Brilliant man, laws mean nothing if they are not backed by justice. Like he said apartheid had laws, but they were unjust even today. we still have those laws in our legal system. Black South Africans need MK in order to gain our dignity as Black people. This nonsense can not be allowed to continue any longer, our people being humiliated everywhere you look
maMk amahle masilimele iqiniso...labantu ababizwa ngamaDela ngokbona YES ayahlukumeza, mina ngahlukunyezwa yiwo sakha amaRDP house bamisa abasebenzi bathi masikhokhe imali uma sifuna ukqhubeka sisebenze..Mina am a member of yona iMk
ma MK siqale salinyazwa ama ex councillors of ANC kuma by elections manje sesikhuluma izinto ezibucayi angisho ukuthi amanga noma iqiniso into yamadela,akesilwe lempi ephambi kwethu kuqala siwine abantu before 2026 viva MK
Thank u Shezi ppl who doesn't understand what laws his talking about go watch Senzo meyiwa court case and see how our law works when comes to black poor person
Ngiyi MK member ngihlala emlazi amadela ngokubona ngiwazi kahle bafika esayithini basiphuca amaradio kwathiwa asihambe kuzosebenza bona ba greedy lababantu. Ku MK kugcwele bona
Ukhuluma iqiniso Sgananda maningi amavoti e MK alahlekile uma ubheka i MK ibhubhisile ko Masipala abaningi la e KZN lo 45% esiwine ngawo mncane kakhulu ilinyaziwe nje kakhulu i MK antshontshwe kakhulu amavoti e MK
Mr Zuma got seriously experience that, election always can not and wasn't ever clean enough. Mk and Mr Zuma wanted to put this country into economic dilemma.Zulu or no Zulu , they wanted to put Us in upset and seriously poverty.He voted due to Love on him as a person,not that, green future was forseen .Me and U can argue million dollars times.He was voted by those called iwengu in Zulu language. To ordinary voters , no one introspect his or her vote will create to the generation and generation to come , after this existing now
UMsholozi uthe ewinile kuqalwe phansi kwenye bese limlahla lapho, Kanti ayifani yini le law. Kumanje silinde i international court,kuthulile at the moment uzomangala ukuthi ba busy bancengana nayo ngezimali ukuze limchithe u Zuma.
Wakithi, siyolwa kuze kube sekugcineni. Mofireee 🔥🔥🔥
Siyabonga comrade Shezi, waze waphendula njenge leader kukuwe ukuba ngumholi ume njalo leadership umuntu omnyama usenkingeni kulelizwe futhi kusetshenziswa bona futhi ukuthi badicilele phansi abanye abantu abamnyama Siyabonga leader nime njalo unkulunkulu anivikele amandla!!!!!
Nivele nincome into eningayazi amadela odoti
Brilliant man, laws mean nothing if they are not backed by justice.
Like he said apartheid had laws, but they were unjust even today. we still have those laws in our legal system.
Black South Africans need MK in order to gain our dignity as Black people. This nonsense can not be allowed to continue any longer, our people being humiliated everywhere you look
Phambili Shezi abakwa Shezi bangamaqhawe emlandweni womzabalazo kuleli ✊✊🖤💚🖤💚🖤🙏
maMk amahle masilimele iqiniso...labantu ababizwa ngamaDela ngokbona YES ayahlukumeza, mina ngahlukunyezwa yiwo sakha amaRDP house bamisa abasebenzi bathi masikhokhe imali uma sifuna ukqhubeka sisebenze..Mina am a member of yona iMk
Odoti labo izinto ezifanelwe ijele
Uqinisile mfwethu. Bayahlupha and angazi baphikani.. nxaaa.
Ngiyi MK impela but akumele sivune umsangano udoti akube udoti lenja ihluphile nami ngiyayazi kahlekahle amadela ngokubona izinkabi labo lwabishi bafuna ukuboshwa straight
Abantu basemzini wami laba bo Oshezi,Osgananda❤
Ama MK amahle awaqede ngezidakamizwa ezibulala isizwe, ngokubulala ulusha. Kuzuze abasemagunyeni. Siza MK! siza!!!!
Viva mkhonto Wesizwe MK
Mfana wakuth kudala siqhuba Nkosenhle is a very good leader
ma MK siqale salinyazwa ama ex councillors of ANC kuma by elections manje sesikhuluma izinto ezibucayi angisho ukuthi amanga noma iqiniso into yamadela,akesilwe lempi ephambi kwethu kuqala siwine abantu before 2026 viva MK
Thina ndlemnyama asihlukane nokuncoma uma umlungu ekhuluma isizulu,bona soze bancome odoti laba,izwe lethu leli
MK ayingazihlanganisi nje nobugebengu obenziwa on building sites and projects.
Thank u Shezi ppl who doesn't understand what laws his talking about go watch Senzo meyiwa court case and see how our law works when comes to black poor person
Thank you...MfokaShezi.
Let's make this thing easy Bring someone who was intimidated up front.
Dankie Nkosentsha umtshele kahle loKwazi wakhona
Gwaza mkhonto gwaza
Ukhuluma kahle uSgananda, kodwa angawakhulumeli amaDela Ngokubona. Mina ngazi abantu abalahlekelwe umsebenzi kule project yokwakhiwa kwa N3 ngenxa yawo amaDela Ngokubona ndini lawa
Siyabonga mfundisi wami sizwile wayibeka kahle
Pappas hamba khaya wendlebe zikhany ilanga,umkhumbi wawuthwele ifika namthwalo not izwe
Viva MK party for South Africans?
Uyezwakala Kwazi ukuthi umumethe umesisi uZille
Imnandi lenkundla ye Eyewitness news ngiyayithanda idonse uMsholozi wachaza kahle ngokuthi aze asungule i MK, manje kuno Comrade u Sgananda uyibeka kamnandi eka Msholozi ne MK. Siyabonga 🙏 Khwaza
Yaze yabhibhidla nayi intatheli
Sgananda phuma enkandla wayibeka ongezwanga ngeke aphinde ezwe ngoba engazilutho vele abantu abaningi esouth africa banepolitiki yenzondo nokungazi lutho ikakhulukazi ongeke yibo okumnyama kakhulu kubo nalabo bepolitiki yobuhlanga
Mina ngihlala ethekwini lababantu uma ubasebenzela awuyifuni ngisho imali yakho eshodayo coz uzothola isibhaxu. Ngiyawenyanya amadelangokubona
I MK namadelangokubona ngenke ubezwe beseka i insourcing la Ethekwini coz bazoluza ngoba bayadla ngamathenda
LoShezi uhubhuza amanga thina esihlala ethekwini siyawazi amadela zindlavini zifuna amatenda ngenkani
Kwazi Kwaza, kade umncane khona manje ufunda izindaba kwa-TV , manje usuyindoda. Siyajabula ukukubona.
Iyawavikela amadela ngokbona lensizwa okveza ngiksobala ukuth akmele simthembe kwi MK ngoba uvikela ubugebengu
Gwaza MKHONTO Gwaza!!!
Wawakhuluma amaqiniso Shezi mfwethu
Umuntu omnyama ongazazi ukuthi ufunani ,Nongazazi ukuthi uyaphi ngeke aze a understende ukuthi i MKP imeleni ,Kodwa ozaziyo indaba zakhe uyofa lapho kufa kho iMKP
Wena Loyi interviewa ungakuphi ,angikuva kahle
Ngiyi MK member ngihlala emlazi amadela ngokubona ngiwazi kahle bafika esayithini basiphuca amaradio kwathiwa asihambe kuzosebenza bona ba greedy lababantu. Ku MK kugcwele bona
To our MKP leadership lets have Mr Muzi Skhakhane involved in MKP.
Siyabonga bahabulile abantu manihabulisa kanjena sikhumbula Harry gwala ababengathethi manga
Bafana. Sengathi iMKP ingayeka ukukhuluma nalamaMidia people
Izinkantolo zethu zisile,yes kwesinye isikhathi uZuma ubewina amacala,bazokhohlisa abantwana ngaloko.behind Zumas back bebekhuluma ukuthi Thina ngapha siyamwinisa Uma eqeda ukuwina Nina banye livuseni kuleyankantolo,sizothi sisajabulile ukuthi siwinile bese limlahla kwele appeal,it's a strategy sika Cyril asebenzisana Naso nezinkantolo.
Nawo asengama MK. Sekuqalile ukubanga kanti. Sorry Uma you experienced that. That is very bad.
Sengathi IMKP ingayeka ukukhuluma negenge yeMidia ngoba ibuza Sengathi kayilaleli uma kukhulunywa bese kubonakala bechemile
Once understand ukuthi media icontrolwa nguGovement uzowa understand amandla kamsholozi
Why ramqphosa engashushiswa???mk wo 45% provinces wise and ANC won 44 ,but mk ingaphansi keengcindezi?????
Ingani ubuqili babaholi be ANC abangamfuni uZuma koda sekuzolunga
Kanye Ne Ifp amasela konke kuyafana
Now is the time Rama uya ejele
Ukhuluma iqiniso Sgananda maningi amavoti e MK alahlekile uma ubheka i MK ibhubhisile ko Masipala abaningi la e KZN lo 45% esiwine ngawo mncane kakhulu ilinyaziwe nje kakhulu i MK antshontshwe kakhulu amavoti e MK
Luninzi utshintsho azenalo unxamalala ilali uyazazi ekezi xa kuzovotwa kuphela nje ngo Ramaphosa
Ihlanganaphi iMk namaDela ngokubona uthunyiwe wena satane.
Ewe asijiki singumnto mnyama sifuna anc phantsi kuba la IEC bahamba bonke
Mr Zuma got seriously experience that, election always can not and wasn't ever clean enough. Mk and Mr Zuma wanted to put this country into economic dilemma.Zulu or no Zulu , they wanted to put Us in upset and seriously poverty.He voted due to Love on him as a person,not that, green future was forseen .Me and U can argue million dollars times.He was voted by those called iwengu in Zulu language. To ordinary voters , no one introspect his or her vote will create to the generation and generation to come , after this existing now
Kungcono ubhale nge language yakho because lento oyibhalile is hard to understand to make a logic.
Dlaba Sgananda ka zokufa injalo Jalamba
Sizabalazela izwe lakowethu ningasiphazamisi mawethu
Mk iqembu elihlekile nelifundisekile alisabisi lihamba ngomthetho
Li Tshezi lakuthi kelo sibeka kucace nakuthatha ongazinto ubakwenzekani ndilapha eastern Cape
Mr Zuma should stop them amdila
Gwaza mkhonto gwaza phambili ngomkhonto✊🏼✊🏼✊🏼
Sgananda
VIVA MK!
Kunjalo mfwethu ✊🏿✊🏿✊🏿💚🖤💚🖤
UMsholozi uthe ewinile kuqalwe phansi kwenye bese limlahla lapho, Kanti ayifani yini le law. Kumanje silinde i international court,kuthulile at the moment uzomangala ukuthi ba busy bancengana nayo ngezimali ukuze limchithe u Zuma.
Viva MKP Viva
ANC - ARETA - EFF - MK
Isichemo lanq
WABEKA IQHINISO ELIMUSULWA NGOBABA WE2
Amdelangokubona lawa mk ahlukumeza abantu
True
Amadela ngokubona izingane zasekhaya oNkosentsha bama nobaba wabo uZuma. Uma idela ngokubona likusabisa uma ubheda ufanele wethuke ubala
Haibo uluphi ushintsho aze nalo uZuma kulo 9 years ephethe? Kahleni uudlala ngabantu umuntu elwa impi yakhe
Papas phuma ezzindabeni ezingaphezu kwakho ngoba ukube ukhulile. Nngomqondo ubuzofunda uku research facts ukuze ungakhulumi inzwabethi. Kukhombisa ukungazi lutho. Kumnandi ukufunda uthole ulwazi
@@phumlamazibuko3003 you funny 😂😝
Funny how,ngesizulu sithi uhlek inhlekisa,ungavuma iphara lifike kwakho lithathe elikufunayo,wenja bhidliza isibiyo leso esivikele umuzi wakho thn soxoxa
@@phindilebusane1685 wena uyabhibhidla nje awuhlukile kosusela emanzini. Ongafuni iqiniso yini ngempela izoyithola kumuntu owa izimpi zakhe noma udlala uuphapha
Wena papas uyasnyanyisa nino gogo wakho uhellen nizokwenza sininyanye nonke nabelungu
Bathi bewuphethe umhlaba bawudayisela abavela endiya ozuma, sekushentsheni manje? Anisiyeke ngenganekwana emini
Shame on you
Wabeka kamnandi Dlaba.. Sgananda sihamba noZuma ngenkani. High discipline high command. Asibonge bhuti.🤛🏼
Sgananda