Khokhovula - Ngisemathandweni (feat. Inkos'yamagcokama)

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 21 сер 2024

КОМЕНТАРІ • 80

  • @cebelihlemusawenkosi719
    @cebelihlemusawenkosi719 Рік тому +5

    Yavelelwa iNkosi yamaGcokama idonsakwasani akhulenayo ngoba kuyothiwa inomona kodwa ayikholento aculanayo

  • @noziembhantswa3551
    @noziembhantswa3551 Рік тому +9

    Izwi leqhawe lam inkosi yamagcokama ❤❤❤🔥🔥🔥

  • @thabisopatric9233
    @thabisopatric9233 Рік тому +7

    Waze wacula yedwa bo uscebi àyi suka🔥🔥😂😂

  • @mfokambathamediammm7167
    @mfokambathamediammm7167 Рік тому +2

    Iyona king GSG🔥🔥🔥
    Mfwethu @khokhovula sacela uzame ukulungisa ngeke bhuti ayikho nje lento oyicule lana ungadlali abantu bekukhohlisa 👍

  • @lindokuhlesithole2289
    @lindokuhlesithole2289 Рік тому +3

    Aw wazewacula yedwa uScebi la😂😂

  • @ndagebs6092
    @ndagebs6092 Рік тому

    Lead singer iyabhimba... Kudlaliwe ngenkosi

  • @bonginkocbonkoc4095
    @bonginkocbonkoc4095 Рік тому +4

    Ngeke sisho lutho ngoba phela inkosi yamagcokama isebenza imali bt iqinisweni bekungamele ayivume ke lena🤕🤕🥵

  • @nonsindisolondiweximba4937
    @nonsindisolondiweximba4937 Рік тому +4

    Muhle kakhulu umsebenzi mfethu,ungapheli amandla kuzolunga ngokuzayo silindele okukhulu kunalokhu

  • @khulekanindlovu9200
    @khulekanindlovu9200 Рік тому +3

    Yaze yangishaya ngaphakathi lengoma

  • @siphiweshandu4985
    @siphiweshandu4985 Рік тому

    Cha khokhovula uphiwe mfwethu isphiwo sakho lesi ....khohlwa imfamona lezi ezikulalela zidakiwe

  • @sihlekweyama8820
    @sihlekweyama8820 Рік тому +3

    Nizomphuphisa uScebi nina

  • @scebimpanza7145
    @scebimpanza7145 Рік тому +1

    Asambe syofuna amatoho wendoda syobhongoza nabelungu

  • @bhekinkosimalvin4028
    @bhekinkosimalvin4028 Рік тому +2

    Amabackings asading kuqaqwa.. akinyekile

  • @ChayniM
    @ChayniM Рік тому +4

    iyanyanyisa lento youkuth ibeat ibemnandi ebhimbe umutu

  • @khethahmzolo6026
    @khethahmzolo6026 Рік тому +3

    Amahloni kimi 🤭

  • @NoziphoNcube-p7x
    @NoziphoNcube-p7x 29 днів тому

    Up khokhovula

  • @khokhovulamaskandi3949
    @khokhovulamaskandi3949 Рік тому +1

    Bathi nje abantu lalela kahle ungajahile #Ngisemathandweni
    #ivoice yenzizwa Nsiii ngiyema lapho.

  • @patricksiboniso3045
    @patricksiboniso3045 Рік тому +3

    😂😂ngoba njalo

  • @oyamamkambaphi
    @oyamamkambaphi Рік тому

    Yiyo Lena king GSG❤👌🔥🔥

  • @sibongisenimdhluli1895
    @sibongisenimdhluli1895 Рік тому +1

    niyafuna sikhulume ngisho singafuni

  • @bongumusambatha2811
    @bongumusambatha2811 Рік тому +2

    Vele Nina Bantu bakithi niNjalo ikakhulukazi Nina eniphila isiZulu(AmaBhinca) angazi kwehla muphi uMoya yey saze sazwana nokuJaja noma nokwahlulela exactly lento eyayenzeka kuMjikjelwa kuthiwa uYahoshozela akazwakali kodua mayeseFile yini futhi seniyakhala nithi ubeYidlala iNgoma 😂namanje anizifundisi ukwamukela kuBaculi bakaMaskandi bukani nje kwamanye ama Genre noma nikhuluma kodua nikhuluma nodwa ngoba niyazi angeke baninake manje LA kuMaskandi niyeYisa neYise ngoba niyazi ukuthi abaCuli Baphila ngani🤒 Bukani nje kunoMculi we Gqom obizwa ngo Dladla Mshunqisi uyamemeza lowa muntu nami ngyavuma kodua kanginanxa naye Nani futhi niyamthanda ngoba ngabe uNyaka akawunqamulanga ne Destruction Boyz ngeNgoma eyayithi Omunye Phez'Komunye khona ememeza enjalo wawina wazidlela izindodla zeMali abaLandeli beGqom angeke ubezwe beJaja ngoba bafuna umdanso nje bona thina kuMaskandi sifuna umyalezo,ukuVuseleleka noBumnandi kodua Nganezakwethu koze kube nini Sicekelana phansi yazi lento ibuhlungu ngendlela yokuthi izwe selikhululekile kodua kusafana ngoba ubandlululo luyasiphila sibandlululana sodwa ngiktshela ukutji kunoMculo oBizwa nge Hip Hop ngisho wona lo wo Skrr skrr kwesinye iskhathi baya Roller in a way ukuthi awuzwa litho kodua still niyawulalela niwuthenge ngezimali okukanye bgana Data aniKhonondi ngoba akekho enizokhononda kuyena sengivala nje kuneNtombazane yase Limpopo engu Mvendha iGama layo ngu Makhandzi iyacula leyangane umculo wayo uyathandeka futhi ngineQiniso lokuthi abanye benu banawo ngisho eMafonini ngoba uyathandeka kodua Uma ungabuzwa kuthiwa leNgoma ithini ichazani Awazi Awutholi mlayezo engomeni ubumnandi be beat nje kuphela kodua leNgoma yakini ezwakalayo umlayezo wayo neCulwa ngumuntu wakini cha awuyiFuni kuncono uyoLalela amaVenda ekugcineni sizwa kthiwa usuziHengile ngeNtambo😂😂😂wazibulala ubune Depprection angithi awukhuthazeki ndawo awulaleli uMculo woMaskandi ulalela oMakhandzi iyobonana kwelizayo Mbhemu Dadewethu🙌
    Siyobonga sicela Anikezwe ithuba uKhokhovula uzoJwayeleka bafwethu

    • @nonsindisolondiweximba4937
      @nonsindisolondiweximba4937 Рік тому +2

      impela mfethu thina bantu abamnyama asilekelelani,Bonke abaculi baqala kanje kwaze kwalunga.khokhovula qhubeka mfethu ukhohlwe abantu thina sikanye nawe

    • @khalabemgezamntungwayoutub7250
      @khalabemgezamntungwayoutub7250 Рік тому +2

      Ey wabhala mfwethu impela ibuhlungu lento eyenzekayo esizweni sakithi sibandlululana Sodwa eskhundleni sokwesekana

  • @lunyenicomedy7165
    @lunyenicomedy7165 Рік тому

    Aibo manjongo ami niyabeka zinkabi💘🔐👊

  • @mthokozisilungisani186
    @mthokozisilungisani186 Рік тому

    Scebi qhawe ungaphinde uvume ukuba ifeat yalomfana akakwazi ukucula uzosiphuphisela iqhawe lethu langempela

  • @sthembisochonco2772
    @sthembisochonco2772 Рік тому +2

    mlilo❤🙊

  • @xolanimbewana1124
    @xolanimbewana1124 Рік тому

    Weeee nkosyam waze wawcula umdzidzi nangumuntu

  • @khanyisanijomo1489
    @khanyisanijomo1489 Рік тому +1

    Mshubo wethu

  • @owenshabalala1703
    @owenshabalala1703 Рік тому +2

    Ew hhee waze wayicula imomozi😢

  • @Londi079
    @Londi079 Рік тому +1

    King GSG 🙌🏼💓🎶

  • @nombuyiselozulu6039
    @nombuyiselozulu6039 Рік тому +1

    Usimphiwe❤️❤️

  • @sibonisovelenkosinimlambo2709
    @sibonisovelenkosinimlambo2709 Рік тому +1

    U Scebi nje uvele ebe ngaphezu komnikaz wengoma njalo nje

  • @andilekortman6172
    @andilekortman6172 Рік тому +1

    Uthando lunye nkabi muhle umsebenz wakhon u

  • @mkhanyakudetv01
    @mkhanyakudetv01 Рік тому +3

    Iyabhonga lendoda 😂

    • @bongumusambatha2811
      @bongumusambatha2811 Рік тому +3

      No Bandla lakithi Ningangizwa kabi aksikhona ukubhonga inkinga isekuthenini thina bantu abalalela loMculo wanaMhlanje sesaJwayela labaBantu Abazishuna amaZwi Abo Ngendlela yokuthi uMuntu umaNgabe esekhuluma uyaDideka ukuthi uyena lona Oculayo isibonelo nje nangu uMjikjelwa iChalaha LikaShafuza maDoda . Ichalaha alilaze lashuna noma lashintsha izwi Lalo ngenxa yokuthi abantu bazothini Velez kufanele nikhale ngokubhonga ngoba anilijwayele leLizwi kodua ukuhamba kwesikhathi nizolijwayela njengalokhu neLika Mjikjelwa kwakukade kukhona abantu abaMjajayo kodua kwahamba abantu balijwayela balithanda futhi okunye ekumele sikuQonde ukuthi akusithina sonke esithanda umculo olingiswa noma Okopelwa koSbani bani umuntu no muntu unendlela yakhe yokuCula musani ukuJaja noma ukuzama ukushintshisa umuntu indlela aziveza ngayo yena is isiyena uMaskandi ngyawulandela bukani nje uMtshengiseni Indidane yangakithi Madoda uM'phosi weThambo Leqe Zonk'izinja maqede zimkhonkothe indlela ayekade ecula ngayo kusuka ngo 2004... nendlela akadw eseCula ngayo ngaphambi kokuba ashone ibingasafani kwenziwa yini lokho ingoba ngesikhathi esaphuma kuMagcokama wawecula ushuni wakhona kuMagcokama kodua kuthe ukuhamba kwesikhathi neMinyaka WaziCulela ngezwi lakhe kwazwakala ukuthi nangu uMtshengiseni futhi bakhononda futhi abantu kwathiwa akaCuli lomuntu uXoxa indaba sdukuduku Mtshengiseni lowo AbabeMjaja uQoqa I indodo uwina iMoto Wana matasa uNdodana kaGcwensa
      Ngigcizelela ekuthenini sicela ni Supporter abantu bakithi niyeke ukuba Jaja ngoba abanye benu banezingoma zo Makhadzi abangezwa nokuthi kuthiwani kuzo kodua Abajaji
      UBongumusa EMsinga eMakhasana Isgondi le KwaMajozi

    • @luckyvezi
      @luckyvezi Рік тому

      😂😂😂😂

  • @ashuutv1857
    @ashuutv1857 Рік тому

    Wacula Scebi

  • @aneleduze9137
    @aneleduze9137 Рік тому +1

    Waze wabhonga boo🤣🤣🤣🤣🤣

  • @MabuyiZama-de8jc
    @MabuyiZama-de8jc Рік тому

    Awu

  • @mzwandilesikhakhane7573
    @mzwandilesikhakhane7573 Рік тому

    Asidalelwe ukucula sonke

  • @luckyzakhele9834
    @luckyzakhele9834 Рік тому +1

    Is not make sure👍

  • @MaswidiMediaProduction
    @MaswidiMediaProduction Рік тому

    Amashinga ave ewuvumela udoti

  • @lindokuhleshabalala5606
    @lindokuhleshabalala5606 Рік тому +2

    welele kathi inganekwane 🤣🤣🤣 . angsakhhhhooooni mtanomuntu ,ngathi ugandaganda

  • @thismail858
    @thismail858 Рік тому +1

    Ngyaxolisa ukphambuka. Kodwa lento eniyenzayo ayiyinhle neze, ukuhlisa isthunzi segcokama. Wena ngokbona kwakho uyacula lomuntu noma uyasdakelwa?

  • @makhayatn4356
    @makhayatn4356 Рік тому +1

    🙌🙌🔥🔥🎶

  • @noziphojele341
    @noziphojele341 Рік тому

    Kodwa GSG ngyabonganga mina

  • @masthuli2565
    @masthuli2565 Рік тому

    Madoda itholakalap imali yokucula estudio Nam ngyocula🤭🤭🤭🤭🤭🤭🤭🤭

  • @tshwahnkabinde2436
    @tshwahnkabinde2436 Рік тому

    Bathathe GSG kunjalo kunjalo makungezwele

  • @minenhlentuthuko5429
    @minenhlentuthuko5429 Рік тому

    NoScebi ngathi uvuma yonkinto nje aingeke

  • @sakhumuzishange5586
    @sakhumuzishange5586 Рік тому

    Abafana baka King Nuba🤣🤣🤣

  • @marest9421
    @marest9421 Рік тому

    welele kant inganekwanwe

  • @lindithembamxolisie2269
    @lindithembamxolisie2269 Рік тому

    😂😂😂😂😂😂no comment

  • @nduduzojali364
    @nduduzojali364 Рік тому +1

    Isbindi sokushay umusic video ubheda🤨

  • @kingphara3302
    @kingphara3302 Рік тому

    Cela ama backings alide wena bese uyagida kphel uvalumlomo kdw uscebi uyvuma kanjn lento

  • @banelerigala1692
    @banelerigala1692 Рік тому

    🤣🤣😂😂🤣🤣🤣

  • @k21updates92
    @k21updates92 Рік тому

    😂!

  • @lizoimpondelikhulu4071
    @lizoimpondelikhulu4071 Рік тому

    🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣