Ubugebengu obuse South Africa, hayi bandla ngigeza izandla.I am even ashamed to tell people that I am from South Africa. I don't know who killed that beautiful country. They will always say it's foreigners, but foreigners have got nothing to do with this. Human beings will always be egocentric.
eSouth africa kahle kahle ilizwe lezigebengu once waba loyal uzophela kmele ube sgebengu nawe coz most of the things ezenzeka kulelizwe ziyamangaza izigebengu zodwa bafwe2 ngyacela be careful where ever coz south africa ibolile
Akwenzi i sense to operate on ubuti ukubheka ukuthi akawophelanga ngaphakathi or ibhodlela eliphukele ngaphakathi😮😮😮 kanti kunjani kulezibhedlela? Maybe komele aye ku specialist ngaphandle kwe province ngoba sengine worry manje ngoba uButi impilo yakhe isimoshekile so bazomu compensator azokhona to pay for medical care ngaleyomali.
Clearly babenza training ngaye kuyena,,, babenza experiment ngomuntu,, im sure bamucwiya
Batshontsha ikidney
Ay kwaze kwabuhlungu bhuti engathi ungaluthola usizo impilo yakho ibuyele esimeni 🙏🙏
Baze babola bantu isono lesi nkosyam 💔💔
Corruption 🙀 in this world 🌎🌍 ngase asizakale ubuti ngiyawesaba anandiya
Bantu bakwa Thuleleni tv mkhulu umsebenzi wenu eniwenzayo
Please assist the man ❤
Babonile ukuthi benze iphutha ingakho balahla i file mmmm kwaze kwabuhlungu shmmm ngoba ezibhedlela niyadlala ngathi
Tjooo lobhuti kuyacaca bamcwiyile ababoshwe
Uhulumeni wakithi omnyama uhlukumeza umuntu omnyama
Apartheid nje seyenziwa yithina
Ubugebengu obuse South Africa, hayi bandla ngigeza izandla.I am even ashamed to tell people that I am from South Africa. I don't know who killed that beautiful country. They will always say it's foreigners, but foreigners have got nothing to do with this. Human beings will always be egocentric.
Uberight Bhuti yokubabophe uye nakwa Human right
Ai ubugebengu obuse king Edward bayagembula ngezimpilo zabantu
Mayivalwe xa injalo
Every month they must pay him as he was getting pay at his work I think they will wake up silly people
Ngiyanidinga Thuleleni Ngcel inamba yenu.
eSouth africa kahle kahle ilizwe lezigebengu once waba loyal uzophela kmele ube sgebengu nawe coz most of the things ezenzeka kulelizwe ziyamangaza izigebengu zodwa bafwe2 ngyacela be careful where ever coz south africa ibolile
Organ Trafficking.
Kwanzima mntungwa yazi sengathi ungasizakala
Kwazekwaba buhlungu mfowethu
😢😢😢😢I
Babophe akekho udokotela onelungelo lokukuhlinza ungasayinanga ungafa
Mina nganqaba bengiphoqa bethu bazohlinza ingane esiswini ina2yrz bangiphoqa ngath ngzobabopha bagcina bengayhlinzanga namhlanje iryt
Kwabuhlungu kubaba ngathi engasizakala
Akwenzi i sense to operate on ubuti ukubheka ukuthi akawophelanga ngaphakathi or ibhodlela eliphukele ngaphakathi😮😮😮 kanti kunjani kulezibhedlela? Maybe komele aye ku specialist ngaphandle kwe province ngoba sengine worry manje ngoba uButi impilo yakhe isimoshekile so bazomu compensator azokhona to pay for medical care ngaleyomali.
Ababoshwe bonke. Kungenjalo akuboshwe kwasibhedlela uqobo. Kodwa mhlola muni ngempela lona? Okungenzeka kwaveleleka uvolo. Inkinga abawukhiphi ngani?
Ay umuntu uphila kanzima nxese bhuti kuzolunga
Uneright yokubabopha labodokotela futhi uyebnakwaHuman right ngoba njengoba ungayisayinanga iconset form which means bawrong
They sell human organ to black market
No mah wami 2022 walaliswa engwelezane bamuhlinza after 3 days ehlinziwe washona lapho ngambona ngaksasa engenile esbhedlela engenalutho ukth wahlinzwelani asazi namanj
Ilama kula angekho qualified a practice ama operation kwama patient amnyama!!
Nobhuti ungazibulali kuzolunga mfethu
Kanti bskithi sekwenziwa kanjani kanti bakwethu sekwenziwa kanjani manje usevele aqutshulwe umuntu ahlinzwe without any explanation nir consent.Ifile silahliwe ngeke kusavela lutho.Abamnxephezele imininingwane ikuma computer izikhukhula zihlanganisani nama files abantu.Bayamazi udokotela.Akubugebengu kulezibhedlela.Engathi ungasizakala mfethu bakuhlukumezile awuzwe nje ubugebengu bathi akazimele.😮😮
Organ trafficking kugcwele odokotela bangaphandle ezibhedlela
O cheke mahlambe na thate I kidney yakho
Baze badlala ngaye nkosi yami💔💔💔💔💔💔💔heyi yiko sengisaba kanje indaba yebhedlela .
Ngingavele ngiguliswe ukuthi kuthiwa ngiya khona
Ungathola ukuth khona nescubu esakhishwa nje,umhlinza kanjan umuntu enga signanga form evuma ukuth ahlinzwe.
Remember ukuthi odokotela laba abawu3 basuka eduze kwakhe baxoxa eceleni base bembuza ukuthi uyajova yini after that kwafika inesi lamnika iphilisi nomjovo okusho ukuthi mhlampe uqinisile lento oyishoyo
😢
E dischargiwe or admitted???
Both ngoba wayengena ephume futhi aphinde abuye😅
Kuyacaca bamcwiya ubhuti kumele umthetho uthathe indawo ubhuti akhokheleke.
Otokotela bajeze