He is a game changer and why makes us loved him so much in such way that we can Regard him as King of MaSkandi /Inkosi KaMaSkandi like he know how to look after for other MaSkandi artist akanawo umona and uyayazi into ezojabulisa thina Balandeli kanye nabanye Abaculi 💖💖💫🥰
Mina khuba Ungeza ngiZiqhenye ngokuba uMlandeli wakho like I never thought after salahlekelwa Ibhova khona umunye umculi engiyoke ngimthande to be honest after Idlamanzi likhotheme mina ngawuduba uMaSkandi until uKhuba eKhipha uQula Kwedini Ngamthanda lapho kwaba ukubuya kwami kuMaskandi,God may keep on blessing you for being a true leader ,ubukhosi awuziphanga bona kodwa imisibenzi yakho emihle,Saze saJabula Ngawe King Khuba ,Siyabonga kakhulu okwenzile,that was a milestone achievement,Great job ,well done 💖💖💖💫💫🔥🥰🥰🥰👏👏🙏🙏🙏🙏🙏
Ebeshilo u somizi ukuthi kuthe mekungena u Khuzani labhubha🙌🙌❤️❤️❤️💙💙💙cha wazalwa nayo lento Khubaaa. Lalela one day uzoya koshaya ekhaya e Zim umenywe yimi😊 yaze yayinhle into yeyingane💙💙❤️❤️🥰
I never thought I can fall for Maskandi musical but Khuzani, you changed me totally.I think bebengafiki la....I am sold 🔥🔥👏
Same! inguye nomfana ocula mali yase absa
He is a game changer and why makes us loved him so much in such way that we can Regard him as King of MaSkandi /Inkosi KaMaSkandi like he know how to look after for other MaSkandi artist akanawo umona and uyayazi into ezojabulisa thina Balandeli kanye nabanye Abaculi 💖💖💫🥰
Shenge Sokalisa
Yohh same here I was never a maskandi person until listening to Khuzani.
Yooo nami yazi gl
Ingabe ibhova neNdidane mabengaqhamuka lana bangathini ngalomfana wakwaMpungose selokhu nje asivumeni kuyaqala nqa ukuthy uMaskandi uhlanganise bonke abaculi bemiculo ihlukahlukene Dankie Khuba💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙Ibiyinhle into oyenzile nabanye obubambisene nabo isandla sendlula ikhanda kwande lapho enithathe khona.
Mina khuba Ungeza ngiZiqhenye ngokuba uMlandeli wakho like I never thought after salahlekelwa Ibhova khona umunye umculi engiyoke ngimthande to be honest after Idlamanzi likhotheme mina ngawuduba uMaSkandi until uKhuba eKhipha uQula Kwedini Ngamthanda lapho kwaba ukubuya kwami kuMaskandi,God may keep on blessing you for being a true leader ,ubukhosi awuziphanga bona kodwa imisibenzi yakho emihle,Saze saJabula Ngawe King Khuba ,Siyabonga kakhulu okwenzile,that was a milestone achievement,Great job ,well done 💖💖💖💫💫🔥🥰🥰🥰👏👏🙏🙏🙏🙏🙏
Yooo mina I was a fan of igcokama elisha but since ngezwa izingoma zakhuzani sengibalekile 😀😀😀ave zimnandi shame ❤️❤️❤️
Welcome home 💙😂💙
🤣🤣🤣😂welcome
Ebeshilo u somizi ukuthi kuthe mekungena u Khuzani labhubha🙌🙌❤️❤️❤️💙💙💙cha wazalwa nayo lento Khubaaa. Lalela one day uzoya koshaya ekhaya e Zim umenywe yimi😊 yaze yayinhle into yeyingane💙💙❤️❤️🥰
Ngifikelwa yizinyebezi akubeke ujehova Khubaaa we luv u so much💙💙💙💙💙💙💙💙💙
Eish mfethu uJehova abenaye
Ngiyophuma ngebhokisi kwaGuqa, silandela ingadlangadla islwane soqobo💙💙💙💙
Inamandla le ndoda, up Khuba wethu
Izwe lelika Khuba 👌
Up Ndlamlenze wingqopha mlando yoqobo inkosi yomaskandi noma bengakthandi lokho kodwa ubakhombisa ngayo yonke indlela Mfoka Khuba gawozi💙💙💙💙💙💙💙💙🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🌠✨💫
Igagu lakwa Mpungose.....💥💥💥💥💥 uyawuz u Live
Well done KING OF kings, you are the best of the best 💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙 great performance
Yes amazulu ane kings the greatest one xa kutshiwo like ushaka 🤭 and you the greatest king apha ku maskhandi ND you still alive 🔥🔥🔥🔥
aii yabona lana isishintsha khona izinsimbi ingena kwi ngoma ijele aiiii khuba uyanyisa qhawe suuuka🔥🔥🔥💙💙💙
Uyinkunzi we Khuzani 💙💙
Awu awu awu! kodwa ngenhlonipho yakho Khuba uyakude ngeke bakufice khuphuka Nkosiyomaskandi💙💙💙💙💙💙💙💙
Khuba💙💙💙💙🔥sebenze kakhulu ndoda ukuthi lomcimbi ube kulelizinga
Manibambisene akukho la nohluleka khona.....syakubongisa nakubantu bebephusha lomcimbi Kanye nawe sibonge nakubobonke abantu abathe benza lomcimbi waba impumelelo💙💙💙🔥🔥uqoshiwe umlando lana
Blue Nation 💙💙
King 🤴 👑 of maskandi osukwenzele lomculo bayokbonga usufile onomona up khuuuuba yinhle into oyenzile nethimba obambisene nalo
Yadla eyami 💙💙💙 Ayiphoxi unenhlahla wenolandela blue nation
Igama lobukhosu selilincane kakhulu kuwe Khuzani uyikhokonkw kumaskandi
Khuba💙💙💙💙💙yazi I am proud of you Gawozi, cha ngiphelelwa amagama kodwa nje njengomlandeli Wakho ngi 😊
Kwaze kwamnandi .i respect u Khuba.....u are King 💃💃👑👑
Am in love with your music empeleni ngiwumlandeli wakho and o proud qhubeka nkosi yomaskandi #nongamthandi uyoze amthande ukhuba💖💖💖
Keep up the good work brother
UThixo asigcinele wena
I never I thought I can fall for you music Khuba but your performance on stage .....I'm official your fan now
Uyinkinga mfokaKhuba akekho ongamelana nawe❤️🔥❤️🔥❤️🔥❤️🔥
Bezibuya ngiphuthelwe ..Sengiyazifela ngoMaskandi..💯👌🙏💋❤️
Mpongose uyindoda 💪
💙💙💙💙💙💙💙💙hayi abakuyeke Khuba ubehlule hluuh! hluuh! hluuh!
Sawina bafana sawina! You are too smart Khuba.....
Khubaaaaaa
I like the idea that uqashe the original featured artists to ur tracks... 👏
Perfect idea
🔥🔥🔥🔥🔥💙💙💙✊🙏🎉LV it nice 👌👌👌👌🙌syabonga khuba ndodayama doda
Bewumuhle umsebenzi wenu bakwethu ...sibonge nabaxhasi abafikile 🙌🏾
Welile our Queen kwaBLUENATION
Bekukhona noWelile??
@@mfundomagubane8499 yes bekase STAGE
Wena wako Khuba 💙💙💙💙💙
Bayokubonga usufile ngane kaMaNgema into oyenzele umaskandi inkulu🔥🔥👏
Umkhonto owabhajwa engxebeni phezukwelunda, zinja ziyamzungeza umfoka Mpungose, ngeke bakwenze lutho sdalo Ndlamlenze 💙💙💙💙
This was so beautiful siyabonga Khuba lobaba uZuma
Up khuba uyibekile induku ebandla💙💙💙💙
Ngangingazi kuth ngoke ngthande uMaskandi, Kuba Syabonga inhle into oyenzayo.
King Ndlamlenze keep it up 🔥🔥🔥🔥
Khubaaaa💙💙💙💙💙💙💙💙😍
Up khuba nice qhawe lam
Dankie KHUBA. Khuphuka lapho T.bela lv
Yiyiyiiiiiiii yiyiyiiiiiiiiii enzoooooo.....up up up up uppppp
Well done my King
Khuphuka lapho king Khuba🔵🔵🔵🔵🔵
Inkosi yomaskandi eyenza kahle inhlonipho,ukuhleleka phakath kwabantu ukubathanda futh wazi ukuth ulaphukhona nje ibona mft ngikwethulela isigqoko muhle umsebenzi hamba qhubeka ndlamlenze usuwinile inkosi ukubusise mft syabonga
King khuba 💙💙💙💙💙
👋👋 good performance keep itup Khuba
Kodwa Khuba ngamadima a5k wonke 🥺🥺🥺💙💙
Uyayenza into yakho Khuzani umona phantsi. Bayeke aba bathetha izinto ezibhanxekileyo ngawe.
Hhay ikuwe lento iphila kuwe ndoda jelours down🔥🔥🔥🔥🔥
intwenhle iyanconywa qhawe😍😍😍
ibeyinhle kakhulu into yakho Khuba you the true leader 🥇🏆
💙💙💙👑🔥💯 Baaaaphiii laba makunjena ..
yayinhle into bhambili khuzani unyakazise umhlaba hooolooloobathathe khuzani
Nkunzi uyinkunzi
Up khuba
Up khuba up 💙💙💙💙
King 👑 💙💙💙💙💙💯💙💯💙💯🙏🙏
Ngyadela kodwa ngemali isilingo ey lengoma bkt 🔥🔥
✊✊✊✊✊muhle umsebenzi ❤️
Wow 💙💙💙💙💙
Up khuba up💙💙💙🥰
siyi EC sithi phambili ngo khuba umculo wakho umnandi siyawuthanda
Qubeka njalo mfoka mpungose enhle into oyenzayo South Africa 🌹
Eyakokhubaaaa..phansi emahlathamnyama up
Khuphuka lapho khuuubaa💙💙💙💙💙💙💙💙
Eyami ayehluleki sdalo🤤💙💙💙
unhlamba zgijima ngetiyela!
💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙king of maskandi
Kuhle impela kodwa angikho happy ngengubo kaSphe
King of all kings in maskand👑
💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙
Ayi eyasemanews ngvumsyona mina inkunzi le❤❤
Suka💙💙💙💙💙💙💙💙
Up KHUBA 💙
Khuba mfwethu muhle umsebenzi owenzile umcimbi wakho ube sezingeni eliphezulu kakhulu ⚪. Ngiyafisa ubone umsebenzi wami nglonye usuku
Isegazini kuwe mfoka mpungose lento khuphuka khuba blue nation 😍😍😍
Ayy akayekwe umfoka Mpungose yaz angke esabambeka straight akekho oyofana naye ......wayeshilo umfoka Gcwensa
u uyphethe le industry boy up khuba up
Hha aii suka ngyaziqhenya ngaleliqhawe iNdidane yasishiya neqhawe ngempela Khuphuka lapho Khuba
Up khuba❤
Khuphuka khuuuuuuuba
Umsebenzi omuhle mawuqhubeke Onondaba abafaki lutho kunalokho bafuna ukukuphuca.kuhle kakhulu okwenza kalayo njengamanje
💙💙💙💙🔥🔥🔥🔥
Usuze waphisa nange zicathulo 😂🔥👌♥️ hay beku lit nģempela King Herodi 💙💙💙💙
Hluthankungu approve.
Khula njalo wena wakokhuba
Up Khuba 🔥🔥
🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥👌💙💙💙💙💙
Up khubaaaaaah the king of maskindi
Kodwa khuba ayi 🔥🔥maskandi ngangawuthandi ngavele ngezwa ezakho ngawuthanda kufa,vivaaa yayenza lento yakho
PHAMBILI NGOKHUBA PHAMBILI UP LAPHAYA👏🤝
Khubaa! 💙💙
Danko big brother 👏
Well done Khuba mfethu
UKHUZANI NGIYAMTHANDA OKOKUQALA LOKHO UKHUZANI UYAHLONIPHA UKHUZANI NGIMBEKELA IMINYAKA EMIBILI KEKHO UMFANA OYOMELANA NOKHUZANI UYOBE ESEYINDIDANE KUNJALO
Kwasho indidaneeee ✊✊✊✊💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙💙
Kunjalo kunjalo
Ayii no mfoka mpungose muhle umsebenzi suka!!!!!!!!!!!
Winkunzi kodwa Khuba 💙💙
Khuba hlezi ezokwenza 1😁🤟😅
Mina ngfuna adlale I cd 💿 ukhuba estage ay laphoke ngimuzwa kahle ay lento yezinsimbi ay dlalayo