Kodwa bazobabamba kalula njengoba bethathe nemali. Khumbula uma ukhipha imali bank izinamba zayo ziyashiyeka emshinini. Bayothi beyothenga ngayo kanti sebegadiwe.
Akuphathwe imali encane yokwenza isiko nje mabefika emzini nokuzobikwa ngayo emsamo empepheni ingeqi ku R1000 imali ezophathwa isamba kwenziwe amatransfers not u cash liyabhubha izwe ngabe aniboni
Akutshelwa muntu makuza abakhongi isiko elidala. Isimanje siyahlupha umuntu uxoxela bonke abantu. Dudu emndenini uyazi umakoti😮
kanti nomkhwenyana angazi le imbeke kubo bobabili
Iqiniso elimsulwa nelidala , mfowethu , nami ngazi kanjalo....ngisho nabomndeni wentombi kuqala bebevuka ngensizwa isikhuleka ezansi nesango imemeza ihaya kungazi makhelwane kungazi bani.....namhlanje imali okuyokhongwa ngayo yaziwa nawomakhelwana nezingane zakhona....kwabozalo lwami koDlamini , Malandela , Sibalukhulu , Sobhuza , Mzizi , ngithi dudu zingane zasendlini iNkosi inibophe amanxeba kubuhlungu kuyazwela esintwini sonke....😭💔😭💔😭
Qiniso nami ngaz kunjalo akumenyezwa makuza abakhongi@@BonganiSaragee
Kunesandla seEx nje lah😢😢😢
"Akukho soka ladla kahle imbangi ikhala"
Nami ngyasola..kodwa abakhongi bafelani😳
Nami ngisho njalo manje inkinga why kubaulawe abakhongi imbangi isaphila
Sekungaze kufe abantu pho
Mmmh intombi eyanzi kahle😢
Koba ngcono kube imbangi not cheating. @@ntombigina2931
Igebengu bezazi ngani kuthi kuyolobolwa namuhlanje😳🙆
Umakoti unolwazi
@NtombikhonaZwide umbuzo umile...
Abanye abantu ba poster impilo yabo yonke Ku social media.
Yhooooh kwabuhlungu nkosiyam ingase ngebe thathe imali batshiye imiphemlo yabo kwabuhlngu 😢😢😢
Aw moy ongcwele kodw Jesu bebengathathi ngan imali bebashiye bephila bona Nkosi yam izngane zomuntu😢😢😢😢
lapho,bahle labo bhuti.isihluku kwimbangi
Ayiii ishayisa amakhala Lena Baze Ngani ababulali ukuthi kuza abakhongi
Eyy IZIGEBENGU nje akuhlangene nozungu
Kanti kwenzakalani Simakade incwadi ye Sambulo ebhayibhelini isikuchaze konke abantu abaphenduke silinde ukubuya kwenkosi u Jesu kristu
Kukhona nje okhiphe indaba yokuthi kuzolotsholwa izigebengu lezi akuhlangene nhlobo noma koti ngoba ukube kuhlangene naye bekuzolimala umkhwenyana
Sesaphenduka izilwane kwanazo zincono kwaze kwamuncu lokhu but nabo bayofa ngesandla somuntu futhi ngenganono
Abantu abasenandaba babulala abantu noma ikanjani ngoba vele bayazi basebenzela usathane,No sathane isiqhwaga siyabulala siphuce abantu izinto zabo ngenkani kuze bezokwenza lodoti😢
Nkosi yam but umakoti uyaz ihlobene nobufebe ke Lena
Ungathini ukuthi akazi lutho bezizifunela imali nje yamalobolo iyigebengu😢😢😢
Ngaze ngamzwela umakoti nomndeni oshonelwe,inkinga ngabe ngyakfakazela bafo lena yobufebe angiboni kuthi yibona mhlampe izimpi zabo eziseceleni
@@vistom5784 ngvumelana nawe bhuti...ayikho ngobufebe lento guys
@@lungilesibisi6223abayithathanga ngani,bezwe ngobani ukuthi kuzokhongwa.
Kuphela ke nje into ecantshangwayi ubufebe yeses ,ubugebengu bona ?
Ei KWABUHLUNGU, ISISHO SITHI, AKUKHO SOKA LADLA KAHLE IMBANGI IKHALA 😭💔
Eyh yiqiniso lelo😢
Msindisi🙆bebengangeni ngani sekulotsholwa bathathe imali,imiphefumulo😢
Sekuzofanele kuthathwe iDuyaza protection services ukuze baphephe abakhongi kunzima Musa no Vusi sizani izingane zethu zizogugela emakhaya ngokwesabela impilo abakhongi. Ninesihluku sizwe esimnyama 😭😔
Umkhwenyana nomakoti bayaphila bazoqhubeka nempilo,ukube bekuyizimbangi bekumele zibulale umkhwenyana noma umakoti
haw Nkulunkulu bebengathathi ngani imali bebashiye
What's wrong with people from KZN kanti?
Lol
Kadzeni bekuthakathwa manje sebaphuma bayok facer row 😢
Mmmmmmm Jesu wami kanti yin Vele isono esimjena
Umakoti komele achaze mhlampe iex nkamakoti njalo komele achaze
Awu kwaze kwabhlungu abantu abebenolwazi Laba into enjena ayikhulunywa ngoba kukhona abantu abangayithindi into enhle komunye phephisani
Ey kwaze kwabuhlungu..kwaGudl'ucingo eHlokozi it's my Village..This is a Trauma to the Community, Mr Mkhwanazi plz find the perpetrators🙏🏾
😮😮😮😮 Nkulunkulu wami 😭😭💔😭😭
Hawu bakithi into ebuhlungu kangaka bekungafanele ukuthi bababulale kwaze kwabhlungu mndeni phenyani nilekelelane nabomthetho dudu mndeni💔
Umkhuba usekhaya
Nkos yam yhooo
Hau kwabuhlungu Nkosi emhlabeni 😭😭💔💔
Akukho okufihliwe okungayokuvela
Lent ayiyenz isense ngb manj umkhwenyana uyaphil nomakoti bazoqhubek nje .....abakhong babulawelani?
Impela
Ubugebengu nje qha Lana,izinkabi nje
Basuke bamemezela abakamakoti kwase kuvuka uSathane mhlampe banezitha eduzane bathenga abantu kuthi baqede ngabakhongi bathathe nemali 🥺🙄💔
Yaaaa izith zabo lezi ezivuk endlelen
Hai kunzima manje kulomhlaba ayabusa amadimoni sicelaUNKULUNKULU ASIPHE UKUHLAKANIPHA SIKWAZI UKULWA NALAMADIMONI NGOKWETHU UNGATHI SIYEHLULEKA SICELA BABA USITHELELE IZONO ZETHU SIYIZONI SIKONILE UNGASILAHLI DUDU MUZI WAKWADLAMINI ENGATHI NOMTHETHO UNGENZA OKUFANELE ABANJWE LAMADimoni
Nathi must have isibhamu nansike imphumela yalezibhamu zenu.....buphi ubuntu ngelezibhamu 😢
Askie mdeni olahlekelwe akuhlanga lungehli kuyadabukisa okwenzeka kulomhlaba iziyebezi zihlala zigcwele amehle njalo njee 💔💔💔💔💔😭😭😭😭
Akuncono sikhokhe ngo EFT cha
Ngenxa yomona sekungaze kubulawe abantu abangenacala, awuphephise umndeni ohanjelwe kodwa uNkulunkulu ukhona, akukho okufihliwe okungeke kuvele ekugcineni ukuthi obani abenze lokhu
Umakoti uyazi ukuthi kwenzakalani
Smakade ubhlungu obngaka kant konakeleph eZwen? 😭😭😭
Hawu nkosiyami 😭😭😭😭
Kwaze kwakubi lokho. Umndeni awuthobeke amanxeba, ududuzeke ngenduduzo ephelele evela kuNkulunkulu ngeNdodana uKristu uJesu.
Ey ayahlupha lamaTender 😢
Uyakwazi umakoti lokhu
Mmmh
Kwaze kwanzima emhlabeni kodwa kumele siphile mpiloni uma kunje.
Akukho soka ladla kahle imbangi ikhala
Kodwa bazobabamba kalula njengoba bethathe nemali. Khumbula uma ukhipha imali bank izinamba zayo ziyashiyeka emshinini. Bayothi beyothenga ngayo kanti sebegadiwe.
@@khayamusic3504ey kahle bafo buka ke mina bengingakwazi lokho, sekungaba inkinga ke umabeyinika omunye bese kuboshwa umuntu ongenacala okanye bathenge ngayo izinkomo umnini nkomo bese kuboshwa yena
Abangatshelwa abantu makuzolotsholwa ngeke phela isijluku esingaka
"Baboshwe ababulali...."
Iyona lento ebulala isizizwe. Cha igama alithi "Babulawe ababulali!"
Lento ngempela ngeke ize iphele uma nisafaka uhulumeni phakathi. Lezinja zisuku sezithenge kudala icala.
Umuntu nje akazi ukuthi uma enquma ukubulala nelakhe ithuba liseduzane.
Aybulawe lezinja
Kwanzima😢😢😢😢
Mmmmm bafwethu
Painful indeed
Haybooo njani yhooo aysebuhlungu😢
Ayyy ayy ayy yooh ayy ngeke engath konakele
💔💔
Aw Nkosi yam kwabhlungu...uyabona uma uyintombazane uzothi uyaqoma ulahlwe yidlozi lasekhakhonyoko...amukela mtakamah uhlale kulowomjolo wephara nomgukudu..nize nihlukaniswe ukuthi baldubule life..
.ngoba uzobulalisa izwe lento umusuybalekela...
Kunjani nje uma kunje...2 wamathuna same time...seyafelwa unembeza lento uyazibonela nje...cz lomuntu ababanga naye lentombazane ube ngeke azozikhongela...
Noma ke bekufuneka yona le 2 ngezinye nje ezingahlangene namalobolo...aw kodwa kwakubi yaz...duduzekani mndeni nabakoti babo nabantwana xeim...
Kainti nomoba nje wasendaweni who knows? Or may be owaliwa akamukeli ukulahlekelwa
Yigwala leli lihlulwa umnakwabo lishaya abangenacala yo
Kwazekwanzimezweni kazi yini ubugebengu obungaka😢
Umkhwenyana usekhona umtshato usazokhubaka nje
Kzn😂😂😂 niyizinja azize lezikhukhula zinihlahlele ezilwandle nikhohlakele kabi Nina nokuthwala yini phambili zinja
Haibo ...haibo
Awu kodwa Shembe 😢😢😢
UShembe wani manje?
@@SibonisoIsrael Lo othe jesu wami umbuzile ukuthi ujesu wani manje?
Mmm kwaze kwabuhlungu but nathi bantu a abamnyama ake siyeke lento yokukhuluma kuqala izinto abatshelwa abantu uma kuzolotsholwa nalento yokumemeza ayiyekwe ngoba iyo edonsa namehlo abantu abakhongi mabapake egcekeni bangeniswe endlini ayi lento yokumisa abantu ngaphandle komuzi kubuke noma ubani iwrong lonto awu okoMyeni wami nje sengiyamsabela makunje ngoba abantu akuve ekhonga unesiphiwo sakho sekhonge 8 times manje nami sengiyamsabela uma sekwenzeka kanje
🙏🙏
Lobu ubugengu nje obuhleliwe kodwa hay ngokothanda lwalaba , kukhona oyedwa oshili endaweni ukuthi kuzofika abakhongi abazokhonga ngezinkomo zephakethe (imali)
We Dlamini bheka omunye umakoti kungaze kuvalwe ngehlahla
Aw kodwa Jehova kobanini abantu bedubula abanye abantu 😭😭😭kobanini beshona beshiya ingane zabo yimbi lento abayek abafisa ukuyenza isono kunkulunkul umuntu ngisho engakwenzan athini muyek ungamenz lutho cz akadalwanga nguwe uyidalwa sika nkulunkul nguyena ongatha isinqumo ngomunt wakho yekani manje 😭😭😭
Eyyy bakithi Kwaze kwabuhlungu
Ake ni buze ama X nkoc yam kwakubi ke loku😢
Kwaza kwabuhlungu ke noko oku ,💔💔💔💔😭😭
Kwabuhlungu ngomndeni olahlekelwe 😥
Ngeke ubani otshele izigebengu nakuthi bazofika ngobani abakhongi ishayisa amakhala ngeke
Akuboshwa Okey wathandana naloyo makoti finish 😒😒😒
Eish abantu sebezokwesaba ukuyokhonga
Sengathi umuntu angaqale asazikahle istory before abhale into engekho lo Ibiza umakoti ngesifebe usis wami lo osumbiza ngesifebe
Uyazi nje khona nje umuntu ovele athi uyakhuluma anye ,and angabucabangi ubuhlungu obuziwa people that are involved
NAM NGISOLA IMFEBO QHA LAPHA😢😢😢😢
Yaz niyicilo niyasihlaza e KZN ngokuhlezi nibulalana bodwa kodwa ke umntu indlela wenza ngayo yiyona ayofa ngayo🤞🤞🤞💔
Kwabuhlungu cha bonanani No 2+2 balandele bonke abenzi kobubi
Zinkabi lezi ebezibalandela
Mmm omkhaya bami😭😭
Kunzima kubuhlungu kodwa uma sekuzothiwa umakoti uyazi impela ngiyadumala izinsolo ezinzima kangaka ukhona yini umuntu engathi elotsholwa athumele abantu ukuthi ababulale abakhongi kanti ubebanjwe ngenkani yini cha akulona nje iqiniso lelo akubhekwe nhlangothi zombili ukuthi ubani obengenza isihluku esinje engathi bangabanjwa
😢😢😢aw Nkulunkulu
Bad province struuuuu
Buzani uMakoti uyazi yena..
Awubuzi ngani umkhwenyane?,oshiye enye intombi use your brain
@@NomusaThusi-u3o Angithi intombi nayo uMakoti..
Iymbangi zkaMkhwenyana ezenze lokho
Umakoti my be unolwazi mhlampe owayezwana naye bahlukana
Lento ibhekeni ngamehlo ahlukene mina ngingasola umngani kamkhwenyane,izihlobo zikankhwenjane,abangani bakamakoti, umndeni kamakoti oyizihlobo, Kanye nembangi kamakoti naloke ishende likamakoti.
U are Matured mfwethu lento nama sides amaningi cz ke Thina ndle mnyama sobheka side elodwa
Ngivumelana nawe Mthobisi uyibekile ngempela ayibhekwe misidentified onke ngoba uyavuka umona nasemndenini kanjalo nakuma x unkulunkulu awuqinise umndeni ngesihlungu esingaka kodwa obulala ngenkemba naye uzofa ngayo okwenzeka ebumnyameni kuyavela ekukhanyeni 😢😢
Mmmh kwaze kwabuhlungu 😢
Kanti mhlampe nje umakoti akazi lutho. Umuntu owayizo umnakwabo
Tjooo yhini bethuna abantu tjooo bangcolile abantu
Usathane useyababusa abantu ngempela 😢
Kwaze kwabuhlungu, mina ngizotshela abafana bami ukuthi yonke into kuzokwenziwa ngozoom namalobolo izongena nge-internet banking...Sorry ngeke phela ngoba namasiko awasivikeli siyaphela khona siwagcina...Futhi asikho isizwe esigcina isiko njengoZulu kodwa yila zihleli zikhala khona igigaba day after day...Duduzekani mndeni...
Nkosiyami😢😢
Kahle kahle yini ngamazulu bakithi Ngathi kukhona into engahambi ka Lana ake ibhekwe kahle leyonto usuku nosuku kubulawa muntu ayi mxxxm
Akuphathwe imali encane yokwenza isiko nje mabefika emzini nokuzobikwa ngayo emsamo empepheni ingeqi ku R1000 imali ezophathwa isamba kwenziwe amatransfers not u cash liyabhubha izwe ngabe aniboni
ukulobola iyfebe
kushuth kwaDlamini akufanele silobole asiyeke mina nje ngeke usangbona
Hha this is very very sad ... yoh I'm so sorry to the family .. yoh their kids.. ah the world is so cruel ... 😒😒
Kwaze kwabuhlungu nkosiyami kazi bekuyin mbangela yokuty bebulwe
Batshale indaba yokulobola. Yaziwa
Abantu abaningi
Zathatha imali izigebengu
Sikhule ingaxoxwa eyamalobolo
Kodwa sesiyitshala
Yonke indawo
Kwazi nabantu ababamba inkunzi
Manje
Igebengu befuna imali kuphela mhlampe ekubulaleni bayazna
The other girlfriend(s) of isoka must be the first suspect(s) or the other boyfriend(s) of intombi must be the first suspect(s)
Speed point only angeke ishluku esingaka
Mhlawumbe nami kuyomele ngithumele abakhongi kini Sokhulu kodwa sebeyohamba behlomile ngoba izwe limi kanjena
kwaze kwabuhlungu
Mmmm shembe usizi olunje
Ikabili lento it's either ikhwapha likamakoti or elikamkhwenyana singabheki iside elilodwa 😢
Exactly
Obvious
You are ryt, because this is not a normal robbery