Igcokama Elisha Licikwa Yizinkulumo ZikaKhuzani

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 4 лис 2024

КОМЕНТАРІ • 28

  • @sbusisolawrence3553
    @sbusisolawrence3553 2 місяці тому +4

    Ukhuzani nje umculi nje ophuphile
    Usephuphile and since kwaphuma nje i Paris akaphindanga nje wabuyela engqondweni yakhe izinto azenzayo nje zizinkomba zomona
    U busy ngo Mthandeni engabe unaka izinkinga zenkampani yakhe le eclinayo engabakhokheli abantu

  • @SbusisoZulu-i5j
    @SbusisoZulu-i5j Місяць тому +1

    Khuzani bulawa mona nje qha

  • @Simphiwe-h2p
    @Simphiwe-h2p Місяць тому

    U khuzani kulokhu kwaba khona lengoma I Paris usegula ngekhanda angithi wazi ukuthi yonke into kumele ibonakale kuye

  • @KhethiweMthembu-r1z
    @KhethiweMthembu-r1z 2 місяці тому +1

    Umhlukumezile iparis akasaboni nento ezomufaka enkingeni ufuna ukucekela igama lapearl ufuna nokunakwa kodwa ubuswa kakhulu umona wayengazi ukuthi uyofika la umthandeni asekhona manje

  • @luckynhlanhla30
    @luckynhlanhla30 Місяць тому

    Bathathe mfana wasemandaba
    Siyabahlukumeza ngenkani

  • @MkhombiseniMdletshe
    @MkhombiseniMdletshe Місяць тому

    Kwaqala yen uMthandeni nabalandeli bakhe 😂😂manje kubuy induku #umdlal omuhle mawqhubeke# niyek uktetema😂😂😂😂😂

  • @christopherndlovu2272
    @christopherndlovu2272 Місяць тому

    SK ziba lezinto for 5yrs vele ziphuphile

  • @SiyabongaLithuli
    @SiyabongaLithuli Місяць тому

    Isithuzi esibalulekile sesika mThandeni makayofa

  • @Phiwamvumo
    @Phiwamvumo Місяць тому

    Usecosha amatshe usehlulekile impelake uma esenaka ama award angamfwki ngoba akathengelwanga

  • @NdodanaMncube-kg1zb
    @NdodanaMncube-kg1zb Місяць тому

    Shayi Ngoma Mthandeni uhlukane nomuntu onomona

  • @NkaVilakazi
    @NkaVilakazi Місяць тому

    Ave kuzwela kuleziphukuphuku ezilandela iskhova kanti ukhuzani noma ningamthuka uphumelele

  • @SpheleleBophela
    @SpheleleBophela Місяць тому

    Vele kufihlwa kufihlwani bantu naye looo uyazi kuncengwani

  • @MziwandileWilliam
    @MziwandileWilliam Місяць тому

    Sekphelile ngaye shame khuzani balandeli useyi hlazo ukhuzani

    • @SiyabongaLithuli
      @SiyabongaLithuli Місяць тому

      Wayelihlazo naye ngenkathi ethi ungene ezindlekweni

  • @ThubelihleDlamini-u4i
    @ThubelihleDlamini-u4i Місяць тому

    Ushonjalo because kuhlale kwenzelelwa yena umgodi.... So ucabanga ukuthi wonke umuntu uyenselelwa njengaye.... Inomona leyanja

  • @sandilesandile946
    @sandilesandile946 2 місяці тому +1

    kwenziwa ubuxoki kwasekuqaleni uKhuzani inja vele

    • @CheffdesoulNews
      @CheffdesoulNews  2 місяці тому

      Angiwaz ngempela umona onje

    • @Mhlonishwa-c9q
      @Mhlonishwa-c9q Місяць тому

      ​​@@CheffdesoulNews Wemsakakazi uma uthi uKhuzani bekufanele a-consult izinhlaka ezithile uMthandeni yena ubenze njalo yini uma yena efuna ukwehlisa isthunzi sabanye abantu? Uthi ubuwazi ukuthi uMthandeni ubhebhethekisa amanga athi abaxhasi bakaKhuzani bayampheqa including uZuma oyi Menenja yakhe bayapheqana? Asehli njalo isithunzi salabantu abathuka ngoba enyanya uKhuzani? LoMthandeni omkhulumelayo uyamazi ukuthi ungumuntu onjani noma usebenza ngento e-trendayo nje wena?. Lento its bigger than indaba yengoma i-Paris these people are too personal to each other zonke izinto ebezitholwa uKhuzani uMthandeni ubeba nombono o-very disturbing ukwehlisa isthunzi somklomelo kaKhuzani kodwa bekungewona uMona ngoba bekushiwo uMthandeni phela angithi kwawena angikaze ngikuzwe ngikuqala manje nje?. Mkhulu umonakalo owenziwe uMthandeni kwi-career kaKhuzani elwisa yonke into ethinta uKhuzani ethuka kwasani esondela eduze kukaKhuzani ethi uyanuka, akagezi, uyidixa, uyapheqwa, unentshontsho, uyadiza, uyagwaza "bribery", uzivotele, unezindo zamalahle including uRisa lo uyayazi inhlamba kaMthandeni 2017, and 2018 uKhuzani wawina ama-gold disc iminyaka ilandelana wakhuluma kabi uMthandeni wathi zindondo zamalahle wayenza lento yaba ngaye wathi kucindezelwa yena senikukhohliwe lokho namhlanjena kwabanye abantu uKhuzani mubi ngalendlela lomculi afisa ngayo esebenziwa i-power yePropaganda kwabakulungele ukuzonda umuntu ngaphandle kokusebenzisa "a valid reason to do that " angithi konke kulungile akunaMona futhi kakwehlisi sthunzi samuntu ngoba kusuke kushiwo by "The all mighty Manqele"?. Bhuti ungayikhulumi into ongayazi uMthandeni asimazanga nge-Paris le asezama ukuzenza uslungile ngayo as if ungumuntu wokuthula nobuhle yena lemkhonto abeyicija eyibhekisa kwabanye naye akakulungele uma isibhekiswa ngakuye niyeke ukuzosifundekela ngokuthi uMthandeni udiniwe, ucasukile sinandabani nokucasuka kukaMthandeni thina?..

  • @SphamandlaThwala-h1n
    @SphamandlaThwala-h1n Місяць тому

    ukhuzani akawuyeke umculo ngoba uyawubulala bafw2

  • @SiyabongaLithuli
    @SiyabongaLithuli Місяць тому

    Hawu icala phezu kwakhe khuzalo waye kwenza nawe

  • @SphamandlaThwala-h1n
    @SphamandlaThwala-h1n Місяць тому

    ukhuzani uyanyanyisa lento enomona akafusege ugidi lomasimbalana

  • @MkhombiseniMdletshe
    @MkhombiseniMdletshe Місяць тому

    Naw usaqhuba khon ukchema namasimba

  • @SiyabongaLithuli
    @SiyabongaLithuli Місяць тому

    Why bengazange bambonise uThandeni fuseg nawe

  • @IgonaelihleIgona
    @IgonaelihleIgona 2 місяці тому +2

    Niyaqaphela ukhuzani ubusy ngendaba zika Mthandeni kodwa ngiyazbuza kungani umthandeni engakhulumi ngendaba zika khuzani cha bafethu ukhuzani uxakekile lento imshayisa ngovalo akakwazi kuthi angalwisani nakho kodwa iqiniso umthandeni yiskhathi sakhe lesi

    • @CheffdesoulNews
      @CheffdesoulNews  2 місяці тому +1

      Inkinga abantu kuyabahlula ukumela iqiniso, angeke uhlale utrenda njalo...iskhathi syaphela kufike esinye, unhindered utrende futhi. Nomona indimauyayidlala emhlabeni kaNkulunkulu