From centurion Pretoria. Stufuza lo mama lo akaphume ekhaya u ben 10 lo ayomskhela umuzi wabo bobabili .then ndodana biza i family yakhabo Baba bakusize aphume nomkakhe lo sathane we Ngane
Cha iyangithinta mina le yokuthi ngiyaye ngibukeceleningenze engikwenzayo ngenzele ukulala ngidlile ngifihle umzimba ngoba ngingasenabazali..umeqinisile cha iyangithinta mina
Kodwa Umama Wenzani Ngempela Ngiyafisa Ukwazi Ukuth How Old Is She Lomama Cuz Ngane Lena 😢😢😢😢😢😢😢 Yaz Stufuza Dlangamandla Ngifisa Ngathi Singathola U Part2 Walana Azoziphendulela😩😩😩😩
Kwaze kwaba buhlungu ngale ngane Lo mama Uma eqhubeka nalo mfana uzothatha yonke into amshiye engena Lutho ngidabuka nje nokuthi ukhulelwe uzozisola ushilo nje umfana wathi uya Lana okunamadlelo aluhlaza khona uyedelela enjali enjali nje😭😭😭😭🙆💔💔💔💔
How does one recover from this? That's why we live in such a angry world imagine your own mom feeding you to the wolfs like this in the name of love. Udelelwe isdwedwe somfana kanje! 😢
What a friend. 😢😢😢😢😢 mama yena se cabanga uku xosha ingan becoz of uBen 10? Jehova ungi size ngi nga fiki kile sigaba soku zwisa ingani zam ubhlungu ngale ndlela.
Ubaba weyngane zam akasekho emhlabeni wayezalwe ngo 1968 so uma kukhona umunt engihlekisana naye kumele abe kule age or ngaphezulu. Angeke nje ngilale nengane, lokhu nje kungangehlisa isthunzi nje.
That scream from Stufuza kodwa bandla😔sengifuna I-address so that I can come be an extra security angisakhoni ukuhlala nje. Wozani guys sambeni, we'll help move the decoration out of this room too. Singaphela phela.
Mabayekwe abangani from 2024, and im on a campaign to teach my kids not to trust friends and sometimes family.
Ayenzeka amanyala kwesisifundazwe somtapo😂😂
Hay uyeyisa umgani lo ozwana nomama
Ndayeka kudala MNA ubanabangani 😊
Yi FAKE into ethiwa umngani...osanomngani abakamgili...
I even downloaded a song for them & interprete it to them "Qaphela by Queen Lolly" 😢
Kanti yin ngalo stepfather esinukayo ngaze nganyanya😭😭😭😭😭
Yi stepfather esinjani sona lesi esincane kanje esidelelayo.hay naye lomama uyidlisile I team yabesifazana😮
Stepfather ongasile nxaaa waze wangidina lomfanyana
Inkinga ukuthi nithatha izinyoka zigodola nizifake ifuthumelle manje iyaluma nalomama wonakele akazihloniphi kodwa lenja edla amathambo weminye imizii yooooo uzozisola esendlini encane uyadellela enjalo nje BABOLILE bobabiliiiiiii
Ngu stepfather omncane usiza u mama omudala.
Ngiyasola mine ngedwa izohlala idliwa le team yabo Mama ABANEMALI KWASHONA U BABA uzibona ahlakaniphile umama azwane nengane encane.
Ngaze ngabuhlungu ngalomfana bakithy 😢hai uyadingeka lomama ohlukumeza ingane kanje part 2 stufuzaa
Nathi abo mama kodwa oh nkosi Jesu silekelele we need you God help us to be a good example to our children 😭😭🙌🙌
Saze sakhohlakala singomama yhiini babazi nibamoshelani abantwana
Kungenzeka unyoko wabulala UBaba wakho ngenxa yakho lokho ukufeba nengane. Sikhohlakali saMah
Yaze yangphatha kabi nansi into yho aybo
Sfebe skama na aphi amadoda ...syekeli ngane ziye kuma girlfriend weeee.. sfebe ska gogo
Mina ngithanda wena ngzokuphatha kahle
Lo mama waze wangi nyanyisa bahlanganisa ukuxosha ingane yakhe uyisifebe Lo mama funda mft uthole umsebenzi uphume kubona💔🙆♀️😭
Ama 2000 axakile boys and girls born on this era, hello 90s,80s and 70s I salute you respect, and love you
Hello that's true my dear
Part 2 please Stufuzah ngifuna ukubona lomama, Jesu😮😮
Umfana akaye enkantolo ayofuna amalungelo akhe, njengoba ethi umngane isembhalile UMama wakhe umngani wakhe. Ukhohlakele nalo Mama😭🙆♂️
His friend is only there for the money. Jehova. Oh my God
Ushaya khona.
😂😂😂😂ey amahloni kimi
Aybo waze wanginyanyisa umfana Jesu
😭😭😭Kanti bafazi sibuye senzenjani, ngaze ngamzonda lomfana onguStepfather, ngaze ngayizwela ingane engenacala
Wenze kahle Waba stepfather lombhemu akekho ongakuthandi ukujabula. Futhi ngeke amkhethele akahlukane noma wakhe kwaphela
Lomama ukhohlakele mxmnmmmm yini lodoti we stepfather samasimbaaaaaa😢😢😢😢😢😢😢
From centurion Pretoria. Stufuza lo mama lo akaphume ekhaya u ben 10 lo ayomskhela umuzi wabo bobabili .then ndodana biza i family yakhabo Baba bakusize aphume nomkakhe lo sathane we Ngane
Ayi ngaze ngaphoxeka ngiwu Mama Jesus 😊
Eyy lawomazwi ..SIYOFIKA ISKHATHI UWAPHINDE LAWOMAZWI🙏
Ayi ukuthi nalabafana basema lokshini uyaphi kumashow engabe ushaye lenja
Ngumfana lo, makayoyibika yonke emsamo. Its easy as that. Uyawa umuzi ngalendlela.
Yaze yangiphatha kabuhlungu le Episode sengicabanga umfana wami esezwela ubuhlungu obunjena ngenxa yami😭😭😭
Eishhh Jhoo painful
Mina umngani ngaqeda ngaye since 2006 angiphindanga ngaba nomngani empilweni yam .....dank ngyabonga mina.
I wish I was there sobhonya lenja ye stepfather. Ngenyenye kabi kumanje.
Unolaka
@@Mathimlisa weyise kakhulu lom'fana udinga induku.
Uyakudinga ukufundiswa inhlonipho
Kuloywana masekunjena ke yeyisa iNja yoMfana Yezwa.💔💔💔😭😭😭😭😭😭🙆
Abalande Lomama azophendula indaba zakhe
Sawubona cc sdufuza❤❤❤ayi ziyabuya Lomama nguyewabulala ndoda ngoba wayefuna kusale fezinhloso zakhe khohlakele Loma
hawu Jesu Waze wadelela umfana
We we we umngani wami abe ustepfather sami ngeke nje ngivume nami hawuuu ngithi baba kumngani wami ngeke
Waze wadelela ustepfather nkosi yami
Stufuza ngichazeka musuth wuuuuuuuu mesebelwa🤣🤣🤣🤣🤣awsabi yini,cha uyakwaz ukubuza imibuzo my stufuza God bless u more sisiwam💐
Izinto ezenzakalayo izinsuku zogcina ziyethusa😢😢😢
Ngavele ngamelwa yinhliziyo. Mesethi uyihlo wehluleka uwena, wayolusa amadada. Futhi uzokhishwa ekhaya kubo.
Part 2, ungapholisi maseko
No comment. I give up on us ...... women. Yaze yanyanyisa into.
Cha bakwethu u stepdad lo usefaka nje usawoti kwisilonda salomfana. Uyambasela nje ngalezinkulumo. Kodwa ke part 2 is loading ❤
Udoti lona amanyala Lawa ngingafa Mina ngeke, kwesinye iskhathi ubungani kumele ubuke nje 😢😢
Kuyedelela okumfana yezwa ngaze ngafisa ukungena ezicathulwen zomfana ojolelwa unina
Yho! Yho! Yho! Ngavele ngeqhaqhazela ngendlela engidinwa ngayo ilomfana. Ayibo! Ngamane ngife kunokudelelwa umfana kanje
Yazeyadelela inja
Yaze yamoshakala impilo yalomfana. Ngaze ngakhumbula ingoma Lucky Dube ethi, "Daddy wherever you are..." Maye! Kufa. Manje lomama naye angasakhethi umfana othe ukujiya kancane. Mhlawumbe Abe nentshetshana okungasenani. Wakhetha induna yabafazi. Wakhetha amathambo nesikhuma nje.
Cha iyangithinta mina le yokuthi ngiyaye ngibukeceleningenze engikwenzayo ngenzele ukulala ngidlile ngifihle umzimba ngoba ngingasenabazali..umeqinisile cha iyangithinta mina
I'm speechless 🙊kwaze kwabuhlungu awu umzali onjani lo nkosyami ozolala nomgane wengane yakhe
ingane encane kanje ulala nayo vele iyo lomama ukhohlakele shame akanamahloni
Devil mother 🤞🤞🤞🤞mnqundu wa mme shame Chomi ya ngoanaka yhoooooo okgohla hetswi mfebe sa mosadi thaka tsa Hao di kae 🙊🙊🙊🙊🙊
@@Elizabertmthombeni-f4g
Sikhohlakali lesi
Uyadelela mfana bewuzofa yimi
@@davidbuthelezi8922 Uyadelela ngempela ufuna induku akazanga ashaywe uyadelela lo akafundisekanga lomfana
Uthin lomfana uchaza ukuthi lomama wabulala ubaba womfan naye zombulala jesuuu inja yomngan leee
Yazi Bafo awna Mama, uzelwe yinja yomfazi. Funda uzimele uhlukane nalephixiphixi lembungulu owaythatha njengomngani eseyzenza uyihlo nibe nilingana ulunguzana namagolo ezalukwazi emncane 💔💔💔💔
Akakhombisi nokutisola futsi lomfokati Lona,mara yat....Yoh! Utsi ngingu Babe wakho,Babe my foot!
😂😂😂😂😂😂
Kodwa Umama Wenzani Ngempela Ngiyafisa Ukwazi Ukuth How Old Is She Lomama Cuz Ngane Lena 😢😢😢😢😢😢😢
Yaz Stufuza Dlangamandla Ngifisa Ngathi Singathola U Part2 Walana Azoziphendulela😩😩😩😩
30 something uthi muhle,uyathandeka kusho umngane wakhe!kunzima impela!
She is 37
@@ntombienhlemahlaba8368 😂😂😂😂😂😂😂 Yaz Kunzima Emhlabeni
Kuthwa una 37
Kwaze kwaba buhlungu ngale ngane Lo mama Uma eqhubeka nalo mfana uzothatha yonke into amshiye engena Lutho ngidabuka nje nokuthi ukhulelwe uzozisola ushilo nje umfana wathi uya Lana okunamadlelo aluhlaza khona uyedelela enjali enjali nje😭😭😭😭🙆💔💔💔💔
Lomfana wanginyanyisa yezwaaaaaah 😮😮😮😮😮
How does one recover from this? That's why we live in such a angry world imagine your own mom feeding you to the wolfs like this in the name of love. Udelelwe isdwedwe somfana kanje! 😢
The mother is also not right. How does she allow small boys to disrespect her children like that. She doesn't even respect herself to top it all.
Thanks my baby Stafuza my daughter 🎉🎉🎉❤️❤️
Joh lomfana bantubenkosi
Sthandwa sam❤❤❤❤❤
bengzobhekisa amatafula phezulu ngama spin kick kuhlephuke lezimbali ezilapha
😂😂😂😂spin kick,ngavele ngacabanga uMatifane,😂😂😂
Waze wayinja umngani webantu idlala kanti iyenza nje,awu bantu besifazane sekwenzakalani
Aww ncese mfana wami
Waze wakuzwisa umama wakho ubuhlungu
Lwela umuzi ka baba wakho
Waze wadelela wenja
Ngaze ngabuhlungu bakith ngomfan omncan 😢😢😢
Kkkkk ziyakhal Ke laph ayiii😂😂😂😂😂😂lomam uwonakel bakith jola lomfan ongaka pho hebana 😂😂😂
Ifoni yami Bo!Hhayi kungabi eyakho awufuni ngiythinte nje!!!
Umthela ngamanz ngab umphihliza ngeglass
😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Ukhohlakele mfana muyeke boy uzophendula ubaba wakho emathuneni lolopholo kade wayeyifisa impilo yakho uze afune izimpahla zakho ngenkani Kodwa athi awunaqiniso ngoba wawungamuphi izimpahla part 2 thanks Stufuza
Ngyayibona lenja eseStudio kodwa waze wayinja umzali....
Part 2 please
Part 2 pliz step father sawakhuluma amagama buhlungu yaz 😭
Iyadelela kodwa lendoda ngabe sengiyibulelemina
Hhayi Bo!ubhasobhe ijele, Gatsheni....
Akalandwe lomama, lomfana uzele ifa nje kwaphela nokweyisa umngani wakhe😢😢😢😢
What a friend. 😢😢😢😢😢 mama yena se cabanga uku xosha ingan becoz of uBen 10?
Jehova ungi size ngi nga fiki kile sigaba soku zwisa ingani zam ubhlungu ngale ndlela.
Kwaze kwabuhlungu pls sthufuza ningayi vumeli leyokuthi lomama another ngane yakhe ngenxa yomuntu wangaphandle uyozisola ncedani umfana
Mm nkosi iqiniso mpela ukuthi icala limbula ingubo lingene. Ngihlezi ngiphika ukuthi ngoke ngingene ejele ngoba angisona isigebengu🤔
Yhoo lomama waze wayinja ngaze ngamzwela lomfana nkosiyami ngoba ngalendlela sekungayo sekungaphuma ngisho nomphefumulo lomfana uyadelela nd umama uvalwe uthando wakhohlwa ukuthi ekugcineni umfana wakhe uzokuthola lokhu akwenzayo awuqabange nje uma lehlongandlebe lomfana lithi lizokhipha lomfana ekhaya kibo konke sekubiza yena kunzima emhlabeni 💔
Waze wakhohlakala mfazi ndini lo Ben 10 wakho uzodla imali yakho akushiye kanjalo silima somfazi ngaze ngakunya sifebe esithenga ipipi ngemali yendoda
Mmmmm kwaze kwanzima Jehova ngenelela😢😢😢
Waze wadelela mfana.jesu
Or my god insuku zokugcina lezi umama wayihlukumeza ingane yakhe
😢😢😢
Buya Jehova uzo thula iWashini wakho ku washin line, seyomile🤣🤣🤣🤣🤣. Izintsuku zokuqcina😩😩😩
Waze wakhohlakala umfazi usefunu kbulali ngane yakhe nomngani wengane yakhe,Waze wadelela umfana ,stufuza Landa umama uyaydinga induku nesoka lakhe okunye ingane Odinga ukvikelwa bazoybulala 💔💔💔
Nxa ayi suka ngaze ngacikeka shame lomama ngempela ucabangeni ngalodoti aze athathe ingan encane cha uyedelela lomfana akashayiwe🤞🏻🤞🏻🤞🏻
Yoooooooh this is so painful guyz how can your do this kodwa! Yini yinhlupheko yoh! Ukhohlakele sies!!!
Yabona masuthi cel uslandela yena cc ay man❤❤
Kant ehlabeni kunjani 😂
Scela lomama plz sfuna izimpendulo kuPart2 ngeke plz stufuza mama syamdinga
Into ek'thiwa umngani ayikho, ey usuke unenkunz'malanga yebhadi if usanomama oqomayo buka nje uqoma umngani wengane yakho ephinde elalenaye ukweyisa lokhu
Uyini umngami ngicela ningichazele mhlampe ngigcine kudala umngani esafana nomfowenu,hleze ngizwa ukuthi owesmame osothandweni uvaleka amadlebe namehlo angasezwa lutho engasaboni lutho futhi engalhathaleli kwamiphumela,naku nje ingane isizoxoshwa ekhaya ijike ilanyaniswe Ibe nobhuti noma usisi ozalwa umngani,ngisalindile njalo phendulami yini umngani ngo 2024?
Yoh😢, ay kunzima emhlabeni esphila kuwo stru
Waze weyisa umfana futhi sengiqala ukusola nokuthi ubaba walentwana akazifelanga ngeke
Ayiboshwe lenja
Eish this is very sad konke kungenxa kamama oncolile
Hawuuuu ngaze ngaphoxeka ngo bhuti wakaMththwa😢😢😢
Lomfana unamanga nizozwa Nina...ankho muntu opreg,is just that uzwisa umngani wakhe ubhlungu.
Ngenke sidlale lestepFather esinukayo sizosikhipha ngizokufunu ngize ngikuthole lapho mshanami kwaM noma sizohlangana kwamnyandu moll........ ngoba sebakubophela uzungu ngokukubulala ngenke kwenzeke lokho
Wadelela umfana sis Inga nyanyi
EY Kobe izulu alikho if lomfana engastholanga isjezo ngyafisa Nkulunkulu aklekelele no baba wakho lapho ekhona aphenduke azolwa lempi yomnganakho osephenduke ustepfather wakho nokhulu ukweyisa ...ngfisa nokwaz kuthi mama yena uthini njoba lomfana edelela kanje😢
Mmmh yaze yadelela inja yezwa yooh bantu besfazane niyadayisa ngezingane zenu. Lenja iyeyisa
Lumfana uzbona juice kodwa usazogileka
Kwaze kwabuhlungu engikubonayo nengikuzwayo but ustepfather ngyasola unamanga uzama ukugcwalisela ubhuti I'm sure ubaba ubekambhlile emafeni futhi umamakhe ngeke amphuce anikke isoka futhi ngeke amkhiphe ndlini isizulu sithi awuhlali emzini wenye indoda and ngeke uzobiza isbongo sakho emzini wenye indoda ,qomani bafazi anginamona😫
Ubaba weyngane zam akasekho emhlabeni wayezalwe ngo 1968 so uma kukhona umunt engihlekisana naye kumele abe kule age or ngaphezulu. Angeke nje ngilale nengane, lokhu nje kungangehlisa isthunzi nje.
Ndingakubulala ngiyofela ejele🤞
Hawu ihlazo elingaka Jehova🙆
Poor Sfufuza uyobe uphume amehlo nkosyami uvikana nezidla mlilo😫😫😓
Uyabona into ekuthiwa umngani ayikho nje... Akunankingake ukudla uma wongani wakho. Manje yini usugcwaneka🙆♂🙆♂🙆♂🙆♂ Sekukhona nokuthi akaze abe wungani weqiniso. Kanti ubusufuna okodliwa kubo yini
Stepfather sizacile siyagula ,,stufuza ngenelela kungahlukumezeki ingane emzini kayise 😢😢
Phansi ngabangane ,phansi ngo ben 10
Khona abantu abangenwa usathane ngoba naku be swele noma be bhekane nokufa. Ang' khohlwa omunye umfana eshelana no nkos'kazi wami. Kanti inja iyafa umdlavuza, ufonelana nomkami ba duduzane bahlekisane.
Cishe kufane nokwa lo stepfather ndini lo. Ngoba nakhu uz'bone uthole ikhaya ne mpatho yaba thandanayo, ucabanga ukuthi kulungile ujole no nina ka mngan wakho???
Hai bo 😳 lengane yaze yeyisa, kodwa lomfazi yena kade ecabangani nje elala nengane 😭😭😭😭💔💔💔💔
Yeheeeeni bo! Yhini le ngiybona ngamehlwami 👏🏾 friend turns father.
Maye uyeyisa umfana.jesu uyithanda kanjani indoda kunengane yakho Cc lomfana uzoyidla ayiqede imali yakho alungise isasa lakhe nentombi yakhe akushiye ungenalutho .Ngaze ngazwela ubhutiza mmm😢
Yaze yeyisa inja yemfana yooh....intfo lebatsi umngani udodi straight
Lomfana uyinja Nkosi yami saze ababuhlungu le storry😭😭😭
Ungcolile umngane yhooo😢 isihlungu esingaka pho..
Phofu naye uzogcina eyokolusa amadada lomngani njengala ndoda kamama womngani😢
That scream from Stufuza kodwa bandla😔sengifuna I-address so that I can come be an extra security angisakhoni ukuhlala nje. Wozani guys sambeni, we'll help move the decoration out of this room too. Singaphela phela.
Yoooh uyadelela this guy.
Awuuu kodwa wee mama
Kodwa Mama unjani?kodwa mngani unjani? uhlobo luni ,ukwazi ukulala nomama wakho ,naleyo ntombi onayo ayihlulane nawe ubolile ,Mama umqondo uyasebenza kahle ulaka nengane yakho uhlulwa imizwa yakho ungaze ubulalise amathumbu akho awubonanga ukuthi ubunuku lobu obenzayo,uyakudlula undodana wakho ngomqondo owakho awusebenzi lengane oyiqomile ayifuni wena ifuna imali yakho Waze wangicika mama uma washonelwa ubaba wekhaya kubiza ukuba uzihloniphe,noma ngabe akashonanga muntu wesifazane zihloniphe😏
UNkulunkulu asixolele sonile kakhulu veli useyabuya😭🙌🙏bakhohlakala omama besimanje
Yeey mfanam ngase besendiseduze kuwe ndikusize ngalo stepfather fast..bekuzonyiwa nyiii apha kum