UMGANI KA BABE UYANGIBLACKMAIL-A BESE EYANGIDLA episode 42

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 2 жов 2024
  • Join this channel to get access to perks:
    / @umjoloshow

КОМЕНТАРІ • 557

  • @thokozilecynthia854
    @thokozilecynthia854 11 годин тому +40

    Matifana you are the best presenter
    Yes you are the Big thing in uMzansi 😂😂🔥🔥💯

  • @CelimpiloMhlongo-k3s
    @CelimpiloMhlongo-k3s 11 годин тому +15

    Syabonga Ammooh ngeqiniso lakho nje..umngani yinja yangempela..mina phinde ngithembe umuntu..

  • @LanieLaniem
    @LanieLaniem 2 години тому +15

    Hai hai guy's cela sishayele sgora ihlombe siyasebenze ngeke senza sho matifana safe and he make sure voice clear big up sgora 🎉🎉🎉 phooo phoo phoo🎉 sgora

  • @CristinaGuilherme-po6fs
    @CristinaGuilherme-po6fs 10 годин тому +6

    Yoooo mfo ka zuma xolela ingani, iyakthanda kakhulu and nginifisela okuhle kodwa from now, i watch from Mozambique 🇲🇿, i love you matifana you are the next big thing in south afrika

  • @JulietTshabalala
    @JulietTshabalala 11 годин тому +11

    uTk unomona ngothando lwalaba ababili true love wins big up❤❤❤❤❤❤

  • @DDumza
    @DDumza 9 годин тому +15

    Kulunkulu ka Matifane sihawukele, watching from New York

  • @justicemyikweleaguejml2849
    @justicemyikweleaguejml2849 12 годин тому +9

    This is the saddest episode 😢 xola mbhemu uyaphila lomuntu.

  • @lennoxrashopola3561
    @lennoxrashopola3561 7 годин тому +6

    Matifane you're truly a good comforter this is painful story 😢 💔 you took their pain and make it yours.May you continue to bring us the best 👌

  • @jabulanindhove997
    @jabulanindhove997 10 годин тому +48

    A wise man once said there is nothing called a friend in this world

  • @CctvkznSecurity
    @CctvkznSecurity 11 годин тому +18

    From day 1 ekshela bekmele umazise ngake ngathandana no tk kube kuye look now sekuyi blackmail ngenxa yezimfihlo ziyingozi

    • @SifisoShange-cm5tk
      @SifisoShange-cm5tk 10 годин тому +6

      Because she's lying thru her teeth, TK can't blackmail her for that ayilocala leyonto even iyicala iyaxoleleka compared to cheating. Kahle kahle Amahle doesn't makes sense kubantu abanomqondo njengathi, ayizwakali nje excuse yakhe yokubhebhisa uTK for so many years.

    • @SiceloSphiwe
      @SiceloSphiwe 8 годин тому

      Nam ngiyavuma
      Umsholoz ufun simyise kuConfrence

    • @cpharhn9724
      @cpharhn9724 8 годин тому

      ​@@SiceloSphiwe😂😂😂😂

  • @peterkgatitswe4421
    @peterkgatitswe4421 10 годин тому +6

    Msholozi, my King. Please forgive this poor woman and severe ties with TK. She loves you 👏🏽👏🏽👏🏽

    • @KokoNgcobo
      @KokoNgcobo 10 годин тому +1

      But the big problem here is kubanzima ukuthandana nomuntu wakho if usuwazi ukuthi kade elala nomunye umuntu while senithandana., bekungaba ngcono ukuba lengane yayisthela I boyfriend yayo ukuthi babethandana nalomfana before bathandane

    • @KokoNgcobo
      @KokoNgcobo 10 годин тому

      So lento izolukhu ibuya kulomfana emqodweni wakhe so it's won't be easy to forget and forgive

  • @siphesihlengubane5987
    @siphesihlengubane5987 10 годин тому +40

    unganakho inyoka bafo maar MXOLELE BAFO UNEQINISO LOMTANA,AMANTOMBAZANA AMANYE AWANAQINISO ALL THE BEST GUYS

    • @SifisoShange-cm5tk
      @SifisoShange-cm5tk 10 годин тому +7

      Ayizwakali reason why TK besabisa uAmahle if bajola kudala before ajole Msholozi and where was Msholozi uTK esajola noAmahle ngoba mele wayazi njengomngani.? The only reasonable reason TK angenza lento is because uAmahle wambhebhisa ebe ejola noMsholozi finish and klaar, and Msholozi uyayibona leyonto it's just that he loves and respects Amahle akafuni ukumhlambalaza ngokumala phambi kwama camera but definitely ishayile. Once your partner wacela iseparation okwesikhashana, you must know it's over, worse la ngoba TK will prove uMsholozi ukuthi Amahle is a serial lier sesifebe.

    • @aphilealex4775
      @aphilealex4775 8 годин тому +2

      @@SifisoShange-cm5tk Nami angyizwa kahle lento nayo nje lentombazana kade ithanda

    • @Coco-kw3iv
      @Coco-kw3iv 7 годин тому +5

      Why ebephindelela eya kwamngani knowing ukuthi kwenakalani lapha kamngani?

    • @ntokomazungus789
      @ntokomazungus789 7 годин тому +1

      Hawuuuu..bayathandana..basazothandana strong​@@SifisoShange-cm5tk

    • @SifisoShange-cm5tk
      @SifisoShange-cm5tk 7 годин тому +3

      @@Coco-kw3iv. Story sakhe asihlangani nje tu, I'm suprised kunabantu who buys her week story la amongst us. Atleast uTK mesebeka olwakhe uhlangothi kuMsholozi lizovela lonke iqiniso, ngeshwa ngeke sisezwa thina ukuthi uziphendulele wathini kulama allegations erape asolwa ngawo because irape phela le if udaba luyiqiniso. uMatifane bekumele afonele uTK nathi sizwe eziphendulela, ilento ebuye ingenze ngingawathembi lama videos ngathi kuya actwa ngoba ahleze engayenzi isense kumuntu onengqondo yokuhlaziya udaba. Zange ngimuzwe uMatifane noMsholozi bephatha eyokuvulwa kwecala le rape, which makes me more suspicious ukuthi iskeshi nje lesi.

  • @MdkhumaloKhumalo
    @MdkhumaloKhumalo 11 годин тому +11

    Ewuuu dadewethu uyafeba uyaphinga iyashlaza boo

  • @AngelNkosi-g1v
    @AngelNkosi-g1v 11 годин тому +17

    Wow love is beautiful❤ abangani bayingozi yoh!

    • @muchmuleya9651
      @muchmuleya9651 10 годин тому +1

      Bayingozi ma uthathe umfazi oloose ingena bheko

  • @mtombfuthndamase8653
    @mtombfuthndamase8653 11 годин тому +4

    The Big thing in KZN🎉...danko mfetu wenza kahle👏👏👏

  • @bongiwesithole9376
    @bongiwesithole9376 9 годин тому +14

    Amahle ubu dliwa yilento uphinde udliwe nangu TK 😅😅😅asilwi silungisa umjolo wayibeka mfo ka Matifana,u are the next Big thing in SA

  • @SaneleSanzaMabaso
    @SaneleSanzaMabaso 10 годин тому +7

    This relationship is over Msholozi...just leave this woman, you'll never fully forgive her

    • @buyiemkhize6978
      @buyiemkhize6978 8 годин тому +1

      Why he must leave her, coz you are cheating even now at the moment, ngenhloso, but awushiywa, wena ke uqobo lwakho.

  • @pamkhumalo8349
    @pamkhumalo8349 11 годин тому +5

    Ngaze ngakhala nami uthando luyinto enkulu bakithi ngaze ngazithanda izingane 🥰

  • @lulugordon2854
    @lulugordon2854 7 годин тому +2

    Mfana wami waze wabuzwa ubuhlungu. God of grace will heal you. Pls mxolele u girl wakho, 1 uzidelile ukuthwala ihlazo phambi kwabantu wakhipha konke. She loves so much and she's beautiful. Xola boy. Matifane you are no 1❤❤

    • @tz3118
      @tz3118 29 хвилин тому

      Uyabeda wena isfebe lesi

  • @Zinhle-c1
    @Zinhle-c1 3 години тому +9

    Umatifana uvele azihlalele phans akanyakaz noma ngabe impi isingakanan aiboooo ngazufung ukuth unamathiselwe

  • @NokuthulaBhengu-f9s
    @NokuthulaBhengu-f9s 11 годин тому +28

    Msholozi uyakuthanda u Amahle ❤ shinya inyoka eyu TK

    • @SibabaloHlazo
      @SibabaloHlazo 11 годин тому

      Vumelana nawe Thulas

    • @lunganintuli9243
      @lunganintuli9243 10 годин тому +2

      Shiya nkonke mf2 bebethandana labantu

    • @SifisoShange-cm5tk
      @SifisoShange-cm5tk 10 годин тому

      Izinyoka zombili lezi, bebemtshela ba busy sametime bobabili uTK nalesifebe uAmahle. Why uguy engazi bake bathandana uTK no Amahle, why Amahle besaba ukuthi leyonto izovela ngoba ayilona icala nje.?

    • @Isaac-ps5bz
      @Isaac-ps5bz 9 годин тому

      Khohlwa ayikho into yokuxolela umuntu osedliwe umngani wakho

    • @ThembelaniDumani-n2y
      @ThembelaniDumani-n2y 8 годин тому

      Ngelami lelo

  • @nzululwazimtolo1269
    @nzululwazimtolo1269 11 годин тому +12

    This truly hurts 😢.

  • @KateNtanzi
    @KateNtanzi 10 годин тому +3

    Eyi bhuti Matifane kuruf emhlabeni mase bekhala bobabili nami kuyezwela engathi ningathandana kakhulu kunakuqala kodwa ningayenzi into ngenhliziyo

  • @MacebonNn
    @MacebonNn 8 годин тому +4

    Akanaqiniso untombazane kwakumele asho from theword go ukuthi ukewathandana nalomfo.

  • @SIPHOKAZINdabalaza
    @SIPHOKAZINdabalaza 12 годин тому +4

    Ama2k angisoze ngawa understander mina uthi uthanda omunye umuntu but ulalwa womunye 😂😂😂😂😂

    • @mandla49
      @mandla49 11 годин тому +1

      Akuwona ama 2k kuphela nabadala bayayenza lento

  • @mmatladirenoldahshoba8546
    @mmatladirenoldahshoba8546 11 годин тому +12

    Not easy but I applause intombazane ngoku gonyuluka kodwa okunye isifundo sokuthi sifunde ukukhuluma amaqiniso from the beginning kuma relationship wethu bekungeke kufike la..cz if ugirl bekamtshelile umsholozi ekuqaleni bekungeke kufike lana...bekayo yithanda intombazane even though wakhe wajola nomngan wakhe... hopefully isifundo sokuthi ungangeni kurelationship namat secrets

    • @ayandaanele3180
      @ayandaanele3180 10 годин тому +2

      Exactly mft,Jah uryt ngokugonyuluka but all along ubethuleleni? Umtshela ngoba kukhona something ebaxabanisile

    • @samuelmbokazi2318
      @samuelmbokazi2318 6 годин тому

      Kunjalo ushaye khona.

  • @NkosinathiMncwango-oe4kn
    @NkosinathiMncwango-oe4kn 12 годин тому +9

    Athi umuntu uyakthanda ebebhebhisa majita 😢akusilona uthando lolo

    • @sthembisomkhize1734
      @sthembisomkhize1734 12 годин тому +1

      Uthando kwangempela ke Lolo🚮🚮🚮😂😂😂😂 amantombazane

    • @NkosinathiMncwango-oe4kn
      @NkosinathiMncwango-oe4kn 12 годин тому

      @@sthembisomkhize1734 udoti 🚮

    • @queenmazila5160
      @queenmazila5160 9 годин тому +3

      Ingani nina sithi sithandana nibe nilala nabawu10 eceleni yini especial ngani ubuhlungu bonke buya enhlizweni

    • @NkosinathiMncwango-oe4kn
      @NkosinathiMncwango-oe4kn 7 годин тому

      @@queenmazila5160 phela indoda kwamele ibuse

    • @xolanimpanza9930
      @xolanimpanza9930 7 годин тому

      ​@@queenmazila5160ngicabanga ukuthi kugcina sekuvela ingane ezonanyatheliswa kumuntu owrong

  • @SiphamandlaNxumalo-vb6zq
    @SiphamandlaNxumalo-vb6zq 9 годин тому +2

    Kona msholozi ngiyabuzwa ubuhlungu okubo kusazothatha isikhathi nokuthi nenze inkonzo yaselamereni ngoba angeke usazi ukuthi umngani ubeyidla kanjani inkomo ngeke usazithemba phola nkabi yami kona ibe neqiniso intombi yakho enye ibizokwenza isilima kuze kuyovalwa🤞

  • @ayandaanele3180
    @ayandaanele3180 10 годин тому +8

    UAmahle ikhona into abaybange noTK,ay ngoba engasayfuni into ebebeyenza naye,why ebethuli sonke leskhath?mdala lomuntu ngeke adliwe umuntu engathandi

    • @SiboMabuza-wd1hk
      @SiboMabuza-wd1hk 9 годин тому +1

      Was being blackmailed. Naye bekacabanga kutsi it's gonna be a once off thing but ke nangu lo uloku afuna njalo njalo.

  • @sandisosilindele7987
    @sandisosilindele7987 10 годин тому +6

    First time uMatifane angaxabani nendoda kule show

  • @NomceboMabaso-p4f
    @NomceboMabaso-p4f 2 години тому +2

    Nchoooo bakithi ngaze ngabazwela nkosyami engathi ungahamba kahle lomjolo after lenkinga engaka

  • @lindiwenina2085
    @lindiwenina2085 6 годин тому +1

    Msholozi muxolele u amahle ubeneqiniso kuwena❤nginifisela iphumelelo othandweni lwenu

  • @BulelwaXobiso-je9wb
    @BulelwaXobiso-je9wb 3 години тому +1

    Ivele ithi into intle kakhulu kufike nje impukane yone 💔😭 kodwa nawe cc ngabe washo first day ulala kwaTK ungaze lokho uphindeka 😭 nceseni sengathi kungalunga ubhuti angalwi uzoboshwa akamyeke uTK

  • @nontokozombaliNgcobo
    @nontokozombaliNgcobo 11 годин тому +3

    Dlala matefani u going places bhuti lumnandi hlelo lakho

  • @nompumelelomdlalose9556
    @nompumelelomdlalose9556 4 години тому +1

    Matifane syabonga ukuthi awuwenzanga amahlaya kule episode because it was too sensitive... You handled it very well...

  • @andilemkhwanazi699
    @andilemkhwanazi699 10 годин тому +4

    Kodwa Msholozi ,bakithi😅😅😅😅ngisho esemusho kahle kanjena. Kodwa le part lena ethi "usuwazi I pipi lomngani wami"

  • @SifisoSithebe-w1m
    @SifisoSithebe-w1m 27 хвилин тому +1

    😂Waze waziphatha Kahle matifana ,uyakwazi ukuba mdala kanti❤

  • @VukileMagubane
    @VukileMagubane 11 годин тому +3

    Nkulunkulu kamatifana ngihawukela

  • @sbusisombatha5899
    @sbusisombatha5899 9 годин тому +1

    Yey musa ukuba is'lima udalwe ikhekhe. Lengane isazoqhubeka ikuhambe ngemuva. Kwasek'qaleni bedlana noTK wayazi ukuthi wenzani. Kuphela usebona ukuthi uTK akuyona lento acabanga ukuthi uyiyona. Ingakho esefuna ukum'yeka eze kuwe. Isazok'phinda lengane. Ishiye nje phansi uqhubekele phambili!

  • @NomthunziMacutwana-sf3dh
    @NomthunziMacutwana-sf3dh 11 годин тому +1

    Matifane asikwazi kulinda bo zimnandi isopesi zakho siyabonga 😂😂😂 kawupinde ubuyise uBuhle Nolungelo😂😂

  • @NkosinathiMncwango-oe4kn
    @NkosinathiMncwango-oe4kn 12 годин тому +7

    Usuwazi ipipi lika TK sewazi amasende ka TK wena 😂😂

  • @SifisoMbatha-x9r
    @SifisoMbatha-x9r 10 годин тому +4

    Weeeee mina ngeke nje... Akaqhubeke usisi no Tk

  • @BonokwakheNtshayintshayi
    @BonokwakheNtshayintshayi 11 годин тому +2

    Well done matifana ulushayele kahle uhlelo lwakho namuhla uqhubeke kanjena njalo ngathi kuzolunga noma kusashoda kancane lapho nalapho nje kokunye kodwa sethembe uzode ulungisa kancane kancane dank mfw2.

    • @lorrainengema5419
      @lorrainengema5419 11 годин тому

      Uamahle uneqiniso futhi umuntuwakhe akaqonde akasekho amantombazane aneqiniso angaba umfazi mthathe back

    • @ngusefola7502
      @ngusefola7502 8 годин тому

      Esedliwe

  • @DuminaniMdluli
    @DuminaniMdluli 7 годин тому +4

    I think Tk must get a punishment nomthetho awudlale Indima yawo it's look like there is the rape in this topic Amahle must open a case because ubemlala aphinde amsabise

  • @MpumeleloGumede-h8x
    @MpumeleloGumede-h8x 11 годин тому +15

    Usuwazi ipipi la Tk wena usuwazi amasende kaTk😂😂😂😂

  • @SiceloLehana
    @SiceloLehana 11 годин тому +5

    Ndaze ndakuthanda mfana indlela oyiyo uyindoda shiya lamthakathi oyinyoka

    • @tz3118
      @tz3118 23 хвилини тому

      Islima somfana lesi,ngoba isazomfebela lento

  • @Zikomo-t8z
    @Zikomo-t8z 11 годин тому +4

    Uthi u Jesu kuwrong ukujola nize nilale ekubeni ningashadene

  • @CctvkznSecurity
    @CctvkznSecurity 11 годин тому +2

    Matifana We've been waiting for you guys bakhiphise iqiniso bru😂😂😂😂

  • @katlegomatanzima8017
    @katlegomatanzima8017 10 годин тому +3

    Matifane you are the best

  • @Skhethy
    @Skhethy 11 годин тому +9

    Waze wakhohlakala uTK😢

    • @NkosinathiMncwango-oe4kn
      @NkosinathiMncwango-oe4kn 10 годин тому +1

      @@Skhethy Shuthi smnandi leslenda😋

    • @Skhethy
      @Skhethy 10 годин тому +1

      @@NkosinathiMncwango-oe4kn haybo 😂

    • @NkosinathiMncwango-oe4kn
      @NkosinathiMncwango-oe4kn 10 годин тому

      @@Skhethy mhlampe nawe 😂😂😂 umnandi njengaso 😭😭

    • @SifisoShange-cm5tk
      @SifisoShange-cm5tk 10 годин тому

      Samething with Amahle wama crocodile tears isifebe naye, ayizwakali lento ayishoyo kithina esino matric esizihlaziyayo izinto. TK besabisa uAmahle because wambhebhisa behind Msholozi's back, ayikho lena yokuthi babethandana kudala ngoba uMsholozi ngabe uyazi phela ngomjolo wabo unless baqale only recently ukuba abangani uTK noMsholozi. Oksalayo TK zolikhuluma iqiniso ukuthi babhebhana nini no Amahle, you can even see Amahle is scared of that.

    • @Skhethy
      @Skhethy 9 годин тому

      @@SifisoShange-cm5tk aw manje u matric ungena kanjani la😅. UTk wonakele nje finish

  • @sthembisomkhize1734
    @sthembisomkhize1734 12 годин тому +6

    Abangani The friends 🚮🚮🚮🚮doti westaff 😂😂

    • @muchmuleya9651
      @muchmuleya9651 10 годин тому

      Not umngani yyibonile kublaqlife umama selalana ,nonkosikazi yendondana yakhe

  • @LastSithole
    @LastSithole 11 годин тому +3

    Mina nje umngane angmdingi akube sense ibhizinisi kwaphela nje

  • @zack_sa7509
    @zack_sa7509 11 годин тому +35

    Awu ngeke ungbone mina never she knew exactly what she was doing lona !

    • @Lindani-yf5hd
      @Lindani-yf5hd 10 годин тому

      Nam bru ngibon Kanjalo n bengzoshiy phansi

    • @SifisoShange-cm5tk
      @SifisoShange-cm5tk 10 годин тому

      Ayizwakali incazelo yakhe losisi serious, and Msholozi uyayibona leyonto yikho ecela ibreak until akhulume no TK ngoba uyazi lisazophuma iqiniso ukuthi baqala nini ukubhebhana laba. I'm not sure uMatifane naye is that dom akayiboni into esobala kanje, or impoqo kubo as presenters to protect at all costs losuke ebabhalele.? Uyayibona leyonto nako Nethezeka TV nako Blaqlife TV isifebe siphendulwe uSanta phambi kwethu sibadala because of some crocodile tears aso nje.

    • @NkosiphenduleNomchane
      @NkosiphenduleNomchane 9 годин тому +1

      Please don't be like that impilo ne mpilo inama errors.

    • @SiceloSphiwe
      @SiceloSphiwe 8 годин тому +2

      Icala lomjolo or lokphinga alixolelwa msholozi man shidiiiih

    • @buyiemkhize6978
      @buyiemkhize6978 8 годин тому

      It's sad ukuzwa nina nisho kanjalo, coz nina niphinga, nifebe even more than this, so what are you'll complaining about?

  • @buciemaphosa3954
    @buciemaphosa3954 2 години тому +1

    Matifana uyamphilela kodwa omunye muntu❤❤❤

  • @Abu_Mabutho
    @Abu_Mabutho 7 годин тому +1

    TK and Amahle izinyoka. Why was this matter hidden from the beginning? Was it a secret? Kanti futhi baqale nini ukuba abangani uMsholozi no TK? Phola kancane bafo. Take your time. Don't feel under pressure ukuthi they'll continue behind your back while you're still healing. If they do, it's their loss. Love alone is not enough.

  • @LuluWilliams-so5uf
    @LuluWilliams-so5uf 10 годин тому +3

    Udliwa yilento udliwa ngu Tk😂😂

  • @VendettaNado
    @VendettaNado 10 годин тому +4

    Wena matifane ubuye ufake usawoti esilondeni lapho abantu sebewehlisile umoya..uvedane udelele( udliwa ilento"" uphinde udliwe Tk) akumelanga bhuti ukhulume kanjalo

    • @izeesh
      @izeesh 9 годин тому

      🤣🤣🤣🤣

    • @MakhosazaneWinnieNdwalane
      @MakhosazaneWinnieNdwalane 9 годин тому

      Unenkinga kabi yokufaka usawoti esilondwni UCC uyamthanda umuntu wakhe umbiza ngoMsholozi ugal ubona ikusasa endodeni yakhe ❤❤❤❤❤

  • @LindokwakheMchunu
    @LindokwakheMchunu 12 годин тому +2

    Icala lomjolo alithethwa msholozi basazodlana no tk noma ngaseyena uzofebela uyazi uyaxola

  • @PhindyMagwaza
    @PhindyMagwaza 11 годин тому +4

    Solokhu sibabazile😂

  • @anelisaphahla4439
    @anelisaphahla4439 9 годин тому +2

    Blackmail is a crime you should've reported him to the police

  • @GuguBuhlalu-k4p
    @GuguBuhlalu-k4p 11 годин тому +1

    AYIKHO LENTO UNGAZE U SAVE UBUDLELWANE BOMUNTU WAKHO NOMNGANI WAKHE THAN OBAKHO NOMUNTU WAKHO NGBA WAYENGALIKHULUMI IQINISO KUSHO UKUTH WAYETHANDA EKUQALENI SEKUFIKE LAPHO AKHATHAL KHONA

  • @justicemyikweleaguejml2849
    @justicemyikweleaguejml2849 12 годин тому +2

    The hottest youtube channel in Africa 🔥🔥🔥🔥

  • @masekoromeo7919
    @masekoromeo7919 11 годин тому +3

    Ubudliwa yelento nangu TK?🤣🤣🤣🤣

  • @makhosimazubane1701
    @makhosimazubane1701 12 годин тому +1

    Waydedela Matifs kunini nglindile 😂😂

  • @ThobekaHadebe
    @ThobekaHadebe 11 годин тому +3

    Mshololo unolaka akalukhiphele ku TK😢

  • @londiwecelimpilo4068
    @londiwecelimpilo4068 4 години тому

    Bhuti xola xolela ugirl uyakuthanda .akujwayelekile ukuthi UCC akhulume iqinisoelinjengaleli .
    Sit down bhuti nawe usazowenza amaphutha Naye UCC akayona ingelosi❤

  • @businzama6939
    @businzama6939 7 годин тому +1

    Dlala Matifana ubudliwa i lento udliwa uTK bungeke njekuphele ungabhedanga 😂😂😂😂😂😂

  • @ZaneleDlamini-f9t
    @ZaneleDlamini-f9t 10 годин тому +1

    Abangani ngiyabasaba uyinja TK bhova wesilungu

  • @NokulungameltaHadebe
    @NokulungameltaHadebe 8 годин тому +1

    Bhuti yek lomntwana uyisilima udla udoti😢

  • @BongumusaMabuza
    @BongumusaMabuza 6 годин тому +1

    Kute umngani emhlabeni the Sooner you learn that the better...😮😮😮

  • @LihlehNxumalo
    @LihlehNxumalo Годину тому

    Awuuu bakithi I've neqiniso ngane kahle sholozi Laka Oooh kwandele bani lokhu

  • @SilondiweMntungwa
    @SilondiweMntungwa 12 годин тому +9

    "Ubudliwa ilento, uphinde udliwe u Tk"😭😭🤣🤣🤣🤣🤣

  • @LwazilwethuMathenjwa
    @LwazilwethuMathenjwa 10 годин тому +2

    Amahle xm the first time ubona ukuthi uyodliwela ka ex yakho kwakumele ukhulume nomuntu wakho uyakuphindaphinda manje cz niyazana

  • @buyisiwesilindokuhle8872
    @buyisiwesilindokuhle8872 5 годин тому

    Ncoooooo ngiyaxolisa Msholozi😢😢😢😢ngiyakuthanda nami❤i wish you guys all the best.

  • @francisngcamu4486
    @francisngcamu4486 4 години тому

    The next big thing in KZN 100 BRO muhle msebenzi wakho.

  • @businzama6939
    @businzama6939 11 годин тому +3

    Wayinja umngani kaMsholozi ngoba lento uyenza ngamabomu lilonke akombono futhi akakaze abe umngani inyoka nje 🙉🙉🙉guys uya estolo ubuye ABANTU sebelalane baqeda Awuuuuu

    • @Sandy-g9f
      @Sandy-g9f 10 годин тому

      Shuthi kukude estolo noma kushawa U gqa fast😂😂😂

    • @MbaliButhelezi-r5w
      @MbaliButhelezi-r5w 10 годин тому

      Mfeth 😢😢

    • @businzama6939
      @businzama6939 8 годин тому

      @@Sandy-g9f🤣🤣🤣🤣🤣Ayyyyy

  • @YolandaNdaba-p4p
    @YolandaNdaba-p4p 6 годин тому

    😂😂😂 sow ubudliwa yilento udliwanawu TK yoooh kodwa matifana wabanjan 😂😂😂❤ kodwalo TK wakhona udoti ngatu nxamala angadlulisa akhohlwenay mngan

  • @XabisoNondy
    @XabisoNondy 48 хвилин тому

    Cha ikuphathe kabi lendaba Matifana ndiyaqala ukubona kuphela i episode ungaphumanga ecaleleni 😂😂😂😂

  • @ThembaNkosi-r8d
    @ThembaNkosi-r8d 7 годин тому

    Yisilima sendoda,awuyizwA kanjani intombi iqedwa kulalwA nenye indoda,basazokudlela abafana lentombi wena, awukhulanga. NezinsiZwa, ubudakwe uthando!

  • @fhumulanithaba3346
    @fhumulanithaba3346 9 годин тому +1

    …Good that you did not joke about their pain…

  • @thabsiecele104
    @thabsiecele104 8 годин тому

    Yinhle le couple and basebancane,this is lesson and i hope for the best kut bazolungisa baberyt

  • @MolokoKobola
    @MolokoKobola 10 годин тому

    Eishhh yeah neh.....life is tough at some point ... Xola Msholozi uyakthanda uAmahle shem

  • @staceyndlovu5277
    @staceyndlovu5277 Годину тому

    😮😮😮😮😢😢😢iphutha elakhe ubafo bekufanele ayo bhukha ehotela usenga sola u Amahle koda equnisweni uyena ubafo obe budedengu enjalo ulimele kakhulu enhlizweni phephia Mahle ngani yami

  • @KagisoKodibona
    @KagisoKodibona 10 годин тому +1

    Dlala Matefani is not the next big thing in KZN 🙅❌,
    Dlala Matefani is the next big thing in South Africa 🇿🇦✔️

  • @Jokademiks
    @Jokademiks 10 годин тому

    Noma kungathiwa kanjan, umuntu wesifazane obhebhiwe akaxolelwa and if umgcina, azi suzomphathisa kwesfebe sakho. Ubhebhe ube ucinga eceleni, shiye phansi masuthole omunye umama

  • @Mxolisi-bd6sj
    @Mxolisi-bd6sj 7 годин тому

    Uthi uJesu asiyeke abangani😂😂😂😂😂😂uthi uJesu basazonigila abangani😂😂😂😂😂😂😂

  • @slindilethusi
    @slindilethusi 8 годин тому

    Yazi hlezi ngikubekela we Matifane uyazi indlela orelaxer ngayo😂😂😂ngisho bepilingana wena uzihlalela phansi nje😂😂😂

  • @NonjabuloMbhatha
    @NonjabuloMbhatha 8 годин тому +1

    We all learn from mistakes ngoba angisizwa nakahle isizathu sokuya kamnganakhe.. Girl kwakufaneke usho from day one ukuthi Tk nanithandana and ufuna ukulala nawe. Not ukusho musukhathele.. Sybonga Matfis uyayidlala indima yakho 🙈

  • @christinendlovu9326
    @christinendlovu9326 10 годин тому +1

    Eyiiii lm chopping onions kuyazwela😢😢

  • @zamasthole9083
    @zamasthole9083 7 годин тому

    Wasiza umfana wehlisa umoya awangayiyithola indlela ozodelela ngayo😂😂😂😂

  • @MUH692MKHUNGO
    @MUH692MKHUNGO 8 годин тому

    Hhhaaawwwwuuuu YENZANI II MKP MANJEE YOOOOHH. HHAAYYBOO😱😱😱

  • @thandazanigumede2022
    @thandazanigumede2022 4 години тому

    🎵U TK wathi mekuphuma yena umsholozi oyongena🎶

  • @lunganintuli9243
    @lunganintuli9243 10 годин тому +4

    😂usuwazi ipipi la TK wena

  • @samuelmbokazi2318
    @samuelmbokazi2318 6 годин тому

    Kwakufanele Intombi ilazise isoka ukuthi yona angeke ingene kamngani wesoka imazise ukuthi yake yezwana naye.u AMAHLE abengakhoni ukuvele acace ukuthi uthanda ubani ngiyasola akazi kahle AMAHLE.

  • @zandilemsomi3609
    @zandilemsomi3609 11 годин тому +3

    Thando ukhombis ukub neqiniso ku Sbu

  • @ernestmbasa8318
    @ernestmbasa8318 11 годин тому +2

    It’s good coz niyaba thanda aba ngani na laba male bestie benu 👉 imagine introducing your Gf to a friend or make bestie,then uma ukhuluma bavele bathi you insecure MANJE 🤷‍♂️!.

    • @muchmuleya9651
      @muchmuleya9651 10 годин тому

      Ihlonipho iphelile abantwini that's all if you respect you will never do amanyala nomuntu womngani wakho

    • @TheBedCentreHydepark
      @TheBedCentreHydepark 8 годин тому

      Kunzima nkulunkulu kama tifana

  • @BongiweGladysNkosi
    @BongiweGladysNkosi 58 хвилин тому

    MATIFANA WENA UTHANDA UKUDLALA TOMUCH ❤❤🎉🎉

  • @cathytsotetsi2849
    @cathytsotetsi2849 11 годин тому +3

    Marete hodimo pipi hodimo 🎤🎤🎤🎤🎤yjo

  • @mpilozmntambothikah9586
    @mpilozmntambothikah9586 2 години тому

    Matifana 😂😂😂
    UBUDLIWA UNEMBEZA UPHINDE UDLIWE U TK 😂😂😂 😂😂😂

  • @tebogomadi7131
    @tebogomadi7131 2 години тому +1

    Much respect to the girl on coming forward and revealing her truth. Being straight and honest is the best way to rebuild what went wrong. To my guy, heal brother yes she is not perfect and it is a bitter pill to swallow but she is wise and a stronger person to wake up and declare what was wrong. She is a better person to be open with you that to continue with what is not within her soul.