SIKHIPHA IZIMFIHLO | Umfazi kaMalume ungenza isqgila socansi | S1 - EP95
Вставка
- Опубліковано 28 вер 2024
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #truth #secret #sikhiphaizimfihlo
" Cha waze wayisilima mshana , uzokubulala uMalume wena and nokukhuluma awukwazi unjalo waze wabaqhatha abantu
Mshana uzokubulala umalume cho ngumhlolo lleniwenzile naloyo malumekazi wakho
Yooh uzobulala
Ayiii cha akakwazi shym
Yhooo wena monna😳
Sangempela nje ungayisho kanjani into enje
Can somebody check on this guy wherever he is, mhlampe ufele ezandleni zaMalume already!!!!!😂😂
Aiibo lomfoe ungenwe yini kanti,khona iymfihlo eyngakhishwa noma ngabe sokunzima kangakanani 😢
Cha yisthutha lomfana
@@SbusisoZulu-j2xesinzima kabi mfwe2
YISTHIPHA LODOTI
Kona kuyaxaka kakhulu kuhle ukuthula uze uyolala ubuthongo bokugcina
No ubafo uthi usufunwa ingane ngenkani manje(blackmail) ilapho inkinga. If not irepothwa njenge Rape lento i guess.. Thats why engena Choice umjita manje
Inesibindi lensizwa ikhuluma into enzima kanjena kumalume wayo😮😮
Iloyiwe ungafa,ngeke ukhulume into enje uphila
Ingxaki uye woyika umalumekazi ngoba malumeza besoxoka ngomshana
Unesbindi esinoboyabekati maye bengingajika esathi ngyadlala ngivele ngithi ngiyandlala malume
@@bongiluciakunzima
Stufuza bekumele angenelele achaze ukuthu kwaqala kanjan ngoba mshana useshawe uvalo wangakhuluma kahle konke,ukushiya kanje kufaka mfana nkingen kanti mfana wayengwa iskhohlakali samalumekazi
Mina cela aphinde malume afonelwe privately atshelwe kahle story naye njengomuntu wesilisa uyo understand
Ngvumelana nawe cz ingathi ubhuti waziplanela .
Nomangabe ubeplanile lomfana lomalumekazi usathane unobulwane 😢
Lungstar yena uyasiza masekubheda
Kodwa ke abasebenzi ngokufana t❤
Mmmh Jesu kwaze kwanzima umalume indlela adinwe ngayo mina bengzovele ngiduke nezwe 😔
Mina sengisaba kwashlobo eduze komshado wam angsathembi ngisho my sister's or cousin's. Angsafune visitor cos ngath umhlaba awusekho right. Lomalume is a family man ubezama bakithi 4 umshana kant ai akuhambanga kahle😢
😅😅😂kanti wena busabathembile
@@SiphamandlaSoke-ih8pl looool zothin ukubathembi bakithi Abantu uthi uyabazi. Cha ngryt Bandla angfune kuphucwa iqatha emlomyeni , Ngayin Jehova🤣🤣🤣
Bhedile naye malume umfaz akahlale yedw meningenazingane noma athathe ingane yesmame
@@SabeloMngomw ubhede kakhulu yena cos nangu uyasho umshana ukuth abashiyan kakhulu ngokweminyaka. Ubethi kuzobanjan
Lena mina bengiyofa nayo
Bekufanele ungayi estudio ngalendaba ,noma ng e nixabene noMalumekazi bekufanele niyilungise nobabili nokuthi Mutshele ahambe uMalumekazi aduke nezwe izombulala leNdoda nawe nje awuphepbile lapho
Bekungafanele uyikhulume uyindoda enjani wena ubuyenzelani kanti uyazazi awuyona indoda bheka manje usenkingeni ngalokubhayiza kwakho
Lapho his selfish akafun ukumthiphisa uzakwabo izomxova ngempela lendoda struu . Bekmele nje Adle phansi Naye u girl. Yaz udlala ngamathuba bebaningi Kangaka Abantu abafisa umshado nemizi nendoda ekondlayo Wena uhlulwe ukuzphatha nje qha
@@thulanilawrence9163😂😂😂😂😂😂😂
Awunalo iqiniso mshana unjalo uyigwala ubaleka wedwa uyozizwa unjan nje malume sebulel malumekazi tshena OMNYE abalek naye
Ngivumelana nawe aka sheshe ayobikela u malumekazi u malume uyeza uzomubulala
Ukube ukhulume nonina lomfana enze indlela yokuphuma kulomuzi kamalume wakhe
Ngempela mfe2 into enje uyinika umzali akunike indlela eyaphambili uma uhluluka ukufa nayo
Kwakungamele uvumekwasekuqaleni ngekeakuxoleleumalume ungamsoli
Ei inkinga le,
Ngempelà
Impilo,zinkinga zodwa.
Sibonge ❤...
Umshana akanaso isisoka sokubeka inkulumo akukhulunywa ngalendlela uthini mayethi "bekusamnandi silalana🙆
😂😂😂😂
Hhei uyabona futhi lapho khona uyilahle impela
Hhayi kubi kuhle ukubaleka
Ngoba bekusamnandi why angadli athule
@@NkosibonileNgwane 😂
Waze wayibrka kabi indaba mshana bekumele uyotshela ugogo or umama wakho ubezokubonisa kuhlalwe phezu kwalo ihlazo
Inqondo ivalwe isibumbu kulomfana ayisebenzi nhlobo 😂
😂😂😂
Akathuli ngani nje aze afe haw
😂😂😂😂vele simnandi kakhulu esokwebiwa
😂😂😂😂kuhlekwa noma kifiwe
Ohh wow😂😂
Uzofa lomfana lomalume angeke amxolele
Yhoo eshee kodwa mtshana ,yigxaki le uzifake kuyo bawo . Ezinye imfihlo ziyosabeka thixo tjoo 🥱 .Kodwa mtshana uzincedile uyikhuphe lemfihlo ngoba ebezothi umdlwengulile kumalume wakho . Sengakugweba ke malume kunoyohlala ejele for ubuxoki obotshiwo ngumalumekazi .Ndikunqwenelela mpumelelo ku malume wakho mtshana . Akaqonde lo udlalisa nge Sbaya sakhe
Hawuu utshela umalume ukuthi bekumbandi🙆♂️
Chin umshana uthi kumnandi
😂😂😂😂waze wayisdididisomfana into ekanje ayikhulunywa
Awaz nginyanyenjani😢
Yhoo kwaze kwabuhlungu kodwa wena mshana why uwunayo yini intombi kodwa nkosyam usungaze kumosheke umudlwelwano bakho nomalume wakho
Aw smakade ngaze ngasaba😢😢,kanti Blaqlife niyabalandelela nje ukuzwa ukuthi what happened after imfihlo?
Syabacela no part 2 bakithi 🙏
Uzokuqongqotha nge K umalume
Kuyomsiza ngani loko
Kodwa naye mesethi lade silalan kumnandi ubethi umalume akendzeni😂😂😂😂😂
Cabanga
"bekusemnandi silalana"😂😂😂hay nawe mshana ufaka ityiwa eslondeni la
Akasilo neze igagu umshana angazi noma ukwesaba noma yini.
Umshana akanaso isisoka ukhuluma kabi umalumekazi uzoyshintsha yonke lento athi yaqawa yena mfana 🥺
Lomfana uyanginyanyisa akakwazi ukuchaza uzobulawa uyezwa yini whay ungasho ukuthi uyakuyenga vele lomalumekazi wakho
Ayi nami ngimangele esethole ithuba indaba inomalumekazi nje efaka ingane enkingeni yooh
Ngewungamtshelanga umalume iqiniso wena uveske uqoqi mpahla zakho ugoduke umshiye apho yedwa lonondindwa ungumfazi ka malume wakho kuba ngoku uzobulawa ngezandla yila ndoda mfanam🤞🤞
Waze wagcola mshana kamalume uyisikhohlakali nasekhaya awunandawo. Njenoba uxoshwe lapho nasekhaya uzodingiswa asiye umuntu. Kuphela ngizwela umawakho ulingiwe lomama
Temptations u put uself in this trouble deal with it. That's why always you must pray said Lord protect me from all the Temptations.
Kwakumele nje kwasekuqaleni ungavumi, ubaleke ubuyele ekhaya, sekwenzekile walala naye bokufanele ufe nayo lemfihlo hayi maan
Velani nihlale lapho ePMB nibe ne-series yakhona 😂 ngathi ningavakashela eNN nenze uSeason 2 😂😂😂.
Yisilima nangu umfana 🤞🤞🤞🤞owakwabani is bongo,kuzofa abantu ngento ibingakhonakala ukuvimbeka, isthutha lesi
Bekumnandi sisalalana inkinga uqale maysefuna umntwana😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂😂. Uhlelo oluthi sikhipha izimfihlo. Isiyozwakala ku FM ukuthi uMalume useqhothe imbokodo nesi sekelo
Mtshele umalumekazi abe ebaleka naye coz malume uyeza
Badle pansi bobabili 😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Ai kodwa u right ekhanda lomfo.
Waze wamdelela umalume wakho mfanami
Ukhulumelani engabe undla ikhekhe Thule phansi wisl😂😂ma
Umalumekazi uzofa ngestress😮
Mmmm.. kuzima bekumele asho kumalumekazi ngoba uzohlala engazi ukuthi ubabah usezwe indaba engaka yooh..
Beksemnandi silalana😂
😂😂😂 lentwana I ya gula ekhanda
Kani futhi kungenzeka ukuthi umalume uyazazi ukuthi akazalli ufuna yena lomfana kasisi wakhe amenzele izingane kubokuthi kube umuntu wangaphandle
Ungodileyo mshana ,bekumele uzithulele ,Ubuyile ekhaya
Kunezinto okungafanele uziveze forever 😮
Awukho umthwalo osukile la ngkona umthwalo usezowuzwa k manj
RIP Mshana you're a Deadman walking.
Uzobuya phambi kwakusasa ambulale uMalume lomfana bekumele agoduke without telling anything. Ushilo uMalume ukuthi akafuni gcina sobulala umuntu so akafuni nobona oyedwa kuzoshuba. Uzobulalisa uMalumekazi ma engazumtshela akwenzile, uyisilina lomfana sereous
Mshana bekumel ubalelekel umalumekaz emzin kamalume uphume uhambe umshiy yedwa unondindwa kamalume azifunel yena ngaphandle lengan ayifunay
Luzabulalisa abantu lohlelo...udlale ngomlilo mshana. Naye uStufuza akana solution. Khona into ezingakhulunywa
MFANAKITHI wrong kakhulu impilo yasetruckin inzima kabi so wen lento bekumele ufe nayo sebenza ngetruck min ND lento oyishoyo kwanami ngeke ngijabulele ngafa umuntu drive truck zamela nin niphile ningasokoli wen udla umfazi wakhe tshela malumekazi ehambe zofa ngampela😢😢😢
Blaqlife TV should do the follow up on this matter....cos kuzofa abantu.
Ngicela ningicheckel lomfana ukuth usaphila yini 😢💔
isilima lesi yooh
Ungumuntu ofile uhamba mshana. I really feel sorry for you, kuhle ukuthi uphalaze yonke into ebikuhlupha kodwa usengozini manje.angazi ukuthi uzophuma kanjani kulento. Ngoba uzwa kuthiwa uMalume uthukuthele ugane unwabu ngesenzo sakho. Bekumele uthule ungangeni estudiyo utshele umhlaba wonke
We mshana, dlana ingquthu uvale umlomo, kodwa ungamigthisi, please!! Yekela ukuba yisinothongwana!!!
One thing about lomalumekaz ubengeke mtshele umalume umshana udlale ukutatazela
Bekusamnandi 😮
Bekusenandi yhoo lomfana 😢
ayi cha ngeke kukhipha imfihlo engenasidingo... mina bengingathi go ahead malumekazi mtjele malume mina ngizothi wena bofuna kulala nami nganqaba wena ke usungakhela amanga finish
Please yazini ukuthi umoya Ka loti nama ntombazane uyaphila enyameni nasegazini kwabanye abantu
This show will increase GBV cases
Never trust a person. Utsi bebenta kumnandzi nyalo indzaba kwakhiwa kwemntfwana😅😅
Ubuqalelan ngempela sduphunga wen aysuk wisilima senja wiiiiiiiiii nxaaaaaa
Bulalizinja malume uyabheda umakotiwakho nomshana
Mmmmmh Kwaze kwanzima abamcabangel kodw umalume ukuba utruck driver kunzim yoo😢😢😢
Kodwa kugcono umalumekazi Uma usuthathe konke okwakho ungalele massage umazise kuze naye abone ubalekelaphi for ukuthi aphephe
Waze wayisiwula umshana, ukufa kumlingene.
Futhi wena ugange uyafa ngeke ushiywe nanengane awunanhlonipho ukugada ekhaya akusho ukthi vula uziphuwakhulelaphi wena hay emakhaya awwuuuu
Mfana bhedile beku mele ufenayo le kodwake malmekazi okunyengile hlulwa kukhuluma nawe ubewakwaz kudla malmekazi wakho qaqeka mlomen nawe 😂😂
Ngisho umuntu wakin nje ..emendwen wakho uyinkinga kwacishe kwangenza mina angisathemb muntu nje
Uyaphapha ngabe udle ingquza uvale umlomo wakho,
😂😂
Lomkhufefe 😂😂😂😂 ubulala umuzi kamalume. Lezinto Ufa nazo...
Mshana uzokubhoboza nge 16 umalume mshana
This one is a small boy. U can't reveal such a big thing😮
Sekosiza uCebolethu kumshana ngoba ay ngathi akuhambanga kahle
Yini ozoyikhuluma nomalume ukhohlakele
😮😮 hay boo imfihlo engaka mfana kuzayibhidliza umdeni lokhu
Yaz ngikhumbula labaya omama ababekwazi ukuhlala months kuyaphezulu balinde abakhwenyana babo baze babuye eGoli
Usisiphukuphuku mfana udliswa ikhekhe mahala,bheka ke manje lomlonyana wakho ukufake enkingeni sibhanxa
Boy u took the wrong decision u was supposed to keep ur mouth shut n tell ur uncles wife to do whatever she want coz it's easy for u to denie what ever she can say to ur uncle bt what I can say Boy u still need to grow n be able to see things far
Nani khuzani, bakhuzeni abantu kulamahlazo anjena , kuncono ukuthi wabaleka lomfana ashiye phansi umalumekazi wakhe.Ingozi lena iyonanto ezoqhatha umuzi.
Hawu mshana kamalume kahleni boooooo madoda azikho yini izinsizwa ngakini zikwaluleke ndoda ayiii ayii ayiii ayiii
Yeyi madoda lomfana kwenzakalani ngawe uqhatha umalume nomkakhe mani kungani ubulale umuzi kamalume
Mshqba bekumele uqale ubikele abadala kuqala bese Kuba ibo abazokubiza wena nomalumekazi Kanye nomalume ngoba umalume uzonilimaza kanti malumekazi naye endasho kt wayengwa nguwe
mmm masethi nje umalume akamdevose umfaziwakhe ngoba akanasmilo
Yhooooo waze wadom kakhulu zikhona izinto ekufiwa nazo yabona abantu abangaqhathwanga usisphukuphuku somfana slima
akusizi ngoba usidlile isithelo ngabe wanqhaba kwasekuqhaleni
Kungcono ahambe umfana abuyele ekhaya achazele wonke umndeni ukuze uzokwazi ukukuvikela
Mfana usenkingeni la, uma ungayenzi into akayifunayo uzoba nenkinga futhi umalume angeke akholwe nguwe kunomfazi wakhe,
Malumekazi bengeke atshele inkela bekusabisa so ubhhayizile ntwana kuveza lendaba ku Ankel.
Kodwake naye umfana akakwazanga ukubeka udaba lwakhe. Wabhimba impela
Ayi ndodana waze wabayislima ungakhuluma into enjengaleyi
Umalumekazi ubeyithusa lengane, mayethi uzosho ku myeni wakhe. Lona us uvele wathi ka wagijima wazoziceba.
Yhooo ey kubi
Ithi lentwana bekumnandi belalana ngoku umalumekazi usefun umntana
Aw kodwa lomshana wathathwaphi ongakwazi ukukhuluma kanje weee ai
Yabona loluhlelo luhle luyasiza engxenye but abantu sebelusebenzisa nangendlela enginhakwazi nokuyichaza lomnfana akacabanhelanga umalumekazi lona bekumele ahambe aye ekhaya okungcono athule du aze afe ngoba akamkhulelisanga lomama ngobani na ngoba umalumekazi usengozini manje okungenani ke akamazise naye ukuze aphephe naye kasubaleka yedwa phela manje
Wafa mtshana ngoba awunamfihlelo usilima ubuvumelani ulala nomalumekazi wena kanti ubungafuni uzofa kengk ngumalume wena
Waze wayisilima mtshana kamalume bokumele ufenayo leee🤫
Wena mfana ugula kakhulu ngekhanda awukwazi nokuba yisoka nje nd mfana uzokubulala umalume wakho
Ulalakanjan noMalumekazi wakho y engamcebanga kuMalume?
My brother bekumele ayi hijack inkulumo ka malume lapha ekutheni malume kazi uyamuyenga. Asale esethi Malumekazi uthi ucels ngimuphe umntwana . Angabe eaabala eyokuthi kade baqala ukulalana.😢😢😢
Kwanzima ... ngeke nam ngikhipe lemfihlo nzima kakhulu bafwethu
Hy lomfana akacacisi ukuthi ngumalumekazi omfunileyo pha kumalume uyithethe kahle kcc lo