Розмір відео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показувати елементи керування програвачем
Автоматичне відтворення
Автоповтор
Amazwi kaShaka Mnewethu
😂😂😂😂bayazibasa izincwadi🔥
"Ngeke nilibuse liyobuswa izinyoni zezulu" ..ngiyawa sola amazwi eLembe , kodwa phela angaz nami ngyafunisela njeh😢
Ngiyabonga ngombala wezinkomo ezibomvu.
Nami senginesikhathi ngiyisola le yesiqalekiso
Mpilonhle, Mpilonde mfokaNgwane!
impela ngeke kusalunga lutho, ukubhubha kwethu nj esekusele
Ubaba UCredo Mutwa wasisho isiqalekiso encwadini yakhe waze washo nokuthi JG Zuma umengameli wokugcina omnyama.
Iqiniso asihluphi ngokufunda sichitha iskhathi ko social media nokoma bonakude .
Matiwane sesiqalile siyizinja ezihlala eygangeni,sisemikhukhwini nasemalokishini futhi sizishaya isfuba ngalokho asiboni lutho olubi ngalokho...size siyaphakelwa njengencanga ama R350 futhi siyawathokozela...umuntu omnyama othunyelwe ukuthi akabulale abakubo abamnyama,ethunywe abelungu...kancane kancane ziyafezeka inhlelo zabamhlophe,akukhozwe esilibusayo lana,lisaphethwe yibo,akukho ncindezi esakhululeka kuyo lana kodwa sikuyo ehlukile futhi enkulu kunalena ye Apartheid.Angingageqi amagule angemuki
Ey Ngwane zihlabahlosile kakhulu izinkulumo zakho, umqondo neso ojule ngakhona ekubukeni izinto iyaluxukuza nakithi ugebhezi iphinde isivule namehlo okuqapha ezinye zezingqinamba esingasitholi isiluleko ngazo. Mkhulu umsebenzi wakho kuyikho ukt angisenalo ithemba kulesizukulwane esiyiso thina, ngibona ngathi singamadada uthela amanzi phezu kwemihlana. Abantu bakamumva bakholelwa ukt ukuze uphile kufuna ube nophacane.Usathinta indaba yengcanga eyasala enxiweni Ngwane, ngicela ukubuza, abanikazi bayo kungayiziphi izizathu ezenza bayishiye futhi bukuphi ubungozi bokuyishiya?
Amazwi kaShaka Mnewethu
😂😂😂😂bayazibasa izincwadi🔥
"Ngeke nilibuse liyobuswa izinyoni zezulu" ..ngiyawa sola amazwi eLembe , kodwa phela angaz nami ngyafunisela njeh😢
Ngiyabonga ngombala wezinkomo ezibomvu.
Nami senginesikhathi ngiyisola le yesiqalekiso
Mpilonhle, Mpilonde mfokaNgwane!
impela ngeke kusalunga lutho, ukubhubha kwethu nj esekusele
Ubaba UCredo Mutwa wasisho isiqalekiso encwadini yakhe waze washo nokuthi JG Zuma umengameli wokugcina omnyama.
Iqiniso asihluphi ngokufunda sichitha iskhathi ko social media nokoma bonakude .
Matiwane sesiqalile siyizinja ezihlala eygangeni,sisemikhukhwini nasemalokishini futhi sizishaya isfuba ngalokho asiboni lutho olubi ngalokho...size siyaphakelwa njengencanga ama R350 futhi siyawathokozela...umuntu omnyama othunyelwe ukuthi akabulale abakubo abamnyama,ethunywe abelungu...kancane kancane ziyafezeka inhlelo zabamhlophe,akukhozwe esilibusayo lana,lisaphethwe yibo,akukho ncindezi esakhululeka kuyo lana kodwa sikuyo ehlukile futhi enkulu kunalena ye Apartheid.Angingageqi amagule angemuki
Ey Ngwane zihlabahlosile kakhulu izinkulumo zakho, umqondo neso ojule ngakhona ekubukeni izinto iyaluxukuza nakithi ugebhezi iphinde isivule namehlo okuqapha ezinye zezingqinamba esingasitholi isiluleko ngazo. Mkhulu umsebenzi wakho kuyikho ukt angisenalo ithemba kulesizukulwane esiyiso thina, ngibona ngathi singamadada uthela amanzi phezu kwemihlana. Abantu bakamumva bakholelwa ukt ukuze uphile kufuna ube nophacane.
Usathinta indaba yengcanga eyasala enxiweni Ngwane, ngicela ukubuza, abanikazi bayo kungayiziphi izizathu ezenza bayishiye futhi bukuphi ubungozi bokuyishiya?