VIDGO 13 -

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 22 сер 2024
  • 30 March 2019 - Moses Mabhida Stadium, Durban, KZN.

КОМЕНТАРІ • 42

  • @masyamasya9824
    @masyamasya9824 5 років тому +3

    Muhle kakhul msebenz wakh bhut ukhuba ngath ungaqhubeka syakuthanda kakhul,,💪💪💪

  • @banelegift58
    @banelegift58 5 років тому +3

    syabonga mnfana khuzani sokweseka noma nini thina uyahlonipha ngyathanda ngoba ngya profetha thula khona ozoxolisa kuwe maduze nje otherwise kuphelile ngaye so kyaphoqa ukuthi makaxolise

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 5 років тому +3

    Khuba wezimanga sonke sisho ngazwilinye sithi elika Khuba.

  • @kathisinethemba2439
    @kathisinethemba2439 5 років тому +1

    Enkosi king khuba unkulunkulu akwandisele mfowethu plz bhuti wohlukane nomonasi bakuphiwe nkosi yam nabo

  • @lolwethufezeka6965
    @lolwethufezeka6965 5 років тому +4

    kdwa lobhuti uphiwe nje finish😍😍😍

  • @zenandemoyo4708
    @zenandemoyo4708 5 років тому +3

    Izwe ngeli Khuba

  • @smisomkize7376
    @smisomkize7376 5 років тому

    umunt ohlakaniphile umuzwa olimini ukuth ay ingqondo ikhona syavuma Mfoka Khuba

  • @phakamanixulu5402
    @phakamanixulu5402 5 років тому +1

    Akayeke ukuba yincelebane yeziphathamandla abe yinsizwa azimele kuze simvume manje usechithe ungizwe ngoba engasekho ekhozini senamathele neeh kutshata ayazilutho lento yazi ukuthakatha nje ngangiwumlandeli wakhe idlozi lashesha langibonisa ukuthi yinkosi yobumnyama le ngashiya phansi

  • @mvelobongumusa3701
    @mvelobongumusa3701 5 років тому +1

    Izwe elika khuba izwe. . ..qhubeka njalo bhuti uphakamise isthunzi samaskandi

  • @nkosinathilungelo9536
    @nkosinathilungelo9536 5 років тому

    Kwakumnandi ngalolusuku madoda

  • @nolwazisihalaliso7551
    @nolwazisihalaliso7551 5 років тому +3

    Khuuuuubaaaah

  • @octaviaolpa3471
    @octaviaolpa3471 5 років тому +3

    Ngelakho Lezwe

  • @mgonondobriliantdlomomkhab5838
    @mgonondobriliantdlomomkhab5838 5 років тому +2

    nkosi yamaskandi khuba

  • @maxwellntokozoo3582
    @maxwellntokozoo3582 5 років тому

    Bayokuvuma ungasekho banomona bazofa bezilanda umona ifa lezinja bafowethu u khuba uwumele u maskandi uyinkinga bayahlupha bantu ngoba bafuna kuphumelele bona bese beyasichome futhi abahloniphi nje benjalo

  • @ntwenhlemahaye8463
    @ntwenhlemahaye8463 5 років тому +2

    Ngyakuthanda ukub ngowakwa Zulu

  • @msongelwajohan3171
    @msongelwajohan3171 4 роки тому

    Bayoze bakuvume lokhu okungoswayini. Ingani umlungu ukuvumile😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @lungisaninkwanyana2960
    @lungisaninkwanyana2960 5 років тому +1

    siyayazi iMabhida mayigcwele musa ukusikhohlisa sibona

  • @bonganisbiya8612
    @bonganisbiya8612 5 років тому

    Woze e FNB manjee Khubaa siyacela nkosi kamaskandi

  • @nomalovnees9172
    @nomalovnees9172 5 років тому

    Syabonga kwi ANC ngokweseka lomsebenzi wokwazisa umculo wesintu, seningabhosha ke ngemilonyana yenu nithi okwakhuzani hawuuuu kahlen nje kahlen ukuqhatha izwe, sonke syaz ngeke akwenze lokhu eyedwa, ngyazi niyamthanda kodwa ke ningakhohlisi amantu, sengshilo

    • @bonganisbiya8612
      @bonganisbiya8612 5 років тому

      Noma Lovnees ungakhohlwa nokubonga umlandeli wakhe omkhulu sengisho umthandeni phela lo owanenzi ilima wathi akayi emabhida kodwa ekugcineni watholakala khona ezokhothameli inkosi yakhe u Khubaaa awuthandi yini makunjalo sisi 😂😂😂😂

    • @zandilendlovu544
      @zandilendlovu544 5 років тому

      batshele bongani wassssssssssha😂😂😂umlandeli kakhuzani umthandeni😂😂😂😂

  • @winniemaphumulo9046
    @winniemaphumulo9046 5 років тому +1

    Awusho ngani ukuthi uwena ozoqhosha.ngoba vele usazoqhoshela abanye ngoba bengakaze bakwenze 🤔

    • @bonganisbiya8612
      @bonganisbiya8612 5 років тому +1

      Winnie Maphumulo unenkinga sisi 😂😂😂

    • @zandilendlovu544
      @zandilendlovu544 5 років тому +1

      Kumele aqhoshe wenze into ayahlula omaskandi abadala zoba strong cc uma ungakuzwa kahle ukuqhosha kukakhuzani😘💞

  • @mbonisenisimelane5121
    @mbonisenisimelane5121 5 років тому +3

    Akugcwele nje lapha awani amanga........

    • @gugumpanza3665
      @gugumpanza3665 5 років тому +1

      Yes yagcwala....he is talking about tickets, yes there were SOLD OUT.....lokho kwachaza khonake ukuthi igcwalile khehla.

    • @fundodludla7851
      @fundodludla7851 5 років тому

      Nabukiselani ngo Mdumazi

    • @bonganisbiya8612
      @bonganisbiya8612 5 років тому +1

      Mboniseni simelane unenkinga yamehlo wena

    • @zandilendlovu544
      @zandilendlovu544 5 років тому

      hamba uyothola usizo lamehlo uzokwazi ukbona

  • @derickdube6369
    @derickdube6369 5 років тому +1

    yini abanye bengadlalanga

  • @phakamanixulu5402
    @phakamanixulu5402 5 років тому +2

    Ungumaskandi lomuntu or RNB yini le ayigqokile ubuthakathi abusafihlwa zimpahla zama Satanist o ladygaga lezi waze wasenza mali

    • @ntandotshuma865
      @ntandotshuma865 5 років тому +1

      Phakamani Xulu i satanist ungayibona ungayimela.lizwe bethi kune.satanist alikaze liyibone uphiwe lomfana kwaphela

    • @bonganisbiya8612
      @bonganisbiya8612 5 років тому

      Phakamani Xulu unenkinga kodwa makhathini futhi inkulu ngo Khubaa ithi ngikutshele mina konke okushoyo ngaye akuthi shuu uthela amanzi emhlane wedada nizothamba nina 😀😀😀

    • @zandilendlovu544
      @zandilendlovu544 5 років тому

      Koda uwuqophile umlando uKhuzani uyiyo inkosi asssssshila nizoqina bafwethu nizoba strong

    • @phakamanixulu5402
      @phakamanixulu5402 5 років тому

      Inkosi ehlulwa wukukhipha kabili ngonyaka azifanise nomqgumeni umuntu owayekhipha almost 7 ama disc ngonyaka hayi bafethu nidlala ikhubalo kulombhemu

    • @bonganisbiya8612
      @bonganisbiya8612 5 років тому

      Phakamani Xulu siyakwamukela nawe emzino omkhulu wakwa guqa phela wena avu umthandu u Khuzani awuswelakali la okukhona khonu u Khuzani siyakwamukela uzu uphawule nangezinte ezingekho ezingenzi i sense