Both guys are good!!👏👏 UKhabazela udlala iSpanish Melody where as uMntuyenziwa is playing pure Maskandi mostly. Isginci sakhe siyakhuluma esikaMkhize siMelodical....👌👌
@@thamsanqakunene1420 hhay ngeke nkab yami o Jaiva badlala nje isginci ngoba siyakhala, u Bhemile usithinta la ongkaz ubone sithintwa khona, uyas teketisa, laba bayas nkonkoshelake
Both guys are good!!👏👏
UKhabazela udlala iSpanish Melody where as uMntuyenziwa is playing pure Maskandi mostly. Isginci sakhe siyakhuluma esikaMkhize siMelodical....👌👌
Cha u Bhemile inkunzi ngeke umona mubi
Banikwe izginci eziyModel eyodwa makqede badlaliswe Set eyodwa noma ngoma ezizodwa kulapo kyocaca khona Nkunzi nt umntu azdlalele okwake
Hhay Cha indlela okutguntwa ngayo eyenza umehluko noma benganikwa ibrand eyodwa uma nje iminwe ingaqinanga ngeke uwubone umdlalo
Badlala kamnandi bobabili, uBhemile unalento ye creativity nje uma edlala,engakudlalela ingoma oyaziyo uyizwe isinamanye amanoni "muhle umdlalo walezinsizwa".
Mbuzeni inkinga unqoba ephethe nje 6 wentambo and akatatazeli into yakhe ihloniphekile
Wamnadi ebhemile umuntu akazenzi uyenziwa isthutha inkunzi Lena wemadoda 🎉🎉🎉🎉
Khuphuka khabazela❤
Hoohaaaaaa ai kwedin awukhuphuki uyenyuka ngqo
Cha mina angithandi ukuthi sikubize ngokuqhudelana kodwa asithi umdlalo❤❤❤
Khabazela🔥🔥🔥🙌
Up mnandi ebhemile ngwane omkhulu😂😂😂😂
Khohlwani kubhemile inkinga yomuntu le ❤❤
o jaiva bayi creche ku Bhemile 😂bayaz nabo,
Yehheni 😂😂
Ai ithatha ubabhemile ngekelunge ku jaiva zimnike🎉
@@thamsanqakunene1420 hhay ngeke nkab yami o Jaiva badlala nje isginci ngoba siyakhala, u Bhemile usithinta la ongkaz ubone sithintwa khona, uyas teketisa, laba bayas nkonkoshelake
Bhemile umlilo wequbula
angimthembisi lutho uMbuzeni kuBhemile
Ngihamba noMkhize loBhemile wenu angeke abuye ngisho kuJaiva zimnike
Ayi uyaphupha. Ukhumbule ukuthi kuthathwe amaclips la abazikhethelanga ukuthi bazodlalani
Weeeee ay uyadlala wena uBhemile akanantanga la
Uyasushaya impele ubhemile inkinga ayi ukhabazela angazi usidlalakanjan eyi udlalintengazmchazeki winkinga ukhabazela
Uyinkunzi uBhemile kwezinye bayothi gijima mfana, uyagijima uBhemile !
Winkinga u bhemile ngeke
Uhlaba kakhulu Bhemile
Ubhemile uyahlanya ubani ungamelana nohlanya, kepha uJaiva engakhava kuBhemile
Umbuzeni ibhenanyawo leli .akubizwe ne Nyonemhlophe khona nizobona elinye ibhenyawo elingafuniseli ngentambo
Abahlehle abafana; munye uNkulunkulu wesginci uMuntuyenziwa 🤞🤞
Bhemile 🔥
uKhabazela ngithanda ukuthi sicwengekile isiginxi sakhe, akalwi naso iSthutha senkunzi sibuye siye ngamandla esiginxini ngale kwalokho ngyazithanda lezinsizwa bese ngifaka uSongqongqo phezulu ngvale thaqa😎
Hayiii alikhohlwe iKhabazela angeke lilunge
Intambo isemkhomazi abanye basivakashele eziginxini
😂😂😂Haibo yekan isthutha nizolimala😅
Ibhenanyawo leli🎉❤❤❤🎉🎉🎉🎉
Uyahlanya lomuntu😂😂
Bobabili zinkunzi kodwa uBhemile akanantanga
Both of them inkunzi
sicela nike nisifakele Jaiva naye ubhemile ,koshiph' idada i guess😂
Kunganyiwa lapho Sibalukhulu
Aibo ingane uJaiva, encane futhi
@@sithembisongcamu3978 Sicela bemfake sizibonele uyangane kangakanani
Ungenhla umuntuyenziwa
Ukube ngiwu Mbuzeni bengingeke ngivume
u MNTUYENZIWA inkinga kakhulu MBUZENI naye inkinga kakhulu balungile bobabili benze ingoma ethi amakhosi eziginci
Uhamba yhedwabumbuzeni akalwi
We need u live wabo becudzelane😜
Mbuzeni king
Umuntu akazenzi🎉
Mntuyenziwa uhlanya
Umbuzeni inkinga bakwethu
Ngeke alunge umbuzeni la
Uyaganga wena ingane uMntuyenziwa kuMbuzeni
Kungani engenzi i-album yesigcini kube imaskandi-jazz
Banziba bobabili ngendlela engafani ngoba bento abayidkalayo ayifani ... uMbuni udlalaindlela ehlonishwa phesheya bese kuthi uNgwane udala into ehloniswa emzansi. Ngakho uma upanda abavoti baphesheya uzowina uKhabazela kanjalo noma ulanda abalana uzowina ungwane
Uqinile mf2
Kuyoba ncono Uma beyoqhathwa kodwa bedlale ngo 12 bobawu2 ukuze Sibone inkunzi
Khabazela
Mbz❤
Mkhize
Cha mbuzeni ngeke ulunge kumntuyeziwa ungalinge uzame uryt kwi jezi kuphela
Nifuna intambo or umaskandi?
Mbuzeni kumaskandi ukudlalele iParis ingoma yodumo
Kwintambo wakushayela uclean
Okumnandi kulesisikhathi ukubona indlela abaculi bakithi abazimisele ngayo
Kuhle ukubona abantu benza okuhle ngeziphiwo zabo UNkulunkulu abandisele
Bayawuphila umculo labantu jealous down, awuzwe nje ukuthi imnandi kanjani le ntambo
Mbuzeni❤
Aybo yingozi uMnand'ebhemile.
Inkosi yeziginci
Paris yashaywa uSonqonqo
Ayikho lyonto yashawa umbuzen lasho ne gcokama
Soze abantu bafana inkunzi iyohlale iyodwa esibayeni soze salingana fut ngoba kukhona iManager nomsebenzi nje ezindaweni esisebenzela kuzo injalo ke uMbuzeni uReport Kumntuyenziwa
Umbuzeni yisqwaga❤❤❤
Esambuzeni sxox indaba elalelekayo aykabi... Yes ubhemile uyashaya but umbuzeni ungenhla coz ushaya maskandi namanye ama genre whereas uMntuyenziwa umaskand kphela engike ngmuzwe ewshaya
Kanti ukhona boh uyoke umuzwe Uma edlala olunye uhlobo lomculo.
Khuphuka khabazela❤