Philani Bro who is this nkulunkulu u are talking about... u blind leading the blind... a man that can die can never be God....shembe was Just a man owezwa ivangeli waliphika wazakhela elakhe elihlanganisa namasiko but engazibizi ngoNkulunkulu kodwa-ke ezibiza umprofethi kaNkulunkulu manje nina senibabiza onkulunkulu yooooh mara y, uNkulunkulu akuphilise bhuti ufune iqiniso
Those who don't blv in Shembe yekani abakholelwayo ba believe kuye... What's wrong ngani ama Africa... Angikhonzi kwashembe but I will love to visit there or ngikhonze khona... Yes nguNkulunkulu waboKhokho for Thina ama Africa esingawona amachristain bcz asibona abelungu.
For 109 years SHEMBE came to the world . Not even one corruption had been found in him , but still abantu basakhukuma kabi ngaye, akakhulumi ngamuntu kabi, kodwa yooooh yena ugxekwa all over. Kant abantu bayaphila kuye enjalo nje, uyena yedwa okwazi ukuzwa ulimi lwazo zonke izinto ezisemhlabeni kodwa still nisamgxeka, ey suka
If u guys don't like or believe in SHEMBE why nizihlupha watching they're videos hai suka man.... Abantu abamnyama niyahlupha nibusy nirasa ngoJesu awayenguMlungu kube uSHEMBE was a white man ngabe nithuli... Let those who blv that SHEMBE IS THE WAY .. baqubeke ngokholo lwaba n Nani continue noJesu wenu ongumlungu angikhonzi kwaSHEMBE.
Yashosholoza iNyoniyeZulu madoda akekho oyoyibamba isindizela phezulu kakhulu manje isilapho kungafiki khona umuntu walomhlaba, khula Nyazilwezulu ⚡🙏 umhlaba neZulu kungokwakho 👏🙏
Nkulunkulu wawokhokho bethu unguye onguye nguwwedwa owehla ezulwini waba ngumuntu ebantwini our lord amen...
Amen baba qeda usizi phakathi kwami nezingane zika mama amen baba
Syabonga uyazi kuvele kube mnandi kuthi buka ungayeki IMA ubona uNyazi ayi akusibo ubuhle lobu ismabgaliso 👏
Namanje 2020 October le video isangenza ngib emotional
Mina ngikhona kulomhlaba I msebenzi yonyazi sebewuhlabe waphukela umubese sengikwenye indawo wafika ubaba wathi uyaphi lomndeni owushiyile uzokondliwa ubani umuzi wakini uzovuswa ubani wathi buyela emunva ufike wenze I msebenzi wobudoda ngaphaphama odokotela sebedelile sebengi futhe ngemishini ngavuka kubuhlungu izimbambo kodwa ngakukhohlisi mntaka baba a ngiyi esontweni but kodwa ngyamazi ushembe yize ngyamazi ngamehlo enyama kodwa kuleya ndawo engangikuyo ngabona amen
Ameen mfoka Dlomo inamandla lenkosi, baningi ibabuyisa sebesendleleni yokufa
Ngyazibuzela nje khehla,yini indaba uthembe omunye umuntu wakwesinye isibongo ungabaze amandla kababa wakho oyidlozi lakho futhi owaze wakuvikela ugwaziwe na,ingabe uyambiza yini emsamo ubaba wakho umbonge ngokukuvikela kwakhe noma ubiza isibongo somunye umuntu emsamo wakho?just a question nje hhayi kabi
NYAZI lweZULU asilutho ngaphadle kwakho uphakeme baba🙌
Nina aithina
talk for urself boet
Ngyohlez ngingo wakho Nyaz lwezulu ngcela ungxolele emaphuthen wam wonke engiwenzile
count me apho
Asilutho ngaphandle kwakho nyazilwezulu thixo wokhokho bethu sikhumbule ke nathi zichaka zakho
Awsukanini masekunjena uyadela nkosi yezulu nomhlaba❤❤❤❤
Mina nje ngithi ngyakuthanda nyazi lwezulu kusukela ngazalwa mangithandaza ngithi Shembe Nyazi lwezulu, awukho omunye umthandazo engwaziyo ngob ngimngaka nj angfile ngiphila nje UNYAZI LWEZULU
Nkosi Unyazi Lwezulu baba yiba NAMI nomndeni wami ungasilahli ungavumi izitha zibe namadla kithi baba zithethelele izono sikhulise baba ekukholweni siphe ulwimi olucondile ngasosonke sikhhathi Nkosi Unyazi Lwezulu yiba Nathi Amen .
Syabonga Nkosi yamakhosi udumo lwakho Amen!
shembh uze ungikhumbule kany enomden wakith nowakomalum witakule baba
Nkulunkulu wamakhos' wonke asendlunkulu, nkulunkulu wobaba mkhulu, Shembe Nyaz' lwezulu uze ungikhumbule mina nomdeni wam. Aaaammmmeeeennnn
Luzonikhumbula kakhulu uNyazilwezulu alukhohlwa abantu balo Amen!
Amen!
ungathi enganikhumbuli kumanje uzonikhumbula kanjani
Uma ungazi ukuthi uzothin kumuntu ukuthula kungenye yezimpendulo eziphusile mf2
kunjalo mfowethu kodwa angeke ngthule neqiniso enkwaziyo ngalo liyawanyathela amanga
ngiyafisa ukumbona ngamehlo nami unkulunkulu wokhokho bami noma ngingasamthintanga ngesandla kodw nje ukumbona abusise impilo yam 💙
philani khumalo Awudidekanga? uNkulunkulu?
Philani Bro who is this nkulunkulu u are talking about... u blind leading the blind... a man that can die can never be God....shembe was Just a man owezwa ivangeli waliphika wazakhela elakhe elihlanganisa namasiko but engazibizi ngoNkulunkulu kodwa-ke ezibiza umprofethi kaNkulunkulu manje nina senibabiza onkulunkulu yooooh mara y, uNkulunkulu akuphilise bhuti ufune iqiniso
woza ebuhlen uzobona
Those who don't blv in Shembe yekani abakholelwayo ba believe kuye... What's wrong ngani ama Africa... Angikhonzi kwashembe but I will love to visit there or ngikhonze khona... Yes nguNkulunkulu waboKhokho for Thina ama Africa esingawona amachristain bcz asibona abelungu.
@@morethanaservantasonofthem5621 ngyabonga mf2 balele laba... Bayo phaphamiswa ukubuya kuka jesu e gibele i hhashi elimhlophe✊
Nam kuyacaca noba ndinga cawi kdw ndiyeza kulena 🤞🤞 UNyazi
Washumlilo 😍😍😍😍
Shembe is the way
Ifikisela usizi lento enhle kanje 😭😭 bangcwele 🙏 ayisoze yabakhona into eyodlula le ngyakutshela 🤞
Ngiyabonga ngoba ngamubona ngamukhetha Unkulunkulu UNYAZILWEZULU.
uuuuiyingcweleeeee!!!!!ngokulandela lapho uyakhona, unguye onguye
Akekho umuntu ongcwele kulomhlaba 🤔
Awuuuu Shembe umhlaba uyavuma wasikhumbula isizwe esimnyama
duma besabe abase mhlabeni ngoba abase zulwini baya halalisa bathi uyingcwele Ameni
Amen baba wethu sonke esikulomhlaba
awu madoda into yaseZulwini ngisho uyibuka kunyakaza umzimba Nyazilezulu siyabonga yo whoever did this good job nice video.
Amen mtakababa nawe iNkosi ikubusise
Amen
Ey kunyakaza umzimba mfowethu
Kusephuzele nezinwele mtakamkhulu
Ngenze nkosi isiboshwa sakho ngiyakuthanda ngphe isibindi sokukukhonza noma bekugxeka
UNkulunkulu wethu ma Africa uNyazilwezulu
Shembe nyazi lwezulu ngicela ungiphe amandla okuyeka izidakwamizwa ngiphumelele empilweni yami ngibambe nelotho ngikwazi ukwenza izifisozami zonke engizicabangayo
Nayi lotto 04090612 yonyazi
@@bongokuhlevelenkosinemaphu5877 ngiyabonga
ngcela uShembe akubusise
USHEMBE akukhumbule
SingabakhO NYAZI lwezuluuuu. ...Syabonga nge video Nkosi nibusise
Amen 🙏
Ebuhleni isezulwini lethu. Amen
Uyinkosi yamakhosi baba uze ungikhumbule nami Ameeeeeeeen
For 109 years SHEMBE came to the world . Not even one corruption had been found in him , but still abantu basakhukuma kabi ngaye, akakhulumi ngamuntu kabi, kodwa yooooh yena ugxekwa all over. Kant abantu bayaphila kuye enjalo nje, uyena yedwa okwazi ukuzwa ulimi lwazo zonke izinto ezisemhlabeni kodwa still nisamgxeka, ey suka
Ngiyabonga mina inkosi ikhulise
@Sphamandla Ntetha ayikho into engle ongayenzela umuntu Kodwa khona lapho kuyophela ukugxeka nokuphikisa uSHEMBE kuyayiwa kaskhova sikhala emini yathi iNYANGA YEZULU ayiphikiswa muntu yathi lapho intuthane iyodla iso lakho ize iliqede ethuneni.
Inkosi ikubusise 🙏 Sphamandla uyakwazi ukubona imfihlakalo yaseZulwini abamgxekayo ungabanaki kobaqoqa ukuhlwa, uShembe ujule kakhulu 🙏
Nkosi uze uskhumbule ekhaya nabafwethi sithole umsebenzi usphilisele anazali bethu nabantwana amen
Ahhhh Nkosi! Sikulindile namanje woza 11th!!
Nkosi yamakhosi nkosi yezihedeli🙌🙌🙌
That was a nice trip I feel blessed wen though I'm not a nazarether
Nkosi yamakhosi Shembe oyingcwale 💯❤️🥰
Wenza izinto zenzeke uphisa inyama nomphefumulo nasebelele othulini lomhlaba bayambona ngale lasiyakhona , uyingcwele Shembe 🙏
Buka nje uphilisa abantu ngisho ema garadge imoto yakhe iyogcwalisa upetrol umkhulu ukhothanyelwa ngisho izilwane. Khula Nyazilwezulu ⚡🙏
Amen Moya oyingcwele
Baba nyazi lwezulu ngithembe wenaekukho konke ngifisa ugibusisa kuvelenke ibophozami baba
I feel so emotional. Shembe Nkosi🙌
Siyabonga muhle kakhulu
Uze ungikhumbule nyazi lwezulu.. Ngicelela umyeni wami umsebenzi
kufika izinyembezi nomunyu.uze ungikhumbule Shembe Oyingwele kunye nabakithi abaphilayo nokhokho
Syabonga kakhulu ngokusibonisa konke
Sozama Gugulethu kunzima kodwa okoNyazi kuhlukile akufani nokwamuntu....
Kuvele kushode amehlo kuze izinyembezi injabulo yodwa 🙏
Wow its beautiful
Nkosiyami Khosi nyazi lwezulu
Shembe nkosi uze ungikhumbule Baba nalapho ngihamba egodini uze ube nami nkosi ungushembe ungunkulunkulu ophilayo nkosi uzwe ukhala kwami nkosi yamanazaretha
Ufikile olandelwa izizwe, Amen
Washo loyomnkenenezo madoda,washo umfokaMasinga
Awuwazi bafo I gama lawo ei
Siyohlezi singabakho nkosi yokulunga
Uyesabekaaaaaaaaà thixo wokhokho bethu uyingcweleeeeeeee shembe
Hamba nabo nyaz lwezulu uskhumbule nyaz lwezulu sinezon futhi siyona nsuku zonke khumbule inhliziyo yam ngishintshe
Shembe uyinkosi AMEN
Uyinkosi yakho
Yazi loShembe enimgxekayo zange athi asimkhonze we decided ukuth simkhonze akasceli yisho ukuthi size kuye siyaziyela ngeymali zethu , we are not even forced ukuhamba ngezinyawo siyazenzela ngoba sbona ukuth kfanele so stop blaming UNyazi syekelen sizidukele kamnandi.
Ngyafisa kuya nje nam one day Mmh🌙💒
Amen uyingcwele Nkosi yamakhosi
what i enjoyed about this is that prayers are given to the petrol attendants at Montrose Ultra City
unkulunkulu kimi nyaz lwezulu
Akukho okuyongihlukanisa noBunazareth noNyazilwezulu....period!
i feel emotional!
Either do I
Uyicwele umkhulu uyesabeka
Ngyacela ncekukaNkulunkulu uzubenam kulesivuvu sempilo engcubeki Baba Shembe ngcela ungpha imisebezi wezadlazam uwenaNkosi owaziyo ukuthi ngazalwa ngfumbethi ini? Nalabo abangbona ngiyinto yalutho ngycela Shembe ushitshe impilo yam Nyazilwezulu
NYAZI LWEZULU uze ukhumbule okhokho uze ukhumbule nalabo bangeskhathi sika Phunga noma Geba amathambo abo anyakaze lapho izwi lakho libabiza uyngcwele NYAZI lease ZULWINI
Monterose hha seungiyeke ngikhonze. INkosi Yami😇😇
Nkosi yamakhosi uze ungikhumbule
washo lowomkenenezo ophilisayo ....nkosi ngcela ungikhumbule ezikhathini zobunzima ngifezekise iphupho lami
Nkosi yamakhosi amen
eeey Wamnandi umkenenezo Olwethu unyazi
Uyaphilisa emoyeni
nkosi shembe uzungikhumbule nami
Nam ngivele ngiqhaqhazele
Ngvel ngfikelwe usizi angaz noma nenjabulo same tym ..mangbon ubuhle basezulwini
Mfethu uyabona kumina njalo uma sesizongena eBuhleni kuvele kwehle izinyembezi ngibe nesibibithwane kodwa ngiziqinise ngoba ngiyindoda kukhulu esiyokuxoxela okhokho bethu mdla sifika kwelizayo....
@@siphomsethojawuza6354 ey kunzima mfwe2 kuleyandawo ushembe uwunkulunkulu laph emhlaben nasezulwin
Ngaphandle kwakho Nkosi yamakhosi asilutho Nkulunkulu wamakhosi akithi kwazulu Nkulunkulu wokhokho bethu
Koda baba masinga suuuuka wangthatha wangbeka ezulwin nkosi ikwandisele
Ngibeka impilo yami ezandleni zakho nyazi. Ungibusise Mina nomndeni wami
Amen.
oh thixo nkosi yamakhosi uze sikhumbul
Ntate Nyazi eba lenna ke wine loto keyo dula le bana baka hae
namanje ngeskhathi seCovid 19 levideo isangbusisa, Shembe uze ungkhumbule Thixo weAfrika
Wanyakaza umkhumbi madoda umhlaba wazamazama iyntaba zabikelana
Wo wo wo kunjalo madoda nanadodakazi
Yimuphi umkhumbi anyakazayo 😂😂
Shembe uyangibisisa. Nyazi sikhalakuwe thixo ngicela ngintshebaba empilweni yami ngsebenze ryt umsebenzi u gapheli ngondle umndsni wami
Inhle into yasezulwini ❤
Uyingcwele Shembe sifukamele ngamaphiko akho kulolonke elimagade
Only God is holy
Impela uvele zulwini
Liphi izulu mfethu?
Ngizwa ngihlengezela izinyembezi
Nice trip
ingama phumlane Hlongwane
Bonke laba abathi bakhonza Nkosi Jesu banamanga abakhonzi yona ukube bakholelwa Jesu ngabe bakhuluma ngoShembe. Kwesibili bonke abakhulume kabi NgeNkosi uShembe liyofika ilanga enikusho lapha nipika ngeze kuyoma ngothi phambi kwenu uNyazi seluphambi kwenu engathi uShembe owuNyazi enganikhumbula nkungu isuke mehlweni enu
Khehla njengami angisonti sdalo,ngibeke UNkulunkulu wami namadlozi akithi phambili but akekho engimgxekayo ngokholo lwakhe,ngaye ngithi asiyi ndawonye singemanzi
Nkosi usikhumbule😣
Amen nkosi
If u guys don't like or believe in SHEMBE why nizihlupha watching they're videos hai suka man.... Abantu abamnyama niyahlupha nibusy nirasa ngoJesu awayenguMlungu kube uSHEMBE was a white man ngabe nithuli... Let those who blv that SHEMBE IS THE WAY .. baqubeke ngokholo lwaba n Nani continue noJesu wenu ongumlungu angikhonzi kwaSHEMBE.
Ngicabanga bazwile
so true its their choice anyway
kukhona abantu abadaleke kabuhlungu
Umkhulu uyesabek ndoda yam doda ufanelw ukubabazwa yise wokhokh bethu
Masidukile nihlanganaphi unyazi uthixo wokhokho bethu
@Bongo wake up open yo eyes we trying to save yo little u offering to that rich man
Thus y they fighting in court for thay leadership they know there,s mng on that seat.
@@mlulekindlovu2659 even jesus he was fighting in cort waze walahlwa icala phambi kuka pilatu ijaji usimon petro wagenca indlebe yenceku yom prist omkhulu ngenkemba kwakuliwa ukuthi nina bantu niyizi phukuphuku kuphela lokho kusebhayibhelini kodwa awukuboni khona ushembe unkulunkulu hamba uyofa mawuthanda
@@senzogwala3912 ameni senzo nabhizi bath bafunda ibhayibheli abakwaz nalokho, uJohan 14 nje into abayaziyo, iynhliziyo mazinakhathazeki
@@mlulekindlovu2659 yeeyi ulwa enkantolo syambona siyakwaz nokukhuluma naye sicele wena umbona nin owakho? uyohlangana naye egalile? uyazi yin lapho? mina ngyazi ebuhleni home
Ameeeeeeeeen Oyingcweeeeeeeeele Ameeeeeeeeen
Shembe ukukholwa kuhlula tina
ngizizwa ngibusisekile mangilalela inkonzo yamanazaretha kdw imithetho yakhona iyangibulala ngeke ngikwazi
Yaz namanje angideli ukbuka le video
Ayideleki impela iqiniso lelo iNkosi ikubusise
Yantle into madoda, ndicela isifiso sam siphumelele baba ngegama lakho
Amen sophumelela
Olethu uNyazi
Khona abagxeka kuze kweqe ungayqxeka kanjan nje into NKANKULUNKULU??
Iyooh so touching
#Aaameeen
2022 Namanje ngisayibuka.