I'm not Happy with the way that I feel right now. I'm dying here and suffering from these Toxic people. Why don't you come with my Soldiers, Traditional Healers and Zulu Warriors?...
Lucky Tshabalala this is the leader of Ibandla LamaNazaretha which was established by The Prophet Isaiah Shembe in 1910. This is the II Successor of the Prophet.
Wangiletha la emhlabeni...umama wayethola abantwana bedlula...kodwa wathi mayefika ku-Shembe, wathi usezothola abantwana abane abangseyukufa...nangampela kwabanjalo...kwasho iNyanga Yezulu... :)
Amen
Ayibongwe inkosi
Syabonga msebenzi omuhle enisenzela wona, ngyacela nizame kusifakela more wezintshumayelo zikababa INyangayezulu.tnx again
Nami ngicela ungikhumbule Nkosi yezulu nomhlaba ungelaphe lezizifo ezisegazini lami ungsindise kulokhukufa okungihaqile ngicela ukubuya lapha sengzofakaza ngobu Nkulunkulu bakho uzubenathi Jehova ngomhlawokphela
UJehovah westhathu INyangayezulu 🌙🙏 insizwa eyayithi lapho kubuhlungu khona ngithinta ngomunwe wami buphele ubuhlungu uNkulunkulu lo 🙏
Aw! Uzungikhumbule Nkosi yamakhosi kanye nomndeni wami wonke wakomalume nowasekhaya, Ngicela ukuthandwa nguwe Shembe🙏
uzungikhumbule nkosi kanye nomndeni wami Amen
Amen your Highest mina ngicela impilo , angiphilanga kahle emzimbeni , ngibuye ngicela ukuba le Faith and Wisdom . Angisu M'Nazareth , kodwa ngiyafisa ukuba nguye . Ngicela usizo Nkosi yase Zulwini .
Usungomunye wethu. Imindeni yakowenu isilindele ukukukikiza ngokugqoka kwakho ingubo emhlophe ehambisana nokuziphatha okumhlophe qwa.
sakhile mthethwa Amen ngiya bonga iNkosi ikubusise
Kuyokwenze nakuwe baba
Sikhumbule Ngcwele yasezulwini ngiyacela ukukholwa mina nabakomalume nabakithi izwe libi liyadunguzela bese kufanele sihlale oNyazini
Insizwa le eyalikhulisa kanzima lelibandla ivika izinhlamvu zezibhamu kodwa yanqoba ngoba iwu Nkulunkulu 🙏 akukho okwakuma phambi kwakhe.
Ooorh ooorh madoda, siswele imilomo eyinkulungwane ukthi, sim'bonge uJehova maAfrica. Somelwe ukumdisa sonke
Kodwa ubani lomuntu omuhle kangaka .ngavele ngashayw luvalo khula NKOSI YAMAKHO.INKOSI YASEZULWINI
Amen nkosi Nyanga YeZulu Siyabonga baba ❤🛐😊
Uma isidonsa u-90 kudela wena! Sake sehla isimanga!
Mmmm Jehova ay yangbisisa kakhulukaz if esehlabelela hhay syavuma unguThixo nkos yomusa
amen. Inkosi Inyangayezulu Madoda waze Wasiyala. Shembe..
nkosi yamakhosi aaaah NYANGAYEZULU UZE USIKHUMBULE BABA :)
Awu koda lelozwi elimnandi nezandla ezilinganisayo njalo mazikhuluma sokukhumbula njalo nyanga yezulu umuhle
ngiyabonga Nkulunkulu wokhokho bethu ukungikhombisa uk'Phakama ngisaphila ngicela Nkosi yezulu nomhlaba ungiphe amandla okumnqoba uSathane,Smakade oyingcwele ngicela ungiphe inhliziyo yok'thanda okwasezulwini nginengwe okubi khula Nyazi lwezulu
❤❤❤❤ Ammeeeeen 💕
Umshayi wezkhova ezmbhili ngesagila sisinye ushaye u cannery kanye nomkakhe ugloria in tomb yasemawotana
Nkosi yamakhosi sigcinele ingane zethu uyikhulise uyfihle kulosathane gcwel umhlaba
Ugagane...wena owasezulwini
Limnandi lelizwe linokuphila
Ngwcelekazi yaseZulwini mananjalo Nkosi
I'm not Happy with the way that I feel right now. I'm dying here and suffering from these Toxic people. Why don't you come with my Soldiers, Traditional Healers and Zulu Warriors?...
Ameen uyingcwele
uzingalozinde azilingananga nezabase mhlabeni
Amen baba wethu
INkosi yamaNazaretha!
Ngiyayithanda INyanga YeZulu..
ushembe nobumszaretha .wawungakanani awu suka madoda.
Isagila sosinsi esashaya ikhova eymbili.
Ngicela mtakaJehova uma unalo elinyigama usebenzise lona nami ngenzenjaloke ngb leli linesisindo ngb elika Sondonzima waseZulwini inkosi iyokbusisa
Mgidi wakwashembe
Uze ungikhumbule nkosi
amen. uSHEMBE nam angikhumbule!
Bantu abampisholo umuntu nenkholo yakhe ukwahluleLwa kuku nkulunkulu hay kitsi.
sithembile mavimbela uchaze ukuthini mft
Shembe I'm hacked 2years angikwaz nokusebenza
Ungalonzinde hayi suka madoda
Morning
uThixo opheleleyo yamnandi into
Amen 🙏🙏🙏🙏
You are receiving
🚂☀️🌑🌈⚡🙏🙌❤️
Oshembe bakudala babeshumayela ivangeli langempela ngoba babekhuluma nangojesu kodwa namhlanje sekudliwa imali kuphela
Thina sabuthwayiyo lenkosi singaxoxa kusephandle sasihamba nayo heyi mhlaba kawnoni inkosi mpela.
M
WHOS THIS GUY ?
Lucky Tshabalala this is the leader of Ibandla LamaNazaretha which was established by The Prophet Isaiah Shembe in 1910. This is the II Successor of the Prophet.
@@musawakhezulu9956 awuzwe lopomu ubiza uNkulunkulu ngo guy
@@masoshamasosha4244 ikholwa alikhulumi kanjena alibizi abantu ngopomu uyafana nokuthi wethuka yona iNyanga yezulu uqobo wena okwakho ukufundisa abantu ngoShembe uma uthanda uShembe ngoba awunawo amandla okulwela noma ukumkhulumela uShembe ngiyabonga indlela aphendule ngayo uMsawakhe ngoba uShembe funa simbone ngani ngendlela eniziphatha ngayo
@@BuhlebzNetwork ngyaxolisa
Amennnn