Ekhaya lomphefumulo: 17 06 2023 insizwa yakwaMdadane eyathwebula idlozi icele intethelelo

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 12 січ 2025

КОМЕНТАРІ •

  • @SizileMalevu
    @SizileMalevu 7 днів тому

    Amen ngicela ukukhanya kubantwana bathole imisebenzi Nyazi lwezulu

  • @SilindeleNxumalo
    @SilindeleNxumalo Рік тому +5

    Asingamjaji nathi sinezethu akabalelwa umuntu amacala akhe lithi ibhaybheli ningehluleli ukuze ningahlulelwa ungabuki ugongolo olukumfowenu nawo unocwezwana esweni lakho amen

  • @hlengiweziyanda7593
    @hlengiweziyanda7593 Рік тому +6

    Mmm ngiyafisa kuya ekhaya lomphefumulo hleze ngathola nokuthula emphefumilweni wami ngekithi

  • @thembindlovu6408
    @thembindlovu6408 Рік тому +1

    Amen ngicelela umndeni wami ukuthi siyeke ukuxabana sivuse umuzi wobabamkhulu

  • @zinhlemdletshe-rh2nb
    @zinhlemdletshe-rh2nb Рік тому +21

    Ngaze ngamthanda umshana ngokunakekela malume

  • @carolntombenhlecossa8817
    @carolntombenhlecossa8817 Рік тому +5

    Eyi abantu bathwebula kanjani imindeni bayajabula ukubona umndeni uhlupheka ngesimanga sakhe

  • @NomusaDephney
    @NomusaDephney Рік тому +5

    Amen mina ngiyishada DC inkosi yasekuphakameni ibe Nami noMyeni wami isikhusele njlo esikwenzayo ibe nathi konke kuhlangane okungahlangani kuhlangani Amen ngokuhlal ngise Goli ekhaya kuseNdaweni yase Dumbe

  • @nonhlanhlamhlongo5271
    @nonhlanhlamhlongo5271 Рік тому +4

    Amen ngcela ubaba ushembe nyazlwezulu angikhumbule

  • @noxolozulu2291
    @noxolozulu2291 Рік тому +12

    Yeeeyi sonke sinenkinga ngenxa yalento nkosi, baganga ngenhlabathi yamathuna and ihlezi iqhamuka ngakomalume.

  • @noziphomagubane9340
    @noziphomagubane9340 Рік тому +3

    Syabonga mthetheleli wezono zethu nami ngiyafisa ukuyogeza imindeni yami uze ungikhumbule nkosi

  • @NthabisengMbazana-w2w
    @NthabisengMbazana-w2w Рік тому +5

    Ngiyacela ku baba Shembe afikele umndeni wami no sisi wami aphumelele kwi mpilo ayiqalile yokusebenza phesheya kwe lwandle. Ameni

  • @thembaxulu8667
    @thembaxulu8667 Рік тому +1

    Ameeeen ungikhumbule shembe nyazi lwezulu baba. ❤❤❤❤❤

  • @BongekaSonjica
    @BongekaSonjica Рік тому +1

    Siyabonga Baba ndicelela umndeni wami akukho okulangayo akukho imvano akho peace ndicel imithandazo👏👏

    • @ThobaniMyeza-ye1hw
      @ThobaniMyeza-ye1hw 11 місяців тому

      Woza eB,hleni ukholwe ugcine iziyalo zika Thixo uguquke, ulungise amacala okhokhobakho

  • @JIGGYJIGGY-n5v
    @JIGGYJIGGY-n5v Рік тому +14

    Amen ngiyabona ushembe uyakhasa nami ngihlala esoweto .benginengane bengiyifanisa naye umalume yena ubengakwazi nokuhlafuna ukudla ngisho nokuzigeza na ku khuluma ngiyabona ushembe uyinkonzo yeqiniso nami bengingathanda ukuba ngihlanganele nani ngoba sengindlule ebunzimeni obukhulu ngisho ngoba ngithathelwe izimpahla zonke ngudadewethu omncane nomfowethu ngisho ne zingane zami .bengisanda. kuhlukanisa nomshado noise wazo ukuba bekungekho okuhlukanisa bengzophuma ngebhokisi ngakho boshembe bengicela usizo ngoba nokugeza emveni kokushonelwa yingane angikwenzanga ngoba nabo odadewethu nomfowethu nabo bafuna ngifile ngobuthakathi

    • @sbonokuhlesanelemzimela
      @sbonokuhlesanelemzimela Рік тому

      kumele uye la kukhona uShembe uNYAZI khona uyonikela umbikele lonke usizi lwakho uzokusiza noma kanjani. Kuyimanje uNyazi luseBuhleni eThekwini eNanda uJuly wonke luzobe lukhona.

    • @nokwandangubane3673
      @nokwandangubane3673 Рік тому

      Sengathi uNyazilwezulu lungaba nawe

    • @nellydagogettamdlalose7132
      @nellydagogettamdlalose7132 Рік тому +1

      Imindeni iyafana. Umona. Ubuthakathi. Ukuhlangana bodwa ngomuntu ophumelelayo. Hhai

    • @saneledlongolo4010
      @saneledlongolo4010 Рік тому +1

      ikuphi ibranch esoweto nginesifiso sokuya khona ihleli lento enhlizwen yam?

    • @nonhlanhlamaribe7050
      @nonhlanhlamaribe7050 Рік тому

      uShembe uNyazilwezulu ⚡🙏🏽 likukhumbule

  • @NomusaDephney
    @NomusaDephney Рік тому +2

    Ngicela nokuthi sizwane siwuMndeni sibambane kunzima sicela imkhuleko Amen

  • @ThembisileNgwenya-i6h
    @ThembisileNgwenya-i6h Рік тому +4

    UShembe uThijxo nami ngiyafisa ukufika ekhaya lomphefumulo ngicela uShembe nabakithi bangiphe imali noma bañcoliswa ngifuna ukuyo ageza

  • @SphesihleDima
    @SphesihleDima Рік тому +6

    Kodwa kanti yini ngobuthakathi😭 unenhlanhla ngokuthola ithuba lokuxolisa

  • @nontobekozulu7671
    @nontobekozulu7671 Рік тому +9

    Wazewaphil umshana uyamnakekel umalume wakhe akamehlulel

  • @mbhekivilakazi3813
    @mbhekivilakazi3813 Рік тому +1

    Amen 🙏 ngicel unkulunkulu womkhulu no khokho bethu makasigcine njalo ngomusa wakhe futhi akafike kwabanye❤

  • @gijimasangweni1647
    @gijimasangweni1647 Рік тому

    Anibona oNkulunkulu okwenu ukuba namukele uxolo uyozimela phambika Ka Jehovah ngamacala akhe

  • @thandisongo151
    @thandisongo151 Рік тому +1

    Nathi sinabo emakhaya ,ananyala abanawo bagijima amathuna strong maqede bazenze msulwa

  • @NOMPUMELELOMOKOENA-ny7bn
    @NOMPUMELELOMOKOENA-ny7bn Рік тому +2

    Amen ngatsi i kosi yase kuphaka meni ingangi tholela munye welunga lami owaganga amathuna wasekhaya naye ngathi angasale avele a xolise .kuze sithole kuphumula nokuthula emoyeni wami kanye nokujabula

  • @zamamkhize4513
    @zamamkhize4513 Рік тому +20

    Jimmy Mdadane ohlala KwaNdengezi elokshini angikudabukeli nakancane. Into owangenza yona uthatha uR10 000 wami uthi ungidayisela indawo kanti unginika indawo yabantu. Ngathi sengizovula isiza waphuma nocelemba umnini wendawo efuna ukungiklabha lapho ngihamba nengane yami ena 8 years ngabaleka nayo ngibona ukuthi sizofa ngoba umunto lowasinika indawo yakhe ngangibona ufuna ukusibulala ngathi mengizokutshela wadelela ngoba wawazi kt imali singakuwena nokuthi ngumuntu wesfazane anginawo amandla. Ngihleli imqashweni nje ingenxa yakho. Ngathi sengifuna imali yami wangithembisa inhlamvu. Izinyembezi zami aziwelanga phansi.

    • @mthunzinkwanyana9353
      @mthunzinkwanyana9353 Рік тому +1

      Crc?

    • @zamamkhize4513
      @zamamkhize4513 Рік тому +4

      Yebo, mengicabanga ngemali yami ayidla ngifikelwa izinyembezi ngiyibeke kanzima.

    • @dumsaniduma1380
      @dumsaniduma1380 Рік тому +4

      Ngyazwelana nawe ngesenzo esakwehlela, kodwa ukuyidlulisa kwakho leyondaba ikona okwenza unkulunkulu aklwele ..

    • @gugumazibuko6275
      @gugumazibuko6275 Рік тому +4

      Cela uNyazi lukuphe uxolo ngaphakathi. Umxolele. Unikele embengeni. Ulinde. Ungaqakekisi. Uzoziphendulela uNkulunkulu wokhokho bethu. Mina ngahanjelwa umama ngo2018 esemncane emuhle eyiNazaretha. Kwangena owomndeni waganga yonkinto yakhe. Namhlanje lowomndeni uyafuna ukukhuluma kodwa uyasindeka. Okunye usekuphahlukile. Umama uyafika ngqo kuye ngamaphupho akasadle nkobe zatshwala ke manje. Umthandazo wami uthi akayotshela uShembe ukuthi wayemthakathelani. Mina ngingumoni nje ofana naye akangazotshela mina.

    • @ZwelihleMazibuko
      @ZwelihleMazibuko Рік тому +2

      Cc wami ngyazwelana nawe kokubi akudlulisa kukho kodw ngyacela ngenye imini uythole kahle enhlizweni yakho umthethelele ngoba kuyena wayezbona enakho konke kanti ilanga lalisakhanyise phezu kwakhe kwafika laaa lisithela khona sekumnyama kodw njengoba kumnyama nje udinga Nina futhi NJENGE SBANI.
      UShembe sisi wami uyakukukhumbula uma wenze kanjalo,uphume kulowo mqasho ube neyakho indawo ongeke usokole kuyo

  • @SiphoSiyabonga-n7t
    @SiphoSiyabonga-n7t Рік тому +4

    Unenhlanhla lomfo ngiba usenganeni kwethuna alungise kuselana esaphila

    • @mdungethulile
      @mdungethulile Рік тому

      Walikhuluma iqiniso elingenakho ukuphikiswa

  • @bongekilekhanyile1523
    @bongekilekhanyile1523 Рік тому +2

    Amen hhheii kunzima 😮

  • @noluthandontshingila9912
    @noluthandontshingila9912 Рік тому +3

    Amen 🙏🙏 inkosi iskuthethelele

  • @busisiwegwala4965
    @busisiwegwala4965 Рік тому +2

    Syabonga Mshumayeli MaJiya

  • @nokwandangubane3928
    @nokwandangubane3928 Рік тому +3

    Eiy thina nkosi kithi khona lo wayeyinuku .......akuve esebufafazile ubunuku bakhe😢. Ngenelela shembe Nyazi lwezulu kuleliyakhaya

  • @bongiwemsomi4234
    @bongiwemsomi4234 Рік тому +2

    😭😭💔💔isono shembe abantu bomndeni bayasihluphekisa

  • @ntombidlamini971
    @ntombidlamini971 Рік тому +2

    Amen inkosi ikubusise mtakamkhulu

  • @enhlemthethwa3738
    @enhlemthethwa3738 10 місяців тому +3

    Uyalunga mthakathi ndini,nithanda izinto ezisheshayo...i like inkosi ayincengi!!!.sukuma ukhulume doti, ngalesikhathi uthakatha wawu papurukaa, u selfish, uzicabangela wena wedwa

    • @mpulozama2798
      @mpulozama2798 5 місяців тому

      Kahle ukuzenza ngcono naye akazenzanga ubesetshenziswa omubi

  • @nhlakssibekoprettykmamajol9777

    Kanti wena mnikaz wendaba awusenamlomo yini kona lokho wayekwenzelani lokho into embi kanje 😢

  • @SIMPHIWENTUL
    @SIMPHIWENTUL Рік тому +2

    Inkosi unyaz lwezulu❤❤❤❤

  • @PrudenceMabaso-u4n
    @PrudenceMabaso-u4n Рік тому +1

    Safa yilenkinga iqhamukushonabazali Nkulu kulu wokhokho ngenelela. Ukubinzondo iyabulala ngabe gimathambamhlophe yinzonfo ka my sister no brother but ngithandaxuNkulunkulophilayo. Ngathi ngingaphiwa leyomalabenzangayo lomsebenzi

  • @deletemedia3599
    @deletemedia3599 Рік тому +2

    Inkosi ikubusise mfwethu
    Amen 🙏

  • @williammkhize9518
    @williammkhize9518 Рік тому

    Sanibonani bafethu, ngicela ukubuza ngingalitholaphi isonto lamanazaretha ngoba ngihlala e north of Pretoria, mhlampe uwaziyo I Pitoli angangisiza? amen

    • @zodwamlaba1950
      @zodwamlaba1950 Рік тому

      Usually abase pretoria ngiyaye ngibabone sandanezwe ejozi angikho sure ngethempeli

    • @mlavilakazi6044
      @mlavilakazi6044 Рік тому +1

      Likhona eMamelodi, Soshanguve, kanye nase atteridgeville.

  • @londythulemchunu
    @londythulemchunu Рік тому +1

    🙌🙌Ameeeeen❤❤❤

  • @DikelediMokgatlhe
    @DikelediMokgatlhe Рік тому +2

    Amen🙏🏽🙏🏽🙏🏽

  • @bhekithembamasuku4351
    @bhekithembamasuku4351 Рік тому +1

    Nkulunkulu wokhokho bethu uze uskhumbule kanye nabantwana nemndeni yethu

  • @nkumbuntuli6360
    @nkumbuntuli6360 Рік тому +1

    uzusikhumbule nkosi yeZulu nezitha zalomuzi zichitheke .🙏

  • @NtombenhleMthethwa-j5d
    @NtombenhleMthethwa-j5d Рік тому +4

    Inkosi ikubusise mshana ngokukhombisa umalume indlela nokumnakekela nokumthanda

  • @collenlukhelo
    @collenlukhelo Рік тому +1

    Ubenathi njalo Baba 🙏🙏

  • @nomasontosonto9035
    @nomasontosonto9035 Рік тому +1

    Uyagula Lona engathwebula idlozi😂

  • @Guguh_Nkwanyana
    @Guguh_Nkwanyana Рік тому

    Yoooh😮

  • @NombusoJaca
    @NombusoJaca 3 місяці тому

    Yei Malume sakufica lesikhathi kugwetshwa la emhlabeni manje washo umdala wensuku

  • @JIGGYJIGGY-n5v
    @JIGGYJIGGY-n5v Рік тому

    Bengicela umkhuleko boshembe kunzima nokuphuma nangesango ngoba ngivuvuka izinyawo okwamanje ngilungisela ukulishiya ikhaya ngiyozifunela elami ikhaya

  • @nomathembasimelane-bd8qf
    @nomathembasimelane-bd8qf Рік тому +1

    Ngicela uNkulunkulu uNyazi lwezulu luhambele kudadewethu naye owenze wona lomsenzi wobumyama abuye azoxolisa

    • @thamisanqasithole9554
      @thamisanqasithole9554 Рік тому

      Nathi lihambele ubaba ayeke ukuganga Nate, angafi kodwa avume yonke lento ayenzile kulezingane zakhe ezingazi imikhuba yakhe nomundeni wonke. Thina esaphiwa amehlo Kamiya siyayazi imikhuba yakhe

    • @n.hmahlaba465
      @n.hmahlaba465 Рік тому

      Mina unkosikazi ka baba wam ,🥺🥺

  • @IreneKhwela-c9b
    @IreneKhwela-c9b Рік тому

    Baba shembe
    Lungisa umfowethu nengane yami

  • @KhumaloStallion
    @KhumaloStallion Рік тому

    Ubeganga lomuñtu

  • @ReginaldCele-mo8ib
    @ReginaldCele-mo8ib Рік тому

    Ukubonga Kwami Kuyoba Ngaye Njalo.

  • @wandahmfanah8855
    @wandahmfanah8855 Рік тому +1

    Amen 🙏

  • @SphuraPhura
    @SphuraPhura Рік тому

    Nathi siphila yona lempilo noma bevela asebahamba abasibheki abasikhulumisi

  • @SakhileMtiyane
    @SakhileMtiyane Рік тому

    Nkosi yamakhosi umukhulu uyesabeka ngoba ngelinye ilanga bayokhuluma abafisa ukuthi izinto zikhanyeli bona kuphela

  • @mlungisingobese112
    @mlungisingobese112 Рік тому +2

    Malume wakho u(Jimmy) wathatha ifoni yami wangibeka isbhamu espongweni ngathi kulungile akadubule, heh unje namhlanje...

    • @Zintlle
      @Zintlle Рік тому

      Oh! Wayeyisgebengu? Ave bedabukisa mese kphele uk'hlakanipha, ungaze ubadabukele

    • @nomkhosinojiyeza8407
      @nomkhosinojiyeza8407 Рік тому

      😮😮😮😮aiboh Shemb kwanzim ezweni

    • @mlungisingobese112
      @mlungisingobese112 Рік тому

      @@nomkhosinojiyeza8407 yaz bengihlezi ngimubuka angazi noma ucabanga ukuthi sengakhohlwa yini

    • @sabeloshabane6433
      @sabeloshabane6433 Рік тому

      ​@@mlungisingobese112ha umuntu enimaziyo kanti?😢ungasho uliphinde ingako engafuni ukukhuluma unkabi 😢

  • @zandyngubeni3098
    @zandyngubeni3098 Рік тому

    Ngyacela bandla likhuphi ikhaya lekuphila egoli ngifuna ukuya, impilo yami inzima kakhulu angikungelwa yilutho. Nginethemba lokuthi usizo ngizolithola kuNyazilwezulu

    • @ekhayalemphefumulokwamashu
      @ekhayalemphefumulokwamashu Рік тому +1

      ikhaya lomphefumulo lise Durban kwamashu. kodwa ungakuthola ukusizakala kunoma iliphi itemple lakwa shembe loNyazi

    • @zandyngubeni3098
      @zandyngubeni3098 Рік тому

      @@ekhayalemphefumulokwamashu Ngyabonga ngempendulo yakho, ingabe likhona itempele olaziyo eAlexander noma egoli? 🙏🏽🙏🏽

  • @prettymthembu5399
    @prettymthembu5399 Рік тому +1

    Amen

  • @sthembisosthembiso9453
    @sthembisosthembiso9453 Рік тому +5

    Kodwa malume wami ngaze ngafisa ayizwe lenkozo ngoba naye unjengolombemu

  • @sydneygwala4753
    @sydneygwala4753 Рік тому +1

    Ameeeeni

  • @nunungema4412
    @nunungema4412 Рік тому

    Angimuzweli nathi ekhaya kwenziwa into efana nayo le. Kodwa idlozi ekugcineni liyophendula

  • @lungilembona4737
    @lungilembona4737 Рік тому +1

    bakwethu owakwethu liyamehlula uzonda Thina ke manje uth usethakathwa yith singabandawonye. Nguyen omdala kuyilapho akanalutho ubhut wam ngath isihlupheki akukho okulungayo ngaye. uyabona nje ukut uthwele kanzima lomuntu kodwa akaziboni yena

    • @nomvelontshangase1163
      @nomvelontshangase1163 Рік тому

      Kubuhlung ukungezwan ningaba ndawonye kungakho ukuth anizwan kodw kukhona oyedwa onenkinga ujehova anivikele

  • @larryplays365
    @larryplays365 Рік тому +1

    skhohlakali ndini !!!

  • @NompuMhlongo
    @NompuMhlongo 9 місяців тому

    Ngyakubongela mfethu ukuvuma amacala akho usaphila

  • @SombuShongwe
    @SombuShongwe Рік тому +1

    Ameeeeeeeni❤

  • @zanelesibiya7244
    @zanelesibiya7244 Рік тому +1

    Ngaze ngamthanda umshana

  • @sphazozomediaonline531
    @sphazozomediaonline531 Рік тому

    Sambona ikuphi nendawo ikhaaya lomphefumulo ngifuna ukuza

  • @talentmncube2044
    @talentmncube2044 Рік тому

    Akyena owakandengezi umalume??

  • @londintuli4635
    @londintuli4635 Рік тому +3

    Inkinga ngalamanazaretha asezikhundleni anolaka ayalwa umuntu agcine engasizakalanga

    • @luthulimadlanduna4753
      @luthulimadlanduna4753 Рік тому +1

      Yazi ngizwa nginengeka yilesikhahlamezi esibhekuswe kumalume

    • @ntombizonkenonsikelelo
      @ntombizonkenonsikelelo Рік тому +1

      Yooh walikhulum iqinisi😢

    • @wonderboymkhize2756
      @wonderboymkhize2756 Рік тому

      Unezwi elinesihosha noma khuluma ngath unolaka .ngiyamxolisela uMshumayeli

    • @londintuli4635
      @londintuli4635 Рік тому

      @@wonderboymkhize2756 mgyamaz mina ubaba Majiya unolaka nje kungeyena yedwa iningi labagcotshwa linolaka

    • @siyabongamzimela7931
      @siyabongamzimela7931 Рік тому +2

      ​@@londintuli4635ngelinye ilanga niyokuqonda ukuthi mawusebenza ngabantu abangasekho uba nomoya wolaka...ngoba imimoya yonke izwa kahle ngolaka..yikho nezinyanga nezangoma ziba nolaka nje mazisebenza umsebenzi wabantu abangasekho...empeleni umalume ukube akazange akhahlanyezwe ubozogcina engayicelanga intethelelo bese ke into yakhe ingalungi..angibonge ithuba

  • @ngqaphelindwandwe9452
    @ngqaphelindwandwe9452 Рік тому

    I ndoda noma umfazi lo

  • @Malume85
    @Malume85 Рік тому

    Ameeeni

  • @sthandiwezikhali5942
    @sthandiwezikhali5942 Рік тому +3

    Impucuko iyanilimaza kodwa MaNazaretha, bekungeyona indawo yokudalulelwa izwe lena, ibilungele khona ukuzwiwa abantu abangaphakathi ekhaya lemphefumulo kodw ngenxa yokuthi ismanje sesiyanihlanyisa, nakhu sibona indawo ejulile yemikhuleko nezinhlambuluko la kwiMedia, nehlule ngempelak manj niyaziphoxa

    • @nosihleradebe4905
      @nosihleradebe4905 Рік тому

      Aw😮relax

    • @n.hmahlaba465
      @n.hmahlaba465 Рік тому

      I get you mina especially le side lemhlambuluko yomuntu kodwa ke bazokudla bakufele

  • @bawinile1226
    @bawinile1226 Рік тому

    Ngyafisa ukuza kulaphi nomashu

  • @nkosingiphilenataschia9709
    @nkosingiphilenataschia9709 Рік тому +2

    Ngoba izinyanga ziyamlutha umuntu acabange kuthi uyofuninhlahla kanti sekuyogangwa ngaye qobo usukengalaz lonke iqiniso abant abahlukane nalezinyanga ezigangile

    • @xolilemadonsela35
      @xolilemadonsela35 Рік тому +1

      Uzobona ngani ukuthi zibolile lezinyanga ngoba sekonakele emhlabane inkinga sebefundisa nezinyanga esincane ukuganga kwanzima ezweni💔😢.

  • @ZinhlePriscilla-h8e
    @ZinhlePriscilla-h8e Рік тому

    Yaz ngyamthanda uMdadane coz ucele intethelelo esaphila akacelelwa esefile Ninake makholwa kungabe nozicelela nini intethelelo nah??njengoba ninezinhliziyo ezimbi kangaka nokuthakatha kuknina umile umbuzo wam Amen!

  • @samelasiyabonga7327
    @samelasiyabonga7327 Рік тому

    Umalume ubedubula abantu siyamazi unegazi ezandleni zakhe uyazi uJimmy

  • @iamsamajobe_
    @iamsamajobe_ Рік тому

    Kodwa uMshumayeli 🥺

  • @khethukuthulangcobo1128
    @khethukuthulangcobo1128 Рік тому

    Khonogcina 😢

  • @mduhamashe8441
    @mduhamashe8441 Рік тому +1

    Likuphi ikhaya lomphefumulo? ngyafisa ukuya nami ngixakwe yinto efanayo ngyafisa kothethela abakithi abangasekho amacala

    • @mondlimazibuko8352
      @mondlimazibuko8352  Рік тому

      likwaMashu E section ngase Thembalihle train station

    • @SilindeleNxumalo
      @SilindeleNxumalo Рік тому

      Cha Nami ngyadideka lomuntu uye lapha ngoba enethemba lokuthi uzophila athethelelwe kodwa kunalokho uyakhacwa

    • @mondlimazibuko8352
      @mondlimazibuko8352  Рік тому

      @@SilindeleNxumalo kwesiye isikhathi ubozifundisa ukungadidwa izinto ezingakudingi coz am sure ezakho zj enough

    • @sabeloshabane6433
      @sabeloshabane6433 Рік тому

      ​@@SilindeleNxumaloangimzweli nje mamah lomuntu lento abayenzayo abaya emathuneni siphila kabuhlungu kanje ibona BMW ekmele ize kuwena iya kuyena or enganeni yakhe double story okmele uyakhe iye kuyena abamukhace coz they know how much damage he makes to this family

  • @nkosinomusamkhwanazi2163
    @nkosinomusamkhwanazi2163 Рік тому +1

    Lithethiwe icala

  • @lungileNgubane-cv6ef
    @lungileNgubane-cv6ef Рік тому

    Siyakubongel mfwethu engat nkulunkul engakukhumbul🤗engat engahambel kwelakit ikhaya kuchobozek onk amacala nezinking ezenz kudedelek yonkint sigcin singasenab abnt. Bayaphel abnt kwelakit ikhaya 😭

  • @phumelelenkabinde-jw9nw
    @phumelelenkabinde-jw9nw Рік тому

    😢

  • @nonikomaluleks317
    @nonikomaluleks317 Рік тому

    Kuthi makubulawa umuntu kuthiwa uyathakatha kube khona abathi ayikho into ekuthiwa ubuthakathi

    • @sabeloshabane6433
      @sabeloshabane6433 Рік тому

      Okwazi ukuthi omunye wabo lowo osho kanjalo usuke efuna brainwash wena 😢

  • @mndenizulu8732
    @mndenizulu8732 Рік тому

    Kunzima uyazi

  • @nomthandazomalunga1742
    @nomthandazomalunga1742 Рік тому +3

    Yooooo, The world we are living in

  • @ThandiweMyeni-pj1cn
    @ThandiweMyeni-pj1cn Рік тому

    Ikuphi lendawo kwaL

  • @SiyabongaMtshali-nj1hy
    @SiyabongaMtshali-nj1hy 8 місяців тому

    Amen.ngicela inkosi ushembe ingikhanyisele ingibonise indlela kukhanye emndenini wami

  • @prettymthembu5399
    @prettymthembu5399 Рік тому +1

    Amen

  • @BusisweMbatha
    @BusisweMbatha Рік тому

    Amen