YAJULUKA INDODA ISHELWA||UMJOLO EROUNDINI||NEW SEASON

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 19 вер 2024
  • #crush ##love ##explore ##grab #umjolo #tvshow

КОМЕНТАРІ • 188

  • @mandlathapelo4829
    @mandlathapelo4829 День тому +9

    Wena WeNguga ngyabonga dlomo wendlende ungowakwethu wena uyndoda qina ke mfoka baba ungabi yixoxi unkosikazi uyamuphiwa khumbula akasona isifebe kodwa uhlulwe uthando okuhle kodwa Soyengwase 🎉

  • @siyavuyamdanda3755
    @siyavuyamdanda3755 День тому +9

    Siyabonga bhuti uwezwa amazwi wakhe usisi, intliziyo ayiphakelwa bafo siyabonga

  • @provincecebisa5291
    @provincecebisa5291 День тому +6

    NGYAMTHANDA KODWA NAMI UZANDILE YAZ SHE'S SO HUMBLE 😢

  • @welcomeshangase5399
    @welcomeshangase5399 День тому +9

    All in all bafanelene nd they both humble 🙌 😌 👌

  • @KennethLukuko-l9j
    @KennethLukuko-l9j День тому +5

    Beautiful to witness this. May they be Blessed and grow from strength to strength together!

  • @ThabaniKhumalo-z1g
    @ThabaniKhumalo-z1g День тому +3

    Ake siyithathe esimeni sikamoya uSandile wazalwa embethe futhi amakhehla amfunele lentokazi ukuthi izokwandisa umuzi ❤

    • @siphodlamini9903
      @siphodlamini9903 19 годин тому

      Aybo wadlala ngaye nje izofika ishele abafowabo lengane baleka ngazo zombili mfwethu 😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @gideontshepiso8435
    @gideontshepiso8435 9 годин тому +4

    U smart u Sandile,ngithanda eyokuthi kunemibuzo afuna ukuyibuza kodwa not in public.the guy is humble and please Zandile dont play with such a good guy mfethu...all the best and ladies nibonile ukuthiu Zandile wenze njani...follow into her foot steps ungafeli ngaphakathi...dankoooo othandweni❤❤❤

    • @CynthiaMthimunye
      @CynthiaMthimunye 6 годин тому

      😅😅😅 ingakho bafela ngaphakathi abanye Abantu bayajajwa

  • @CelimpiloMhlongo-k3s
    @CelimpiloMhlongo-k3s День тому +2

    Wena we nguga..owakwethu bhebheeh..mukela nawu mnikelo

  • @innocentncube3418
    @innocentncube3418 День тому +2

    Ayi wathathekh usisi..the tall dark Zulu man

  • @vusibhekan
    @vusibhekan День тому +1

    Good sandile ngiyabonga uyinsizwa

  • @SiphoNdlovu-nn5ku
    @SiphoNdlovu-nn5ku 12 годин тому +2

    I am proud of Sandile and to the point of her giving herself to him is true love. Indaba ithi ngoba uyayazi inkolo yakhe, why are you wearing 👖 phela its not aboding to the religious side of him.

  • @sphamandlasandile3531
    @sphamandlasandile3531 День тому +1

    Good brother nkolo yakho ngyayhlonipha mina

  • @mondise574
    @mondise574 19 годин тому +1

    Alili Lili. 🎉🎉 Baze bafanelana 🕺🕺lapho sengimoyizele yaze yayophela I episode ❤❤ may God bless them

    • @manoliwegama
      @manoliwegama 7 годин тому

      Uthando❤ lewuMaqoba. Kuthiwa la likhona, ukusaba akukho💃🤸🕺🤸💃

  • @manoliwegama
    @manoliwegama 7 годин тому

    Badla o Bhebhe,🕺🎉💃 Laqob'uThando❤, awusukani madoda!🤸🤸🤸

  • @zamilelanga8028
    @zamilelanga8028 День тому +19

    Isibindi sakho sis sinepapa ecaleni 😂😂

    • @mtombfuthndamase8653
      @mtombfuthndamase8653 День тому

      😂😂😂

    • @sthembokuhlehadebe3401
      @sthembokuhlehadebe3401 20 годин тому +1

      Osandile banenhlanhla yihle lengane and ayikho indoda ebingathatha lengane emva kwalokhu ukuba usandile unqabile ❤❤❤😂😂😂😂 yacela nami🤦

    • @siphodlamini9903
      @siphodlamini9903 19 годин тому +1

      Ukulahleka kwesimilo nje lokhu isthunzi sosisi uyasi thimisela ngamathe qobo

    • @siphomtshali6708
      @siphomtshali6708 12 годин тому

      Ne 2l yeCoke😂😂😂

    • @PortiaMbhele-mc4ct
      @PortiaMbhele-mc4ct 6 годин тому

      Sengyabona ngtshela umfana ngyamthanda angangisukelanga yena😂😂😂😂

  • @InnocentiaZuma
    @InnocentiaZuma День тому +1

    Syabonga bakithi❤❤okuhle kodwa

  • @nomfundongobese7076
    @nomfundongobese7076 18 годин тому +4

    Qoma nsizwa wafa u cc uthando 😂😂

  • @teepea1907
    @teepea1907 День тому +9

    Please add subtitles since not all of us are Zulu

  • @khangelanikhambule5092
    @khangelanikhambule5092 8 годин тому

    Washa sandi intonkazi ikuthatha Kufanele sir uyinkuzi🤝

  • @phumimabanga962
    @phumimabanga962 День тому +5

    Eyi waze wanesbindi bakithi losisi😊. Muhle enjalo nje. Akamthathe ubhuti amenze umamncane ngoba usenaye umuntu vele. Eyi angsoze ngayenza lento eyenziwa yilosisi

  • @55168
    @55168 День тому +2

    All the best bafethu lithandane lize lishade❤

  • @LiwalethuSefuba
    @LiwalethuSefuba День тому +1

    Yendoda indoda nguwe singamakhwenkwe thina 😂❤

  • @KhanyisaniMkhize-r7z
    @KhanyisaniMkhize-r7z День тому +1

    Umlomo walo cc ungathi ithoyizi amehlo ungathi amachosho

  • @nicolashughed4634
    @nicolashughed4634 День тому +5

    Kodwa Madoda uphi Ofuna Mina😊😊😊😊😊

  • @thokozanizondo2944
    @thokozanizondo2944 День тому +2

    Qoma nsizwa wafa umntan' omuntu inhlamba kayihlo demed mani.

    • @siphodlamini9903
      @siphodlamini9903 19 годин тому

      😂😂😂😂😂😂😂😂😂demede man

  • @SandileNzama-n8b
    @SandileNzama-n8b 10 годин тому

    Awusuka Nini madoda I lv isizotha sakho MaBizo, uZandile umfazi wakho ndoda, and Ave ezokuphatha Kahle boy, go for her, umfazi lowo

  • @mafanincobela9811
    @mafanincobela9811 20 годин тому +1

    Kodwa Mina ngingamhlula ngokusakaza lomphathi wohlelo uhlanganisa abantu ngomjolo kodwa akakwazi ukudlala ngenkotha

  • @SimphiwewisemanMathenjwa
    @SimphiwewisemanMathenjwa День тому

    Nami ngikhona boh webafazi jozi jozi jozi

  • @user-ez9wc9ez7o
    @user-ez9wc9ez7o 4 години тому

    Dis gal was acting on kwenzakalan and she's acting here😂
    Qashani nabanye phela

  • @PhumlaniNdaba-c6g
    @PhumlaniNdaba-c6g День тому +4

    Kazi mina iphi eyami

  • @zithabeziningi
    @zithabeziningi 17 годин тому +2

    Sandile no Zandile❤❤

    • @OTline
      @OTline 11 годин тому

      Awu suka madoda Sandiza Zandisa 😂😂😂😂😂

  • @Pinky-b6x
    @Pinky-b6x День тому +1

    Beautiful gal and voice

  • @sehliesehlie6337
    @sehliesehlie6337 16 годин тому

    Umphathi. Wohlelo. Bengithi. Uzoba lembuzo kunengi abengakubuza kodwa ngani Kandi ngemibuzo. Kodwa ke yindlela aphatha ngayo uhlelo. Lwakhe

  • @MzwakheKubheka
    @MzwakheKubheka 16 годин тому

    Mina angali abantu besfazane bavalelekile, bt sonke singabantu ekugcineni, Zandee uyazifela ngoSandee

  • @SbonisoZondo-h8v
    @SbonisoZondo-h8v 17 годин тому

    Nalomjita uyaydonsisa ngabe ngivele ngazivumela zisuka

  • @nelsondjive3152
    @nelsondjive3152 12 годин тому +2

    Muhle Mpela lo cc...

  • @bngmnh3583
    @bngmnh3583 День тому +1

    ...sisalelwe iminyaka ewu 5 kuphela kuphele konke ngathi, nisalibe ukukhuluma imibhedo engenangqondo njengale.
    Kuzophilwa kanjani kuksukela ngo 2030 kuyephambili.
    Ake nivuke niyeke lemfeketho

  • @handsomemsomi5962
    @handsomemsomi5962 День тому +1

    Ihhhhheee 🙆‍♀️ 👀 engabe niwutholaphi lomuthi enigeza ngawo zinsizwa

  • @OscarDlodlo-en5md
    @OscarDlodlo-en5md 5 годин тому

    Ngenkulu inhlonipho nginifisela inhlahla nobathathu unjomane inkosazane ekhethiwe uzandile konke kunihambele kahle

  • @sehliesehlie6337
    @sehliesehlie6337 16 годин тому

    Into engizibuza yona yikuthi seziphelile yini izinsizwa. Aze alande umuntu oselekusasa lomunye umuntu Manje locc osekhona maybe kazwani lesthembu

  • @KhanyisaniMkhize-r7z
    @KhanyisaniMkhize-r7z День тому

    Yayinhle lentombi yafanela mina sukah! Impicabadala kwamaphumulo ngseh Germiston ngokhlala

  • @moiponemnyakeni9922
    @moiponemnyakeni9922 День тому +2

    Part 2 please 🎉

  • @MarcusMbuyisa
    @MarcusMbuyisa 12 годин тому

    Uqomile lomjita. Izinkulumo zalomjita ziphelele. Angazi mele aze athi yebo yini kodwa uqedile

  • @PhelelanimoqlqqytRuzzo
    @PhelelanimoqlqqytRuzzo День тому +2

    Ay ingeqe le kade yayihuzuka

    • @siphodlamini9903
      @siphodlamini9903 19 годин тому

      Yabonake wena uyazibona izikhala yingudli lena 😂😂😂😂😂😂😂😂😂

    • @160GB86
      @160GB86 12 годин тому +1

      Kade yayixoshwa Ema rank... ibuya kuma long distance , yadla i local, manje isithutha iyngane😊

  • @dpatricnkosi5552
    @dpatricnkosi5552 День тому

    Naze nafanelana Z😊ndile no S😊ndile qhubekana Nandise isizwe

  • @zamakwandamemela6790
    @zamakwandamemela6790 2 дні тому

    Gambu Msuthu Ngwekazi ❤

  • @ThabisoPrince-yk1in
    @ThabisoPrince-yk1in День тому

    Eyy asazi Nhlalisuthi yakithi ebuhleni

  • @KhuluMthembu
    @KhuluMthembu День тому +3

    Cha mnike nkabi yami, umkakho lona bhuti 🤞

    • @Blackkavanje
      @Blackkavanje День тому

      Ay ay ..take time to know her ...ake nijole nje.. nifundane

    • @siphodlamini9903
      @siphodlamini9903 19 годин тому

      Yey uzoqeda abantu lona uyingozi 😂😂😂😂😂😂

    • @ntjekes
      @ntjekes 17 годин тому

      😂🤣🤣

  • @manamelawisemanhobson4959
    @manamelawisemanhobson4959 2 дні тому +2

    What a genuinely loving girl who could not conceal her really feelings for him. At least they should have hugged to cool off her crush feelings for him . Surely she had an ORGASM Tonight bless her...xx

  • @LungeloXaba-rk9sq
    @LungeloXaba-rk9sq 20 годин тому

    Kanti manj y bengashiywa bexoxa boy2

  • @FezelaJobe
    @FezelaJobe 23 години тому

    Mmmmm cc ngyazwelana nawe ngyayicamanga nalobobuhlungu obukuwe

  • @ntandoshezi7874
    @ntandoshezi7874 18 годин тому

    As kekho omunye oyi crush yami noma yena lo nkosazana

  • @gloriatembisabangiso667
    @gloriatembisabangiso667 День тому

    Ave befanelene bandla❤

  • @elphuselvisnyangombe383
    @elphuselvisnyangombe383 Годину тому

    Straight to their storry

  • @InnocentiaZuma
    @InnocentiaZuma День тому

    Aiiii girl lokhu ngisho emvakwa MaYogurt ngithi nje Hhawu hhawu hhawu😂😂

    • @siphodlamini9903
      @siphodlamini9903 19 годин тому

      Igila imikhuba lengane iyinhle kanjena yingakho nje izishelela kushukuthi ziyabaleka izinsizwa zibona bona lobu bulula bayo

  • @Sjadu71
    @Sjadu71 День тому

    Lomcimbi we crash mna andiwutandi ngokuti undiyeke iminyaka ndiyophila nabo ndidibene nabo for years but wena kulo nicetime ndikuyo sowuqhamka uzozibika yemaan wat abt lomndeni ndikuwo noko ngaske lento yenu ningayenzi 30yrs sendinayo cos from that yrs thers a lot seyenzekile ezimpilweni zetu no maan kanjani.

  • @ColeniusMtshali
    @ColeniusMtshali День тому +2

    Ey inenhlanhla lensizwa wozani phela nakimi

  • @DollySphasha
    @DollySphasha 17 годин тому

    Zandile cc uze uchubeke utihlese noma kunini ..ku Sandile .

  • @sizwemntambo453
    @sizwemntambo453 День тому +1

    Umfazi ofaka i weave

    • @xolanegina6888
      @xolanegina6888 День тому +1

      😂😂😂😂unani bafo

    • @NkuliDyani
      @NkuliDyani День тому

      Phendula unani phoo mfazi one weave?

    • @bhekidlamini1199
      @bhekidlamini1199 22 години тому

      ufana naye njengoba ecommenter🤣

    • @sizwemntambo453
      @sizwemntambo453 15 годин тому

      Umsangano nje into efake izinwele zamakula .wee nanezinyo legolide futhi😂😂

    • @CynthiaMthimunye
      @CynthiaMthimunye 6 годин тому

      ​@@sizwemntambo453😅😅😅😅 kufuneka Thina esigundile

  • @TembaTshuma
    @TembaTshuma День тому

    If Wena presenter uyakhulumela phansi sikuzwe njani

  • @love_king_tpee
    @love_king_tpee День тому

    Ukhulumisa okwendida mhlongo

  • @khayamchunu99
    @khayamchunu99 11 годин тому

    Zandile nami ngiyamthanda

  • @MzamoGina-sk3zl
    @MzamoGina-sk3zl День тому

    Ivumile insizwa isizulu sithi ayihlanzeli eningini

  • @sandilerobertndwandwe8355
    @sandilerobertndwandwe8355 19 годин тому

    Usandile loh thina nje sinezinto zethu futhi leli gama yoh

  • @BhekiFuze-v3j
    @BhekiFuze-v3j 21 годину тому

    Mina ngeke ngijabulele into enje mhlambe ufuna ukungithelela ngezifo nje.

  • @VusiSithole-n7i
    @VusiSithole-n7i 2 години тому

    Mina ngicela ukuqale ngibongele intokazi le ewu zandile ngokuma isibindi siphila esikhathini se democrats

  • @mandlamchunufojas6213
    @mandlamchunufojas6213 День тому

    Nhlalisuthi ngyabonga bafo mthathe losisi coz uyazendlala kuwe

  • @ThandananiMkhize-tc8yr
    @ThandananiMkhize-tc8yr День тому

    Qoma nsizwa😂😂😂😂😅😅😅😅

  • @siphodlamini9903
    @siphodlamini9903 19 годин тому

    Umuntu onjena udinga ukuthi umenze imfihlo ungamvezi nakubangani bakho nishaye ikhokhoba road naye ngeke uyingozi 😂😂😂😂😂😂zokuqhatha ne busy bafo

    • @PromiselDlongolo
      @PromiselDlongolo 15 годин тому

      Ayikho leyo kunabantu abashade nabantu angasilona ubambo ngoba umuntu akaze Abe nesbindi njengalosisi ...it normal kuyenzeka

  • @MlangeniMlangeni-z2r
    @MlangeniMlangeni-z2r День тому

    Akeze la kimi ekhehleni😆😆😆😆

    • @siphodlamini9903
      @siphodlamini9903 19 годин тому

      Uyokubalala lona bafo ngeke ulungele bona laba abamthambelayo 😂😂😂😂😂😂😂

  • @ThamiMtambo
    @ThamiMtambo День тому

    Usisi ngathi inside indlela ayihambile

  • @NjabuloMafuleka-uj8vc
    @NjabuloMafuleka-uj8vc 17 годин тому

    Ihlalisuthi isiqoqile futhi ufaka ibhulukwe Ihlalisuthi uphila isintu sodwa

  • @CynthiaMthimunye
    @CynthiaMthimunye 6 годин тому

    Part 2 please 🙏

  • @thabisosimelane7730
    @thabisosimelane7730 День тому

    Presenter, suka phela ubashiye bazixoxele hawu. Ngathi uthanda izindaba nje

  • @SphilangenkosiNsele
    @SphilangenkosiNsele 7 годин тому

    Part 2 please

  • @sehliesehlie6337
    @sehliesehlie6337 16 годин тому

    SANDILE. and. ZANDILE acitshe afane. Lamagama

  • @user-pn7qz3kk7s
    @user-pn7qz3kk7s День тому +2

    Isn't this the same lady from Kwenzakalani TV?

  • @bonganimnguni2592
    @bonganimnguni2592 День тому

    Lutho uthini mawuthi inyama ivuka ogqokwani ndoda? Ucupha isisoka esingekho , thatha inhlanhla yakho

  • @NjinjiMagwaza-ku5hg
    @NjinjiMagwaza-ku5hg 8 годин тому

    NJOMANE KAMGABHI WENA WASELANGENI MGABHI! WAWINA NAWE MQHAKAMA DWALA! NKULUNKULU AZABE NANI NIBEMUNYE NOVELE BESEKHETHIWE NAYE ENGATHI NGAVUMA BABAMBISANE KUBE NESIBUSISO NOBUNYE KUHLONISHWANE

  • @siphodlamini9903
    @siphodlamini9903 19 годин тому

    Wow democracy has really destroyed our life's and morales seniyazishelela manje 😮😮😮😮😮😮qomake bafo kodwa wazi ukuthi lowo muntu usengaphinda ashele omunye uma engeve eske wakwenza

  • @Shezisimphiwe
    @Shezisimphiwe День тому

    Anishintshi presenter guyz,ayikho vibrant and tantalizing 😂

  • @love_king_tpee
    @love_king_tpee День тому +1

    Sandile yakuthanda losisi🤞

  • @NtandoMngadi-u2g
    @NtandoMngadi-u2g 2 дні тому

    Yashoo Leyontoo🤣💔. Up lapho BGM Nobhutii🙏

  • @KhuluMthembu
    @KhuluMthembu День тому

    Wooe😋❤️

  • @ThabisileAngel-l5m
    @ThabisileAngel-l5m День тому

    Cc wami 🔥

  • @thandohnyawose234
    @thandohnyawose234 22 години тому

    Owaaa intombazan yase Pmb nje angiyithathi crc izwe lezoni lelo kuyaziwa

  • @ZIPHOKUHLEMHLONGO-pw3if
    @ZIPHOKUHLEMHLONGO-pw3if День тому

    Wena kabhebhe akubenjalo

  • @WinnieNgwane
    @WinnieNgwane День тому +1

    Guys guys guys ngeke ngichazeleni why Thina ma 70/60 nabanye nje singabanga Nama khilashi yazi mina ngithi yingakho kungandile ukushada kwalezingane ngoba seziyazishelela.umfana kulukhuni ukuphika umuntu wesifazane eziletha yena yabona Lo 50/50 ay ulibulele izwe isibindi sezingane sinethambo phakathi

    • @khayaLesizwe
      @khayaLesizwe День тому

      Yazi weMaNgwane ungamangala ukuthi nani boma 60s/70s/80s naninawo futhi nisenawo ama crush,ukuthi nina naniybeka ngenye indlela🙏😊
      Isbonelo: wena nje MaNgwane kunensizwa owawuthi noma uyibuka,uyilalele ikhuluma ikuchaze kuyilapho ingezi nakuza ukuzozibika kuwe,kodwa uthi uma uyibuka uthi ukulakha ikusasa emqondweni lakho nayo,kodwa wawukuqhakambisa kakhulu ubuntombi bakho ungakufuni neze ukubukeka njengentokazi elula nje,eziphonsayo emfaneni🤔

  • @giftmoyo7285
    @giftmoyo7285 13 годин тому

    Ama 2000 ayosenzela okunye

  • @SandileMasandi-s5l
    @SandileMasandi-s5l 6 годин тому

    Siyakubongela njomane owakithi wena

  • @BhekiFuze-v3j
    @BhekiFuze-v3j 21 годину тому

    Lensizwa inaye umuntu wayo uyazibonela nje.

  • @SibonisoCele-q1k
    @SibonisoCele-q1k День тому

    Nam ikhon bo

  • @njabulogumede9882
    @njabulogumede9882 День тому +1

    Uphumaphi?😢

  • @nkosanasibiya3303
    @nkosanasibiya3303 День тому

    Mic volume please.

  • @eugenemahaye625
    @eugenemahaye625 День тому

    Same lady uyayithada TV

  • @NcobileLekhuleni-b1k
    @NcobileLekhuleni-b1k 7 годин тому

    Niyafanelana

  • @sbonelomjoli7474
    @sbonelomjoli7474 День тому

    Ngeke ubenankinga?😂

  • @WinnieNgwane
    @WinnieNgwane День тому

    Mina ngicela ningifunele Nina ikhehla elingasalumi kodwa elinezisini pulizi😅😅😅😅

  • @PhilaniMthembu-h1j
    @PhilaniMthembu-h1j День тому

    LOSISI UBEKE INDABA YEZWAKALA UYKWAZI UKUSHELA QONDILE KODWA BAYAFANELANA

  • @KhanyisaniMkhize-r7z
    @KhanyisaniMkhize-r7z День тому

    Wadla Njomane