ongafuni indoda yakhe imlobole - SILUNGISA UMJOLO episode 20

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 6 вер 2024
  • Join this channel to get access to perks:
    / @umjoloshow

КОМЕНТАРІ • 2,8 тис.

  • @ntuthukobartllet5090
    @ntuthukobartllet5090 Місяць тому +79

    Ngaze ngamthanda uMadlamini. The respect, maturity and the level of thinking!!!!!!!! Wowwwwww✅🔥🔥🔥

    • @nombusogh4222
      @nombusogh4222 20 днів тому

      Dlala matifan ulivula Nini uhlelo lwababheka ubudlelwano

  • @kwazisimelane1203
    @kwazisimelane1203 Місяць тому +38

    Truly speaking the lady is mature enough to see that umfana have to hustle and not always be dependent upon his father 😂😂

  • @buhlemlambo671
    @buhlemlambo671 Місяць тому +82

    Well done Ma Dlamini for choosing yourself and your children.
    Viva Madlems 🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽

    • @SiphokaziJali-bi8zk
      @SiphokaziJali-bi8zk Місяць тому +1

      Viva🎉

    • @user-kg5vx2sj2f
      @user-kg5vx2sj2f 24 дні тому

      Ukuzimela kubalulekile kakhulu but umuntu akagani nengane zenye indoda bakwethu usungazilandake seninomuzi wenu

    • @NosiphoQambambo
      @NosiphoQambambo 22 дні тому +1

      Izingane zisala komalume if ungafuni hlala nazo kini ungagani

    • @rubylane9867
      @rubylane9867 18 днів тому

      Hlala nezingane zakho must ukushada nezingane zenye indoda ikakhulukazi lendoda nomndeni angeke uzamkele

  • @PhumelelePearl
    @PhumelelePearl Місяць тому +63

    Madlamiini uyiqhawekazi sisi abantwana bakho ubaletha kuqala empilweni yakho kunjalo sthandwa sami uyimbokodo yoqobo ❤❤❤

    • @nondumisomoya2979
      @nondumisomoya2979 Місяць тому +2

      Madlamini is goals❤ ... akahlanyiswa umshado, very wise woman.

    • @user-ms2qr3ck2f
      @user-ms2qr3ck2f Місяць тому

      Madlamini qhawekazi❤

    • @ThobileNxumalo-dj4rx
      @ThobileNxumalo-dj4rx 25 днів тому

      ngiyakuthanda wemadlamin

    • @ThandiLukhele-c7h
      @ThandiLukhele-c7h 2 дні тому

      Waze wayimbi yakwenu ntombi iyingane zakho zimqoka umfana uzokujikela kusasa ingane zakho size zakujikela❤️❤️❤️

  • @LondekaLooh
    @LondekaLooh Місяць тому +14

    🎉viva mbokodo yam✊✊👑liyagula lebhinca leli lifun ingan zihambe emumva kumzali waz nxxx si independent bhutii hamba nenkomo zikayihlo 🤸🤸sphilela ingan zethu ayiii izint zomendo lah💃💃

  • @azandemzileni8220
    @azandemzileni8220 Місяць тому +31

    Igama elibi bhuti amavezandlebe yhoo uyidlabha bhuti angfuni kingasho waze wanhjabulisa MaDlamini 👍

  • @user-be6rg9gm8r
    @user-be6rg9gm8r Місяць тому +21

    Viva Madlamini Viva..👊🏿⭐✌🏿🙏may all South African Woman 2be more like Her Minded. 💐🏌️

  • @thembindzimande5498
    @thembindzimande5498 Місяць тому +89

    Im proud of you Madlamini for choosing your kids . yinkwenkwe le phuma kuyo .

    • @lungisamgwebi4820
      @lungisamgwebi4820 Місяць тому +3

      Usadinga ukukhuliswa Lomjita usemncinci ngengqondo udinga udodiswa

    • @user-pr6qn3nq5z
      @user-pr6qn3nq5z Місяць тому +1

      Inkwenkwe😂😂😂

    • @Ronaldo1777messi10
      @Ronaldo1777messi10 Місяць тому +1

      Mina angiyiboni inkinga lapha. Uma ubaba womfana efuna ukumsiza umntanakhe akuyona inkinga leyo.

    • @zodwastuurman
      @zodwastuurman Місяць тому

      Baleka Madlamini I'm proud of you ntombi ngokubeka phambili abantwana bakho ❤❤❤

    • @BahleSobahle-yk4qm
      @BahleSobahle-yk4qm Місяць тому

      Uqale wathi uLO wheee ai bandla wasethi I license iphepha elincane ai kwavele kwanuka

  • @ntombenhledlamini4005
    @ntombenhledlamini4005 Місяць тому +13

    Waze wanengqondo encane ubhuti uthi athathe inkomo zababakhe azdayise just for iphepha elincane elingaka😂😂😂😂😂😂

  • @ernestmbasa8318
    @ernestmbasa8318 Місяць тому +15

    Having 2 kids already out of wedlock made her very expirience in all aspects!.

  • @MatshidisoMarake-q9f
    @MatshidisoMarake-q9f Місяць тому +140

    Madlamini run for your life, this man cannot negotiate anything with anyone his voice is final 😢😢

    • @nompimofokeng2259
      @nompimofokeng2259 Місяць тому +7

      🏃🏃🏃🏃Ungabheki nasemuva. Akukho ndoda la isiyoyo nguye. Hamba uyosebenza maan uyeke ukudlala ngoMaDlamini.

    • @nompimofokeng2259
      @nompimofokeng2259 Місяць тому +6

      Mfana kababa😂😂😂😂

    • @Mathombisi
      @Mathombisi Місяць тому +3

      Ulobola kanjani engasebenzi. Qala uhlanganise wendoda. Abazali babone ijackpot kuloMaDlamini ngoba esebenza. Qale uzame ndoda bese uzithathela umfazi, hayi ozolawulwa ubaba wakho.

    • @nkuthalomxotwa7179
      @nkuthalomxotwa7179 Місяць тому

      😂😂😂😂​@@nompimofokeng2259

    • @nkuthalomxotwa7179
      @nkuthalomxotwa7179 Місяць тому

      Baleka Madlamini akho ndodwa apha u stupid n selfish Lo khangengela umntu ozokuthanda nabantwana bakho

  • @user-sr4dg3nw1u
    @user-sr4dg3nw1u Місяць тому +29

    thanks to our Host Mr matifani indlela oyiphathangayo I Show 👏👏👏👏uyakwazi ukukhuluma nabantu weldone my Brother kodwa naye lo Bhuti Ayyy Cha kuyala Bandla esinye I step father lesi😮😮😮😮

    • @sakhibandladlamini9974
      @sakhibandladlamini9974 Місяць тому +2

      Yah he handles well with respect ❤

    • @luyandajayjonsile2545
      @luyandajayjonsile2545 Місяць тому

      And uyabanikeza ithuba abantu bakhulumisane

    • @sphamandlangcobo3099
      @sphamandlangcobo3099 Місяць тому

      Udoootii wentoo Nxx uyaz

    • @user-je2rb6xp2c
      @user-je2rb6xp2c Місяць тому

      Ubhut ksamele adodiswe hhay kwenza into ngoba ephushwa abqzali ngoba uyamuzwa nje ngisho ekhuluma kuth ksahlwile kuye cc MaDlamin syabonga kucabangela izingane zakho B4 uthathe isnqumo

  • @mapuseletsomareka4385
    @mapuseletsomareka4385 Місяць тому +41

    My brother please you must work first And your father will help on top of what you have I salute Madlamine

  • @sifisonyuswa3353
    @sifisonyuswa3353 Місяць тому +7

    Uyangichaza Matifana zonke izinhlelo zakho esengake ngazibuka ugcina sewujikelwa yibo laba abakubhalele ngenxa yemibuzo nezincomo zakho😂😂😂😂

  • @hlengiwezulu6364
    @hlengiwezulu6364 Місяць тому +9

    Noma ningashada Madlamini abantwana bakho bohlezi bengekho happy "amavezandlebe" bobizwa ngawo now and then😢

  • @user-mx5oi6ol6b
    @user-mx5oi6ol6b Місяць тому +35

    MaDlamin u deserve indoda yangempela .... Ukhulile ngokmqondo cc I Salute u❤

  • @sharmeemmohammed6975
    @sharmeemmohammed6975 Місяць тому +33

    Big ups to maDlamini for standing up for her children. Leave this boy usanuka ubisi🍼🍼🚮🚮
    You beautiful maDlamini, I wish u find some1 who will love you with ur children sisi.
    Watching from Swaziland 🇸🇿

    • @sfundomsweli8131
      @sfundomsweli8131 Місяць тому

      100%

    • @MthembeniSangweni
      @MthembeniSangweni Місяць тому

      Mfethu plz first find work

    • @MthembeniSangweni
      @MthembeniSangweni Місяць тому

      Hamba mfana uyokhuluma nobaBaba kthi akninike inkomo eyi one njee uyithengise bese ufundela umsebezi Madlamini ungowakho njee

  • @lungilengcobo1279
    @lungilengcobo1279 Місяць тому +86

    Hamba uyosebenza buti,madlamini waze Wamuhle ❤

    • @matamoaphu2690
      @matamoaphu2690 Місяць тому

      😂😂😂😂 case closed

    • @ntombifuthishezi5077
      @ntombifuthishezi5077 Місяць тому

      Hai bo uze ungavumi MaDlamini zihlalele nabantwana bakho hlukana nalo ayofun'itshitshi azoqala nal'impilo baleka ngezinyawo zombili dear🏃🏃🏃

    • @user-uy9vg2yl8s
      @user-uy9vg2yl8s Місяць тому

      He is ugly, stupid, selfish and a hater of children of hers

    • @mbukiseniqwabe4881
      @mbukiseniqwabe4881 Місяць тому

      Muhle kakhulu umaDlamini ubhuti akazame until athole umsebenzi.

  • @AylaMan69
    @AylaMan69 Місяць тому +14

    Noo! Everything Ubaba This Ubaba That uBaba This uBaba That! Noo Run Madlamini He's Not Serious This Nigerian Police

  • @siyabongamqadi2153
    @siyabongamqadi2153 Місяць тому +8

    I enjoyed this episode big up to madlamini my sister you are so matured ❤

  • @lydiapuseletso1009
    @lydiapuseletso1009 Місяць тому +43

    Lendoda iyahlanya everytime ubaba... Ubaba hayibo

  • @naomithabethe8195
    @naomithabethe8195 Місяць тому +26

    Nangu ke omunye usyacela dlamuka isthuphethu akafuni nokubhekiswa cha mele nje agane seshilo ubaba😢😢😢😢 we cc aysebenze indoda yazi iyindoda. Bese nawe ucabangisise kahle ukuthi ukhetha yena noma izingane zakho akufice unazo wakuthanda unazo. Komalume lapho yebo isekhaya nkodwa ezakho

  • @fundisiwekhumalo3321
    @fundisiwekhumalo3321 Місяць тому +10

    Waze wangichaza kodwa maDlamini ngokuthanda ingane zakho ❤❤❤big up to woman like you.Isbozi somshado lesi!

  • @zackame3219
    @zackame3219 Місяць тому +17

    This boy needs to grow up. He's still young in heart and in mind

  • @SobhoLeMfino
    @SobhoLeMfino Місяць тому +5

    YiNganekwane le
    😂😂😂.
    UMfana muhle but ,usaMncane bakithi...
    iNtombi yinhle and She's matured...

  • @SizweMhlongo-ew5si
    @SizweMhlongo-ew5si Місяць тому +30

    Lol le ngqwele ayika vuthwa kahle😊

    • @virginiandaba9610
      @virginiandaba9610 Місяць тому +2

      😂😂Ingane Choo azihlale nogogo zidle amasi ganani asinamona 😅😅😅

    • @philisiwenkosi8080
      @philisiwenkosi8080 Місяць тому +1

      ​@@virginiandaba9610😂😂😂 abagane oe

    • @Sihawukelwe
      @Sihawukelwe Місяць тому

      Kumele lobola umama namaveza ndlebe akhe

    • @siphoericgumede3035
      @siphoericgumede3035 Місяць тому

      Nqaba mfana wami uryt ungavumi ukfikelwa ne Creche,

    • @user-xb3bw7tx6t
      @user-xb3bw7tx6t Місяць тому

      😅😅😅😅😅😅😅😅

  • @katlegomatanzima8017
    @katlegomatanzima8017 Місяць тому +46

    This boy is not your type Madlamini,you too dignified for him.Le nkwenkwe must go back to school ayofunda i communication & listening skills 🤣🤣🤣🤣🤣🤣

  • @Boitumelompogeng-b3j
    @Boitumelompogeng-b3j Місяць тому +98

    Usemncane kabi nfanakithi for umuntu onengane ezimbili hambofuna ontanga bakho

    • @thamsanqagamede6180
      @thamsanqagamede6180 Місяць тому +9

      Angimsoli kakhulu muhle naye losis

    • @AmahleNomnyama
      @AmahleNomnyama Місяць тому +4

      Worse naye unengane enakekelwa ngu Madlamini haybooo

    • @sqothui3798
      @sqothui3798 Місяць тому +4

      EXACTLY..akakhele izingane zakhe ikhaya..angagani ndawo

    • @xolanimpanza9930
      @xolanimpanza9930 Місяць тому +10

      Akathathe unina wengane yakhe,yena umshiyele bani

    • @gloriashozi555
      @gloriashozi555 Місяць тому +2

      Wasala nje untanga esemtholise ingane🙈🙉. Akabuyele kuyena mawengane

  • @lizzyvaz647
    @lizzyvaz647 Місяць тому +11

    U Mahlamini make me proud 👏 to be a mum, stand your grounds wonderful lady, he is selfish!!!!

  • @anthonymoyo3555
    @anthonymoyo3555 Місяць тому +5

    This lady is mature, siyabonga maDlamini ukhululile ngomqondo lenhlonipho oyibonisayo iyakhomba kuthi ungumama shame . Suyazi impilo ngolwaphesheya "you're very matured". Intwana isancani ngokwenqondo "mama's boy"

  • @hlehlengiwe5711
    @hlehlengiwe5711 Місяць тому +55

    Waze wayisidomu umfana and full of himself baleka ngezinyawo zombili cc shiya lomhlola and I'm proud of you cc ngokuthanda izingane zakho

    • @nkosinomusamkhwanazi2163
      @nkosinomusamkhwanazi2163 Місяць тому +1

      Uyislima ikhanda lonke😂😂😂

    • @SthulileKhuzwayo
      @SthulileKhuzwayo Місяць тому +1

      Vele izingani mele zisale komalume yini wrong la

    • @christinanxumalo6811
      @christinanxumalo6811 Місяць тому +1

      He's not even full of himself. He is a professional consumer, a robber, a lootist....looting both his father and his girlfriend.
      Next thing kuzothiwa hlala phansi umfazi akasebenzi. So she'll be giving up her independence to bez child again. Kuthiwa yini angeke bakwenzele yona ekhaya. Wiii bo!
      Futhi loku ngikuqala ngqa. Hleze sizwa abantu bebabaza umakoti kuthi ufihle izingane. This time indoda ifihla izingane, hhayi ezayo kodwa ezengoduso, ifihlela abazali bayo.
      Izinsuku zokugcina zifikile. BABAZANI👏👏👏

    • @user-oj5fm6bj1e
      @user-oj5fm6bj1e Місяць тому

      😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂​@@christinanxumalo6811

    • @LINAHGWANYA
      @LINAHGWANYA Місяць тому

      yhooo rhaa eyakho lifihla ndlebe ezikamadlamini ngamaveza ndlebe sisibhadubhadu yhoo kufihlwe ingane futhi

  • @LonaDiko-ve2qc
    @LonaDiko-ve2qc Місяць тому +15

    Underline the name amavezandlebe yerrr baleka ngenyawo zombini cc isilima lesi

  • @user-oo6pq2yc4r
    @user-oo6pq2yc4r Місяць тому +51

    Madlamin umuhle 💐❤️🙏🏽kant uneqond Sisi ukhulile ✊🏽

  • @zanelemabuza6718
    @zanelemabuza6718 Місяць тому +6

    Thumbs up MaDlamini..Hlubie lomuhle umlangeni,sidlubula dledle sakaLobamba...lesitsi sibapha sibe siba dlukulisa,lowacedza Lubombo ngekuhlehletela...shiya leli phara leli.he lives in dreamland. Why is he not selling the cows to start a business.

  • @njabulophungula5290
    @njabulophungula5290 Місяць тому +5

    I love this episode, very funny.
    Izinkomo azingadayiswa. Ziwumnotho..
    Ubhuti akakhule. Azimele.
    Okwamanje, he's still a boy..

    • @user-bx8tl2ey9k
      @user-bx8tl2ey9k Місяць тому +1

      Wena ufuna uTalagu adayise *inkomo zikababa azothola iphepha elincane"😅

  • @PrudenceSompicy
    @PrudenceSompicy Місяць тому +10

    Ngaze ngamthanda uMaDlamini bafethu ❤ ungumfazi obhadlile indoda eyoganwa uwe izobe ibambe ilotto,mayelana noTalagu ingqondo iincane kusamele ukhule mfana, Matifana big up to you ubizelwe kulento yokuba ihost 🤝

  • @emilysimelane6376
    @emilysimelane6376 Місяць тому +9

    I read all the comments, niyameba lomfana. Ithi ngimtshele, uyisilima sesphukuphuku, isiyoyo sesinywenywe ishlama. Phuma Madlamini you are too decent my hun. Lododi ubone insebenzo yakho

  • @lungilengcobo1279
    @lungilengcobo1279 Місяць тому +28

    Waze wabanenqondo cc,phuma kulesi sidomu somfana akekho open minded 😮

  • @user-xk8ct1in2m
    @user-xk8ct1in2m Місяць тому +7

    Tell umdeni wakho yonkinto bhuti ukufihla ukuthi umadlamini ulezingane akukho ryt lonke lilezingane so kufanele bamukhele uthando luqubeke libe seliyenza abenu abantwana abalihlanganisayo madlamini is ryt bhuti yeka into yokufihlela abazali ukuthi umadlamini ulengane ezimbili .iqiniso lizokubusisa ❤❤❤❤❤

  • @vuvufuzzy2594
    @vuvufuzzy2594 Місяць тому +4

    There were two choices, and she chose her children, kudos to that. Lendoda mayihambe iyofuna unkosikazi ongena(zi)ngane, kodwa-futhi uqinisile lobafo, nogba ngesiNtu izingane sizala nokhulu/malume/ekhabonina azimlandeli umawazo emendweni, isiNtu esicacile leso. Kuzaphuma kuyena umyeni ukuthi bangahlala nabo noma cha. Yingakho kubalulekile ukuthi intombi mayingazali before igane, noma insizwa izithola isicindezeleka ukuthi imthathe intombazane esemkhulelisile, kusuke kunqandwa izimo ezifana nalezi.

    • @SiphokaziJali-bi8zk
      @SiphokaziJali-bi8zk Місяць тому

      Kodwa usose wababiza kakubi ngamavezandlebe hayi ayingomnntu ongakuhoyela abantwana lo coz xa ungafuni mntu onomntana suqalisa nje umfuna

  • @neliswazondi4220
    @neliswazondi4220 Місяць тому +19

    Wena Talangu uyabheda ufuna imali kasisi ondle umndeni wakho kodwa awuzifuni izingane zakhe. Kodwa uyakondlela eyakho maDlamini phuma kulomfana okutshela ngesizulu

    • @mduduziMavundla7242
      @mduduziMavundla7242 Місяць тому +1

      Utalagu luyahlanya ngempela unkosikazi lomuhle kanje 😂😂

    • @simphiwelehlohonolo4961
      @simphiwelehlohonolo4961 20 днів тому

      MaDlamini wondla abantwana balendedeba okanye uyazicingela loonto?

  • @GuguTheodoraShezi
    @GuguTheodoraShezi Місяць тому +6

    Ngaze ngakuthanda Sthandwa sam
    Abantu besifazane.bathanda umendo bakhohlwe izingane zabo
    Lentoinjengoba uyibona nje
    HLALA NABANTWANA BAKHO UKHOHLWÈ NJE .🎉🎉🎉🎉
    Zaze. zanomama iyingane ❤❤❤

  • @msizisiphakementini4331
    @msizisiphakementini4331 Місяць тому +55

    Dlala mfethu le episode ibufakazi ukuthi anizanga kuzodlala lapha nizosebenza, good work, kahle kahle uyalungisa awumoshi. UMaDlamini umfazi ohlakaniphile thumbs up

  • @HlengiweKhathi-mt4og
    @HlengiweKhathi-mt4og 23 дні тому +3

    Good girl ngokungalahli izingane zakho ngihamba nawe CC abanye balahla igazi labo ngenxa yendoda qhubeka Cthandwa ❤❤🙏

  • @user-gp6mk1tv5p
    @user-gp6mk1tv5p Місяць тому +4

    Madlamini thank you cc abantwana bakho phambili indoda emuva cc ngoba eqala Manje ezibiza ngamavezandlebe ingane yentombazane iyanakwa ❤❤❤ cc

    • @christopherhlongwane2784
      @christopherhlongwane2784 27 днів тому

      Ngeke awutholeke umendo .....yekani ukuhambisa izingane lapho ezingahlobile khona !!

  • @SibonisoZwane-lq6xj
    @SibonisoZwane-lq6xj Місяць тому +61

    Madlamini bamba la 🤝
    Usemncane lomfana ukhule etotoswa,lent aykhulumayo umsuzo nj ozophelela emoyen ufuna kufezeke okwakhe futh kunezimfihlo...ibambe lapho madlamini 👍

    • @SbusisoCekwane
      @SbusisoCekwane Місяць тому +1

      manje kfanele avume ingane engozona ezakhe zizohlala kubo ayb kahleni kuba iziyoyoyo zamandoda nina

    • @SibusoKhumalo
      @SibusoKhumalo Місяць тому +1

      No unephutha ngeke uthathe izingane zasekhaya komama uzise kini Cha uumuuntu eyogana uyazishiya izingane kubo, zizohlala kanjani kanjani uyise elokhu ezidinga ngoba kumele azibone izingane zakhe and lo akanalungelo lokwala nezingane angazizali, and ukuthatha izingane zomuntu mhla esezozibonela kwakho okanye acele zilethwe kuye ubani ongamela leyonto

    • @CeboowSbahleNdlovu
      @CeboowSbahleNdlovu Місяць тому +1

      Uzokwenz emzin wakho lokho, ungabiz amany amadoda ngezyoyoyo if benothando​ lwabanyu babo@@SbusisoCekwane

    • @CeboowSbahleNdlovu
      @CeboowSbahleNdlovu Місяць тому +2

      ​@@SibusoKhumalo akulon iphutha, umfan usenay ichoice............. Ushilo udade wath Take it or leave it....................... Self esteem 💪 emtaneni, ungavumel umnt weslisa akwenz ungafanelekile ngenxa yamaphutha onawo👏 Big up MaDlamini................ sisterhood is proud of you 👌

    • @user-je9in1el7h
      @user-je9in1el7h Місяць тому

      😂😂😂

  • @HappyMaquba
    @HappyMaquba Місяць тому +10

    Sidenge sendoda esi sivangoyihlo futhi sithunyiwe ukuthi masithathe umfazi,umfazi uyasetyenzelwa akathathwa ngoba ubona abangani fana wami.Happy from Cape Town

    • @user-st6cy9mb7q
      @user-st6cy9mb7q Місяць тому +3

      Mengase Sonke Siyi country senze njengoma Dlems ingaphela Nya indlala Waze wanomqondo kodwa ngathi umbombo ka thisha awaziwa endodeni ilenhlobo ezokuhlaza phambi kwezivakashi inkani, inkomo zababa zibe iphepha elincane 😂😂

    • @khanyisiledlamini6036
      @khanyisiledlamini6036 Місяць тому

      Izinkomo zababa zibe iphepha elincane😂😂

  • @thandimhlongo5148
    @thandimhlongo5148 Місяць тому +12

    Unengcindezi lomfana ekhaya kubo, MaDlamini I'm proud of you ngokuma nabantwana bakho

    • @MusaMakhoba-ut7yu
      @MusaMakhoba-ut7yu Місяць тому +2

      Isimanga nento eningayiqondi Kahle umzali umezele Ingane ufisa ukuthi ivuse uMuzi wakhe,okubi nje washiya lomama athola Ingane Naye Manje lê angke ilunge😢

    • @user-to9ss7eq7m
      @user-to9ss7eq7m Місяць тому +1

      Futh nabo bayambona akasile

  • @PhumelelePearl
    @PhumelelePearl Місяць тому +4

    MaDlamini sisi phuma kulesdidid ngeke hlalannabantwana bakho amgeke uzisole uzifundise zizokhula zand amgeke zikhohlwe uwena lomuntu uspoiled and uluhlaza soze wakhula lomuntu.hlala nabantwana bakho sisi
    Ubiza abantwana ngamabezandlebe sies domoroza leli ayii

  • @MlamuliMdluli-tt5hl
    @MlamuliMdluli-tt5hl Місяць тому +2

    Lensizwa inuka ubisi abukho ubudoda la, I support umaDlamini she so humble and willing to fix but ubhuti chaaa ayikho inqondo la, maDlamini shiya phansi ayikho lento🤞🤞🤞🤞

  • @russelphelelani5160
    @russelphelelani5160 Місяць тому +10

    Wow ushayile matifane keep it up my brother

  • @thobekilemhlongo5884
    @thobekilemhlongo5884 Місяць тому +16

    Uthe uyphatha kahle eyakho ingane !ezakhe azishiye ayohlala Kini uzibiza ngamavezandlebe kuphi khona !uyahlanya somnyama njengoba ubhalwe ukuxakeka nje emehlweni....big Up MaDlamini stand your ground leave that thing ethembe uBaba wayo.end of story!

  • @simomkhwanazi7466
    @simomkhwanazi7466 Місяць тому +7

    You are now the big thing in KZN, next big thing eMzansi. Limpopo is listening to you🎉🎉

  • @FrancinaNyepetsi-vn9yg
    @FrancinaNyepetsi-vn9yg Місяць тому +2

    I salute u madlamini....this boy is still young, just run for your life cc wam

  • @hildakgodu5796
    @hildakgodu5796 Місяць тому +3

    Uyakuhlangisa ukuphendula isiyoyoyo 😅😅😅weeee isdom somfana ka baba lo , baleka madlamini 🏃🏻‍♀️‍➡️🏃🏻‍♀️‍➡️🏃🏻‍♀️‍➡️🏃🏻‍♀️‍➡️

    • @thalithamngomezulu457
      @thalithamngomezulu457 Місяць тому +1

      😢Yi
      😂umqondo mfushane.
      Shiya phansi lomsangano.madlamini.
      He is not your type.
      Iya ku Jesu ucele indoda eright.esebenzayo,ezokuthanda nezinane zakho.
      Umuhle and useyi ngane.

    • @hildakgodu5796
      @hildakgodu5796 Місяць тому

      @@thalithamngomezulu457 🤩🤣🤣

  • @mpengesimpengesi7012
    @mpengesimpengesi7012 Місяць тому +17

    She is 100 % right at his age he is still depending on his parents

  • @smakhoza1389
    @smakhoza1389 Місяць тому +17

    Not this guy saying “Ubhale ujike uzokwenziwa isilima” 😂😂Ngaze ngamthanda umaDlams

  • @preciousnoko6621
    @preciousnoko6621 Місяць тому +22

    Halala MaDlamini waze waba ngumamama abantwabakho bazoba proud ngawe 1 day mabebona le show ❤❤❤❤❤ ungumama oqotho phuma emfaneni o childish uzoyithola indoda

    • @sqothui3798
      @sqothui3798 Місяць тому

      Akahlale nengane zakhe umaDlamini

    • @isimelane63
      @isimelane63 Місяць тому

      Uma Dlamini uma efuna ukukhulisa ingane zakhe, akayekele ukujola nomuntu until ingane zakhe zikhule. Hlukana nomjolo ma Dlamini if uthanda izingane zakho. Ma Dlamini, uyinja, udlala ngala feelings alomjita. Fuseka uhlale be game zakho.

    • @CeboowSbahleNdlovu
      @CeboowSbahleNdlovu Місяць тому +1

      ​@@isimelane63 😂 nakhushukelw uShukel yin😅🤣
      Big up MaDlamini 🥳✊

    • @isimelane63
      @isimelane63 Місяць тому +1

      @@CeboowSbahleNdlovu big up ayekele umjolo akhulise ingane zakhe. Let her not provoke other people’s feelings.

    • @CeboowSbahleNdlovu
      @CeboowSbahleNdlovu Місяць тому

      @@isimelane63 She's not playing with the guy, uyamthanda kod uMjita uSelfish

  • @user-nf3pu4kj5h
    @user-nf3pu4kj5h Місяць тому +3

    Well done MA Dlams eyi nkosi ngazi oMama boy hayi oBabas boy

  • @felicitastebane7360
    @felicitastebane7360 Місяць тому +3

    Hamba nobabakho ndoda yekela u Madlamini azikhulisele izingane zakhe . Daddy's boy .

  • @tebogomokoena9648
    @tebogomokoena9648 Місяць тому +133

    Wise Madlamini, bafo fix your life first

  • @user-ld1ic7nw2k
    @user-ld1ic7nw2k Місяць тому +42

    Haibo nangu uSiyacela part 2 ofuna ukulobolelwa uBaba umakoti Talagu bowuwufunelani kanti uyazi unezingane Madlamini phuma ku Talagu

  • @user-ru9jl3il2l
    @user-ru9jl3il2l Місяць тому +9

    Ngeke uganwe usazozama.Qala uyozenzela ngezikhwepha zakho.Iskhathi samanje asihambi njengoba usho.
    Undlovu kayphikiswa lo .lngqondo incane la
    Awulinde ntombazana ngeke angivumi..
    HAMBA UYOLUNGISA IMPILO YAKHO MFANA HAI NGEZIKHWEPHA ZABAZALI.UYAGANGA MFANA😮😮😮

  • @HENRYMAPHAZIMA
    @HENRYMAPHAZIMA Місяць тому +1

    Yeyi ndoda lo mfazi a simfazi ka baba wakho. Wena nguwe I SI yoyo wena ndoba. U nga khohliseki Madlamini. I'ma lapho u me khona Madlamini

  • @xolilehlengo6785
    @xolilehlengo6785 Місяць тому +1

    Woow uyimbokodo maDlamini❤❤❤izingane zakho phambili❤

  • @mzingaye001
    @mzingaye001 Місяць тому +12

    😂😂😂 Madlamini kanti azisekho insizwa ngaphandle? Uzoqomana lentuthwane leyi

  • @bongiwesithole9376
    @bongiwesithole9376 Місяць тому +5

    Uyimbokodo Madlamuni ususikhukazi esibamelayo abantwana bakhe go strong my girl ungavumi ukuzingenisa emtshatweni nendoda engalenazwi ethathelwa izinqumo ngabazali bayo engasebenzi❤❤

    • @NokwandaZulu-od8jg
      @NokwandaZulu-od8jg Місяць тому

      Umuntu ongathandi iyngane zakho nawe akakuthandi baleka cc

  • @ThembekaThutshini
    @ThembekaThutshini Місяць тому +66

    Ngicela nifunele ubhuti usizo uphazamisekile ekhanda

  • @user-td6ju1bc7y
    @user-td6ju1bc7y Місяць тому +1

    Ubaba this ubaba that yoh umsangano nje , big up MaDlamini infact yeka lesyoyo lesi asifuni ukusebenza depending on his parents mxm what a waste

  • @TheIncredibleKnox08
    @TheIncredibleKnox08 Місяць тому +2

    😂😂😂Chami Sprite,He finished me nya,nya😂😂😂

  • @gugumlaba6162
    @gugumlaba6162 Місяць тому +7

    Uze uyakhala ay khona imfihlo esingayazi lana shuthi bese budgecte ngoma Dlams😊

  • @TsakanePatians
    @TsakanePatians Місяць тому +9

    Sesi love your kids before you love someone make them your number one priority don't control by what's in a trouser is not worth it this man is showing you the red flag just run

    • @clerkndlovu
      @clerkndlovu Місяць тому

      Bad advice. Nothing, not even your kids, must come in between you and your husband. Kids, especially, are by-products of your love.

  • @BigmamaMama-oh6rv
    @BigmamaMama-oh6rv Місяць тому +5

    Sikhukhukazi sithathe namatshwelazo madlamini umma owazala wena Cha wazala uhlezi namaciniso cc♥️youmadlamini

  • @SindiSanti-wd7vn
    @SindiSanti-wd7vn Місяць тому +1

    Ngakhumbula leyangoma ethi “eziny’ izinto, azifuni dolo, azifuni ngxoxo, baleka qha! Baleka ngenyawo zombili”
    Ey Nkosi yam. Umfana kaBaba 😩

  • @sizakeleruthxulu9677
    @sizakeleruthxulu9677 Місяць тому +1

    Bamutotose kakhulu lomfana, nengqondo yakhe idungekile kakhulu 😢 uyohlezi ezibona e right always futhi akasoze wakwazi ukuzicabangela, nomsebenzi akawufuni nhlobo the way spoilt ngakhona. Wade ngomlomo kodwa izandla nengqondo kukhubazekile😢😢udinga serious counseling

  • @madondoyenziwe9694
    @madondoyenziwe9694 Місяць тому +28

    Lomfana akakuthandi madlamini Just nje uyasebenza.
    That's why nobaba ethi lotsholwa babona ilotto la kuwe Basile ebukhweni bakho.
    RUN Madlamini run🏃🏃🏃🏃

    • @Mathombisi
      @Mathombisi Місяць тому +1

      Strue, bayabona bazele isehluleki.

    • @NtombiMdluli-wb8px
      @NtombiMdluli-wb8px Місяць тому +1

      Hawu nawe MaDlamini umqoma kanjami umuntu ongasebenzi use benza iuqhwayilahle lo ujikanelangaBaleka ungabheki emuva.

    • @siyabongamajola-ii7et
      @siyabongamajola-ii7et Місяць тому

      ​@@Mathombisi😂😂😂

    • @siyabongamajola-ii7et
      @siyabongamajola-ii7et Місяць тому

      Nganti usebenzaphi lo madlamini

    • @sandisoyisaki328
      @sandisoyisaki328 Місяць тому

      @@siyabongamajola-ii7et 😄😃🤣😂

  • @sharonthulisilemabaso555
    @sharonthulisilemabaso555 Місяць тому +11

    Mina sisi ngithi yeka lomfana.ukhulise izingane zakho futhi ungamthola umuntu ozokuthanda nezingani.

    • @sthembisomkhize1734
      @sthembisomkhize1734 Місяць тому

      Kunzima ukukhulisa ingane zomunye umuntu thina ke sizalwe esthembini 😢

    • @SfisoPatrick-cr3wi
      @SfisoPatrick-cr3wi Місяць тому

      Azoze athandwe nezingane zakhe nje uphi ubaba wazo zinekubo nje lezingane aziye kubo niyahlupha nina nihambe nizala nizala qede nihlukane nobaba beyngane bese nifuna thina sinake leyngane zenu aibo

    • @victoriasomerset5560
      @victoriasomerset5560 Місяць тому

      Madlmini ungayi lapho kwalo baba wakhe ndiyamsola wadesperate kangaka bobabini bafuna ukuthwala ngaye or what ndiyabiyika man.

  • @patiencemahlangu4214
    @patiencemahlangu4214 Місяць тому +14

    Umshelelani umuntu olengani uqende lapho ubize ingani zakhe ama vezadlebe hambo funa amantshintshi

    • @Mbiko
      @Mbiko Місяць тому +1

      Elimsulwa nje iqiniso.

    • @Lelomzimela
      @Lelomzimela Місяць тому +1

      Uyanya nje lomfana

  • @LovelyRoseBush-fr6ql
    @LovelyRoseBush-fr6ql Місяць тому +1

    Way to go bby gal uzoba sesithenjini sikabana wakhe. Akasoze wakhula lomuntu.

  • @dawnmkhize
    @dawnmkhize 29 днів тому +1

    He expects her to love his child but he won’t love hers.

  • @DumiandBhekiServices
    @DumiandBhekiServices Місяць тому +5

    Funa intombi enye mfana uma umlobola lona uzokubulala ahlale nezingane zakhe .izingane zisala komalume bazondle zilapho finish

  • @bhekisisadhladhla9620
    @bhekisisadhladhla9620 Місяць тому +7

    Ubaba ka Talagu ulana uyabuka. Useyazi ukuthi u MaDlamini unabantwana 😂😂😂😂

  • @nonhlanhlakheswa8932
    @nonhlanhlakheswa8932 Місяць тому +5

    Ngemphel uphazamisekile cc chitha lamanzi ibalekile inkhukhu🎉🎉🎉

  • @user-mz1gd4dx9g
    @user-mz1gd4dx9g 20 днів тому

    Good girl madlamini ❤❤❤
    Lo mfana makazeke umha wengane yàkhe nkosiyam
    Futhi lo mfana uyalawulwa ngu baba wakhe yonke into ubaba yhuuu indoda iyazimela bhuti ayithathi imithetho yenye indoda

  • @user-fo5hv4vp6t
    @user-fo5hv4vp6t 13 днів тому

    Labantu laba amanzi ne paraffin shem
    Abafanelani niks.Omunye u Dom Dom Dom.omunye u matured and very smart.

  • @user-oj6th3ns6l
    @user-oj6th3ns6l Місяць тому +5

    Bafo wamthola nawe kade ekbuza ngesyoyoyo😂😂😂waphindisela

  • @LwazilwethuMathenjwa
    @LwazilwethuMathenjwa Місяць тому +4

    😂😂😂isiyoyo😂😂ok MaNdlamini uyimbokodo cc akumfazi ophilayo ekhanda ongalahla abantwana for indoda enje ngo talangu mina nje ngingashiya phansi loooo usangene ubabas baby😂😂😂😂haaaaaaaah

  • @user-oq6tt3so4e
    @user-oq6tt3so4e Місяць тому +27

    What a wonderful woman uma Dlamini is. I just like love❤💯

    • @busisiwezulu7200
      @busisiwezulu7200 Місяць тому

      Very good MaDlamini

    • @busisiwezulu7200
      @busisiwezulu7200 Місяць тому

      Talagu has no plan to financially independent & He can't his ground because he doesn't have one

  • @bhelekazikhubone6244
    @bhelekazikhubone6244 19 днів тому

    Ngyakthanda MaDlamini khulile ngomqondo cc..... Utalagu lolu luhambe nothando lwalo ubiza kanjn ingane ngamavezandlebe zesthandwa sakhe yoooo this guy

  • @HENRYMAPHAZIMA
    @HENRYMAPHAZIMA Місяць тому

    Wise Madlamini. If he does not want your children leave him. You can not leave your children behind because of this man. Leave this man Madlamini. Kkkkk come to me with your children and keep my farm😊

  • @alexbiyela
    @alexbiyela Місяць тому +21

    Syamcela season 2
    Isthuphethu part 2
    Umsangano womfana

  • @ntombenhledlamini4740
    @ntombenhledlamini4740 Місяць тому +24

    Thatha lezonkomo zakho uzidle angeke silahle abantwana Bethu ngenxa yezinkomo

    • @Mbiko
      @Mbiko Місяць тому

      Kkkkkkk

    • @user-zm5nv3nw6f
      @user-zm5nv3nw6f Місяць тому +1

      😂😂😂😂 Ayivuthiwe kanje emqondwen ingqwele

    • @CbosEasyRecipes7
      @CbosEasyRecipes7 Місяць тому

      🤣🤣🤣❤️❤️❤️

  • @dudumlityalwa7248
    @dudumlityalwa7248 Місяць тому +11

    Awuu buti thola msebenzi kuqala

  • @mncedisimncedisi1761
    @mncedisimncedisi1761 9 днів тому

    le presenter umbhedo ithi zomenzani umuntu wakho unezingane ezimbili awwwww

  • @ShanduMpumi-oh3pf
    @ShanduMpumi-oh3pf 4 дні тому

    Run..Madlamini run.... Ngenyawo zombili ...ukhandalimtshelokwakhe Lo ...ukufihlele nezingane zakho akafuni kwaziwe...enjalo nje uDependent on his Dad 🙆yeka maDlamini...baleka.

  • @TeneleDlamini-q7c
    @TeneleDlamini-q7c Місяць тому +36

    Syacela #2😳😳🙌🙌🙌🙌
    Qala ngokubheka amatoho bafo
    Baba this baba that 😳😳🚮🚮🚮🚮🚮

    • @NomfundoDube-he7mg
      @NomfundoDube-he7mg Місяць тому

      The moment ebiza izingane ngama veza ndlebe vele ngabona kuthi uSyacela lite Lona😭😭

    • @ZandileSihlangu-wo2nl
      @ZandileSihlangu-wo2nl Місяць тому

      Angyazi lento ekhulunyw lendoda yooh ngahamba nje siqeda ukuba kwishow

    • @Cleo256
      @Cleo256 Місяць тому

      o bile a sebetsa maraa ka bua bosawana bo jwalo ka bubi

    • @dumojama1380
      @dumojama1380 Місяць тому +1

      This guy.
      Everything is about him, his dad and his family..
      He is being supported by his dad and his girlfriend currently.
      Dreaming about marriage is good for him but he is still not ready to marry.
      How can he raise the children that he calls them imigqakhwe.
      Baleka nengane zakho Madlamini cause noba sengavuma ukuhlala nezozingane cacile uyokuzihlukumeza ezibiza ngamagama

    • @TeneleDlamini-q7c
      @TeneleDlamini-q7c Місяць тому +1

      @@dumojama1380 Yimbungulu uqobo lwayo,,,,ayfun uksebenza🚮🚮🚮ithi code 14 yiphepha eli useless 😳😳

  • @MziwoxoloMqwaka
    @MziwoxoloMqwaka Місяць тому +5

    Ayikholento eshiwoyilosisi uhambhanezingane uyogananazo uzozibizangasiphi isibongo lomama ufunukuhluphekisa izingane izingane zisala komalume isintuleso niyathanda anithandi

    • @sontomabuza1099
      @sontomabuza1099 Місяць тому +1

      Ushilo ucc akafuni amlobolo uye ubhuti uya foster ucc uyasebenza for ingane zakhe

    • @tholigumbi8329
      @tholigumbi8329 Місяць тому +1

      Bese eyakhe inakekelwa nguma Ndlamini ezakhe gomalume ngabe likhona iqiniso kulento umandlamini u right ukukhetha izingane zakhe kunendoda ezicabangela yona

  • @MandlaKhumalo-cl1nq
    @MandlaKhumalo-cl1nq Місяць тому +23

    Kodwa nge sinto Sethu madlamin izingani zisala ko malumi Musa ukudlala ngale nsizwa

    • @PinkieQiqimana
      @PinkieQiqimana Місяць тому +2

      What if uMadlamini akasenabazali azoshiya kubona izingane

    • @PinkieQiqimana
      @PinkieQiqimana Місяць тому

      And sometimes kuba nama reasons even bekhona abazali bakhethe abazukulu

    • @Mbiko
      @Mbiko Місяць тому +2

      Uyihlabe esikhonkosini bafo

    • @beltarngwenya
      @beltarngwenya Місяць тому +1

      zondliwe ngubani? ingani zakhe ayishiye zondliwe ngubani kayofa lonfana akayodinga abangenangani

    • @user-zf9ib5pt8b
      @user-zf9ib5pt8b Місяць тому +1

      Uqala ngokusebenza bese uyalekelelwake musani ukufakana ehlathini

  • @HlengiweNxele2411
    @HlengiweNxele2411 Місяць тому

    Nama nama ubaba😂😂😂😂😂😂heee wuuuuuu ai we Jesu waze wanewisdom MaDlamin ❤❤❤

  • @user-iq6rz7nz1b
    @user-iq6rz7nz1b 16 днів тому

    Akube yizithuku thuku zakho ndoda kungabi ezabazali good Madlamini ngoba ksasa uzodlala ngawe ngoba uzobe ngazange ajulukela malobolo