Ukuzalwa wembethe vs Ukuzalwa unqwambile (the patterns)

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 26 лис 2024
  • Pointing out major difference between ukuzalwa wembethe nokuzalwa unqwambile

КОМЕНТАРІ • 16

  • @maroxmysta
    @maroxmysta 3 місяці тому

    BAYEDE wahlala phezukwayo khehla, syabonga mkhulu hhayi August Uyabukis all my questions answered🙌🙏😊

    • @EmanduloTV
      @EmanduloTV  3 місяці тому

      We are deeply humbled Makhosi amadala 🙏
      Ume njalo nje!

  • @nosiphosithole143
    @nosiphosithole143 3 місяці тому

    Bayede Mkhulu 👏

  • @g.mabongimasuku5180
    @g.mabongimasuku5180 3 місяці тому

    Bayede

  • @promisekhumalo4380
    @promisekhumalo4380 3 місяці тому

    Bayede mkhulu syabong ukuskhulisa👋

  • @thabanidlamini1305
    @thabanidlamini1305 Місяць тому

    If uzalwa wembethe and unqwambile?

  • @sphamandlamasondo6842
    @sphamandlamasondo6842 3 місяці тому

    Bayede Mhawu weyiThunywa ngigisa ungiphendule la, kwafika ikhehla kim ngesibonakaliso lathi, ngiyothandaza ngifike ngithanda khona koda ukubhodla angek kuphele, kofanele ngithothe igobongo elisondeza abantu abadala Emva kwalapho bayosho bona ukuth kwenza kalani. Ngiyacela ungiphe i Advise

    • @EmanduloTV
      @EmanduloTV  3 місяці тому +1

      Bayede 🙌🏿
      Inkulumo icacile ayidingi kutolikwa nokuhlaziywa. Okusele ukuthi ucele bekunike izimpande zaleligobongo abalifunayo or bekukhombise umuntu ozokusiza ngalo.

  • @nosiphosithole143
    @nosiphosithole143 3 місяці тому

    Mkhulu waze walikhuluma iqiniso. Mina isidalwa sifike manje sa confirm ukuthi ngizalwe ngimbethe. Umama ubengasakhumbuli.

    • @EmanduloTV
      @EmanduloTV  3 місяці тому +1

      Bayede 🙌🏿
      Kuba njalo mntomdala. Bephike bephike abaphilayo ekhaya kodwa ekugcineni bezikhulumele ogogo nomkhulu kokunye bengasho okuningi bevele bekukhombise imbuzi emhlophe nje just to confirm

    • @sannamasemula6710
      @sannamasemula6710 3 місяці тому

      NGICELA UNGICHAZELE UKUNGQWAMBA INTO ENNJANI

  • @mandlantsele8785
    @mandlantsele8785 3 місяці тому +1

    Which country is this sir 😊

    • @ndamathiya
      @ndamathiya 3 місяці тому

      Vietnam if I remember kahle esho Mkhulu.

    • @EmanduloTV
      @EmanduloTV  3 місяці тому +1

      Yes 💯 correct. I live in Vietnam 🇻🇳

    • @NgiLindeMkhonto
      @NgiLindeMkhonto 3 місяці тому

      Bayede
      Mkhulu kuke kwenzeke izinto zihambe kahle ngempilo yakho uwumlanjwana ube ungabikwanga emsamo, especially Uma uzalwe unqwambile?

    • @EmanduloTV
      @EmanduloTV  3 місяці тому +1

      Bayede 🙌🏿
      Impilo yomuntu nempumelelo ijulile so angeke uyifake ebhokisini lawowonke umuntu. Kukhona imizi engazenzi izinto zesintu engahlabi futhi kodwa abantu bakhona bayaphumelela so izinto zikamoya kumele sizibuke ngokujula.
      Omunye ukuze ephumelele uzodinga umsamo ohlanzekile, ukugcina amasiko njengomemulo etc, ukuxhunyaniswa nezidalwa ezimembethe (alignment) ukuze izinto zakhe zivuleke.
      So ukuze uthole impendulo eqondile nokuthi yini wena okumele uyenze specifically ukuze uphumelele my advise to you ukuthi uhambe uyohlola.