I was also victim of Rape 13 years but i did not sell my body I feel you are making an excuse about being abused.its a choice to sell your body.hope you will end up having a better future and heal inside
Abantu abafani nemicabango yabo ayifa ingako kuba nezimo ezinje I also being a victim ye rape when I was 15 koda nami kukhona la kwangilimaza khona nendlela okwangilimaza ngayo koda ai le 😢
Uma usisi esafisa ukuba u normal person akabuyele kuNkulunkulu amukele uJesu ngokuqonda surely nemizwa izobuya like before Kodwa aye kumuntu kuNkulunkulu ngempela hhayi abathwele
Yazi I thought ufake I tight😮There's no need not to tell your family ukuphi,you are selfish,tell them you working egoli and keep on visiting home,uzenzela amabhadi nje,family yakho ayenzanga lutho but you punishing them for nothing,grow up,pray and change akusizi. Awusho ukuthi unani njengoba uthengisa ngomzimba,mungenaluthilo it's because of what you did to your family,uvele uhambe nje ungasho uyaphi,benzeni?
Mina ngizwa elikhulu iTalent la yaz lo sis usangenza a lot off money besides ukuthengisa ngomzimba yes kona I Story sakhe siyezwakala but 😢😢😢 ukuthengisa ngomzimba it not good for for umuntu one talent lokuba nguSonkondlo like her even enobuhlungu enhlizweni.
Aingek guys kudlalw ngath la uhaya inkondlo usisi, ngth ai ai usazakhulum kahle lutho uyahaya usisi, ei sisi babengek bakukholwe ngampel e police station babezavel bath ingane izosihayela inkondlo epolistion
Usisi unolimi lobunkondlo. Angenza enkulu imali ngokubhala. Ibuhlungu nokho into eyamehlela esemncane. But the video is incomplete MR Ntombela. Sicela nilethe i-video ephelele.
Eyi, ngane yami you are as good as dead, physically, spiritually and emotionally. What you need is Jesus. I can hear from your talk if you say the body that you have is yours. Mina ngifuna ucabange ngekusasa lakho ukuthi uyophelelaphi ngoba phela sisazophila nangale kwethuna. Izwi likaNkulunkulu lithi, "Kuyomsiza ngani umuntu ukuzuza izwe lonke kodwa alahlekelwe ukuphila kwakhe Na?" Phenduka mntanami sikhathi sisekhona. Mfune uNkulunkulu esenokutholwa
U grl unale voice yokuba yi poet italente likhona la if she can put this story in paper i promise she can go in places
Italente mfethu
Namndiva lonto
Cha uqinisile impela engath ukhuluma iphoyemu impela izwi lakhe elabo laba bamaphoyemu ngempela
Nami ngithi ngisho njalo
Yazi usisi unesiphiwo soku haya inkondlo akabhale uzobona impumelelo yakhe ❤❤❤
Uqinisile bafo
Very talented umhyi ❤❤❤❤
God heal this girl, she's broken... Only God can intervene Sisi
Umoya wakho ugcwele ubunkondlo...wabheda ngento eyodwa kuth ungabatsheli abazali,umoya wesigameko ukubeke kwenye indawo manje,mhlawumbe ngabe wakuthola ukululekwa ngokomqondo
Sisi I'm so sorry for what happened to you😢😢😢
It's awful
YOU HAVE A GIFT SIS
I pick up UBUMBONGI kuwe
I hope you consider that
God loves you ❤❤
Kodwa nje angasizakala coz kuningi angakubhala uma ebhala after konke inkodlo iyavuka lana nevoice ❤❤❤nencwadi konke angabhala kudingeka ipeni nephepha ehlaliswe phansi agonyulukele ephepheni❤
I was also victim of Rape 13 years but i did not sell my body I feel you are making an excuse about being abused.its a choice to sell your body.hope you will end up having a better future and heal inside
Abantu abafani nemicabango yabo ayifa ingako kuba nezimo ezinje I also being a victim ye rape when I was 15 koda nami kukhona la kwangilimaza khona nendlela okwangilimaza ngayo koda ai le 😢
Uma usisi esafisa ukuba u normal person akabuyele kuNkulunkulu amukele uJesu ngokuqonda surely nemizwa izobuya like before Kodwa aye kumuntu kuNkulunkulu ngempela hhayi abathwele
Le izwakala nje nge Poem edabukisayo. Lentokazi mayiluthole usizo uyokwenza uMC okahle kakhulu...
Laze langichaza izwi lakho❤❤❤❤
Uthe uyakudabukela ngoba ufuna imali
The lady seems to be happy with the type of life that she's living. She sounds very confident,satisfied with no regrets
Yaze yamnandi nkondlo yakho❤❤ wawumncane 15 years ngeke uzudele nabazali bakho kuyacaca akaze wazicabanga ngempilo yakho akaze wabacanga bejabule ngawe
Mawuthi uyoya kini ngebhokisi uyobe waziwa ubani egoli 😂
I hope for your sake you ALWAYS remember to use PROTECTION...
How sisi uhlezi nethalente lokuba imbongi why ungabi imbongi ngoba vele wimbongi
Ubhedelani😂😂
Nje nami muzwa kanjlo😅
Yazi I thought ufake I tight😮There's no need not to tell your family ukuphi,you are selfish,tell them you working egoli and keep on visiting home,uzenzela amabhadi nje,family yakho ayenzanga lutho but you punishing them for nothing,grow up,pray and change akusizi. Awusho ukuthi unani njengoba uthengisa ngomzimba,mungenaluthilo it's because of what you did to your family,uvele uhambe nje ungasho uyaphi,benzeni?
Hhayi ugel kwakumel asho kubazali frm the start asho ukuth uvelwe isehlo esikanje
WOW the step father is crual taking an advantage of a young girl, what a broken girl, she's young I won't judge her, God plz intervene
Shuthi ustrong Girl lapho vele mongaxoxela umuntu lestory ngeke akukholwe
Beautiful voice sesi 😊
Une voice yoshumayela u girl. Akhwaze uJesu osindosayo.
Yazi angashayela kuphenduke ABANTU
Ngendlela akhuluma ngayo usisi ngididekile ukhuluma ngathi uhhaya inkondlo ..ngathi angaya ekhaya abachazele nanoma usisi wakhe 🤔🤔🤔🤔
Ay emhlabeni uyayiqeda abanye akasabashiyeli😂😂😂ukukhuluma kusebantwini shem😅
Lomfana ngithanda imbuzo yakhe 😂😂😂😂😂😂
U Jesu uzokusiza my sister, ubuyele kubazali bakho bakwamukele. Angeke Bakulahle xem.
15 men or more , u do not feel. U are physical and emotional plus spiritual broken
Since ngaqala sex ngnangengane but I never feel anything 😢😢😢😢
Thixo ng3nelela baba 🙌
😂😂😂Zoso why are you so nervous. Udibene nentangkho ke manje. Ziyakhala ten past four. Am so sorry of what happened to this baby girl 🙏🙏
Woooh yeh
Izinto ezinje zivame ukwenzeka uma umntwana ehlukunyezwe umuntu amesabayo futhi engethembi nokuthi istori sakhe sizolalelwa ngoba akanabani ongakuye kungenzeka abakhona bayamhlukumeza , abamthandi njll. Okungididayo kulomtwana yini yena eyamenza wayifihla or wafihlela abantu abamthandayo into ebuhlungu kangaka emehlele. Ngaphezu kwalokho useyenza yena kakhulu lento eyenza yena by choice kanjani into ekukhumbuza usuku olwaba yi-nightmare empilweniyakho?. Musa ukudlala ngathi mntanami bona abazali bakho bayikholwe kanjani lenganekwane yakho?. Phumela obala nje wena ukuthi impilo isiyakuxaka kulento ozikhethele yona usufuna ukudatshukelwa ibencane eyokuthi uvelaphi, waxoshwa yin laykhaya? Kunakwe eyobu "so cold victim" istory sakho siqukethe ubuqili bodwa senza kubenzima kokulalele ukuba akukholwe. Unobuqili obuysimanga njengamanje usebenzisa ukuhlukumezeka uku-Justify ukuthi kungani ubeyloluhlobo lomuntu oyilo kumele si-understande lokho thina asibhayizi sonke phela ukukhumbule lokho. Ibuhlungu lento ngoba kukhona abantu abahlukunyezwe ngempela hhay lomdlalo wakho.
Mina ngizwa elikhulu iTalent la yaz lo sis usangenza a lot off money besides ukuthengisa ngomzimba yes kona I Story sakhe siyezwakala but 😢😢😢 ukuthengisa ngomzimba it not good for for umuntu one talent lokuba nguSonkondlo like her even enobuhlungu enhlizweni.
Imbongi le 😮
Hey amandla unawo but andiyazi nzakuthi ngawani u strong n bold....I wish ungagoduka noba izophinda umke just ukuvela ekhaya... 😢😢❤waziwe uyaphila qhaaaa ...
Aingek guys kudlalw ngath la uhaya inkondlo usisi, ngth ai ai usazakhulum kahle lutho uyahaya usisi, ei sisi babengek bakukholwe ngampel e police station babezavel bath ingane izosihayela inkondlo epolistion
Ayiii cc ngek kubuhlng impel kdw ngek cc umzimb wakh lon nkulnkul akakusiz 😢😢dadewethu
Ayikodwa ngane Yami wawusemncane ukuthi ungathula 12 years nenkinga engaka ngiyasola khona okufihlayo
Wena sisi uzithandela imali njr nempilo e fast . Kani sazokhula sisi ngeke uyenze lemali osayenza manje okwamanje uyenza because use fresh usazokhula
Eyi ilimele lengane isizidelile kodwa mybe 1 day iyobuyela ekhaya
Cha u strong gal umfihlelelani umah wakho ,,, ,uyi poetry darling uyayishaya lento
Lwaze lwabuhlungu udaba lukasisi kodwa ukudlwengula abantu kuyinto embi mina soze ngidlwengule
Usisi unolimi lobunkondlo. Angenza enkulu imali ngokubhala. Ibuhlungu nokho into eyamehlela esemncane. But the video is incomplete MR Ntombela. Sicela nilethe i-video ephelele.
Iyakhuluma ingane non stop yoooooh
😅😅😅😅
She is a poet
This girl need someone to help her she is a poet
Ngcela nimqophise isiphiwosakhe sokubangu sonkondlo mfakeni estudio nimdlalele imkenenezo ehelezayo uphiwe kakhulu udadwethu✨️🎁
Lol 😂😂😂 uyamangala ubhuti ngo 15k 😂
❤ unesipho
Bekusonkondlo wethu wakusasa Lona ivoice yakhe bakith gl koda shitsha cc imali oyenzayo inkulu kabi shitsha Gogo ngeke
Manje wakhuluma engathi ufunda inkondlo pho?
Hyooo cc meaning ngekhe uphume kulento uyenzani lemali hey big house iyaphuma apha qa imali eza lula aylutho iphelela emoyeni hyooooo ngendinemoto
Iygwili voso🤣angiqonde kuhleka indlela obuza ngayo weeh
hmmmmm nkosi yami
Ay angikho sure ngale ngane ngathi ibizihaya inkondlo nje lana 🙈🙈🙈
Nkondlo yamasimba
@@PhilaniNdwandwe-t5e yebo akanyoko
unesiphiwo senkondlo ❤
Ngaze ngayithanda imibuzo yakho 😂
Kusho ukuthi wezwa ubumnandi kungani angabiki ekhaya qhubeka gal nempilo yakho nemali,nokuxegelwa amathanga, angazi uzofunani ngoba sengathi wazi kakhulu qhubeka usebenze gal.
Useqhanyelwe uzoso bakithy😂🤣usevale imilenze kphela
Eyi, ngane yami you are as good as dead, physically, spiritually and emotionally. What you need is Jesus. I can hear from your talk if you say the body that you have is yours. Mina ngifuna ucabange ngekusasa lakho ukuthi uyophelelaphi ngoba phela sisazophila nangale kwethuna. Izwi likaNkulunkulu lithi, "Kuyomsiza ngani umuntu ukuzuza izwe lonke kodwa alahlekelwe ukuphila kwakhe Na?" Phenduka mntanami sikhathi sisekhona. Mfune uNkulunkulu esenokutholwa
Imbongi❤❤
Jehova kwaze kwanzima emhlabeni kwaze kwaphilwa ubudlabha yizidalwa zakho Somandla kodwa uthule uthini MoyoNgcwele.
yazi cc omncane lenkulumo yenu ngsacela uyithathe uyenzinkondlo yebo kubuhlungu kodwa ungaya kude nayo
lubuhlung udaba lakho mama ......and enye into ngathi ungumuntu wezinkondlo
Usisi udinga usizo mayelana nesigameko esamehlela ukuze libuye ithemba ngempilo yakhe. Kumele abhale ngakho konke okwamehlela. Kuzomsiza kakhulu.
Lo CC okunye uphethwe i dimoni ngathi sidinga umthandazo
Aibo it seems like usisi ubesixoxela ngobumnandi bokudayisa nje 🙆♂️😭 kodwake phephisa ekudlwengulweni kwakho
This is poet bt... interesting
Ukuthanda imali yikho osokusekhanda lakhe so ke akusekho muntu ozamtshitsha shame,Angazi ehlelweni ulandeni
😂😂😂utalentendi sisi
Dali ngathi ungathola icanseling ngiyezwa udaba lwakho cc u be right
Unezwi elihle❤
Eyi wena nkosi uyazi kwabuhlungu mntanami ngathi inkosi ingakukhumbula ugcine ubuyele ekhaya
Imbuzo kaKing Zoso hhai iyokuhlekisa 😂😂😂
mahlupha laphak abanye abant why engabatshelang amazali kumel babhule ekugcineni agxeke bona futhi
Aibo kanti dayisela iyigwili yini🤣🤣🤣🤣👍
Aybo I poet le noma indabayangampela hhhee aycha zyenzeka la
Yeyi jehova liyabhubha💔😭😭
Fuseg wawuvrl wen umagosha umncane ngob wahamb nrndoda wen waya e goli fuseg wen
Usevukilek manjr ntombela mase uhleli kanje zoso😂😂😂😂😂
King Zoso😂😂
Usonkondlo lona❤
Kingzoso chakomuntu wakho angimthembi nokukhuluma ngathi uyfunda izinkondlo ngathi udlala ngawe lona imbongilena izosho ekugcineni kuthi beshonkondlo akanginikezi ukuthula
Manje ngoba ugqoke ipanty lodwa ingoba wadlwengulwa?
❤ unesipho senkondlo
Unamanga Lona?
Imbongi leh bakithi ayitholelwe umsebenzi
Haybo kanti udayisela iyigwili yini? 😅😅😅😂
Presenter got traumatized uma ethi bayithanda inje😂😂😂😂😂😂
Poet😮
Bafo phuma kulezinto zemidlalo yidlalayo yekela lodoti owenzayo
Habo! Ngane yami shwe🤭
😂😂King Zoso imibuzo yakho
Aibo ntombo abakini bayakudinga hambekhaya bazokwamukela noma kunjalo akubona abakwenzenjena abanaqala
Ucc walimala.nasemqondweni udinga ikhanseling kumele.ngabe uyayisaba indoda
UZoso nkos yami akahlaliseki kuyazwela kuye kodwa usisi lutho akanandaba
😅😅😅😅😅😅 abanye kabashiyeli😅
Ncese mtaka mama kulungile
Ngosuku u 15 mncane,owani lowo 15...???
Angaz yin lo cc unamanga istory asihlangan
Omahotsha banje abanawo ngitsho amahloni
Hamba sisi uyohaya inkondlo shemu😂
Ngaze ngayidabukela lengane incane phela kodwa yenza into ebhedayo bobabili nje bayabheda
King zoso 😂😂 uyabuta bhut