Shaka Mpungose (Part 1) - Ukhuzani Mpungose, Izingane Zomama, Ukhozi FM, CDs -[SgeqaMagula-Ep,31,S2]

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 11 вер 2024
  • #SgeqaMagula #RealTV1 #Podcast
    Shaka Mpungose (Part 1) - Ukhuzani Mpungose, Izingane Zomama, Ukhozi FM, CDs
    Real TV1 is an independent Media Company, which features News which are predominantly in isiZulu (90%).
    The purpose of this channel is to update and entertain people in South Africa.
    The Home of African Trends.
    For business:
    Email address: Realtvone1@gmail.com
    Phone Number (WhatsApp Only): 079 519 9084

КОМЕНТАРІ • 58

  • @owenshelembe6708
    @owenshelembe6708 2 роки тому +6

    Really TV 1, Bo bhut ngcela ningilandela u Mashelela bafowethu plz 🙏🙏

  • @lindokuhlethabani6612
    @lindokuhlethabani6612 2 роки тому +1

    Khuphuka Lapho Shaka Yakuzwa Mina🙌

  • @qinisombatha7860
    @qinisombatha7860 2 роки тому +3

    veza Shaka ukuthi umfazi kaMakati owapeqwa yiBhova

  • @mlukomsweli7187
    @mlukomsweli7187 2 роки тому +5

    Shaaaaaaaaaaka!!!!!!

  • @mthobisimagoso1529
    @mthobisimagoso1529 2 роки тому +4

    Khuphuka labor Shakaa! 🙌

  • @sibonelomabaso2166
    @sibonelomabaso2166 2 роки тому +5

    Niphethe uBumnandibetshitshi Mpungose

  • @user-wf2qw9er6e
    @user-wf2qw9er6e 2 роки тому +1

    Khuphuka Shaka qhawe lethu uyayazi lento

  • @thabaniinno498
    @thabaniinno498 2 роки тому +3

    Shakaaaaaaaaaaaaaaa

  • @thabogonya3988
    @thabogonya3988 2 роки тому +1

    Abalandeli beRealtv1 sebekhulumile bacela ukubona:
    UMashalela Ngubane
    Velo Bhengu
    Qhoshangokwenzakwahe
    Ibhansela kube uNgiga, Smomoza, Jaiva Zimnike, Skhevane noMthethowakhe Mkholwane Langa

  • @sabelohadebe9356
    @sabelohadebe9356 2 роки тому +4

    Cha siyalamana ngokulandela umculo mfethu mina ngayibamba la kumahukela ngisuka kohlanganani nami engakhula ngilingisa bona kwakumnandi kakhulu ngingenamahloni ngomaskandi yize kwakunamazulu amaningi ayewubukela phantsi lomculo ngangingazi kuthi kogcina kunabantu sebewunamathela ngathi kade bawazi kodwa ke kuyangijabulisa nami lokho ukukhula kwento eyayingihlanyisa kanye

    • @ubukaonline9733
      @ubukaonline9733 2 роки тому

      Mfowethu thina sikhule silalela inxele ubaba Khoza esahamba yedwa Waze wakhanda iqembu lama nkentshane kweza kwaqhamula baba mnyandu 1994 benomfowabo khethani kukhona Mfoka Ngcobo uHhashi naye owangakithi njalo , ubaba wayazi uyise wakhe ungcobo kunakhasethi akhe lapha ekhaya, nampo oShwi nomahawukela befika nobuhle bezintombi budlalelwa yena njalo Shwi benoMahawukela sasikhona , Kwakhuzwazo kwaphuma Meleni washisa izikhotha , Nehlanganani yaphuma kuleya Ngoma yabo ikhubalo kwanzima impela kwazophuma iGubazi 98,99. Kwakho a Muhle Mfoka Khuzwayo Washesha Sandile umhqumeni ubesahamba nomahawukela Hau bafo sisuka kude kuthi nje angikaze ngibe neqhawe, Ngoba namanje ngidlala isixaxa somfazi omnyama kujike kudideke bona laba abanamaqhawe.

  • @simphiwendwandwe6526
    @simphiwendwandwe6526 2 роки тому +1

    Yakhuluma madoda lendoda shaka kasishayeki

  • @bhekieugengina6209
    @bhekieugengina6209 Рік тому +1

    UShaka ngempela lo ngolimu nje kuphela

  • @njomanemkhethele6833
    @njomanemkhethele6833 2 роки тому +3

    well done guys

  • @sgiyangengomayoutubechanne291
    @sgiyangengomayoutubechanne291 2 роки тому +1

    Hhey wena Shaka

  • @mayonnaisecebisa
    @mayonnaisecebisa 2 роки тому +2

    Sanibonani bobhuti ngnesifiso sokufika lapho ngelinye ilanga

    • @RealTV11
      @RealTV11  2 роки тому +1

      Woza, woza, woza

  • @ntethelelojabulanikhumalo9577
    @ntethelelojabulanikhumalo9577 2 роки тому +1

    the best of the best

  • @bonokwakhemajola5144
    @bonokwakhemajola5144 2 роки тому +2

    Nalo Mpungose uyazazi indaba hhayyi

  • @nkululekokhmalo5380
    @nkululekokhmalo5380 2 роки тому +1

    Shhaka

  • @zamashandu5217
    @zamashandu5217 2 роки тому +1

    Shakaaaa

  • @sihlemvelo3491
    @sihlemvelo3491 2 роки тому +1

    Mdala wekhuba

  • @mahlasecan
    @mahlasecan 2 роки тому +1

    ai ai ai owaphi lomuntu

  • @phumlanimbutho6484
    @phumlanimbutho6484 2 роки тому +1

    Khuphuka shaka mfowethu

  • @nkanyisonyandeni2985
    @nkanyisonyandeni2985 2 роки тому +1

    Shaaaka

  • @njabulomgoza8983
    @njabulomgoza8983 2 роки тому +1

    Ngizokhipha ngenkani😅

  • @sbonisomdiforymncwango843
    @sbonisomdiforymncwango843 2 роки тому +2

    Umbonga ngani umuntu ewenza nje ngo Ngizwe empilweni yakho ungumuntu wezinsizwa

    • @simphiwendwandwe6526
      @simphiwendwandwe6526 2 роки тому

      Ngiyakuzwa mina shaka I lapho nje kuyakhombisa ukuthi ukhulile kumasikandi🤭👏👏

    • @siyabongasithole3028
      @siyabongasithole3028 2 роки тому

      Webhuti ukhuzani ushuni kaMgqumeni Usadlala wona nje qho ukuthi akaculi njengaye amanzi njr nopalafini ungabaqhathanisi njr Mgqumeni nokhuzani please

  • @tannyncube7849
    @tannyncube7849 2 роки тому +1

    Yellow born kwenziwa yin ukut sonke iskhat hlez ubiza abantu abasondelene noKhuba
    Ngikulandela ngilana eZim ezhwane

    • @RealTV11
      @RealTV11  2 роки тому +1

      Bonke Abantu bayabizwa kuze aba available

  • @vusixulu3926
    @vusixulu3926 Рік тому

    Sehluleki leyo ndoda

  • @nkosiedlamini2798
    @nkosiedlamini2798 2 роки тому

    Yimani av just listened 2 min...leOuty inangakhi kanti ?

  • @divozdixasagwaca2518
    @divozdixasagwaca2518 2 роки тому

    Hhay wena uzosibhedela nje usiqedela data lona ningaphinde nisilandele lezimfishi mfishi udoti lento

  • @njabulodaily5338
    @njabulodaily5338 Рік тому

    lenkabi yeskibha esimhlophe ilibhimbi nimyeke

  • @kimbrohlindo7602
    @kimbrohlindo7602 2 роки тому

    Ithini lendoda uma ithi awekho ama producer, uyini ubaba uShobeni Khuzwayo enkampanini yeZingane Zoma

    • @RealTV11
      @RealTV11  2 роки тому

      U sakhona yin? 🤔

    • @kimbrohlindo7602
      @kimbrohlindo7602 2 роки тому

      Ungaphenduli umbuzo ngombuzo, uthi umbuzo wami uyini uNondindwa Shobeni Khuzwayo ezinganeni zoma?

    • @nkosiedlamini2798
      @nkosiedlamini2798 2 роки тому

      @@kimbrohlindo7602Weee sdididi

  • @asandamahlabamsiyane5474
    @asandamahlabamsiyane5474 2 роки тому +2

    Umgodi ngivele ngabona laphok inkinga 😁😁

    • @nkosiedlamini2798
      @nkosiedlamini2798 2 роки тому

      Yaz angiliqondi iphoyinti lakho webafo kulecomment yakho, Uthini vele mfwe2?

  • @lungelomnguni2870
    @lungelomnguni2870 2 роки тому +1

    lakhala lazithulisa i2k😅😅🤸

  • @sanelenkosi3262
    @sanelenkosi3262 2 роки тому +1

    Cele nisilandele uQhosha no Velo Bhengu...bezosopha umlando kaMgqumeni njengezinduna ezazihamba phambili

    • @thabogonya3988
      @thabogonya3988 2 роки тому

      Yazi bafo nami ngike ngaba nomcabango okuthi why bengalandi uQhosha

  • @simphiwemakhaye602
    @simphiwemakhaye602 2 роки тому +1

    Madoda umlando kaMaskindi niyawushendeza, noSthe bengimthembile

    • @RealTV11
      @RealTV11  2 роки тому +1

      Uyilahle ngokusithemba

  • @scelomduduzi9302
    @scelomduduzi9302 2 роки тому +1

    Nimuyekiselani inkulumo kamaskandi manje lombhemu

  • @fanelesimbongephumulanisob8890
    @fanelesimbongephumulanisob8890 Місяць тому

    Hhay isnokwe uSthe nx

  • @sbusisomthembiseni7398
    @sbusisomthembiseni7398 2 роки тому +1

    Yikho nikhuluma amasimba senidakiwe

    • @RealTV11
      @RealTV11  2 роки тому

      😂 😂 😂 😂 Njengoba Ngihleka nginqena ukukuthuka

    • @shakampungose1028
      @shakampungose1028 Рік тому

      @@RealTV11 😂😂

  • @bennymgudie7762
    @bennymgudie7762 Рік тому

    Nina bafana be real TV Nipuza njalo wess wena yellow bone

  • @tannyncube7849
    @tannyncube7849 2 роки тому

    Umculo uwuqale ngo1999 ungidida nxa sewuthi ufunde no khuzane

    • @RealTV11
      @RealTV11  2 роки тому

      Akaze athi ufunde nokhuzani

  • @sbusisomthembiseni7398
    @sbusisomthembiseni7398 2 роки тому

    Wena mfana opheth loluhlelo ungazodakelwa ngo khuzan I wakho inkosi kabani

    • @RealTV11
      @RealTV11  2 роки тому +2

      😂 😂 😂 😂 INkosi ukhuba wena ukhala ngani 😂😂😂