Prophet Magejageja Ugeqa Amagula Ngesidalwa (Idlozi Nenkolo)😱😱😱😱

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 29 гру 2021
  • Recorded Sunday 26th December #wenzakonke

КОМЕНТАРІ • 124

  • @OnaleronaEmmanuel-zi9rz
    @OnaleronaEmmanuel-zi9rz Рік тому +3

    I am grateful to idlozi lam n God for bringing me to be part of this channel. Feels like family...I love you guys , big up to Prophet you are a God sent God bless you and your family ❤️

  • @dimakatsojolivamba3081
    @dimakatsojolivamba3081 Рік тому +3

    The prophet need more time to teach the world about african culture. Kuningi akuphethe akamele akudalule. We need to hear it all.

  • @leratomolieleng3808
    @leratomolieleng3808 Рік тому +16

    We learn and unlearn. So much knowledge from this short video.

  • @snamalungelohadebe718
    @snamalungelohadebe718 6 місяців тому

    Syabonga Mphrofethi ngokuba khona kwakho. You won't believe that I listen to you the whole day. Uyangiphilisa strue nasi

  • @fananxele8293
    @fananxele8293 2 роки тому +7

    Wabeka baba 🙌🏿🙌🏿🙌🏿
    Ngiyakthanda uma usukucacisa ukuthi eZulwini simelwe owakithi omnyama, not loowamaJuda ngoba naye umele amaJuda akubo.👏🏿👏🏿👏🏿 Amen 🙏🏿🙌🏿💯

  • @thembamdlongwa5586
    @thembamdlongwa5586 2 роки тому +10

    He is the best. People should stop thinking ukuthi abelungu have the best tradition/culture that's rubbish.

  • @BillyMahlase-vk1rl
    @BillyMahlase-vk1rl Рік тому +1

    Prophet siphiwe ngawe ngolwazi olujulile lwenkolo lweqiniso usihole njalo Prophet🙏

  • @pamelabuthelezi5091
    @pamelabuthelezi5091 Рік тому +3

    Syabonga baba ngokuscacisela qhubeka njalo

  • @ndumisolionence5509
    @ndumisolionence5509 Рік тому +2

    You are an eye and mind opener Mageja siyabonga

  • @lonwabozweni3611
    @lonwabozweni3611 Рік тому +6

    Amen ndoda kaNkulunkulu,no one has a right to judge you,we all do what we want in life,life is about choices,the bible say let's not judge so that we can't be judged

  • @nomthandazoradebe6481
    @nomthandazoradebe6481 Рік тому +1

    Wiiiiiiiiiiii babo wusiyekeeeee ngenganekwane

  • @ntembekogxase779
    @ntembekogxase779 2 роки тому +31

    Why are people quoting the bible when dismissing what this guy is saying? Christians should understand this: christianity is not a custodian of spirituality. African spirituality is independent and from God whether Christians like it or not. Whether ibible ikhulumani. So it doesn't work this issue of quoting the scriptures trying to discredit Africanism yet the scriptures testify about many African spiritual things

    • @sonkemkhwanazi9063
      @sonkemkhwanazi9063 2 роки тому

      They are misled and they are praying and all the prayers go to the whites.

    • @likhompohlo392
      @likhompohlo392 Рік тому

      How do you know African Spirituality is from God?

    • @tipsonet
      @tipsonet Рік тому

      I agree with you

    • @Os-qf8jh
      @Os-qf8jh 11 місяців тому

      Inkinga usifundekela ngombuzo ngesilungu, inkinga ilapho hlala ke neslungu sakho

  • @nkululeko4034
    @nkululeko4034 Рік тому +1

    #wenzakonke angibonge baba wesizwe ukuthi ngigcine ngazane nawe ngiyayithanda imfindiso osipha yona ukuthi usiqinise ezimpandeni nasosikweni lwethu siyisizwe esinsundu 🙏🙏🙏

  • @nonkululekomkhize6778
    @nonkululekomkhize6778 Рік тому +2

    Ngyamthanda ngoba naye ucaphuna ebhayibhelini,so abantu abangasho ukuthi uwrong,cos nabo mebecaphuna khona abaphikiswamuntu

  • @mjudakhumalo3544
    @mjudakhumalo3544 2 роки тому +5

    Wageqa amagula 🔥🔥

  • @syblenomvula4163
    @syblenomvula4163 2 роки тому +9

    My people are dying because of lack of knowledge.

  • @mthokozisikhumalo8963
    @mthokozisikhumalo8963 2 роки тому +2

    Ngyakvuma brazo, uyinja.
    Uklabha i waar kphela.
    Ngyakuhlonipha bru

  • @manelisisokutu7279
    @manelisisokutu7279 Рік тому +7

    This gospel is the truth but because of colonization we have rejected our culture and moral back bone

  • @sindiswamlonzi1680
    @sindiswamlonzi1680 Рік тому

    Heeeeeeee. Kunjalo baba kwincwadi kaTobit kuvele Indodana yazilanda imvelaphi Yayo kuBaba womfana wabazi abazali Bayo. Uma isibuya lapho beyithunywe khona iphelezela unyana, ithi mina ndingomnye wengelosi eziyi7 ezima phambi koJehovah igama ndinguRaphael!!! Hawu bangcwele iqale ekhuluma engowabomdeni kaTobias uqeda inkulumo eseyingelosi, nokuhamba kwakhe Kubo kwamfakazela🙌🙌

  • @konkepuzi2953
    @konkepuzi2953 2 роки тому +2

    Wayibeka yacaca mprophet❤❤❤👌👌🙏🙏

  • @mendysimelane1818
    @mendysimelane1818 2 роки тому +3

    My Profet❤🔥 i can't wait for tomorrow

  • @ConnieRamasike
    @ConnieRamasike 2 роки тому +5

    what a revelation

  • @bongumusahlophe6708
    @bongumusahlophe6708 2 роки тому +1

    ma African vukani izwe lenu liyatshotshwa nilibelwe ibhayibheli lamademoni nilahla enibaziyo nababonwa oyihlo niyokhonza eningabazi abangabonwangwa Ngisho nawiyihlo mkhulubenui nizilima ngempela. batshele baba badidisiwe ondlebe zikhanya ilanga nkosi

  • @sfisobongani5686
    @sfisobongani5686 2 роки тому +1

    Dankie bhuti ngeqiniso

  • @wendyvapi5652
    @wendyvapi5652 2 роки тому +1

    Amen,camagu tata

  • @fnbcheckers7106
    @fnbcheckers7106 6 місяців тому

    Sizwa kahle❤

  • @phillippj4356
    @phillippj4356 2 роки тому +1

    Teach as man of God

  • @user-lk7ni6rw7v
    @user-lk7ni6rw7v 11 місяців тому

    Woow finally my believe has been made clear

  • @promisephiri2557
    @promisephiri2557 Рік тому

    Dankie mfundisi

  • @siphiwedlamini652
    @siphiwedlamini652 Рік тому

    POWERFUL!!!

  • @sphelelevincent8786
    @sphelelevincent8786 6 днів тому

    Message leyo Mkhulu 😢

  • @msimisimabuza5559
    @msimisimabuza5559 2 місяці тому

    Ngiyadideka manje,ubuye ushumayele nangebhayibheli baba😢

  • @vuyaniharryholland1105
    @vuyaniharryholland1105 2 роки тому +1

    I Inamanga lenkunzi yezwa thatha I revelation ayinqamanise nalenganekwane yakhe

  • @sbonelozwelihle6076
    @sbonelozwelihle6076 2 роки тому

    Khuluma prophet ngyakuzwa mina

  • @user-fk9sf9kc4o
    @user-fk9sf9kc4o 4 місяці тому

    Yeyii the choosen,nayi indabandaba ,ngabeniyayizwana,u(ungadlaleli kumuntu oyazi izidalwa zakhe)immm lamnandi ivangeliboo😅

    • @user-fk9sf9kc4o
      @user-fk9sf9kc4o 4 місяці тому

      Iqiniso seliqala liyavela nomanjee lingakapheleli, sekuyakhanya phambiliii

  • @sfisobongani5686
    @sfisobongani5686 2 роки тому +2

    Mina noma sishisa impepho ekhaya kuqala ishiswe emva kwalokhu kuthandazwe kubusiswe lento kade ikhulunywa emsamo

  • @sgorabhengu4718
    @sgorabhengu4718 2 роки тому +2

    Abaphile abantu

  • @isintusesakhonawe5788
    @isintusesakhonawe5788 2 роки тому +1

    Nduna uyandisikelela

  • @siphombuyisa599
    @siphombuyisa599 2 роки тому +3

    Nayo ke leyo oil, m praying for u Getsha ubuye ku Jehova even yo people are Quite u can see people are confused 😱😱🙏but we can just praying ubuye khaya.

  • @sethembisoziqubu7316
    @sethembisoziqubu7316 Рік тому

    Can I get the oil and can I go to the Graves myself cz kwaGogo they pass prematurely and I have been chosen to fix things but kunzima

  • @marangmasegomutloane3619
    @marangmasegomutloane3619 Рік тому

    ❤❤❤💯🧜

  • @nomthandazongcobo1767
    @nomthandazongcobo1767 Рік тому

    Khuluma mprofethi ngyakuzwa mina

  • @sphesihlemdunge1197
    @sphesihlemdunge1197 2 роки тому

    Mmmm

  • @prowessmpanza9550
    @prowessmpanza9550 Рік тому

    Ame Magejageja

  • @vuyosamke197
    @vuyosamke197 Рік тому

    Ngiyakuzwa baba ay ngiyakuzwa shame

  • @ntokozomadlala854
    @ntokozomadlala854 2 роки тому +3

    Its clear that the guy isn't following the God we worship, and he just said it himself ukuthi asiyekeni ukukhonza uNkulunkulu ka Israel 🙆🏾‍♂️🙆🏾‍♂️

  • @alexluthuli706
    @alexluthuli706 2 роки тому +1

    Uyabheda lomuntu.

    • @nkosinathiocean
      @nkosinathiocean 2 роки тому

      I sizwe nesizwe esilahla amasiko aso asisizwe salutho, wemlungu

  • @masibulele8376
    @masibulele8376 2 роки тому +2

    Bayalahlekiswa Abantu bakaThixo emhlabeni bavela phi abantu abanje bavuyela ulahlekiso olunje abamva lo mntu uba uyaxoka

    • @tausebaka3783
      @tausebaka3783 Рік тому

      You shouldn't have listen to him if he's lying but because you know the truth you decided to listen to this short miraculous video....

    • @tausebaka3783
      @tausebaka3783 Рік тому

      Abraham he's an uncestor brethen....you still read about him even today.....this man is telling all the truth.

  • @thabisoskhakhane7884
    @thabisoskhakhane7884 2 роки тому +4

    Jesus is also the spirit of the dead

  • @sanelemgabhi7384
    @sanelemgabhi7384 2 роки тому +5

    “Kwathi siya endaweni yokukhuleka, kwahlangana nathi intombazana enomoya wobungoma, eyayitholela abaniniyo inzuzo enkulu ngokubhula. Yona yamlandela uPawulu nathi, yamemeza yathi: “Laba bantu bayizinceku zikaNkulunkulu oPhezukonke ezimemezela kini indlela yensindiso.” Yakwenza lokho izinsuku eziningi. Kepha uPawulu esecasukile waphenduka, wathi kumoya: “Ngiyakuyala egameni likaJesu Kristu ukuba uphume kuyo.” Wayesephuma ngaso leso sikhathi.”
    ‭‭IzEnzo‬ ‭16:16-18‬ ‭

  • @fikilengubeni3132
    @fikilengubeni3132 2 роки тому

    Wezwa bathi i prophesy naye ke musa ukulahla abantu bafo..... washayeka evangelini.....wehluleka then usezama another way

  • @zodwadladla2270
    @zodwadladla2270 2 роки тому +3

    Buyela ku JEsu udukisa abantu Ps Lungy M qhubeka neqiniso my sister nanguMagejageja edukisa abantu

    • @sonkemkhwanazi9063
      @sonkemkhwanazi9063 2 роки тому +2

      Uwe odukile, ubhizi uthandaza ngesingisi uthandazela kthy abelungu beqhubeke bephathe umhlaba, lensizwa ibuyisela abantu emasisweni lapha esiBelong khona. Buya Sisi.

    • @ayandazulu8014
      @ayandazulu8014 Рік тому

      Uphi loJesu obuyela kuyena?

  • @zandilemadlala3961
    @zandilemadlala3961 2 роки тому

    Khuluma qiniso prophet wamy mina abakithi bayambonisa ngamaphupho

  • @mzwandilekhumalo3038
    @mzwandilekhumalo3038 2 роки тому

    Usebenzela kuphi mprofethi,, Ngiyafisa ukubona a nawe F2F

  • @sanelemgabhi7384
    @sanelemgabhi7384 2 роки тому +6

    “Do not go for advice to people who consult the spirits of the dead. If you do, you will be ritually unclean. I am the Lord your God.”
    ‭‭Leviticus‬ ‭19:31

    • @zodwadladla2270
      @zodwadladla2270 2 роки тому

      Amen my bro Sanele Jesus is the way and truth haleluya

    • @busisiwemangethe6290
      @busisiwemangethe6290 Рік тому +4

      ISAMBULO/REVELATIONS 6:9 HAMBA UYOZIFUNDELA BECAUSE YOUR FAKE PASTORS DON'T TOUCH THIS SCRIPTURES.

    • @boikanyomaboke8628
      @boikanyomaboke8628 11 місяців тому

      ​@@zodwadladla2270so you say the spirit of your dead blood family is unclean

    • @boikanyomaboke8628
      @boikanyomaboke8628 11 місяців тому +1

      So you say your dead blood family spirit is unclean. And dead spirit of Abraham, Jacob and Isaac is clean because it's written in the Bible

  • @mbalijlisto5275
    @mbalijlisto5275 12 днів тому

    This guy ia not disputing Jesus but wants us to py attention to our african gods. Hes not sayung chooae but preaching about his frican god. He knows Jesus is also an ancestor.

  • @elliasdlamini702
    @elliasdlamini702 Рік тому

    God have mercy ! haaa abantu bakho obadalile bayalahleka in broad daylight

  • @sanelemgabhi7384
    @sanelemgabhi7384 2 роки тому +8

    “If any of you go for advice to people who consult the spirits of the dead, I will turn against you and will no longer consider you one of my people”
    ‭‭Leviticus‬ ‭20:6‬‬
    “Any man or woman who consults the spirits of the dead shall be stoned to death; any of you that do this are responsible for your own death.”
    ‭‭Leviticus‬ ‭20:27‬ ‭GNT‬‬
    Watch out brethren, it’s the end times, false prophets were mentioned. Keep reading your bible so you won’t be misled.

    • @maxdakak2897
      @maxdakak2897 2 роки тому

      Keep reading your bible so you'll be misled even more.

    • @kwanelekwanele6807
      @kwanelekwanele6807 2 роки тому +4

      So who so ever wrote the book of Levitucus is still alive? Sengisho ukuba ngabe his flesh is still one with his spirit?? Because if not then you are also consulting the spirit of the dead😩😩... Correct me if I'm wrong okushiwo ubaba umagejageja ukuthi asilalele okwase ndulo kwakithi instead of the westerns regime.. Ungangitsheli ukuthi o Peter no Mark basaphila wena ka Mgabhi🙌🏽 Njomane Mhlongo Bhebhe🔥💯 be realistic preferably I'd listen to those I share the same DNA with💙 engikhona kulomhlaba ngenxa yabo👑 ngiyala ukubiza abakith abangasekho ngama dimoni🤞🏾 ngibe ngisazo hamba kulomhlaba angifuni ingane zami zisale zingibize ngomoya umubi cha ngeke mfowethu eka jesu womlungu namehlo a blue okumele silahle isintu sethu ukuze singene ezulwini lakhe🤚🏽 kanti wayesi dalelani sibe mpisholo if lokho kuyi sono??... Kulencwadi oyi gagulayo mina ngibona isandla somlungu edukisa abantu ebasusa ekubeni yibo, ebabeka enkolweni ezovuna wona amangisi hleze kungakho singazi meli kubo yingoba sibabona bakhiwe ngawo lomfanekisa ka "God"... Engine sure yakho ukuthi if uzwa nje igama elithi Jesus/Lord isthombe esifika emqondweni wakho ilesi somlisa wezinywele ezisihlabathi solwandle onamehlo amubala wesibhakabhaka nesikhumba esimhlophe.. If kunjalo brother you need to free your mind from slavery uqale ukukhonza umdali wakho owakudala and honor your late four fathers🙏🏽 they is nothing wrong ngoku connect nabantu okhona nje la njengamanje okungenxa yabo🤞🏾 ukube bama dimoni than lokho kukwenza elikhulu wena because usaphila and uyimbhewu yabo... Don't worship them honor them and since they're now spirits let them be your connector to owakudalayo umvelinqangi ongu mvelikuqala💙 wafika la emhlabeni uvela kumdali wafika through bona👑 and since usula emhlabeni fika kumdali wakho through bona since bona sebengama spirits njengaye umdali wakho🙌🏽.... By the way they're not the spirits of the dead, remember we have eternal life🙏🏽 ukushiya lomzimba doesn't mean the person is dead kuphela inyama esuke ihlukane nomphefumulo.. The only spirits that are dead are those of the fallen angels because they were burnished from the kingdom of God and were handed over to the devil the Prince of Death🙏🏽 ebusweni buka mvelinqangi we don't experience death💙 he came so that we might have life and have it in abundance💝 hence we have the "Holy Spirit" which represents another realm ngale kwale yenyama.. Okushuthi they we have another dimension la kuphila khona the spirits, we can't have the Holy Spirit and not have an atmosphere of the Spirits... Everything has it negatives and positives wena seek the mind of discerning what is right from what is wrong that why your bible speaks of seeking understanding... People fear what they don't know and seek to destroy what they don't understand🙏🏽 and as Africans sinakho ukubathusa ondlebe zikhanya ilanga okungakho ukusi cekela phansi kuyi number 1 priority kubona🤘🏽 uku khumbula uhloniphe abakini abangasekho ulalele inkoleloze zabo kuthiwa yisono futhi umkhuba ozoku yisa esihogweni, koda ukuhlonipha futhi ulalele abakwa Christ kuyisibusisa futhi kokufaka ezulwini.... Personally I find that very disturbing, but it fine mukholelwa kukho engizama ukukudlulisa mina ukuthi thina we are on this channel because we believe and understand okushiwo umprofethi sicela if wena ungakholelwa kukhona uhlale kulokhu okholelwa kukho and not judge us, angithi nina ithi incwadi engcwele akumele nahlulele, ukwenze lani pho lokhu okwenzayo Sanele? You're going against your own principle ngokuza on this channel and say what you're saying.. Qondisa ukhololwakho mfowethu, the mere fact that you are even on this channel says a lot about you and your faith and this religion of yours🤞🏾.... Sicela ukulalela umprofethi in peace naye lo jesu osi tshela ngaye wathu uzele ukuzo sindisa abalahle kileyo🙏🏽 if ezosi fica silahlekile it fine uzobe vele ezele thina not oscupha thashi aba perfect njengani asebekwazi ukubona abazo khandwa ngamatshe🤦🏾‍♂️... Judge not and you shall not be judged

    • @sanelemgabhi7384
      @sanelemgabhi7384 2 роки тому +1

      @@kwanelekwanele6807 ngiyakuzwa Kwanele and I respect your view, ngicela ukuqale ngicacise kweyokwahlulela; what I wrote above is all quoted from the bible. It's the bible that's judging you not me. Okwesibili I never said my ancestors are demons, they are my ancestors as they are my dead forefathers/family members , that's it. Your statement shows that you acknowledge God as the creator of our forefathers and everything on earth, that same God or information is being taught to us through the books or bible just like Jesus, and others that you're mentioning them as my ancestors. I don't consult to Mark, Luke, etc they only wrote versus and chapters. If my ancestors would've also wrote something, I would still be reading and talking about their book as well. I only consult to God through Jesus (who is alive) as per I taught by the bible. I have my forefathers who are my ancestors but I don't consult to them as that is against God's will according to the bible. If you don't believe in bible, why believe that umvelinqangi created our forefathers and us cos all that is being taught through the bible? Why do you and Magejageja believe ukuthi God even exist cos nothing taught us that except for that same bible that teaches us about Jesus? If it was ok for us to consult our ancestors through impepho, sibahlabele and all, I think God was not gonna be against it.
      Magejageja's video is being posted on UA-cam for everyone to watch it, therefore even those who are against his teachings have a right to comment on it, not everything is about judging Kwanele, otherwise we should all hold our opinions about anything.

    • @Akho-onke
      @Akho-onke 2 роки тому +1

      @@sanelemgabhi7384 Sometimes i feel like people know the bible and act it out as they were told or heard a statement that came from the bible to be pleasing to their own emotions and ego. the problem is they dont want to read the bible for themselves. ive come to learn that many rituals were taken out from the bible but are now twisted to fit that which they want to see happen. e.i for example slaughtering of goats was for the remission of sins and people are now usin it as a medium connection with God and yet God forbids that and Jesus said hes the only way to God. SPIRIT OF CONFUSION , Spirit of the Age

    • @boikanyomaboke8628
      @boikanyomaboke8628 11 місяців тому

      😂😂😂 is Jesus alive or a spirit?

  • @masibulelefrance2947
    @masibulelefrance2947 2 роки тому +3

    MXXXXXXM UYAZGHULELA LO REALLY......... WHAT IS REVELATION? ISITYILELO SIKA YOHANE ESI HAYI INTO EYENZEKA

  • @Akho-onke
    @Akho-onke 2 роки тому +9

    Not one word of The name JESUS..... hes preachin the dead... Jesus is the First born from the dead. the resurrected Jesus.

    • @sibongilehlabi1702
      @sibongilehlabi1702 2 роки тому +2

      I have watched a few clips, he does talk about Christ. But, I think he does preach about Jesus, if you really think about it.

    • @Akho-onke
      @Akho-onke 2 роки тому +1

      @@sibongilehlabi1702 im not sure what version of Christ you talkin about, but its ohk. lets just keep it there

    • @mlukzszondi6885
      @mlukzszondi6885 2 роки тому +2

      Contacting the dead is strictly forbidden in Scripture, this guy is a false prophet like TB Joshua and Joel Osteen, awukho umehluko, izinto azikhulumayo azihlangani, uyafana nalomphuphe okuthiwa u Khehlelezi oyinyanga, Abe umbhishobhi, Abe umfundisi

    • @sibongilehlabi1702
      @sibongilehlabi1702 2 роки тому

      @@mlukzszondi6885 you are very superficial on this one.

    • @mlukzszondi6885
      @mlukzszondi6885 2 роки тому

      This guy uxuba izinto ezingahlangani, ezingamele futhi ukuhlangana. Inkinga ukuthi asiboni ngokufana and that's not a crime as far I am concerned, but I'm very sure ukuthi, Umoya wokuduka usuyasebenza manje emhlabeni,

  • @ntokozomadlala854
    @ntokozomadlala854 2 роки тому +5

    I feel for these souls that are led astray here 🙆🏾‍♂️💔💔. So according to this guy bonke abantu uma befa baya ezulwini ? And they can communicate with God ?
    He never mentioned ukuthi that scripture says abantu laba abafa bafa because of the Gospel and they were not their families' representation in heaven.
    Akekho oya kuBaba (God) ngaphandle kwendodana (Jesus), not izidalwa

    • @lonwabozweni3611
      @lonwabozweni3611 Рік тому +1

      We all don't know my dear,let's leave ppls who do what they want about their lives,no one die and go to heaven even in the Bible

    • @lindilemkhize1883
      @lindilemkhize1883 Рік тому +5

      Why are black people not allowed to believe in God ngendlela uMvelinqangi ayedale ukuthi akhulime nabo ngayo. All races and cultures were given their own instructions on how to communicate with the maker.
      Abelungu bafika neBible and imposed it on us. Salahla esasinikwe Kona.
      Take a simple thing as impepho (sage). If uyiqhisa kuthiwa uyathakatha but umlungu eyishunqisha, they are cleansing their space and aura...
      Haibo sidukisiwe bathandwa...

    • @lindilemkhize1883
      @lindilemkhize1883 Рік тому +2

      People must do research. Go to hospitals and talk to nurses who have seen people die before them. Those that are truthful will tell you that when someone dies babona abantu bakubo abangasekho. That doesn't mean labo bantu amadimoni but it mean mhla uhamba emhlabeni ulandwa abantu bakini. Yo don't just disappeared into thin air. Uya ebantwini bakini where you will reside until usuku la siyo hamba sonke khona sibone umdali.

    • @awgatsheni6598
      @awgatsheni6598 Рік тому +1

      Kanti u Jesu usaphila? I wasnt aware. Where do we go to SEE him?
      I'll await your response. I'm SO EXCITED to go see him ngokwenyama. Uhlalakuphi?

    • @sthembelamthiza1756
      @sthembelamthiza1756 Рік тому +1

      Have you ever die and come with that revelation you talking about

  • @zodwadladla2270
    @zodwadladla2270 2 роки тому +2

    waze wabadukisa abantu magejageja buyela ku JEsu uyakuthanda

  • @HebrewIsraelite6737
    @HebrewIsraelite6737 Рік тому +1

    Magejageja ungu mdukisi no mkhohlisi

  • @dummiegwebu9297
    @dummiegwebu9297 2 роки тому +1

    Balekani ngibo kelaba libhayibbeli belibasho baprophet bemanga

  • @lesegogaborone
    @lesegogaborone Рік тому +1

    No Jesus mentioned in the preaching whatsoever. But he claims to be Christian (Christ like). He should pick a side, either Jesus or ancestors.

  • @lindabuso2214
    @lindabuso2214 Рік тому

    Jesus was never a Christian,wayengu Juda,christianity yenziwa ngabafundi bakhe ngokubhala iincwadi bethi bafundisa abantu ngo Jesus christ,the Roman's call that system christianity and the people who followed them are Christians,cela umntu akholelwe koko acinga ku right for yena,because we all know about Jesus the saviour but iincwadi ezi zabhalwa kudala wafa wavuka,ulwazi oluncane luyingozi,ndiyema nje apho.

  • @K.B.C.J
    @K.B.C.J Рік тому +1

    The prophecy is being fulfilled here by this pastor,,,we aer really in the Last Days,,,which are said in the Holy Book Bible that they will preach what the people want to hear.
    May God have mercy on him💔

    • @awgatsheni6598
      @awgatsheni6598 Рік тому +3

      It's so sad lento oyishoyo. No matter how much God reveals the truth to you, you still believe in your white Jesus.... Eeish ya, Bayenza lento abelumbi. Wake up bo. Vuka bo.

    • @busisiwemangethe6290
      @busisiwemangethe6290 Рік тому

      IS HE NOT OPENING THE BIBLE..??

    • @prowessmpanza9550
      @prowessmpanza9550 Рік тому

      Mmmmm you are a lost soul shame

    • @K.B.C.J
      @K.B.C.J Рік тому +1

      @@awgatsheni6598 in christianity we are all equal regardless of our color of skin,,,no black,,white,,,Indian etc. in the eyes of God through our Lord Jesus Christ the only begotten Son.
      And remember God created us in His own image,,,so don't ever say Jesus Christ is white for whites,,,that is totally wrong and a bad talk my dear

    • @jabumjoka86
      @jabumjoka86 Рік тому

      @@awgatsheni6598 there is nothing called white Jesus

  • @xabisomqhoza3543
    @xabisomqhoza3543 Рік тому

    Number please