KUNENTO ENGIDIDAYO,LA KO MASKANDI,AMAVUKANA,AVELE AKHALE NGENZONDO NJE EFIKA,SEBEZONDWA NGANI LE ENGAKA ASUKE EYENZA???? SIZAN MINA, # NGIFISA UKWAZI KINI MAVUKANE
Cha bafwe2 hay kabi kodwa angekhe nizazi zonke inkinga zomuntu,ukuthi uyafika or kade waba khona emculweni akusho lutho,hlambe uzondwa ngabanye abantu nje ngaphandle kwalaba baculayo
Mandla Mandlamtshali DANKIE SHLOBO,UQINISILE,NOKHO BENGINGAQONDILE OKUBI,UKUTHI NGIGCINA SeNGI CONFUSED, COS THEY LIKE TO HURT EACH OTHER,OUT Of THE BLUE, THX BABY BOY!!!
Uyinkinga lomfan kaze washonap
Yisecret mfana lento ungayixoxeli muntu #upppppp
KUNENTO ENGIDIDAYO,LA KO MASKANDI,AMAVUKANA,AVELE AKHALE NGENZONDO NJE EFIKA,SEBEZONDWA NGANI LE ENGAKA ASUKE EYENZA???? SIZAN MINA, # NGIFISA UKWAZI KINI MAVUKANE
@Khwezi Ngubane
Bafo kunjalo vele lababantu bafuna nje ukuthi benakeke, angithi phela wena uzothi uma ulalele ingoma ufikelwe usizi ebese uyamdabukela ngaleyondlela usungagcina usumthengile ungaqondile.
Mfana wangikhumbuza iBhova likaDikadika kwi CD yalo i Secret
imnandi ingoma livukile ibhova kidlamanzi but uvumela phansi lo okurekhodile ukurekhodele phansi
Cha bafwe2 hay kabi kodwa angekhe nizazi zonke inkinga zomuntu,ukuthi uyafika or kade waba khona emculweni akusho lutho,hlambe uzondwa ngabanye abantu nje ngaphandle kwalaba baculayo
Ilaphoke ingoma secret
Mfwethu ngyawuzwa mina umsebenz wakh muhle ngith phambili sokweseka kusho mina ushum, leybotho
UFIKE NINI EMCULWENI SECRET??? SEWUNEZITHA????
Khwezi Ngubane phela uma umculi eth unezitha akasho ukuth zisemculweni kuphela uthole ukuth khona abamfela umona ngakubo
Khwezi Ngubane 2012 ubekhona akunjalo mfoka njomane
Khwezi Ngubane mbhem izitha awubinazo ngoba ucula kuphela kungenzeka nje kade ezabalaza naye efuna ukubalaph ekhan namhlanje asizaz izinqinamba abhekane nazo kuze kube laph so asilalele umcule syeken ukugxeka Asambekeeeeeee
Mthoko Mtk Sibiya - AYI KABI BAFETHU,NGYABONGA,UKUNGIQONDISA,-LONA LIYASHAYA LELIBHUNGU
Mandla Mandlamtshali DANKIE SHLOBO,UQINISILE,NOKHO BENGINGAQONDILE OKUBI,UKUTHI NGIGCINA SeNGI CONFUSED, COS THEY LIKE TO HURT EACH OTHER,OUT Of THE BLUE, THX BABY BOY!!!
Ngyakuvuma nkunkie yakith