhuzani ngyayizwa kuma Backings
Nxxx😡
Ningazonya Nina la wayekuph lowo mgod wenu anisiyeke kancane agggg
Sifunani manje isthombe sika Khalabemgeza la?
Thina besazi vele ke from kudala ukuthi uMfoka KHUBA lona o wenza ama backings
Waqala lana umfoka khuba uma ungakwazi lokho thula kunokuphawula ongakwazi
Niyadakwa nina
angyena mpl umlandel wake logo Khuzani, kod ngyaz ukuth wawenza ama backings
Bakwethu ngfisa owaziyo ukuthi le ngoma kamgqumeni ethi kufuneka umakoti ngabe itholakala kuyiph album yakhe
kwiAlbum yakhe ethi Abakwethu
@@sabelomhlongo4975 ngyabonga mfo kodwa angiytholi. U track number bani qhawe?
Zokubhekela mfwethu ngoba nam ngayigcina kudala kakhulu
@@sabelomhlongo4975 ngingajabula kakhulu qhawe
cha yi album ye Thwasa lami ethi uzovuma Track 6
Lalisho ibhova hhai I backer kamnandi ne ndlamlenze
Buhle Bhengu udakiwe wena waye bhekha kuphi ukhuzani la
kod bakithi wakusho nasemsakazweni uKhuzani ukuth waye backer la, if kwakungesilo iqiniso lelo sasozwa ngezingane zomah
@@ndumisobenedict5394 beziyothin iyngane zoma sevele wantshaza amanga nje umgodi awazi wen ukuth umuntu ohlanyayo akumele umisane naye ngoba kujike kube uwena uhlanya ingakho zathula ingan zoma
Lezidomi yini zingamuzwa Khuzani lengoma
😂😂😂 Bamva ngqo benza ngabom ingathi abamva bayazphikisa kba befuna ukulwa noba aksekho sdingo
Akunakhuzani la mayekhona uthini🤷♂️
@@mxolisiselepe93 😅 😅 akathini uyacula. Mamelisisa kona amazwi ayefana bt ba ungaznika ixesha ungamva, umamele nezinye iingoma zka Mgqumeni & ezka Khuzani bese ubuyela apha uzozvela apho kungomnye
@@babalosixolile8646 umbuzo wam uthi mayekhona ukhuzani ucula uthini🙄
@@mxolisiselepe93 Mamela upart1 kwi track ethi iSecret uvakala kakhulu/lula ba akulilo iBhova bt ngu Khuzani & uyaqala aphinde abekuma backings kuyo, ezinye uya backer. Naklena khona avakala kuzo eqala aphinde abekma backings
fuseg suzosinyela plz...... yazini indawo yokubhosha hayi la kuthina plz plz
Ik
Nxaaaaa amanga Must fall akekho ukhubalo kule CD niyanya manje.
awazi lutho saka liyavuza uKhuzani uyazizwakalela njer wen yekel uklandel umculo ngob uyak'hlula masaka
Good
ungasinyeli wena wayewenza kuyip ingoma arghaa
unyelwa yimi?
Ch uya zwakala
Uyazwakala
Ukuthi uyamthanda awumthandi kodwa kumele simvume baf2 wayqedela icd yebhova uyathanda awthandi kdwa iqiniso yilelo, king khuba izwi mngani
Wayiqedela bhuti kodwa uma ungawazi ukuthi usukaphi uyaphi uMaskandi usungaphika nje.Ngiyaye ngizubuze ukuthi kazi babekuphi omntaba kayikhonjwa.Okungenzeka babesalibele kwi "House Music".
Musa ukubheda mfana kithi ivume,noma lishisa leloqatha
Makukhona umuntu ongaz ukuth uKHUZANI owaqedelela icd kaMgqumeni unenkinga......if ufuna ukumuzwa downloder lengoma ethi alele amaqhawe
ayikho leyonto wayengekho uKhuzani lapho yi album yamagcokama leyo nje
indala ke leyo ngoma,wengakaziwa kwakwaziwa uKhuzani lapho
Uyabona ukuthi niyaphupha nje aniyazi neyiyona ingoma enithi yaqedelelwa wukhuzani ayi suka vele ayikho ingoma yebhova eyaqedelelwa ukhuzan la khohlisekani nje ngoba enikhohlisa njalo nje
Unamanga bo Thobile leyo ngoma ethi "Alele Amaqhawe" wayikhipha uMgqumeni esaphila ikuma Gcokama.
Udakwe impela ingoma ya before I secret leyo umgqumeni wazenzela leyo album ephila ninga thatha ama chance la ku secret ngoba bekangasekho uyanya kanti
Ubani lenja eya edit cd cover ye bhova yafaka uKhuzani la nxa fuseg mani nja ,iBhova leli siyalithanda ningadlali ngalo futh kyofa umuntu ngampela manidlala ngalo kanje
Kungoba uye owaqedela I album ye Bhova
@@siyagift1114 amanga lawo ukhuzani wabacker engomeni eyodwa vo isecret
@@xolanimadi7159 ngiyakuzwa mina ukhuzani kumabacking part 2 wesecret ingoma yokuqal ilalelise uzomuzwa
Mmm le CD izondisa ukhuzani ngabantu...
Ngempela ngoba uyena owenza amaBackings
Ngivumelana nawe bafo
@@ndumisobenedict5394 ubuza kanjan ebantwin abangazi lutho ayikho into abayokuphendula yona elami lithi ayikho ingoma yebhova eyaqedelwa ukhuzani la nalabo abashoyo uma ungabuza ukuthi iyiphi yakhona eqedelwe ukhuzan ngeke bakukhombe yona kodwa bazi khona ukukhohliswa wukhuzan nje qha
Akunama backing enziwa uKhuzani lana .... khala ngikwephulele ngobuxoki obenziwa kule sidi
@@sifisomlamulishange1935 ukhona impela umfo kaKhuba kumaBacking,wozwa lena ethi iSecret,uzwe lena ethi Ungenze ngijabule,uma ulazi iphimbo likaMgqumeni kuBacking uzowuzwa umehluko
😢😢😢😢😢
❤
so ibhova lacula lengoma langafaka ama backings? lead yalala ihambisana nama backings moss😂😂😂 I hope I make sense
👍👍
susa susa ukhuzani lana ai
😂Wangihlekisa qhawe😂😂😂😂😂😂
how to save video 4rm utube
just type 'savefrom.net' in your computer
Uzwakala kakhulu uKhuba ngizinikela kuweThuli