Weeeee ma2000 hai sometimes mans loose it for one small middle thing smakade,dignity gone,the dsighter should have also called them snd discuss zhis without exposure,shes making matter worse now ity public 😮🥹
Nkazana stop being rude sisinyane uzozisola hamba jubha bazokucutha pambile ulala lobaba ole nyanga eyodwa umumfazi edlule what goes around comes around 😢😢😢
Ngivele ngikhumbule Mhla crossing over from 1999 to 2000. There was a lot of confusion as we were told ukuthi umhlaba uzobhubha . Babiqinisile…usubhubha bhu ke manje. Ngiyawesaba ama2k
Cha nje Vele kade bathandana irong nje intombazane inomunja kusht Vele inesandla ekufeni kukamama mfundisi isizobulala lona nayi ithi yiyo esyinkinga😮😮
We are in the last days, with fake churches, fake pastors, fake prophets. This pastor and all his members must all repent, come back to God, this is a false church with a false leader. Truly repent, even u small girl.
Hai bo nasi isfebe esincane senkonzo umha wakhe wenkonzo ushone 3 mnths time lo doti usengena indoda mayeeh liyabhubha lizophela lelibandla kodwa chazani ubulawe yin lo mama mfundisi lengane yashesha kangaka ukungena u mfundisi
Kodwake Naye LoBaba Akazithandi Futhi Akazihloniphi Udelelisa Omama Besonto Nama 2k Hai Cha 😢😢😢😢😢😢😢😢😢
Stufuza Dlangamandla Nice Show Qubeka Usize Abantu
Ngathi uwena usuzzoba inkinga ngoba ebikhona inkinga isisukile 😮 HHÁWU ntombazane Cha akazithandi nomfundisi wakhona
Abefundisi beyinsuku zokugcina benza izinto zasezweni😮
Eish 😢😢😢😢
Yoh nkosiyami umama ele 3months eshonile hayi kunzima shem I feel pain for dotha as for stepmother becarefully ngento oyenzayo
Awuuu nkosi laze labhubha nkosi emhlabeni esikuwona jesuuu😢 🙆♂️
"Uwena ke osuyinkinga sengiyabona" bekuwumama obeyinkinga wagudluka sekuwumntanakhe manje...
Kwaze kwanzima bo!
Injalo nje😢
3 months 😮😮😮, isnyama nje nkosi esisulelwa kulengane
@@melodyhadebe8220 vele usulela kuyona isinyama uzoqeda ngayo ayilaxaze
Waze wagcinisa cc yaz!!
Ngempela
Cabanga nje vele abafundisi abazili Yaz 😮
Asila 3mnths waqala ukujola umfazi elemonth eshonile ngoba ethi Bale 2 months bethandana
Wena sfebe usazo nya nyi girl. But kwamampela unesadla ekufeni kwa mfundisi
Yaz ngempela logirl unesanlda ekufeni kukamawakho
Yonakele lengane
@@ImeldaNgcobo kakhulu5
Kungenzeka unesandla 😢
What does she mean " uwena ke osuzoba inkinga manje " lengane yamubulala ngempela umamfundisi..
Abantu laba bathandane uMama asaphila uyena ombulele Ngicabanga ubabonile wagula washona.sis amadoda awazithandi .umfundisi pho
Ey Nkosiyam kwaze kwanzima emhlabeni
Kdala ke laba bajola akuna 2months uyaCalculator
Kuhlonishwa umfundisi mbumbulu ongahloniphi ingane kusho kona lisezofa izwe yena efihlwa ufihlelani vele isithundzi haibo siphi sona saphela mhla Elala nengane ena 21
Uthi uwena ozoba yinkinga kusho ukuthi eyokucala inkinga wayisusa.Ikhohlakele lentonbazana ,iwumbulali
True! The word"Nguwe loya yinkinga" means a lot🤞🤞
Akukho mfundisi lana ojolayo kusanda kutshona umfazi wakhe ngekhe ngikhonze kulelobadla alilungile umfundisi ubafundisa ini abantu Abe ejola
Weeeee ma2000 hai sometimes mans loose it for one small middle thing smakade,dignity gone,the dsighter should have also called them snd discuss zhis without exposure,shes making matter worse now ity public 😮🥹
Ubaba akazhloniphi,akasalindi ahloniphe umkakhe engasekho,umamfundisi lo ...we doti
Unesibindi cc umcane kangaka nguwe obulale umama mfundisi, sukuma wena mamlambo uhlanyise lenja idobhe amaphepha
Nkazana stop being rude sisinyane uzozisola hamba jubha bazokucutha pambile ulala lobaba ole nyanga eyodwa umumfazi edlule what goes around comes around 😢😢😢
Lontombazana unesibindi 3mounths cha ngeke kutsho uyazi into eyambulala kuze angene namahloni akanawo
YOOH yaze yanesbindi esinamathambo lengane
Ngitshele nje uthi uSisi ungena izindaba zabantu abadala 😅😅emncane kangaka kwayena lo girl
Nmmm waziphoxa ubabumfundise okhohlakele
Abafelokazi boBaba banamhlanje shlola loBaba lomntwana akazihloniphi kodwa uzozibona💔🤞
MaMlambo unguccwam ngyakuthanda siyeke lesfebe mama uzophedula
Ngivele ngikhumbule Mhla crossing over from 1999 to 2000. There was a lot of confusion as we were told ukuthi umhlaba uzobhubha . Babiqinisile…usubhubha bhu ke manje. Ngiyawesaba ama2k
True
Na macombuter azo beda...
Computer 🖥️
Sfufuza I show leyi cc iyangihlanyisa ❤❤❤ Big up sfufuza
uBrother Enigma wakukhuluma konke loku ngaBafundisi bamanje
Uzofa wena ntombhazane ulala nendoda efelwe umfazi nonyaka ungakapheli nawo amakgume phezukwakho mndrazana ndini khambha wena sesi omncane umkhiphe namakgekgeza akawasebenzisi ubabumfundisi😮😮
Stufuza ngiyabonga nge Advice oyinikeze la mantonbazane asemancane, nkosi yami uyabona abaningi balahlekile mpela badinga umeluleki ,,,SYABONGA NTOKAZI ENHLE..
Ayiphelanga show engekho part 2 stufuza please
leNtombazana yiyo ebulale umkalo Baba yisikhohlakali
😂🎉
Makaze umfundisi azophendula
@@PinkyRamabolu nami ngoshonjalo
Syamdinga futhi ukuba syakwazi ukufinyelela kuye ngabe ngyambuzo imibuzo ejulile lodoti oxegelwa uzip😢😮😢😮
Part 2 pls😢
Mubize stufuza loyo mfundisi olala nama 2000. Episode 2 please
Lengane yabulala umama mfundisi,Haw Jesu kanti ngempela uJehova akaligumbeqele aqale abanye😮😮😮😮😮😢😢😢😢
"Kusazoba nziba kusazobulawana" bethuna nivile😭😭😭💔
😢mmm ayikhona unyaka wokubabaza
😂😂😂hey jabulile sibabaza asicedi
😮😮😮 Uthi uwena osuzoba inkinga manje kshuthi naye uzomususuluza
Awww weJesu ama 200k sekhulelwe ngokushesha umama una 3 months eshonile yhoo labhubha izwe nkosi yam ifeel ipain kagal usazokhala
Aw jesu yaze yeyisa intombazana .3 months umfazi eshonile ,useqonyiwe.uysdwedwe ntombazana ,ufanelwe ukufa
Cha nje Vele kade bathandana irong nje intombazane inomunja kusht Vele inesandla ekufeni kukamama mfundisi isizobulala lona nayi ithi yiyo esyinkinga😮😮
Haw Nkosi yami, abefundisi bezinsuku zokugcina. Bobabili nalengane babulala umamfundisi ngoba begins ukuzala bakhululeke. Yeheni weNkosi yami uyise lo uyayizala lengane, kusasa izoqoma ontanga yabo. Lekelelani Sizwe senkosi
🧐Akafikanga ugalelekile usisi I like her confidence, uzoba wumfazi ostrong, le kapart 2 yiculo lelo 🤣🤣💯
@@KaliphaHerescent-bw5ok kuyacaca nawe uyazenza lezizinto ezinje
Ngaze ngamzwela lo 2k ebizwa ukufa oshiye inganeyakhe ngenxa yokuyhanda izinto encane kangaka.,futhi nje uthi inkinga sekuzoba uwena kusho enye inkinga uyibulele weee maa amanyala emhlabeni😢
Ayiii ama2K azokumangaza isibindi sawo ngiyasesaba😢
Haibo ugirl Jehova
Ingabe yini eshumayelwa ileskhohlakali sikababa nesbozi sengane
Uthi lomntana kusazobulawana ke yoh 😢😢😢😢
Umfundisi mbumbulo loyo makake amiswe yoh
Umfundisi onjani lo lo mntwana ha ve ezitjela ukuthi se ke wine lo muntu omdala ka ngaka😢😢😢
Ama2000😢😢😢😢
Azosimangaza
Evil generation with no conscience
Awesabi...😢. No wonder efa kabi, ngoba iningi lawo alihloniphi futhi alinasimilo😮.
Ihlazo abalazi nhlobo😢😮😢😮
Umfundisi wathandana ne 2000 inkosikazi isaphila. Kubuhlungu kubantwana bakhe besesentlungwini kube kusenzeka nale into😢😢
Uyi bad luck na lentombi ijola nobaba osanduswelekelwa ngumfazi😢😢
Inkolo ngempela iyinkinga, thina abanye nje.. siyalinda size sigeze before siyombatha nomunye wesifazane, vice versa.. uzoba yini lo-girl embatha nomuntu ongagezile.. wobona naye, mdala.
Lentombazane iwumbulali and uyayizwa ngisho okhuluma ukuthi ivuthiwe,izokubulala cc ubheke
Cc ulethunzi lalo mama nje kusazokubhedela buka liphuma ubonge litshona ngoba umhlomelo wenselelo uzowithola
Bandla lale i church alisuke liyedinga ibandla elilenhlonipho elesaba uMdali alisela sthunzi. Alisuke ibandla bazasala bengela mali intombazana le engela nhlonipho izabaleka iyedinga abalemali. Umfundisi ongazileli umkakhe only 3 months ehambile hayibo yibo abambulalayo
Ongaku bonanga ethekwini yokubona ezulwini 😮😮😮
Uqinisilelapho kunzima Kuma 2k
Aiybo within 3 months kushone mama uselal nomuny munt nawe gal unesbindi isinyam nje lesi osiletha empilwen yakho awusemncane😢😢
Mdaliwezulu salusubuya nampalapha .umuntu ubolile ngokukhohlakala ama 2000 asebulele umhlaba.😮😢
Wheee ntombazana wambulala umamfundisi nkosi mpela😢😢😢😢😢😢
Ay weh cc waka Gqwathaza (Highflats) mkhaya wami sewumamumfundisi😄😄
Aibo jesu waze wasihlisa isithunzi sendawo yangasekhaya wegal yhooo
Watching from Joburg
Bambulele umama umfundisikazi eli gqhwirha lo mntwana. Ade angabi nantloni athi umithi kudala bejola sies. True what goes around comes around.
Ai Jehovah wabhubha umhlaba sibhekile, zingane zami unembeza nawulahlaphi😮
Ukhohlakele wena syingayinga sentfombatane...ncesi Mamlambo nga Maa
😮😮hayi bo uthi ngathi Utena osuzoba Nanking uyazi ngokufa kamama wakho.mmmm
Luphi ukholo lapha?
Indoda!!! Within 3 months, he's moved on nalelihlongandlebe, lizophela ibandla
As a Pastors wife ngizizwa ngifikelwa i fear, indlela asebeziphethe ngayo abefundisi lately😢
Ntombazane ukhohlakele kakhulu ukusho wathandana nalobaba unkosikazi wakhe futhi nguwe owambulala uzele ukuzhlukanisa ubaba nezingane uyadeelela uyisiphingi Jezbele hamba uye wengane yakho
Bhasobha gal,angakugudluzi njengomawakho masethi uyinkinga
Umama ungenaphi😭😭😭💔
Njengoba ethi sekuwuwena inkinga manje, uqonde ukuthi umama wayeyinkinga before. Read between the lines. Kade bajola nobaba
We are in the last days, with fake churches, fake pastors, fake prophets. This pastor and all his members must all repent, come back to God, this is a false church with a false leader. Truly repent, even u small girl.
Kushunyayelwani kulebandla
Kuba ngathi ayasukelwa amadoda kungapheli nonyakalo omnye sebena2 months yhoo Thixo wam
Sukuma girl ungabayeki logirl nguye obulale uMama wakho amalunga ebadla kaze ayothini ngalento mina ngingaphuma kuleyomkonzo
@@NomthandazoMaryNtuli nami bengizophuma🤞
Mmmm ay girl 3months phoo ay kahleni bakith ukuph nembeza😮
Umfundisi ubulawa ubufebe nje. Usemzilele nini umfazi wakhe njengoba eshonile nje? Kwaze kwanzima emhlabeni!!!
Unombilyane womfundisi😮😢😮😢
Umfundisi akanqunywe period.uzoba umamfudisi onjani u gal
kungani sinikela uma kudlalwa ngemali yebandla.
Wauuu laze lafa elihle kakhulu
Ayiii angimuzwa kahle lomntana methi kusho ilosisi obhalile osezoba iyinkinga, kanti ekuqaleni uban obeyinkinga, ayiii kushubile kozwakala, suka Kuma 2k zobanenkinga😢
Aybo nayi imhlola
Bekumele limlethe ubaba, ufihlelwani esenza into ezinje, kuyacaza ukuthi asobaba Musa, phela mabefihlwa kanje akukho elungayo, umuntu kavezwe amele isenzo sakhe,, lizothini mayingane lezi zibulalana, lizothini livekelu mfundisi?
Unesinindi nanku umntana,umfazi akekabi nayo 6 months eswelekile? Isibindi 😮😮
Awavalwe lamasonto yikho indaba yamasonto
Waze wangcola mfundisi😮
Hai bo nasi isfebe esincane senkonzo umha wakhe wenkonzo ushone 3 mnths time lo doti usengena indoda mayeeh liyabhubha lizophela lelibandla kodwa chazani ubulawe yin lo mama mfundisi lengane yashesha kangaka ukungena u mfundisi
LamaSonto agcwele iTheku aphethwe izikhohlakali zabefundisi abayizinja nje. Lodoti obulale umkaMfundisi inja yengane let. Angazi nizisizelani lezinto boMama ezihluphekayo. Inja lengane naloMfundisi mbumbulu. ISonto loSathane leli labo no name Church bezikhohlakali. Wabulala umfazi wabantu ngane ndini.
Uwena ke.... osozoba inkinga manje 🤔 njengomuntu owafunda isizulu 'hlaziya lomusho'
Part 2 plz
Cha lomfundisi uzigangele umfundisi wobumnyama
Yho ama2K😳🤭🙆
Kade baaqala aba akukhonakali in 2months kube sekwenzeke okuninga kanje 😳.
Qaphela cc ungadli ukudla ongazenzelanga kona ungasondezi nabangani ngoba nabo abathembhekile kodwa lntombhazane kukhona laba abahlangene nayo khona Lana esontweni kuyabonakala nje nangendlela ezethembha ngakho Mina bengizovele ngiyeke isonto ngiyozisontela kwnye ndawo ngoba izithazenu zisesontweni nomama ubulawe esontweni ungesabi ilwa nomama uzobanwe kulempi uBaba akaphume nentombhiyakhe ayoyakhela umuzi wayo ashiye izingane kubokwazo
Yoooh😢😢
Owangakithi Kanti futhi losisi obheda kanje
Cabanga nje umkhaya wethu lowenza udoti onjena🙄Uyasphoxa nje🙄🙄🙄
NBA?
Yazeyanesbind lengane iyincane kanje, ulala kanjn nomuntu esazilile, laba bathandane umamfundisi esaphila, lo grl umbulele umama
Kwaze kwanzima kanti mama mfundisi ufeleni?
Im scared 3 months wife eshonile
Lithini lona ibandla amanyala la iphi i Executive Commetee yelibandla nantdi imihlobo
Usheshile kakhulu
Bafile nje babo zintloni labo,makuphandwe ukufa kukamama@@NomsaMsimang
Akavele ufihlelwani loMfarisi kamfundis sengfisa ukwazi sontolini elikhohlakele kanje ngoba yazi amakholwa akhona kodwa thule ishoni boo bangadidekel khona abasafuni nkonzo shoni gama lesonto plz
Wadewasukuma Kade ngifuna ubona uba ugqokeni losisi👀👀
Yhoo ama2k smakade 😢😒yazi kade bajola nomfudisi 🚮😒
Hi Stufuza losisi lobaba welengane yibo ababilala umama wanga kwakhe