Kuphanjaniswe izidumbu emakhazeni
Вставка
- Опубліковано 2 чер 2020
- Imithetho yokunqanda ukusabalala kweCOVID-19 engavumeli ukubonwa kwesidumbu yimindeni eshonelwe ibe nomthelela ongemuhle emndenini wakwaSigamele eCofimvaba eEastern Cape nowakwa Madlala eMthwalume KwaZulu Natal. Kwenzeka iphutha emakhazeni lezidumbu zaphanjaniswa. Zazisuka eWestern Cape ukuze ziyongcwatshwa ilemindeni.
For more news, visit sabcnews.com and also #SABCNews #SABCIzindaba #COVID19SA on Social Media.
Akanandaba ugovernment nabantu abamnyama
how many pple.hve burried the wrong person without checking inzima lendaba and ibuhlungu
Ngeke kulunge ungabukwa kwesdumbu uhulumeni akaxegise kulokhu
Nibonekanjan pho if kuthiwe ningambon ngyaz buzelanje???
Bangaki abafihl abantu aba rong
Hulumeni kashintshe lendlela yokwenza ngeke songcwaba dumbu ngezona nxa mase ngasamele sibone muntu nzima lento
UHulumeni akayeke ukuqinisa umthetho ngoba uyazi endlini yakithi sinamasiko. Ibuhlungu lento
Disgraceful
Hayi Nam lento yoba umzimba angajongwa andiyica
Kunzima bafethu emhlabeni loHulumeni wethu Unamasimba emhlane isdina njena lesi