Father , the same spirit you planted in him , the spirit of preaching and living the truth without compromise, the same favour you had for him , may it dwell in our lives , may it dwell unto your children , we thank you for thy servant of yours. indeed He lives in us if we only allow Him. peace Tsunami peace
Just want to thank nj sthole for he has changed the way i think about god and plz i also need prayer from him so i can change those who don't know the trueth. God bless you.
oh my GOD kuniyi na uba umntu azuze ihlabathi alehlekelwe ngumphefumlo wakhe... Sincede Nkosi sinike amandla sibuyele kuwe njengomdali wethu ... Asikho sihlobo esifana nawe Man OF GOD still powerful even if not around athi asifi siyalala
Ngyakuzwa my brother, ebengizama ukukusho ukuthi it is not about the church or the name of the church, okubalulekile ukuthi umuntu ekholwe esindiswe, ephile ngokwentando kaNkulunkulu, ngoba ibandla okhuluma ngalo alikhiphi muntu esihogweni futhi alifaki muntu ezulwini. uMusa kaNkulunkulu usebenza kumuntu hhayi egameni lesonto or ebandleni okhuluma ngalo, or ebandleni elithile. Igama lesonto alikushinsthi ukuthi lelosonto liyibandla likaNkulunkulu. Simzimba munye mfwethu. As long as sikhuluma, siphila ivangeli likaKristu umsindisi.
Father , the same spirit you planted in him , the spirit of preaching and living the truth without compromise, the same favour you had for him , may it dwell in our lives , may it dwell unto your children , we thank you for thy servant of yours. indeed He lives in us if we only allow Him. peace Tsunami peace
What a powerful man of God, you will never hear him on radio, you know why cz uthetha iqiniso. We really need people like this in these last days.
Ngiyabonga. Baba uyangiphilisa Alleluya
Father , the same spirit you planted in him , the spirit of preaching and living the truth without compromise, the same favour you had for him , may it dwell in our lives , may it dwell unto your children , we thank you for thy servant of yours. indeed He lives in us if we only allow Him. peace Tsunami peace
Amen
R.I.P Man of God N.J Sithole you inspired my life in a positive way Glory to God
Ngiyaphenduka Thixo wami angifuni Baba ukudla udumo lwakho my Father take your Glory and Honor in the name of Jesus Christ name.
Just want to thank nj sthole for he has changed the way i think about god and plz i also need prayer from him so i can change those who don't know the trueth. God bless you.
hhay i have to confess by saying this MAN of GOD changed my life
Mhlaba uyafihla kodwa yhini indoda yelizwi . RIP tata im sure there's joy in heaven when people still listen to your sermons and get closer to Jesus
Mmmm Nkosi yam Sibonga Umusa kaNkulunkulu ngokuvusa umtshwa ongubaba uNJ Sthole. syabonga Baba South Africa as a whole is bless ngawe.
Amen glory to God pastor ngisho abantwana baka nkulunkulu labo bane misebenzi emihle yibona abaya ezulwini masizilungiseni bazalwane amen
Amen ngiya phila ngamazwi ale ndoda yaka nkulunkulu holly spirit sivusele abanye o tsunami abazoli khulumi ciniso glory to God 🖐️🙌🙌🙌❤
now dis is de real gospel im talking about #so powerful#
oh my GOD kuniyi na uba umntu azuze ihlabathi alehlekelwe ngumphefumlo wakhe... Sincede Nkosi sinike amandla sibuyele kuwe njengomdali wethu ... Asikho sihlobo esifana nawe Man OF GOD still powerful even if not around athi asifi siyalala
Asikho isikhali esibekelwe abasindisiwe - NJ Sithole u move my soul your message will live 4eva in my mind no matter u no longer on this world
Glory to God 🖐️ nginga bandi ngine yikholwa elishisayo holy spirit help me amen
Imifino ne rice hay siyabonga Baba, help me Lord to be humble as you lift me up.
Help me holy spirit guide me please ngenelela empilweni yami amen
Amen pastor iningi lethu silahlekile but ngo ku lalela i preaching yakho mina ngiphendukile ka
MOYA OYINGCWELE UYATHETHA NAM NGALOTATA NDIPHE INDLEBE ZOMOYA OYINGCWELE🙏🙌
amen, akekbuye umlilo, blessed
Powerful even 2021 🙌🙌🙌
Jehovah have mercy on us! What a word of the season!
Lindie Ncube
Amen glory to Jesus Christ 🙌
Amen you are the truly man of God we miss you
Hallelujah glory to God 🖐️
POWERFUL MAN OF GOD
Asikho isihlobo esifana no jesu Kriste
Oh thank you Jesus
NKOSI NDICELA UNDIPHE UKUHLAKANIPHA KWAKHO NAMANDLA NDINGESUKI KUWE XA NDINGESUKA KUWE NDINGAPHALALA NJENGAMANZI AFUNXWE NGUMHLABA,...NDIYABULELA BAWO NGOTATA NJ SITHOLE ,..NDIYAVUSELELEKA ENDLELENI YAKHO NKOSI🙏🙌
RIP in peace man of God
Eish yandichaza kele yama-acter and kunjalo maninzi ama-acter phofu kwakuphel'ubomi umntu uzohlolwa umzebenzi.
thetha moya ongcwele...yin igama lale DVD
Ngisize Nkosi yami ngingasuki endaweni yami yokulinda nalaph'imimoya ivunguza ngamandla#singing#
amen,uJesu unamandla ngaphandle kwakhe ngeke simbone uNkulumkulu.
Syabonga baba!asikho isihlobo esinjengawe.
Amen 🙌 jesus krist the son of the living God amen 🙌
Already they are exposed, man of God, its only the names and titles that are left.
Amen❤
Ha eciso lodwa.siyabonga
Talk holy spirit guide as amen
Nkosiyami ngilodoloza ngingasuki ezwenilakho ngingabi yisistofu e sibandayo esidlalela amaphele awuvuthe umlilo ngaphakathikwami
Syabonga jesu
Ngingabi yindlula.mithi and ngingabi yi chameleon jesus krist wase Nazareth help me
I love that men nj sithple all truth u know pastir
from zero to something
Miss you dady
my spiritual father
Thatha Caterpillar uyinqonqo ntwana nalapho ngyazi uyabatshela abazalwane baya recruiter...basukile emehlweni kaJehova...baya jola aybo!
RIP babu NJ Sthole
iyoo umuntu akazinuke amakhwapha
Nkosi ngenzenjalo njalo ngomsa wakho nginga suki kuwe.
Bazalwane Ngicela ozonginceda, ngokuhlala ngiseSoweto, Ngicela ichurch Yababa uNj Sithole. ukuthi ikuphi , inkosi inibusise.
amen
Ya ne baba mangingafi jehova ngisese isoni
guys can i ask. did he die? i see a number of people say RIP to him? that would be a real shock to me
yes He passed away
awu TSU TSU TSU
Baba siyabonga imfundiso
Uma uthi uyi god army ngabe nayo isemzimbeni kaKristu na? Impela uzawuhlolwa imisebenzi kodwa ohlubukileyo kuKristu akukhulunywa lutho ngaye kwaphela nje njengo Israeli owahlubuka wasala ehlane waqedwa khona ngokungalaleli. Umzimba munye yilona bandla lelo umzimba kaKristu kawahlukene noma indlu yeNkosi kayahlukene noma intaba yeNkosi kayahlukene kepha wena wahlukene noKristu ngenxa yegama elibulalayo lase god army
Uzam' ukthini mfo kaShenge?
Mazwi Thoto, kangizami kwaphela ngixwayisa umuntu ukuba aphume egameni elingemsize nelingenakuphila. Bheka ubhekisise lo okhulumayo kuwe, mina engibizwa ngegama engalifumana kumame nobaba ngikholwa yiNkosi, ngashunyayezwa ngoJesu Kristu ngakholwa, nawuNkulunkulu ngaziwa nguye ngenxa yokuba ngikholiwe yiNdodana yakhe, ngabhaphathiselwa egameni leNkosi ngaziwa nguNkulunkulu. Yena lowo owabonakala kimi ngishumayela ngaye ukuthi uyiNkosi uKristu yena ovela kuNkulunkulu sibizelwa kuye nguNkulunkulu. Ongenaye uKristu empilweni yakhe uhamba engofileyo. Ukuze siphile sidinga iNkosi hayi igama ngoba lelogama lakha ubutha{2korinte3v6} ngakho yazi lokhu ukuthi igama lesonto kalilethi ukuthula eNkosini{johani16v31,32&33} kuyiqiniso ukuthi umuntu osesontweni uyakholwa ngoba ukukholwa ukuba nokwazi noma ukuqonda understanding ngamafuphi kodwa akusizi lutho lokho kukholwa okunjalo ngoba uyafana lowo muntu nongekho kwi position efanelekileyo, pho-ke iposition yikuphi? nguKristu iposition okuyonayona, qhaphela! ungabi ngokhuluma ngayo yiba kuyo kuyokusiza kepha ukukhuluma ngayo ungekho kuyo akunakukusiza neze abantu bayazi ukuthi kunebandla likaNkulunkulu nokho bayakhona ukukhuluma ngalo bona uqhobo benga-belong kulo ngakho-ke akusizi lutho ukukhuluma ngento ongayiphili.ibandla likaNkulunkulu, yi-church of Christ. Ngomuntu munye thina esibaningi simunye ngaye ngakho-ke uma sithi "yibandla" which means abantu abaningi kepha lapho sithi "uJesu unguKristu" impela waziwa enyame ngabaningi kepha kuMoya kababaningi abamaziyo ngoba kufihlakele kwabaningi yingakho phela bengamvumi ngoba kabamazi. Ukube bebemazi bebengehlehle kuye. Lokhu kulotshelwe thina ukuba sibenokuthula neNkosi ongenakho ukuthula eNkosini uyisitha sikaNkulunkulu ngenxa yeNdodana yakhe.lapho ngithi" yibandla likaKristu nomunye uthi yi church of Christ " yinto yinye kwahluke ukuthi bekukhuluma umzulu kuqala kwaba yingisi ngasemva wulimu lusho into yinye lapho akukho ukwahlukana. Kepha waqala wathi" yiGod
Army or Assembly of God or Mission Christian fellowship church noma yi new church, lapho akusaveli uNkulunkulu kepha sekuvela umuntu ongumdayisi ngoba ukuba khona kwegama libakhona ngesivumelwano. Khumbula uPawuli lapho ekhuza ukwahlukana babekhona abathe bona"bangabakhe"kungani-ke engakujabuleli lokho kokuthi naye kukhona abamlandelayo na? Wayazi uKristu Jesu amshumayelayo kepha abenyama babeyokujabulela lokho kube ngukubhubha kwabo nanjengoba bekwenza namanje. Uma usegameni nanona yiliphi yazi lokhu ukuthi ulandela umuntu hayi iNkosi. Okuhle manibizelwe egameni leNkosi ngoba ningabayo uma ningabayo niyakwenza okwiyizimiso zayo nihambe ngendlela yayo nikhulume ngezwi layo niphilele yona ngomusa kaNkulunkulu. Lokho ngikusho ngesibindi ngingokaKristu kaNkulunkulu wami, kangiziphakamisi ngalutho kepha ngikusho lokho ukuze nani nikholwe egameni leNkosi uJesu Kristu kube ngukuphila kokholwayo. Nginokuzwa kaningi umuntu akhulume ngomfundisi wakhe nokumveza sengathi unamandla kepha kabekho abakhuluma ngoNkosi nokudumisa uNkulunkulu ngemisebenzi yakhe akayenza zinsuku zonke. Lokho ungekwenze ngenxa yenyama kepha sewukholwa yiNkosi ngomoya uyokhuluma izinto zikaMoya kube wukukhazimulisa iNkosi nodumo kuNkulunkulu, lapho awusaliphathi igama lomuntu yiNkosi kuphela ngenxa yezwi layo elikuwe. Nokho kugcwaliseka isiprofetho ngo-Isaya44v5 ukubakhona kwalamagama kepha ngibonga uNkulunkulu ngoKristu Jesu esibizelwa kuye nakalokhu futhi akuwona amandla wethu nokuhlakanipha kwethu kepha ngumusa weNkosi nokuhawukelwa yiNkosi. Ibandla leNkosi lingelayo kalibangi namuntu yingakho kungekho phawu oluchaza ukuthi ngikhonza uNkulunkulu kuphela uphawu lwakhe ulubekile kimi lungebonwe muntu wenyama kepha onjengami unalo uyalwazi yilona esaziwa ngalo ezulwini, hayi ngempahla,hayi ngegama, hayi ngokukhetha inkonzo, kepha ngoMoya okimi nginjalo ngazi okweNkosi ngenza okweNkosi ngidinga okweNkosi zinsuku zonke. Impela kangiphakamisi nalinye igama phakathi kwamagama akhona nabizwayo ngabantu kuohela uJesu onguKristu nguye engimphakamisayo empilweni yami ngibonga uNkulunkulu ngalomusa ongaka kuze kubephakade naphakade amen.
Ngingathanda ukukucaciselela kabanzi ngalawo mabandla ayisikhombisa umpostoli uJohane aloba ngawo. Kulawo mabandla kukhona elase-Efesu nelaseSmirna nelasePhergamu kanye neThiyathira ku- chapter 2 , khona-ke siyezwa kakhulu ngompostoli weNkosi Umzalwane uPawuli esebenza e-Efesu bheka Izenzo18v19,23 lokho kuyindawo akulona igama lesonto ngesikhathi sonke kulotshelwa abazalwane ngokwamadolobha abakuwo lapho kukhona incwadi yabaseGalathiya yidolobha lelo. Izenzo 19v10 i-Asiya yizwe okukulona abakholwayo yiNkosi akulona ihlelo lesonto.kokunye uma kulotshwa izincwadi zilotshwa nangabazalwane bezilobela abazalwane bheka uThimothewu wesibili 1v1,2 kanjalo nakuFilemoni uyaloba ngoba kunabazalwane abanakekelwa nguFilimoni ukuba kusizakale ibandla kungesikho ukuthi ulobela uFiloni siqhu sakhe khona ulobe kanjalo elobela ibandla lonke nanje ngami nawe siqondiswa ngokwalotshwayo noma kungesizwe noma kungedolobha noma kungebizo lomuntu siqhondiswa ngazo lezo zincwadi zabo Thithu, noJuda noPetro futhi noma elobela abesizwe sakubo ukubakhumbuza ngamandla kaNkulunkulu uyakuthola ukuthi kwakungancikile egameni lesonto bheka kumaHeberu 1v1,4 kulawo maHeberu ulobe konke lokho ngoba kukhona abakholwayo nguNkulunkulu phakathi kwamaHeberu. Engingakusho ngokusobala igama limelana neGama esilinikiweyo. KuJohn uthi " yilowo nalowo uyakuya kokwakhe ,niyakungishiya ngingedwa nokho angingedwa lokhu uBaba unami" ngesikhathi umuntu esuka kuye akushintshi lutho ukuthi uzwile wanambitha noma esekude naye, umuntu uyakuqhubeka aprofethe afundise enze imisebenzi yamandla ngoba konke lokho wakuzwa wakunambitha kepha inkinga yinye akasenakho ukuphila okuphakade noma evusa abafileyo emathuneni kepha ukuphila kwasuswa mhlazane ehlubuka uKristu. Ngakho- uma ethi uJesu uBaba unaye kusho khona ukuthi ohlubuka uKristu akasenaNkulunkulu noma engakhuluma ngaye lowo uyakhohlisa ngoba akaphili kuye uziphilela ngokwakhe. Sibizelwa kuKristu kasibizelwanga emagameni mango Isaya 2v1,5 yithi esithi "phumani emagqumeni nenyukele entabeni kaJehova" ngokusobala kwalotshwa ngathi ukuthi sikhipha abantu emasontweno aboshembe sibabizela ebandleni leNkosi ngoba ofeka egqumeni lakhe akanakuphila abanyukela entabeni kaNkulunkulu abayophila.amen
Ngyakuzwa my brother, ebengizama ukukusho ukuthi it is not about the church or the name of the church, okubalulekile ukuthi umuntu ekholwe esindiswe, ephile ngokwentando kaNkulunkulu, ngoba ibandla okhuluma ngalo alikhiphi muntu esihogweni futhi alifaki muntu ezulwini. uMusa kaNkulunkulu usebenza kumuntu hhayi egameni lesonto or ebandleni okhuluma ngalo, or ebandleni elithile. Igama lesonto alikushinsthi ukuthi lelosonto liyibandla likaNkulunkulu. Simzimba munye mfwethu. As long as sikhuluma, siphila ivangeli likaKristu umsindisi.
Ngiqonde ukuthi" ofela egqumeni akanakuphila"
Father , the same spirit you planted in him , the spirit of preaching and living the truth without compromise, the same favour you had for him , may it dwell in our lives , may it dwell unto your children , we thank you for thy servant of yours. indeed He lives in us if we only allow Him. peace Tsunami peace