Umlando weSilo uMisuzulu kaZwelithini - Part4

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 3 жов 2024
  • Emilenzeni yethu emibili edlule ngomlando weSilo uMisuzulu kaZwelithini kuvele izinto ezehlukene okukhona kuzo amagama uHlomesakhe isihlangu noSinqobile kanti sigcine lapho iNgwenyama yesibili yase Swatini uSobhuza wesibili icela umkhuleko emva kokufika kweSilo sisesincane. Kanti kowanamhlanje umlando nokungumlenze wokugcina, kuzovela inhlonipho nokuzithoba okukhulu kwe Ngonyama. Sibonge kakhulu kuMntwana uZeblon kaNqama ngokusemukela Kwamunt'uzongenzelani sizocela lomlando ocebe kangaka. Sibonge nakuNhlakanipho noSandile Ndlovu ngokusiqophela wona.
    Ukuthola ezinye izindaba, vakashela i-sabcnews.com kanye ne #SABCNews #SABCIzindaba #KwaZuluNatal kuSocial Media.

КОМЕНТАРІ •