BIC siyabonga kakhulu ukubusiseka kanje ekseni. I am glad lento yezinsimbi angisayiboni kakhulu ngapha eBIC not that it is wrong but umculo wase Zion muhle nje ukanje 🙏🙏🙏
Kodwa Mzilikazi noNyambose niyangibusisa madoda ningenzani ubuhlungu enginabo enhlizweni yami niyakulapha njengoba ngihlezi nginobuhlungu babuTshabalala God bless you abundantly and the whole entire congregation kulungile noma sengingadlula emhlabeni kulungile umculo wenu bless me so much I salute the BIC
Anyone 2024 ?bazalwane❤
I still listen to this namanje.
Listen to this every morning to work ngiyabusiseka nje🙌
I can't get enough of this song.
Nice zion music ....a bake bezwe nalaba bama coral ukuthi ihlanganiswa kamnandi kamnandi e BIC hhay lokhu enisilalelisa khona ngiyabonga nakuwe bab uMgaga uyphekile iynsizwa zivuthiwe
Uyipheke yavuthwa nje, keep on doing christ job Rev Mgaga... Iyasho insizwa
I CANT STOP WATCHING THIS...NGAZE NGABUSISEKA MA B.I.C...
Just that anointed voice, Mbulazi mfowethu 😭😭ngiyalibona ikhenana ngamehlo engqondo
BIC siyabonga kakhulu ukubusiseka kanje ekseni. I am glad lento yezinsimbi angisayiboni kakhulu ngapha eBIC not that it is wrong but umculo wase Zion muhle nje ukanje 🙏🙏🙏
Kodwa ngiyabusiseka kulo mfo ozihola ekuqaleni..,, unkulunkulu akuphakamise nceku.
God bless 🙏🙏 am also blessed
Saqindezela kamnandi isifutho.... Ngyabonga 💞🇸🇿
Cindezela not Qi
Ayi bakithi ❤️💕💞👏👏👏🙌ayi niyangigeza ma BIC 🤞
Masezisho iziyoni kuvuleka izulu🙏pure and crisp 🙏
BIC ningenza ngibe nesfiso sokthola umunt weslisa okhonza eZion..... Ikhaya lam leli ngofela khona so angaz ngngayenzan indoda ezobe ingazi lutho ngo zion
Niyasho MA BIC, Ngibusisekile ❤
I can't stop listening to this song be bless ed uyangibusisa umculo wenu l wish ngithole le video yenu. Amen
Cha beniphumile maBIC kuyokhapha usisi wena, that's great ur showing the love of Christ. And nice performance.
2022 I’m here ngizoshweleza maZayoni 😭😭
Eyi nkosi kulungile zion no problem eyi❤❤❤❤❤
Phambili zion❤❤
Dankie B.I.C❤👏
Amen zion
Powerful 100% inkosi ibusise umsebenzi omuhle webandla
The one go to church choir if you want to know about Zion music and it’s beauty.., just love BIC.
Yooooooh this song 😭😭😭🙏🙏🙏 Amen
Mmmmmm zoin wakithi 🙌🙌🙌🙌
Ngihlala ngila ngithi nje “ ngidumisa wena wedwa 🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌
nice and clean
Excellent service songs viva a mapostolic ke fodile momoweng great, this is Africans churches God bless
Dankie ma Bic ,phambil ngomculo wase zion
AMEN APPROVE IN PMB
🙇🏽♂️🙌🏽
Angazi ngithini kodwa siyangibusisa lesihlabelelo kukhona lapho ngiphola khona emoyeni wami.INkosi inibusise njalo ngomculo onomlayezo ophilisayo emoyeni amen.Ngabe ngiyazinikela manje nibaningi angeke ngibonakale lol.
😀😀😀😀hawu zinikele bo sizokufaka ecentre uzobonakala mfethu
Bhuti Bongani🤗🙌
Amen ngiyabonga bazalwane muhle umsebenzi wenu niyangibusisa lomculo wenu
Ngcwele🙌🙌🙌🙌
Ngibonga ukubona ubaba umtheleza ukheshiyasi ameni
Ungikhumbuza umngani wami mkhulu unhlanhla buthelezi noma engasekho emhlabeni usesenhliziweni yani undadewakheshasi nganginewari ngingamboni ngajabula kakhulu Uma ngibona ukheshiyasi ngiyabonga ukukwazi ngomngani wami unhlanhla nginxolisa ukumbiza ngegama bamthalezi Ameni ukhuluma ulondolozeke njalo
Niyangibusisa bazalwane love this song
After all has been said and done, keep up the good work🙌😭
Well composed 👌syabonga BIC
Kodwa BIC, ngiyanithanda nomculo wenu ave ungibusisa.
I love everything about this video ❤️❤️❤️
I love you maBIC💖💖💖
I want this song ❤️
Believers Mara ❤️❤️❤️
Kodwa Mzilikazi noNyambose niyangibusisa madoda ningenzani ubuhlungu enginabo enhlizweni yami niyakulapha njengoba ngihlezi nginobuhlungu babuTshabalala God bless you abundantly and the whole entire congregation kulungile noma sengingadlula emhlabeni kulungile umculo wenu bless me so much I salute the BIC
Ay kuyezwakal bayasho ..mculo uhlangen..
Nice song, my God bless you
Hallelujah ♥️🙌
A Day doesn't not pass without watching this clip ,amen zion siyabonga B I C .
anginiiiiiiiiiiiiizwaaaaaaa.
BIC
Amen
🙌mmmh Jehova
Haa ngiyezwa mina 🙌🙌🙌🙌🙌
Ngiyabusiseka BIC,,,
🙏🙏🙏❤️❤️❤️
aw tenor danki
Khala Sayoni ewu madoda. Ngyawathanda nawu mculo.
Hallelujah 🙌
This is nice
Professor God gave you a mandate to lead the Zion ministry and be humble while doing it
ASIYENI ZION KUSHUSHU BAFOWETHU
Holy 🙌
Yawuvala umcimbi iBIC lana ❤
Ayikhona iya shanywa igoma gezwa kuyehla umoya ayikhona
This is wonderful in the eyes of the LORD
❤️
Just close your eyes and listen to this song
Nami kunembali engiyibonayo lapha ngizozikhela yona nje. Minake ibelivers ngikhonza nayo la kuYou tube ❤
next Premier in the next 3 hours....press the notification bell
What is the tittle of the song?
Bengicela i branch e Soweto noma Ekurhuleni
Please leave your numbers I will contact you.
Where is this church located, around Eastrand?
Eastrand we have Tembisa branch, Spruit branch and Duduza branch
@@AMaspex kuphi nendawo eSpruit?
I love you so match
Clean Zion siyathola dr shabalala siyeza nathi
Uphi u Joe
🔥♥️♥️♥️
Ngiyani vuma
🙌🙌🙌❤️❤️❤️
Amen BIC
Am blessed, if there is another song you performed on this event, can I have
Where are those guys who used to lead before?❤❤❤❤
Kuleyo ntaba awu Nkosiyami
le vedio yoniwa ilona ophethe imic
Ngcweleee🙌🙌🙌
Mshika ngyabusiseka lapho
Kuhlobile madoda
Ekhaya la kithi madoda
Nasho BIC 😇😇😇 akenizame to dominate nala e KZN
Cela ukbuza ubaba okade ewulida egunde i cut ku last CD uyena aye leader ngabe usekhona ?
Cha akasekho.
@@nhlakaniphotsabedze2262 kwaku Mgaga? Usekuphi muwazi
@Thalente Mayise, uzomthola ku Christ the Rock, his ministry.... search it here on youtube
Une Ministry yakhe manje,Christ the Rock our Salvation
Nami ngibuzayena iyonankunzi esiyaziyo enzimakabileyo khonomunye ayeleader naye futhi but lombuzayo ngimthandukubhubha he is my role model
Ngicela Tittle yengoma pls bazalwane
It's 2 songs, n they have never been recorded sisonta ngazo nje
Mwelase ngyalithanda kakhul leli bandla....ngyakbona nawe kwi video
Nicula kahle impela ma Zion kodwa anilungise Lana, umuntu wesfazane uyalihla ikhanda enkonzeni, angyi understand lento yenu ichazani
Amehlo ami angenzela phansi la, mina ngibona bewafihlile nje amakhanda abesifazane.
Buyela eBhaybhelini mangabe uyikholwa uzo understand
Why manje befulathela ibandla?Azokuxaka yazi smaZion
Azokuxaka ngoba uyaqhathanisa!
Labazalwane basenkonzweni, kuyanikelwa, akusiwo umncintiswano wamakhwaya. Eyasezayoni lento, iyeke inje!
@@vincentmkhize6219😂😂khuphuka lapho Ngunezi❤