ROYAL MESSENGERS-ASIXABENE NE ZULU MESSENGERS,IZINGA LA COTHOZA,UBANI U MASSPRISE ETC...

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 8 лют 2025

КОМЕНТАРІ • 28

  • @izindabaezinhle-mbi9653
    @izindabaezinhle-mbi9653 Рік тому +1

    Awu siyabonga ngo kusilethela ucothoza

  • @thobanimngadi4688
    @thobanimngadi4688 Рік тому +3

    Ay kodwa Inkunzi uMaSuprise kwa Cothoza yoooh, uzihambela yedwa 💚🔥🔥🔥
    Niqhubeke njalo Royal Messengers, Dear Msakazi. Ngyafisa ukunibona live

  • @sphamandlamkhulekondlovu8199
    @sphamandlamkhulekondlovu8199 Рік тому +3

    Abafana Bama Suprise 💚 KwaNongoma Kungenhla
    Dankie Perfect TV ngokuvakashela nendika ya Cothoza 👌

  • @mthandeninyuswa
    @mthandeninyuswa Рік тому +1

    Up Royal Messengers,Abafana Bamasurprise

  • @SIPISICATHAMIYAMUSICAWARDS
    @SIPISICATHAMIYAMUSICAWARDS Рік тому +2

    Yazeyanohlonze i-Interview. Big Up to the Perfect TV SA!!!

  • @sibusisonkosinathi988
    @sibusisonkosinathi988 Рік тому +2

    Sbonge mfoka manqele ngomsebenzi wakho omuhle nami ngijabulela ukubona iloki insizwa yangakity emaphophoma nengimkhumbula kakhulu ebholeni kwi Barcelona evimba khona ngity ibambe kanjalo mfoka thabede, umfoka mantengu okhalweni Lona.

  • @phumlanishandu-kp3ii
    @phumlanishandu-kp3ii Рік тому +1

    Awungiqashe mfanakith...mina ngizokwenza ama-interview kacothoza intozami lezi cothotha😅

  • @vikashongwe7895
    @vikashongwe7895 Рік тому

    Manqele ngicela ukubuza ukuthi lashonaphi iqembu iMzolo Mbube Group

  • @falakhemthethwa2793
    @falakhemthethwa2793 Рік тому +1

    Wayibeka uMasiprise yey uCothoza ucindezelekile madoda.

  • @izindabaezinhle-mbi9653
    @izindabaezinhle-mbi9653 Рік тому

    ilogo yakho ivala isthombe

  • @MondliNkosiyapha
    @MondliNkosiyapha Рік тому

    Baba nomona labobantu baze bathi i Zulu messengers iyangwaza..kwathi sekuwina bona kwathulaka 😓

  • @phiwalindokuhle5133
    @phiwalindokuhle5133 2 місяці тому

    Umlanda nini uMavula we Shepard?

  • @nkosizubenathi3821
    @nkosizubenathi3821 Рік тому +2

    Dankie duyaza inhle lento uyenzayo iyawakhuphula amaciko akithi sengathi ungangabashiya ngaphandle Abe Zulu massager's

    • @perfecttvsa7051
      @perfecttvsa7051  Рік тому

      Sekusele usuku nj konke kume ngomumo ne Zulu

    • @nkosizubenathi3821
      @nkosizubenathi3821 Рік тому

      @@perfecttvsa7051 dankie mfwethu royal massagers ne Zulu massagers Iwona maqembu angenza ngathanda ucothoza 🙏🙏🙏 ai le channel yakho isi take over kulabanya bafwe2 abasakaza into ethi ayifane neyakho Lee 📺deserver noba 500k

  • @charlesximba6970
    @charlesximba6970 Рік тому

    Truth be told laba babukela kuZulu Messengers yikuthi iqiniso ligcina seliphendukezelwa njengalento kaBhekumuzi noThokozani.

    • @mthandeninyuswa
      @mthandeninyuswa Рік тому +2

      Chaa ngyakuphikisa lapho ,usungasho nje ngoku Support wena kodwa uma usuwaz umlando ngeke usakusho lokhu

    • @nonameupfill1568
      @nonameupfill1568 Рік тому

      I Zulu messengers iphuma kuRoyal mft ngizwa ngat uyaphambanisa impela

    • @mthandeninyuswa
      @mthandeninyuswa Рік тому +1

      Empeleni alikho eliphuma kwelinye,inkinga esinayo thina balandeli imicabango yethu yonke lena egcina isikhulumeka ngendlela okungeyona ,ngokungafun ukuzihlupha ngolwazi sigcina sesithi siyaz sibe singaz or sikhulume into ngokuyicabangela kwethu siyenze into ekhona ,bt womabili lamaqembu asungulwa ngokwahlukana not kuth kukhona owasuka kumunye

    • @charlesximba6970
      @charlesximba6970 Рік тому

      Lana balingisa uMavula yilona qiniso lelo

    • @mthandeninyuswa
      @mthandeninyuswa Рік тому +1

      @@charlesximba6970 kanti eliphi iqembu elidala

  • @minenhlezulu3165
    @minenhlezulu3165 Рік тому

    Fanele

    • @khethahdube3467
      @khethahdube3467 Рік тому

      Mmmm lwaqondaa ulim kwinqwelee madoda 👏✊Syabonga Maqhawe sengath singanibona njalo emcimbin kamaskandi syanithandaa futh sohlale sinesekaa

  • @gcinasimphiwe518
    @gcinasimphiwe518 Рік тому

    Muhle umsebenzi wakho MfokaManqele... Ngicela usilandele iHlanganani ngane yakwethu... Ulilande Lonke iqembu MfokaDuyaza ukuze bezosiculela bukhoma la ohlelweni lakho oluhamba phambili kuUA-cam