umangaze abantu abaningi usqiniseko ngo daba Luka khuzani🔥

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 22 сер 2024
  • #channel250 #funny #music #duet #isolezwe #maskandi #shortsfeed #support #subscribers #live

КОМЕНТАРІ • 8

  • @WendyManjola
    @WendyManjola Місяць тому +2

    Umuntu Onge nastress omhlezi nje ejabule engaphoxi nabantu ngokwenza okungenangqondo isbobelo esiBig Khuzani yingakho nje uthandwa kangaka ngisho eWeenen kwaziwa wena❤

  • @NondumisoSinothile
    @NondumisoSinothile Місяць тому +2

    Aybo ufuna ukuduma lowo Sqiniseko mncishen amehlo,if engamfun uKhuzan akanake iyndaba zalo akamthandayo aphume kuye bandla

  • @user-be5pd8dq3p
    @user-be5pd8dq3p Місяць тому +1

    Inini leyobadedele ikuphi negoli cela onolwazi aphendule

  • @pholozasibanyoni494
    @pholozasibanyoni494 Місяць тому +1

    Why abize igama leNsangu😢

  • @mpangazithathobani21
    @mpangazithathobani21 Місяць тому +1

    Lovobe wenina eliwusiqiniseko I wonder lenzani empilweni yalo ngaphandle kokulandelana noKhuba. If uKhuzani engaphusha uMkhulekelwa uyojika yena futhi athi siyafunzwa yena ngoba engowakubo warawara. Ayikho nje into ayincomayo ukhuluma ey'phikisa ebe ethi uyahlaziya mxm

  • @SpheleleZungu-qi8um
    @SpheleleZungu-qi8um Місяць тому +1

    Wena sqiniseko ndini uzotholAni after ukubewuza kwakho uhamba uyifakanje ubuyini komaskandi ubatshela ukuthi ubani be kufanele enzeni ngasiphiskhathi lento yakho iyanyisa uhamba khuluma izinto engkdingi sphukuphuku

  • @WendyManjola
    @WendyManjola Місяць тому +1

    Kodwa ke Kanti yena uhlezi nje egade izindaba zabantu abaphumelelayo njengoba yena eyihlathi nje ayibo kwakundodani Lena egade izindaba zantu uchemile Vele kuyaziwa into uzama ukudidisa abantu nje ukuthi uryt iRubbish lomuntu Abajolayo uyena abaliwayo uyabaz emakamelweni uphakathi Babazani bakithi

  • @bennymgudie7762
    @bennymgudie7762 Місяць тому +1

    Kanti yena losiqiniseko nje uyhin vele