Udadewethu Umithelele Indoda Yami. Kuthiwa Angibekezele💔💔

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 12 жов 2024
  • #duet #stories #ukuthwala
    ebpartners.cli...
    Please use promo code STHE50

КОМЕНТАРІ • 187

  • @ThokozaniJuqula-x2k
    @ThokozaniJuqula-x2k Місяць тому +5

    Luyakwehlula uhlelo bhuti nikeza abanye

  • @thembisilemathonsi8767
    @thembisilemathonsi8767 Місяць тому +4

    Ngyabuqonda ubuhlungu mama kodwa angeke ushiye umyeni wakho ngalobuhlungu kodwa mina bengingaty hlalani phandi no cc wakho akuchazele kuze uzothola i closure. Emva kwalokho uzobona kumele wenzenjani. Okokugcina HLALA MAMA ngoba vele owakini nizosithola isixazululo

  • @EvidenceShange
    @EvidenceShange Місяць тому +3

    Bazokubulala izinja lezo kaze ngingenzenjani phephisa mama nami ngina 1 ngane nomyeni ngavele ngasaba

  • @BonganiMkhwanazi-b9v
    @BonganiMkhwanazi-b9v Місяць тому +3

    Wena mfana uyasbhora ngalokhu kukhuluma kwakho thina sisuke sifuna udedele umuntu oze naye ohlelweni hhayi lento yokukhuluma ungaqedi man demed!

  • @NompumeleloXulu-qw1iu
    @NompumeleloXulu-qw1iu 27 днів тому +1

    Watching from Chicago SA my country inzima lento kudawethu pho 😳 bekuzoba ngcono makuthiwa bayathanda a manje lento yabo inengane phakathi kunzima....yamukela ingane udadewenu cha do that thank me later

  • @AndiswaMaphanga-m1k
    @AndiswaMaphanga-m1k Місяць тому +4

    Presenter amadata ayaphela singaluzwanga udaba kukhuluma nje wena 😢

  • @NondumisoMtetwa
    @NondumisoMtetwa Місяць тому +3

    Second comment 🎉🎉
    Ccwami kwaze kwabuhlungu yaz phuma kulento, abaqhubeke bethandana bodwa🤞

  • @businzama6939
    @businzama6939 Місяць тому +2

    Awuuuuu 😭😭😭😭ABANTU abase sbari nje ngabe kungcono ukuthi waphumela NGAPHANDLE wayo zali sa khona yabo lomyeni wakho bangcolile ngoba phela ukhona umntwana oyedwa ngisho nomndeni wakho uyamqhuba nje Impela

  • @T_gal2018
    @T_gal2018 Місяць тому +2

    Bhuti you're so unique. ngithanda indlela ovikela ngayo abesifazane sengathi namanye amadoda engafunda kuwe. Uyindoda emadodeni uJehova akubusise ngowesifazane oqotho. I'm sure nabesifazane they feel safe kule channel yakho, ngoba balinyaziwe abesifazane egameni lokuthi "phela mina ngiyindoda" bakhohlwe ukuthi indoda idalelwe ukuvikela hhayi ukulimaza

  • @JZKhoza
    @JZKhoza Місяць тому +3

    Yazi sengathi ungathola umsebenzi kwenye iProvince uthathe umntanakho unyamalale ungatsheli muntu.ubashiyele incwadi ubakhulule ngoba ukulibele ubabona kuzokwenza umthakathi kanti makuyiphutha umnyeni wakho uzobuyelwa inqodo abone ulahlekelwe

  • @MphoNkolele
    @MphoNkolele Місяць тому +1

    Asibonge makhaya tv umsebenzi omuhle 🙏🙏

  • @bonginkosinzima7110
    @bonginkosinzima7110 Місяць тому +2

    Akemukele vele ngoba mayeshiya uzojola nendoda kanti ithwele,or iyashayana, ziningi izelamani ezigane indoda eyodwa

  • @LindokuhhleNkwanyana
    @LindokuhhleNkwanyana Місяць тому +1

    Sisi phuma kuloyo mshando noma kub'hlungu kunjalo uphume nase mndenini wakho ngoba wenzeke islima kakhulu uqale impilo yakho uwedwa uyhlalele nengane yakho finish🥺🙌

  • @luluntlangulela8407
    @luluntlangulela8407 Місяць тому +3

    Haai lespeech sakho ndoda

  • @sithembilendlovu6670
    @sithembilendlovu6670 Місяць тому +2

    Ukwehlisela ipheti indonda ka dadewenu uze umithe ubufebe nje lokho engaka amadoda wakhetha ekadade. Enyinto cc wami ngiyayiphikisa eyokuthi ngeke usaba abantwana odokotela ababona nkulunkulu nabo bangaphansi kwesanda sankulunku u cc wami washo lokho u odokotela but namhlanje une ingane ezimbiili so cc ungakufaki emqhondweni okwezingane please ababona o God.

  • @NontobekoDlamini-ge1bh
    @NontobekoDlamini-ge1bh Місяць тому +2

    😢😢😢Cha ukhuluma kakhulu bhuti yooh

  • @lindastanleybuthelezi169
    @lindastanleybuthelezi169 Місяць тому +4

    😂ukhuluma kakhulu presenter😢

  • @celaniclifford193
    @celaniclifford193 Місяць тому +1

    Kukho kone bewuthi enzenjani ubaba wakwakho ngempela sisi ningakhohlwa phela ukuthi manishada nike nizozala vele mawungakhoni ukuzala mele nendoda ingabi nangane ngoba ithathe wena ayi ngeke cabanga kahle nje wamukele ulindelumuthi nje from you sister unyoko ngoba uyena u master mind walento okuzalayo akanihlalise phansi ningaloyani phela dlanini nishiyelane

  • @DuduzileMhlongo-gx8xb
    @DuduzileMhlongo-gx8xb Місяць тому +4

    Ungavumi cc ukuba sesthenjini nodadewenu uzokubulala vele usekubulele ngokumithela indoda yakho angahlulwa yini ukukufaka egodini qhela umqhelele ngoba into ezosebenza manje ikhubalo kanti wena ubungayenzi lento ubuzihlelele kamnandi nendoda yakho manje usuzoyfunda imithi uyfundiswa ucc wakho ngenxa yoshintsho lwenhlalo ngoba kuzoshintsha futhi hayi kancane phuma mntaka ma ungaze ube umthakathi kuqala kanje phela kubhlungu ukushiya umuntu omthandayo siyaz bt beka impilo yakho phambili uzitshele ukuthi lomuntu ngamthola emhlabeni angzalwanga naye kancane kancane uzitshela loko luyehla uthando logcina selungekho uqhubeke nempilo yakho baselfish kodwa

    • @Mgqilazi031
      @Mgqilazi031 Місяць тому +1

      Ngyabonga cc uqinisile noma kubuhlungu bt akaphume ayoqala impilo kabusha ahambe ngakubo aye kude nabo

    • @ThandoMagidigidi
      @ThandoMagidigidi Місяць тому

      True phumw

  • @staceyndlovu5277
    @staceyndlovu5277 Місяць тому +1

    😢bashiye bobabini unkulunkulu akasona isilima uyokuphendulela wena shaya ngokuthula

  • @snakhokonkemthokozisi6548
    @snakhokonkemthokozisi6548 Місяць тому +2

    ngyaQond min cc kodwa yamkela mama ngoba igazi lakho nom ungabon kanjalo kodwa i hope uthathe owakin ngob niyigazi ningaxabani zama nje cc ukuthambisa inhliziyo amukele

  • @MphoNkolele
    @MphoNkolele Місяць тому +2

    Mhlambe it's better ukuthi uvhume ngoba hu dadewenu unlike umuntu ongamazi

  • @bongidlaminibong1102
    @bongidlaminibong1102 Місяць тому +1

    Phephisa mah,kodwa mina bengibona kukuhle ukuthi wamukele vele if unenkinga wena makoti kuyaye kuthathwe usis wakho kube nguye ozokwelekelela.Nizohlalisana kahle nondadewenu wamukele nengane ngiyacela

  • @NomluhGumbi
    @NomluhGumbi Місяць тому +2

    Kubuhlungu koda noma ngawusisi wakhe😢😢

  • @Zinhle-c1
    @Zinhle-c1 Місяць тому +2

    Syadakeleka kodwa thina bantu besfazane sametime siyafakwa ebhokisini siphila , sidakelwa ngisho nayimdeni yethu okwiyina asithembele kuyo but cha iyasingcwaba nayo siphila, koze kube nini ngampel songcwatshwa sphila kuze kube nini

  • @SiyabongaBantu
    @SiyabongaBantu Місяць тому +2

    Kunzima emhlabeni Sisi wakho enze into ebuhlungu kangaka

  • @phumimabanga962
    @phumimabanga962 Місяць тому +2

    Bobabili bakululazile bangakuhlonipha. Umbuzo wam uthi uma bekuwumyen wakho onenkinga yokuthola abantwana, wena waya komithiswa umfowabo, ubezoyamukela yin leyonto? Kunzima ukuba umuntu wesfazane, period. Uhlala kanjan ungasekho happy emshadweni, nokuhlala kanti mhlambe usazobathola abanye abantwana kuyena udadewenu?
    Nomnden wakho awunalo iqiniso ngoba nawe fanele bakulalele bcs awuzenzanga ukuthi ungakwaz ukubathola abantwana. Bamshiyelan bengamqondisi udadewenu? Ay inzima impilo webantu

  • @BonginkosiMadondo
    @BonginkosiMadondo 25 днів тому

    Watching from Zwelibomvu

  • @PhindileMadi
    @PhindileMadi Місяць тому +2

    Yooooh ngiyazwelana nawe cc kodwa kuyacaca ukuthi lento nguwe wedwa ubungayaz umndeni wakho wonke wazi kahle sonke istory

  • @Mgqilazi031
    @Mgqilazi031 Місяць тому +3

    Cc wami phuma usaphila usaryt ungakabi umthakathi futh zicabangele wena ngobq njengoba esethe ubaba ufuna kwanbde umuzi kshuth kohlez kutuswa ucc wakho uyena ozohlez eseqhulwini,umndeni wakho ukwenzele phansi so iinkomo zamalobolo aziwele kucc wakho ,wena uyoqala impilo kabusha ikhona impilo after devorce cc bayqphila abantu futh baqhubeke babe ryt uyokukhumbula umnyeni wakho kanye nomndeni wakho

  • @xolilesibiya48
    @xolilesibiya48 Місяць тому +1

    Ay yabuhlungu cc wam.....kungcono uqale uthole icounselling la ozokhipha khona bonke ubuhlungu obuzwayo and then you might be able to decide what next to do eyokwamukela uzobuye uyibone akesilaphe inxeba.❤

  • @zamasthole9083
    @zamasthole9083 Місяць тому +1

    Ngasekhaya kwenzeka wayesegule iminyaka umakoti indoda yavele yajola nocc wakhe washona umakoti walobola UCC wakhe 😢😢

  • @califonia-5
    @califonia-5 Місяць тому +1

    udadewenu akahlukane nomyeni wakho noma lengane izokuvusela amanxeba nje kodwa abahlukane.

  • @ThembelihleMajola-wz2ie
    @ThembelihleMajola-wz2ie Місяць тому +1

    Kungabe kwahlalwa phansi kwathiwa unikwa udadewenu ngoba awubatholi abantwana kuzwakale uvo lwakhe

  • @mntwan_wamakhosi
    @mntwan_wamakhosi Місяць тому +2

    Ai Lendoda ikhuluma ngeke ai wenza uhlelo lubhore

  • @MazwendodaSikhosana
    @MazwendodaSikhosana Місяць тому

    Manje we Sthe u like wenu awubhali nje
    Ngabe ama like awabalulekile yini makhaya TV????

  • @Mosotho.2
    @Mosotho.2 Місяць тому +1

    Mina bengizo buyela ekhaya, ngiyo lala kulela kamore be lala kulo udade lo, it's not a sin ukufa u single..😢

  • @Mgqilazi031
    @Mgqilazi031 Місяць тому +2

    Sibonga ukuth ukhulume cc ungenzi okubi kodwa nj hamba endaweni uye kude nakini uqale impilo kabusha kuzoqale kube nzima bt uzobaryt

  • @AhlumeManqabashe
    @AhlumeManqabashe Місяць тому +2

    Hay ngeke mphathi wohlelo ukhuluma kakhulu siqedela I data

  • @MphoNkolele
    @MphoNkolele Місяць тому +1

    Cc wami udadewenu usile akakudiseli iokuhle
    But in this case kubuhlungu ngempela,,umtwana ungamlahli
    I'm so sorry my dear

  • @PhilaniMasuku-v3q
    @PhilaniMasuku-v3q Місяць тому +1

    Umyeni wakho ubdedengu akuhlangane lemineni yombili ikhulume yelaphe lomama bese kuthi lo odlindoda yomuny ajeze but okusemqoka sisi inkunzi isematholeni

  • @michaelnzungana1087
    @michaelnzungana1087 17 днів тому

    Ukuganwa kwendoda cc inhloso ukwandisa isizukulwane okubi ukt ubaba akuchazelanga indlela azizwa ngayo ngawe then isinqumo sokuthatha udadewenu nivumelane nobabili. Kodwa besekufanele wehlise umoya noma kubhimbile

  • @ndumisosicoto4512
    @ndumisosicoto4512 Місяць тому +1

    Mphathi wohlelo kwakumele ube ngumfundisi unesiphiwo manje usadukile😂😂😂😂😂

  • @NamudiPeggyChiguvo
    @NamudiPeggyChiguvo Місяць тому +1

    Aii 😢baraloka kawena abaage wa bona motshe dade ngwana genu agorate moloi mothwe tloga gobona batlo gobolaya😢

  • @bongie_t
    @bongie_t Місяць тому +2

    Yhoooo ngamanyala la kwa Xhosa this guy can pay for sleeping with his sister in law, it is just bizarre 🙄

  • @NontokozoMoyo-bd7zb
    @NontokozoMoyo-bd7zb 26 днів тому

    Mina nje ngingaphuma ngibashiye selokho mina sengingasonto yolutho

  • @EdnaSwart-m7g
    @EdnaSwart-m7g Місяць тому +1

    Its sad she must accept this situationif she got a baby outside he husband wouldn't accept it he would chase her away This is not fair

  • @SikhumbuzoSifisoGumede
    @SikhumbuzoSifisoGumede 25 днів тому

    Uyadakwa wema mama manje kuyikinga ukuthi umyeni wakho ukhulisa umuzi kayise, ungazosisanganela thina. Zala ke uma unekinga

  • @halalisanisyabongandebele8006
    @halalisanisyabongandebele8006 Місяць тому +2

    Kodwa mfethu serious usungaze ukhulume 4mins before indaba yomuntu , please try to be considerate ukuthi this our time as well nawe kudala ukhuzwa mfo.

  • @BiyisiweMoloi-ee7id
    @BiyisiweMoloi-ee7id Місяць тому +1

    Sisi phuma uyoqala phansi impilo ngoba bazodlala ngawe phela uzobuka bona😢😢😢😢

  • @bonginkosinzima7110
    @bonginkosinzima7110 Місяць тому +1

    This presenter iyoooo 😂😂😂😂😂😂😂😂hayi ngeke bakwethu

  • @NellyMartin-ch7gd
    @NellyMartin-ch7gd Місяць тому +1

    Cha sigcina singasilibuki uhlelo lwakho ngalokukhuluma kwakho kakhulu presenter😢

  • @VathyDlamini
    @VathyDlamini Місяць тому +2

    Yhoo askies cc

  • @MmaletsatsiTsatsi
    @MmaletsatsiTsatsi Місяць тому +2

    Hello sista, sorry about that sesi, they are lot of problems that are even wes than yours. Just pray God to help you accept that situation. Your husband can take you as polygamy have kids with your sister. And just go for counseling both of you. So that your problems can be resolved.

  • @Phindilemaphumulo-rf8kq
    @Phindilemaphumulo-rf8kq Місяць тому

    😢😢😢😢ay inzima le baft Mina bengith lalela nhliziyo yakho kuth ithin cs sizobeka imibono bt umuntu ozwa lobuhlungu nguwe indoda yakho ayinayo saport indlela engimsa port ngayo muntu wm cs akanangane Mina nginayo engafika nayo bt siyazam cs ngihlez nginaloko kokuth ngyofa ngizama

  • @LeonardMbuyisa
    @LeonardMbuyisa Місяць тому

    Lendoda iyabheda. Kahlekahle uyinyoka. Ngibona uzohlala kabuhlungu nalodadewenu ngoba uzokuphilisa kabuhlungu ngoba Uma nixabana useyokuthuka ngakho impilo yakho yonke. Yini eyamehlula lomlisa ukuthi akuhlalise phansi niyixoxe indaba yokuthi ufuna ukuthatha isithembu futhi umnakwenu kuzoba udadewenu. Ngoba kuyacaca ukuthi abasabuyeli emumva, kuyodingeka ukuthi akhele udadewenu umuzi kude nalapho wena okhona kuthi noma nibonana nibonane ngasikhathi nje

  • @zintlezikhali2145
    @zintlezikhali2145 Місяць тому

    Engingakusho nje ukuthi I feel your pain cc. Bt ucc wakho nomyeni wakho both betrayed you and there's no excuse abangaybeka ikwenze ube ncono. Ngicela uphume kuloyomshado ungabekezeleli udoti. Phuma uzimele love bazokbulala ngelinye ilanga. Even umyeni wakho akaxolisi akazisoli instead he's blaming you for cheating. He's an extuse of a man mxm😢

  • @GauweMashiloane
    @GauweMashiloane Місяць тому +1

    MAMA TSOHLE MODIMO O TLO GOARABELA ,GOD BLESS YOU MY MOTHER ❤

    • @kgaokgao595
      @kgaokgao595 Місяць тому

      Aowa Tlogela modimo a hlale finish n klaar

    • @GauweMashiloane
      @GauweMashiloane Місяць тому

      Tsohle ge o dibeya go modimo ,O tlo go a rabela

  • @Mamesh92
    @Mamesh92 Місяць тому

    5 whole minutes gone with the Presenter’s whole Presidential Speech 😩

  • @ThubeNyawose
    @ThubeNyawose Місяць тому +1

    Hhay ngeke presenter yehlisa ekuxoxeni kakhulu kujika kube kuncane iskhathi sozothula inkinga yakhe

  • @KennethMdlalose-ei5on
    @KennethMdlalose-ei5on Місяць тому +1

    Cc bayazi bonke abakini kwahlanganwa. Wowe ongazi

  • @SthembilePromise-s7g
    @SthembilePromise-s7g Місяць тому

    Phephisa mawam badale inzondo nje kuzoba kuwe ngoba nguwe ozwa ubuhlungu udadewenu inyoka umyeni wakho ke yena i Anaconda uqobo lwayo awuyilutho nje kuleyondoda ngoba vele amadoda mayebona umuntu wesifazane babona udoor mat 💔💔

  • @NosiphoNgema-r3g
    @NosiphoNgema-r3g Місяць тому +4

    Yoo cc wami kwabuhlungu ngeke cc bayakuxhaphaza

  • @KholekaBhengu-ue7ru
    @KholekaBhengu-ue7ru 28 днів тому

    Ay kodwa kunzima ngempelake ukuba sesthenjini nodadewenu.. ei ayi inzima ngempela lendaba kwamina angaz ingasolveka kanjani

  • @SthaeNyathi
    @SthaeNyathi Місяць тому +1

    Umthetho wesiZulu sometimes awukho right, abadala nabo abayeke ukuthanda imali. Sisi shiya phansi indoda leyo ngoba ngeke vele isakuhlonipha

  • @BonganiMkhwanazi-b9v
    @BonganiMkhwanazi-b9v Місяць тому +1

    Mina omama bami bayelamana bagane ubaba,mina umama ongizalayo uyena omdala and wakwazi ukwamukela

  • @CctvkznSecurity
    @CctvkznSecurity Місяць тому

    Sthe emakhaya TV is on 🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥

  • @phumlanivilakazi
    @phumlanivilakazi 21 день тому

    Ngicela ucc afunde amacomenti ethu uzoluthola usizo ngicela uma efuna inumber yami ngicela asho Mina ngizomkayela umuntu ozomsiza koba u 3 days futhi angasabi plz lomuntu uzomsiza akunasichitho la yena akasho uma efuna ukuthi ngimuse kumuntu futhi uzohlala kahle nomuntu wakho lomuntu ukhona lapho ethekwini cc plz zama

  • @ThembaGumede-g5x
    @ThembaGumede-g5x Місяць тому +2

    Sisi phuma kuleyo ndoda uyizalele ingane eyodwa yibunja lento ayenzile

  • @phumlanivilakazi
    @phumlanivilakazi 21 день тому

    Kumina ngithi kuye akazame ukubekezela ehlise umoya uma kungalungi lokho akabashiye bobabili impilo yakho cc izoqhubeka cc

  • @Phindile-c2i
    @Phindile-c2i Місяць тому

    Yamukela mama sekwenzekile. Eyakho.leyongane.eyomnyeni wakho. No.cc.wakho.kukhalaakusasizi lutho cela uhlise umoya

  • @mthokozisidlamini2095
    @mthokozisidlamini2095 Місяць тому

    Cha owami umbono akesibheke umsuka wokungawutholi umntwana imbangela yayo.
    Unjani wona umsamu ?
    Kodwa into engiyibonayo ikhona into eyenziwe efana nokuthakathwa okwenziwe phakathi emndenini . Ngoba bekufanele umyeni abe nokweseka unkosikazi wakhe, kodwa umyeni wavumelana nomndeni waboka nkosazane nomndeni wakubokamnyeni.

  • @khululiweagnes9488
    @khululiweagnes9488 Місяць тому

    Ngicel ukubonisa uma udlala nendodo ushadile noma aw shadile ungavumel ingane zakin zivakashel ngoba yonke lento iqala evakasheni ngisho nomngan uyinkinga asiqaphel asathejwana akube nguwe ovakasha ekhaya ngiyaz akulula ukuth sikwenze lokhu kufanel sifundise zijikil izinto emhlabeni

  • @mbongenikubheka3278
    @mbongenikubheka3278 Місяць тому

    Kwaze kwabuhlungu sisi wami bandla ngawe yooooo 😢

  • @LuyandaleoNene
    @LuyandaleoNene Місяць тому +2

    Eh baba ukhuluma safuthi🤦

  • @JabuDladla-xz1ty
    @JabuDladla-xz1ty 12 днів тому

    Uyazi cc nathi siwumndeni ozalwa umuntu owazalwa kanjalo. Ubaba wethu owazalwa kanjalo. Okufanele ukwazi ukuthi khona izinto esizibuka ziyiphutha ngokwasemhlabeni kodwa ngokukaNkulunkulu zingelona iphutha. Ubaba uyena ophenduke waba ummeli wawowonke umndeni, omama bakhe ubaphathise okwaqanda waba supporter ngendlela emangalisayo yonke into yabo ibiba doubled ngisho I grocery. Uthatha ingane cc udadewenu baqhubeke ayogana kweny'indawo. Ingane izonithanda nobabili futhi izoba yisgwili ayifikile ngephutha. Kwathi noma ugogo esegane kwesinye lona ozala ubaba wethu, wafika wathola inqwaba yezingane.Lona omdala owakhulisa ubaba wethu waphila kahle, nathi nzalo kababa owaleka kabi siwumndeni ophumelele kunalona omunye. Yithina esiwusizo kulaba abanye njengoba nobaba ubewummeli yize azaleka ngalendlela.Mukela cc kungcono ngoba owakwenu.

  • @JoyceNelly7
    @JoyceNelly7 Місяць тому +8

    Pls stop talking awaiting for the guess to.speak.

  • @Dr_V5_ZiK5_li5.
    @Dr_V5_ZiK5_li5. 21 день тому

    KonaKele ..😢😢😢

  • @LondiweMbuyazi
    @LondiweMbuyazi Місяць тому

    😮😢kwakumele beqale bekhulume nawe cc kodwa keh kuyafana bazoqhubeka ungazi sorry dade

  • @Basilmnwabe
    @Basilmnwabe Місяць тому +1

    Mina bengithi usisi akaphume ngoba uzovuma oyokuqala kuphinde eyesibili and imindeniyabo ingcolili usisiwakho uzokugibela ekhanda

  • @SipheleleNdwandwe-cr1yh
    @SipheleleNdwandwe-cr1yh Місяць тому +1

    manje we Sthe ingxoxo le osxina ngayo kutheni usimoshela i data

  • @ErnestManatha
    @ErnestManatha Місяць тому

    Sibuhlungu kakhulu isimo esimvelele uSisi ngoba akezukuxola ngalento emenzakalele. Lento isiqhamuke njenge-penalty yokuzali kwakhe uSisi. Kufana nokuthi udadewabo ngesimo sokungazali kukasisi.
    Ukuthula angeke akuthole uSisi. Ngoba lesi sesifana nesithembu indoda esithathile ingazange ikhulume nonkosikazi kuqala.

  • @EvidenceShange
    @EvidenceShange Місяць тому +2

    Ulanda kakhulu wena nokungenasdingo

  • @MlungisiNgwenya-pw1cl
    @MlungisiNgwenya-pw1cl Місяць тому +1

    Ba4 umfihlelani

  • @LeratoMariaMokgalaka
    @LeratoMariaMokgalaka 7 днів тому

    3:56 minutes talking aibo 🙄ngeke phela. Am here for the stories please 🙏😒

  • @KamnandiPhungula
    @KamnandiPhungula Місяць тому +1

    And remember to get pregnant you need to be happy so that the hormones react.. by staying there.. there is no way you'll ever be happy.. it was supposed to be you who approached your sister and you to ask the family about this.. who is your hubby to go to your family without your consent.. hayi these families have sold they're hearts to money stru'.. your hubby has control over your family.. yini is he rich or what? There is nothing confusing la.. make your choice and life goes on.. but put yourself 1st

  • @BathabileSikhakhane
    @BathabileSikhakhane Місяць тому

    Cc kubuhlungu kodwa umyeni nomndeni wakho bakhohlakele bangakudlisa ushevu

  • @Nelisiwemkhize-b4r
    @Nelisiwemkhize-b4r Місяць тому

    We mama ngcono kube owangaphandle lowakini chooo ungamvumeli uyisigebengi baqale ngokugcinwa ngakho ungavumi lutho uzodla poison

  • @SikhumbuzoSifisoGumede
    @SikhumbuzoSifisoGumede 25 днів тому +1

    3 minutes yonke ubingelela🚮 mina imakhaya tv ingidina lapho

  • @akhonaakho6753
    @akhonaakho6753 Місяць тому

    Sisi mna ndingathi ke ndoda senigqinile namithisane konje into inye into endizakuyicela nizikhele eyenu indawo hay sohlale sonke... Or else if unenye option uphume wena ...

  • @ThembaDube-r4g
    @ThembaDube-r4g Місяць тому

    Umndeni ka cc uyingoźi ngoba bahlangana ngaphambili ka cc

  • @LungileNgc0b0-e4o
    @LungileNgc0b0-e4o Місяць тому

    Bayakujwayela cc bobabili uSbali wethu no cc😢

  • @CharlotteKalishwayo-tk1wt
    @CharlotteKalishwayo-tk1wt Місяць тому +2

    Amadata ayaphela..bhudi reducer ùķuhùluma

  • @ndumisosicoto4512
    @ndumisosicoto4512 Місяць тому

    Ucc makabekezele ahlise umoya amkele lokhu kuyenzeka

  • @KhethiweMthembu-r1z
    @KhethiweMthembu-r1z Місяць тому

    Kodwa ubuhlungu lento amadoda ukungaseseki ezinkingeni esinazo

  • @Ntandoyenkosi-w8b
    @Ntandoyenkosi-w8b Місяць тому +1

    Ukhuluma tomuch mfana

  • @KhanyisaNdukula
    @KhanyisaNdukula Місяць тому

    Sisi live life on your own terms.

  • @patiencemahlangu4214
    @patiencemahlangu4214 Місяць тому +2

    Umdeni wakho lawo awunalo iqiniso bakuvuma kanjani lokho

  • @GrandCentralPlace
    @GrandCentralPlace Місяць тому

    Manje usibari unika indoda ikhekhee Kasisi ,kunzima Sisi nokushiya phansi

  • @SanelisiweGwala-g1x
    @SanelisiweGwala-g1x Місяць тому

    Cha kwakumele baqale kuwe bacele ngacabanga ukuthi ubungeke ube nenkinga enkulu babhedile