😢Ewu waze wangidina ubhuti sphiwe mani. Ncese Sisi wami. Ukulimaze kakhulu uSphiwe lapho kwakufanele ngabe uyena oku protectayo from isimo esinjalo. Yena yakuhlukumeza. Manje buka inkinga asekufake kuyo ngoba if umbophisa umndeni wonke uzohlupheka bese uyakujikela😢 Ngicela umunikele enkosini iyona ezomujezisa kancono ikulwele. Ngoba iyona engakwazi ukumshaya Ngendlela engeke I affect omunye umuntu oseceleni. Like for example mhlampe izomuphuca inzalo, or mesethole umuntu amthandayo leyo Ntombi or umfazi amfebele no best friend wakhe, or lona lepitshana lakhe livele lingabe lisasebenza Abe no shukela, ziningi indlela Inkosi engamshaya ngayo better or worse than wena obungamushaya ngayo. So if uyakholwa mucebe enkosini if ukholelwa edlozini mubike kulona both bazomshaya ingozi engeqiwa ntwala. Wena Ngicela uzame to heal, if ungakwazi ukuthola muntu omthembayo or counsellor umxoxele, so that kuzophola inhliziyo. Make sure ufuna Mali yokufunda uSphiwe, ufunde Sisi ufundise kohlanya kuze Ube nefuture encono ukwazi ukunakekela umndeni wakho. Once sewuthole leyo qualifications or uyofunda nje I skill esithizeni but uzokwazi uku support yourself nomndeni Than if ungakaxoli usungamubophisa uSphiwe ngoba phela icala aliboli. Kodwa your best revenge is to be successful in your life change impilo yabazali bakho. Uhambe yoqala impilo entsha kude nalo lwabishi owu Sphiwe. Ngicela I anger yakho towards uSphiwe ungayikhipheli kwabanye abantu besilisa ngoba Inkosi izokubusisa ngomnyeni ozokuthanda so make sure awubi nenzondo for all men abafani bonke. I wish you all the best❤
Ukohlakele sphiwe ndini
😢Ewu waze wangidina ubhuti sphiwe mani. Ncese Sisi wami. Ukulimaze kakhulu uSphiwe lapho kwakufanele ngabe uyena oku protectayo from isimo esinjalo. Yena yakuhlukumeza. Manje buka inkinga asekufake kuyo ngoba if umbophisa umndeni wonke uzohlupheka bese uyakujikela😢 Ngicela umunikele enkosini iyona ezomujezisa kancono ikulwele. Ngoba iyona engakwazi ukumshaya Ngendlela engeke I affect omunye umuntu oseceleni. Like for example mhlampe izomuphuca inzalo, or mesethole umuntu amthandayo leyo Ntombi or umfazi amfebele no best friend wakhe, or lona lepitshana lakhe livele lingabe lisasebenza Abe no shukela, ziningi indlela Inkosi engamshaya ngayo better or worse than wena obungamushaya ngayo. So if uyakholwa mucebe enkosini if ukholelwa edlozini mubike kulona both bazomshaya ingozi engeqiwa ntwala.
Wena Ngicela uzame to heal, if ungakwazi ukuthola muntu omthembayo or counsellor umxoxele, so that kuzophola inhliziyo.
Make sure ufuna Mali yokufunda uSphiwe, ufunde Sisi ufundise kohlanya kuze Ube nefuture encono ukwazi ukunakekela umndeni wakho. Once sewuthole leyo qualifications or uyofunda nje I skill esithizeni but uzokwazi uku support yourself nomndeni Than if ungakaxoli usungamubophisa uSphiwe ngoba phela icala aliboli. Kodwa your best revenge is to be successful in your life change impilo yabazali bakho. Uhambe yoqala impilo entsha kude nalo lwabishi owu Sphiwe.
Ngicela I anger yakho towards uSphiwe ungayikhipheli kwabanye abantu besilisa ngoba Inkosi izokubusisa ngomnyeni ozokuthanda so make sure awubi nenzondo for all men abafani bonke.
I wish you all the best❤
We appreciate your comments miss Jane ❤
We hope they always get to the victims’ ears 👂
Ukhulumisa okomuntu owakha umndeni,hayi lezimpongo ezizojaha ukt akaboshwe zingabheki ukt umonakalo uzoba mngakanani.
@ ngiyabonga🙏
Yaze yaphila inkulumo.yakho❤❤❤
@ 🙏Ngiyabonga Kakhulu❤️❤️
❤❤
Mbophe lo lwabishi benza noma yini ngoba bezazi ukuthi bama breadwinner akajeze nje nxx
Sphiwe uyisishimane sendoda, why udlwengula usisi wakho usaba amantombazane? Get a life Sphiwe.