Bhaka uyi king yomphakathi ndiyakuvuma mina uveza amanyala abantu obala haaaa yini madoda ndiyithanda kanje i nyoni TV kanti ugwajo uzosibukelisa izi kushi...... Hlala kubo king ungabadedeli sisadinga nabanye ubaveze
Ukuyivikela kwenu ku weak maan, ngisizela enibakhokhele nabalandeli benu. Nibambisene neyigilamkhuba weyinyanga. Amaqola, kazi ithule ithini I association yeyinyanga, damit☹️
Ugwajo kufanele ageze inkosi yesizwe nje kwaphela
@@ZithuleleDlamini-m8b Ayigeze ini uma nayo izohambe igaxela igijinyiswa onogwaja🤣
Akahambe eyoygeza ngempela ululaza isthunzi senkosi akahambe eyoygeza
Uyasikhanyela loNogwaja wenu
@@AndyKhozas-SA😅😅😅 ogwajo bagangile yezwa yeyikukekwadlalwa ngathi esouth Africa
@@ZithuleleDlamini-m8b Dats true
Cha mina angilalele lutho la anginandaba naGwajo nexoving yakhe, mina ngibuka ubuhle benkosi, waze wamuhle weNdabezitha!
😂😂😂 sisonke
@@LungileCynthia-xj9kl ey muhle uBab'uNkosi.
🤣🤣🤣🤣cha nani
@@NomandlaNyosi lol akuthuleki ngibona ubuhle
Wisfebe wena ngaze usekhonan ubhontshisi,bebangaka abafana abahle shuth nje uhlale ubabuka ngeso lokuhala
U Bhaka uqophe umlando zabanjwa inswelaboya ekhuza zanenkani
Sibonge Ndabezitha ngokuzokhulumela iside lakho awubasono ungqondo ngqondo wesisi ketch ng gwajo waze wadlala ngathi sisizwe se SA
@@bongiwesithole9376 ungasashongo Maasthole yeka ngeNkosi yakaMnikathi kodwa bakithi
Gwajo qhubeka neskeshi sakho mina ngzoqhubeka ngikulandele udle umndeni wakho uyafonelwa usukelwe kanti uya recodwa funda khona abadayisi emhlabeni ustholile isfundo lobhaka ukxabanise nenqwaba yabantu ubuty uyamazi kanti awumazi
Mthondo khweli intaba,Soyika 🎉🎉🎉❤❤❤❤❤❤❤ ave unobukhosi bangempela siyawadinga aMakhosi angenza njengawe khaphela
❤
Usiphoxile Gwajo ,thnks King Bhaka 💃💃💃 nge qiniso
Kuyavela Gwajo lixoki, unyanisile xa ethi ungu nogwaja ozijhundla khundla ixoki naye .
Ndidane yuuu gwajo nenyoni tv yuuuuu ndlela le bendithanda ukubuka hayi gwajo uzintloni
UngunoGwaja ngampela indlela enzangayo
@@PortiaMbhele-mc4ctowayiqhatha Nogwaja manje ke beshiye ubaleke😂😂😂😂😂
Kwayena uNdabezitha unamanga nje waz Kahle ngalento
Nje. Wathi nkomo ithengwe kuye. Makathethe inyani.
Syabonga kwi Nkosi yakwa Mnikathi konke ukbeke kwahlala obala futhi syakuqonda kahle kakhulu❤
Amanga odwa niyidla nonke leMali le Keshi. Ihlazo yokuKhohlakala amanyala.
Akavunywe kinh Bhaka inkunzi uwabambile amaqili
Exactly! Bese osebentini bethi unomona, lapho uyena onemizi ubadlula bonke and usaqhubeka uyakha laphe damini. Shaya Bhaka ungaxegisi iGNU yezinyanga leya😅
𝘈𝘣𝘢𝘣𝘢𝘮𝘣𝘢 𝘯𝘫𝘦 𝘶𝘵𝘩𝘶𝘯𝘺𝘸𝘦 𝘯𝘨𝘶𝘣𝘢𝘯𝘪 𝘤𝘰𝘻 𝘕𝘢𝘺𝘦 𝘶𝘯𝘦𝘻𝘢𝘬𝘩𝘦,,𝘯𝘪𝘥𝘭𝘢𝘭𝘢 𝘢𝘣𝘢𝘯𝘵𝘶 𝘣𝘢𝘻𝘮𝘢𝘬𝘩𝘦𝘵𝘩𝘦𝘭𝘢 𝘯𝘫𝘦,𝘬𝘶𝘥𝘭𝘪𝘸𝘢 𝘔𝘢𝘭𝘪 𝘓𝘈 𝘬𝘰 𝘠𝘰𝘶𝘛𝘶𝘣𝘦😂😂
@@sfisombuyisa2442 Awukhiphe phela ezakhe Bhaka sizwe, ngoba okwamanje konke akushoyo yena kuba iqiniso with evidence to back him, isdomu kuphela esingaboni🤷♂️
Bangaki abantu abacishe badliwa yilezizinja ukuba u bhaka akakhulumanga
@@AndyKhozas-SA😂😂😂😂😂❤❤❤❤
Akabuye nje uGwajo azehlise uyena nje obhebhethekisa lento ulibele esbangela umsindo la😂😂😂😂
Okubalulekile nje phakathi kwenu nobathathi niyimidlalo nje kwaphela 🤞🏽🤞🏽🤞🏽
Ayikho inkinga kwi skeshi ..yini wrong kwi skeshi ingani si market umsebenzi uBhak udlale umona
Inkinga Thina esifuna into yokuphila sizoqolwa Abantu abayizinyanga mbumbulu
Syabonga Nkosi kuyezwakala indlela abakfakangayo mawuchaza kyezwakala
Mmmmm Inkosi le egunde kanje hhay asazi
Kumele u Gwajo axolisa nakuwe Ndabezitha uhudulele phansi isithunzi sakho ekufaka kwiy skeshi 😮😮😮😮😮😮
Aaa!!! Ndabezitha ndiyakhahlela nkos mna andikhokuyoyonke lengcaciso umbuzowam sowunayena umakoti wesibin ndiselynin
Into eyayi obviously leya ukuthi umdlalo
Nje abany baybona isuka nje ukut umdlalo lo cos zining nalezikeshi esezenziwa abany bati balala nabafaz babafowabo besho be actor
Ndabezitha is quite handsome
Inkosi iyibeke kahle Hhayi isidididi esothi ungenekanjnani eyinkosi ekuqoleni isizwe umenyiwe yena engazi ngaleyanto ukuthi umdlalo. Mina ngiyamuzwa
Ndabezitha wena obhala ngePencel. Abanye bebhala ngoZipho WENA weNdlovu ngiya Thobeka kuwe wena weSilo🙌🙌🙏🙏🤗 ❤
Ukhulume kahle Ndabezitha naye ugwajo kusawumsebenzi wakhe vele kwangamele ye uKing abasaphaze athi iskesh nhoba wayazi ukuthi yiso
Ayibo ufuna kukhohliswe abantu ngenkohlakalo?
Inina laba enondlisa obaba aba wrong lezi ngane zenu engcolayo. Ini nje le oyishoyo umdala,uvikela amaqola mxm🤨
Udakiwe siqolwe izimali zethu ngoba sasoya ngoba sithemba lento ufuna sluthwe fokofu kanti nawe
uGwajo nje naye wenzeubuxoki this time wa
Nayi lenkosi ye skeshi uya actar undabezitha😂😂😂
Wena awukho qotho kwakumele uyhlole lento mina ngyaksola kuqolwa abantu nawe ukhona thembeka ndoda
UGwajo yiXoki.... Kodwa naye lo ndabezitha bekazi because bathe leyankomo iphuma kuye.... Ku 1st video
Waze wamhle unkosi even voice yakhe❤
Waze wayibhayizisa Inkosi lodoti owu gwajo
😂😂😂😂😂😂😂❤❤❤
Syabonga ndabezitha icacile umfana ogangayo gwajo
GWAJO uxovile trust is broken even inyoni TV can't be trusted as well.
UGwajo ugaxelisa abantu abahluphekayo ukuthi baqhubeke baxhashazwe izinyanga.
Niyahlanya nina
@@SobindaKaduze akekho okhonjwa ngesbhamu kuthiwe akayothwala.
Seyikhulunyiwe lento yadlula. UGwajo syamthanda futhi syakholelwa kuye Kanye naku Nyoni TV.
@@SbongiseniXulu-t1f you didn't hear his phone call no Bhaka? Esith it was a movie
Syakuzwa weNdabezitha mbumbulu scela ukubuza ngenkomo enafika nayo ukuth nayithathaphi?
Ungazodlala ngath wenandoda nawe uyinxenye yalesiSketch ngoba waze wathi uwena onike uGwajo inkomo kant uyazi ukuth usishaya ngomqondo inkomo niyifice esangweni then nawe wangena phakathi kuleyo moto.
Hhay ngeke ndoda iqiniso lona wawulazi kahle njeh.
Udlala ngenkosi ayikaze ithi inike uGwajo inkomo
@@mandla49Nami ngezwa ugwajo ethi uhlangasile wayithenga
Eyenkomo kwenziwa sengathi ithengwe uGwajo kudlalwa ngenkosi yesizwe
Ayi bo" Gwajo wayengadlali guys wayengeke aze ayocela abantu abahloniphekile ukube wayehuza amanga
U Bhaka nje ufuna ukuthandwa nokwethenjwa ngabantu ngokudicilela phansi abanye ekubeni naye uzizamela iphalishi ufuna ukudla yedwa abanye bengadli ngani naye wathi u checkile yonkinto kamaMkhize i legit usizwa idlozi likayise ulawulwa amaphupho nakhu manje umamkhize ne scandal sezigaxa
Wena udakiwe nje kwaphela
Nkosi icacile intetha yakho ndikuva kakuhle bt okubi nje i trust isiphelele singumphakathi asazi okuyikona manje
Sbonge naku King Bhaka uyasivula amehlo.wena Gwajo ei
Nginamanga no nke ayikho into ebengayazi amaqola onke lawa
Kanti ngalesikhathi yayivuma iNkosi ukuthi inkomo ithengwe kuyona nguGwajo kwakuthiwani?
Kuphinde uGwajo uthi yinkomo ka2+2 leyana babesenza ngayo iskeshi, Wee Ayi chaa asazi🤦
Uyaphapha njalo Gwajo angimthandisisi😢😢😢ukhuluma kakhulu ne gap ebhedayo neydlathi eynkulu mxm
😂😂😂😂😅kodwa Smakade 😂😂
Sesovikelwa ubani eSAF ngoba namakhosi anobuxoki ngisho nephoyisa lakhona iscam 😭 kubi nje enikwenza ngathi syi sizwe ye sithwele nzima kulomhlaba widlalwa abantu esithi sibathembile hawu gwajo😮
You were there my guy,you were part and parcel of the play,you have just incriminated yourself 😢
People must go back and take their money
Inyoni TV kumele imxoshe uGwajo akathembekile uma ezodalula izimfihlo zasemsebenzini
Yeah kwakufanele angamu phenduli uBhaka uma kuyi voice yakhe leya ngempela
Niyoze nimubone Bhaka ukuthi uxovwe izwe lomuntu bonke noma zonke izinyanga yena ama skemu uye kuphela nje right nge oil yakhe
Uyambona yin kodwa weMphilisi.....lobhaka uyasidakelwa
@@Vezi864Hamba uyeki channel yakhe manje uBhaka yakwa UA-cam uyozibonela ubufakazi e-exposer uGwajo evuma ukuthi babenza isketch beno 2+2
And unesdina njalo loyo Bhaka
Wenzeni uBhaka ngoba nayo inkosi yakoMnikathi iyavuma ukuthi yayingazi ukuthi umdlalo
@@xolanimaxola8020Muntu uzondelwa ukuthi uveza amaqiniso ngenyanga eqola abantu nge social media. Bhaka is doing a good job baphelile abantu, musani ukunqena ukucabanga.
Cha lwana noGwajo Ndabezitha,okufake ehlazweni,ageze igama lakho Baba
Bout ugwajo nondabezitha bekumele befike ndawonye Nala akhulumele avakazele inkosi
Manikathi amahle niqhubeke nithande iNkosi yenu uyisiphoxi loNzama wakhona Mnikathi ngiyakhuleka
Mina. Ngyafisa kwaz kuth lenkomo naniyithathephi nizenje nithi niyoshweleza. Khona sobonake kuth naningaz lutho. Ngeke kodwa nihlule bonke abantu ngomqondo. Alikho elazikhotha emhlane
Badlala ngabantu abantu bakithi ibuhlungu lento
Bhaka uyi king yomphakathi ndiyakuvuma mina uveza amanyala abantu obala haaaa yini madoda ndiyithanda kanje i nyoni TV kanti ugwajo uzosibukelisa izi kushi...... Hlala kubo king ungabadedeli sisadinga nabanye ubaveze
Gud right ngoba sasesikholwa ilento sincoma
U Gwajoo usiphoxile, uyixoki
Loool manje ke shuthi kyaliwa😅😅😅😅😂😂😂
😂
Loud and clear Ndabezitha🙏
Kusho ukuthi kudala nizenza ukuthi nje seziphumile
Bayede wizulu siyabonga baba ukuziphendulela,uBhaka akabakhethi ontanga yakhe lobaba akhuluma ngaye'uyinkosi yesizwe,
Siyathobeka
If eyinkosi ungaphansi kwabhaki
Bhaka is a king
Ndabezitha siyabonga inkulumo yakho icace bha ngoba inina bondabezitha abavikeli besizwe seLembe
Mahle kakhulu lawomazwi
Amaxoki yinina eningasizwa isizulu
So King Bhaka was right.. Ugwajo is full of nonsense..
Waze wangiphoxa gwajo yeka ukukuthemba kwami yaz lesastory sangishiya nohlevane serious kanti amanga mnxx
Namakhosi asendlunkulu asebandakanyeka ekudukiseni isizwe amakhosi Abantu esibathembayo kodwa le nyakanyaka efaka inkosi yakwaMnikathi iyaphoxa
Gwajo ixoki akageze inkosi akukho okufihliwe okungaveli
Kanti kwakumdlalo nge.pela yini ..im lost 😮
Kambe esukimisa abantu abahloniphekileyo
Nasubanjiwe vele uyisela uslimazile baba
U dd mothing wrong nkosi yam nawe wavalwa amehlo wawusenza ubuntu.
In conclusion uya charmer my king😊
Watchng frm cape town
Baba ubukhosi buqhelele kulento oyenzile uyhlazo ngiwuwe bengizothutha uyihlazo
Aibo kanti nifuna ukuphika yn manje ukuth niya niyadlala😅
engani uyachaza ukuthi wayengazi wayeceliwe hawuu bakwethu 😢😢
Nkosi yakwamnikathi ukuze sikvume mnomzane akahlawule ubhaka usazophinda unenkani
Akahlawule ishumi lezinkomo Lona uyapelesa udelela inkosi uyeyisa
😂😂😂Kahle wena Bo wanehaba nje manje
Nam ngiyasho akahlawule udlale ngegama leNkosi yakwaMnikathi,kuzwakele Ndabezitha 🙌
Wemame kulele kunye kunina ukube kubili ngabe kuyavusane. Lindani nisazozwa. Thembani nje abantu basemhlabeni nize nibakhulumele nisazokhexa
@ThembaNzuza-r4qle nkosi yathi inkomo ithengwe kuye. If Gwajo uyaxoka kuzathetha uba nkosi iyaxoka.
Syabonga bengikulindele ukuzwa isayidi lakho
Siyabonga qhawe lesizwe
Ushaya kwayena lona why esabisa abantu manje mase kuvela amaqiniso😅
Weeeee lenkoc sesizwile uBhaka uveze ubufakazi
Inkosi ezibandakanya nezi keshi zokuqola abantu he's a red flag
Mnj inkomo ilandwe esbayeni sa Ndabezitha ithengwa wavuma naye n now inkomo eya 2 + 2 🤔 anicacise lapho
😂😂😂😂😂😂😂
Inkomo eyakhishwa esbayeni senkosi iphi?
Mhlawulise ke uGwajo amaqiniso onke uwakhiphile kuBhaka wakufaka ezikeshini zakhe akakuhloniphi wehlise isithunzi sakho uyinkosi yesizwe nami besengikungabaza ukuthi uyinkosi ngempela kodwa ngyakuzwa ngendlela oyibeka ngayo
Isizulu sithi "izinyoni zohlobo olulodwa zindiza ndawonye" usuyozihlaziyela nawe nkosi yezikeshi kanye nawe nkosi yesizwe sezikeshi.
Gud point nkosi yabantu❤❤
Uphi lo owayethwalisiwe nomama wakhe, umakoti nomawakhe bonke babedlala,noma kwakukhona lokho kwase kuxhunywa nge sketch leso kwaze kwanzima
Sabona ukuthi waze wayingane bo umama. 🤣
@mkhulumanzula8813😂😂😂😂😂😂😂😂
@@mkhulumanzula8813hhayibo ngangithi ngibone ngedwa
Nincolile nina unibambile uking bhaka
Musufuna ukuthatha Bab ngkhona wenakaNdabezitha
😂😂😂😂uzoba owesingaki
Lifa kabi lifa ngathi akukho okufihliwe okungayo vela manje sekuvela okuningi ngisho okungasabahabheli kahle kodwa kuvela kabi ngoGwajo sikwethemba.
Ukuyivikela kwenu ku weak maan, ngisizela enibakhokhele nabalandeli benu. Nibambisene neyigilamkhuba weyinyanga. Amaqola, kazi ithule ithini I association yeyinyanga, damit☹️
Awukhombisanga kodwa ukuzihlonipha ndabezitha
Mina into engayisola ngawe nkosi indlela wawugqoke ngayo ukuthi hawu inkosi yonke ita koxazulula amacala ifake i skinny trackpant neteki ayi lapho ngakugxeka kakhulu ukuthi kwehliswa isithunzi sethu singamazuly
Yayigqoke ngathi yayazi ukuthi iyo actor .
Ndabezitha okubuhlengu uGwajo uyezwakala ekhuluma no king Bhaka ethi umdlalo nenkomo kwakungeyenyanga yaz bengimethemba ngimkhonzile Gwajo ngidumele ngaye majuya ngokuthi uye lokhuluma lapha othi wayezophakamisa usgadla wayemqashile
Inkosi le yathi nkomo ithengwe kuye nje so if Gwajo uyaxoka nenkosi iyaxoka.
@@Holycross146 impela wathi uyithenge enkosini
Siyamxolisela Gwajo
IXoki Gwajo ngyo unsubcraber kulenyoni tv yakhe udicilela isthunzi Sika Dr 2+2 phansi NeNkosi plus uThisha bonke labantu ubenzela phansi cha ngidumele bengimkhonzile lomfo kodwa lokhu asekwenza akukho right aze athi 2+2 umkhokhele imali eningi ngalento
Ama episode azayo sowathemba kanjani umuntu akaphume knyoni tv sigxile kumaqumbana iselesele lentaba nomatifana ugwajo nalo wabangani bethu ay niyafathuza
Ukhulile Mnikathi kakhulu, kunento engaphendulwa uma ungumholi
Waze wamoshakala umsebenzi ka Gwajo
Ndabezitha🙌
Ugwajo kufanele asigeze siyisizw e usideleli kungenjalo simquma emsebenzini isikhathi esigango 6 moth asifuni nje kumbona kunYoni TV yomsangano
Ubugebengu abusoze buphele😊
Mnj inkosi iyanqena yin ukushiya nenombolo le yalaba abahlanyayo sobuye siyibone ngyadlala ndabezitha ungaze ungibhonye
Ngiyamzonda umuntu owadala imali😂😂😂
U gwajo ugcolisa igama lamngan wam u thisha wesizwe wayekhona no tk lapha yabo u gwajo udot aksimuntu
Sisalindele abanye abathimtekayo kulolidaba nakhulime abakwaziyo kwaywna 2plus2 kumele aphawule sizwe.
@@SikhumbuzoSifisoGumede yinja leyo 2 ➖ 2 asingu 2+2 manje coz kudala eqola abantu loyo
Ndabezitha🤝🤝🤝
So this was a bioskop madoda... 😅😅😅
Ndabezitha🙏
Ai nalobhaka ukhuluma too much
Ya uqhathile
Cha ubhaka uyasiza usivula amehlo
Ubhaka ubevele mzonda ugwajo
Uyabona alikho inqiniso bakwethu ugwajo uyilande njani inkosi kube ehlangene no 2+2 sekudelela inkosi lokhu
Uyibeke kahle ichace bhah
Uyindoda kodwa bhuti ayikho into obuzoyizela la usaqhuba ubugebengu
Bayethe Ndabezitha ❤❤❤❤❤