Asibibonge mkhulu my lecturer Amen 👏👏👏. Ngiyakuzwa khehla, manje kuvuka umbuzo lakimi ngemtwana ka mdal7 umvelunqangi nabogogo nomkhulu. Sizoyobeka kanjani indaba ye ndalo ka Nkulunkulu ngokwezwi lakhe ukuthi wadala izulu nomhlaba for 6days waphumula.ngosuku lweskhombisa waphumula walincwalisa wathi lolu wusukwa lwam lokuphumula kuyoyonke imisebenzi yam yokudala and ngalo lolusuku kumele thina nje nabantwana bakhe simkhonze ngalo sibenobudlelwane naye ngalo lelilanga silincwalise. So in actual fact izintsuku ziqu 6 zendalo sosebenza ngawo lamalanga bese siyaphimula ngosuku lomqhibelo okuka Jehovah umvelinqangi. Kindly share your knowledge on that ngoba mkhulu uzakahle mpela nolwazi olphilwe asiyikhulume nale khona abantu banqonde Balaji iqiniso ngoba lokukhonza nge Sunday kuze nenye imfundiso yabezizwe just like Easter, Christmas and velintine days. Let's equalize everything njengoba usivezele ukuthi kulonyaka kumele izinto Ibuyele endulo and konke esikhohliswe ngakho sikubuyise back simkhonze kahle umdali. Umkhulu wam wavela ephusheni wathi "wena uzokhulekisa abantu ubafunsise ngisuku olufanele lokukhonza uJehovah njengoba ngangizokwenza ngisaphila emhlabeni ngasengiya dlula emhlabeni"!!. Iyangihlupha lento mkhulu ngoba Mina ngiyayibona lento iyiqiniso Uma ngifunda izibhalo futhi ngikhuleka. Asingayigeji lendaba ijulile ihlangana kahle nobukhosi basezulwini Amen. Ningixolele ngokunweba but I wanted to be clear on this subject. Wumbuzo futhi yinkulumo engifisa siyivule senabe kuyo kabanzi I have a great feeling it will help a lot of us esibuya enkolweni sesifuna okuyiyona ndlela nabantu abadala no mvelinqangi. I love this Channel very much, Uma ngithola isibuso Somali I'd love to contribute somehow to Isolomoya TV I see a lot great change in human race nawe mkhulu. Kuqulwa matshe manje akhulume izindaba zezulu nezasemhlabeni ukuze sisinde kwinkohliso namanga🙌🙏 Amen.
Arcturians, Orions, Plaedians which are ALL constellations each have different forms of communication. So language is a literal Living Being because it was created. Izindlela zokuxhumana nalokho okusidalile ziningi okwenza amakhosi amaningi ngokuhluka kwawo 🙏🏾 Amen.
Ukuze ubone ukuthi sashaywa: a circle is 360 degrees and ngokufanayo the earth rotates in circular motion around the sun. BUT, one year which is a cycle, is 365 days, this 5 where does it come from? Iqiniso lithwetshulwa ngobukhoso obuhlanu over n over again.
Amen 🙏 🙏 this gift it's not easy the more mkhulu you teach it's come better to understand makhosi
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
🎉🎉🎉🎉🎉 siyabonga mkhulu
🙏🙏🙏🙏
🧜🏿♂️: Wholeness 🤲🏿
Siyabonga kakhulu kusifundziza mkhulu 🧙🏿♂️ futsi ujulile vele.
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
Babu 'Dlomo siyabonga ngemibuzo ejulilenjalo... Mkhulu angazingithi wow! 👏 👏 👏 makwande Khehla Amen
Siyabonga Mkhulu nethimba lakho. Sengivele ngacacelwa ngejazi lamandla. Makwande ngishoda ezinombolweni manje.
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
Kodwa khehla❤ soze sifike la sithunywe khona
Makwande njalo Mkhulu Mazibuko. Isphiwo sakho impela lesi Khehlalami!🙏👏🏾👏🏾👏🏾
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
Hhay mkhulu unzima!!!
Emakhosini Siyabonga
Amen koMkhulu bami abajulayo,sengifikile egubhini lokufunda
Amen Mkhulu ❤🎉
Its funny how uMkhulu is explaining everything ngayo yonke indlela ongay'cabanga.😂❤ S'yabonga Mkhulu... Onodlebe uzwile, onezindlebe kungene ngapha, kwaphuma ngapha😂
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
Yes babu Dlomo terrence Howard eba challenger kakhulu ngo 1x1 yiyokanye .... ngikuzwakahle Mkhulu, siyacela u part 2 🎉🎉🎉🎉
Amen Mkhulu 🙏
Mayikhule 🕯️
Hayi makhehla ngoku seni advanced, AMEN 🙏🏿🙏🏿
Asibibonge mkhulu my lecturer Amen 👏👏👏. Ngiyakuzwa khehla, manje kuvuka umbuzo lakimi ngemtwana ka mdal7 umvelunqangi nabogogo nomkhulu. Sizoyobeka kanjani indaba ye ndalo ka Nkulunkulu ngokwezwi lakhe ukuthi wadala izulu nomhlaba for 6days waphumula.ngosuku lweskhombisa waphumula walincwalisa wathi lolu wusukwa lwam lokuphumula kuyoyonke imisebenzi yam yokudala and ngalo lolusuku kumele thina nje nabantwana bakhe simkhonze ngalo sibenobudlelwane naye ngalo lelilanga silincwalise. So in actual fact izintsuku ziqu 6 zendalo sosebenza ngawo lamalanga bese siyaphimula ngosuku lomqhibelo okuka Jehovah umvelinqangi. Kindly share your knowledge on that ngoba mkhulu uzakahle mpela nolwazi olphilwe asiyikhulume nale khona abantu banqonde Balaji iqiniso ngoba lokukhonza nge Sunday kuze nenye imfundiso yabezizwe just like Easter, Christmas and velintine days. Let's equalize everything njengoba usivezele ukuthi kulonyaka kumele izinto Ibuyele endulo and konke esikhohliswe ngakho sikubuyise back simkhonze kahle umdali.
Umkhulu wam wavela ephusheni wathi "wena uzokhulekisa abantu ubafunsise ngisuku olufanele lokukhonza uJehovah njengoba ngangizokwenza ngisaphila emhlabeni ngasengiya dlula emhlabeni"!!. Iyangihlupha lento mkhulu ngoba Mina ngiyayibona lento iyiqiniso Uma ngifunda izibhalo futhi ngikhuleka. Asingayigeji lendaba ijulile ihlangana kahle nobukhosi basezulwini Amen. Ningixolele ngokunweba but I wanted to be clear on this subject. Wumbuzo futhi yinkulumo engifisa siyivule senabe kuyo kabanzi I have a great feeling it will help a lot of us esibuya enkolweni sesifuna okuyiyona ndlela nabantu abadala no mvelinqangi.
I love this Channel very much, Uma ngithola isibuso Somali I'd love to contribute somehow to Isolomoya TV I see a lot great change in human race nawe mkhulu. Kuqulwa matshe manje akhulume izindaba zezulu nezasemhlabeni ukuze sisinde kwinkohliso namanga🙌🙏 Amen.
AMANDLA KAMDALI WETHU SONKE UMOYA WEQINISO UKWEMBATHE NJALO UNKULUNKULU AKUBUSISE MAKABONGWE
Siyafunda mkhulu la
Arcturians, Orions, Plaedians which are ALL constellations each have different forms of communication. So language is a literal Living Being because it was created.
Izindlela zokuxhumana nalokho okusidalile ziningi okwenza amakhosi amaningi ngokuhluka kwawo 🙏🏾 Amen.
Wangihlanza intliziyo Mkhulu Mazibuko siyabonga Mkhulu ngolwazi
Amakhoosi awathwaselwa? Cela ukubuza wona kwenzakala kanjani?
Ijulile lenkulumo 😂❤
Seikhon mkhulu jula
Amen Mkhulu ngicela ukubuza I big 5 akuyona rhino, elephant, bafalo, lion, tiger so I giraffe ihlangene kanjani?
INDLULA MITHI AYINGENI KODWA NGEKE NGENZE IPHUTHA KUZE KUBE KABILI KUSHUKUTHI KUKHONA OKUFUNA INDLULA MITHI KULOMOYA NGOBA NAKUPHATHANANI NGIYIBALILE KUBIG5
Not for beginners 🤦♀️
Ukuze ubone ukuthi sashaywa: a circle is 360 degrees and ngokufanayo the earth rotates in circular motion around the sun. BUT, one year which is a cycle, is 365 days, this 5 where does it come from?
Iqiniso lithwetshulwa ngobukhoso obuhlanu over n over again.
Angivumi, kuwukuswela ulwazi lokhu akuchazayo uMkhulu. Owesifazane une-X chromosome. Wonke umuntu ubunjwa igazi likamama esiswini. Agcinwe emanzini kaNomkhubulwane for izinyanga eziwu 9. Umama ofundisa ingane konke ngempilo. Kungagcini lapho nonke menithomba nilala nesalukazi. Umhlaba umapeketwana nje ingoba nicindezele inzala bantu namakhosi ngoba nifuna ukuqhwakela nibe phezu kwabo. Indoda iyindoda ngomfazi nabantwana. Ngaphandle kwabo awilutho.
GOGO UBOJWAYELA UKULALELE KAHLE UJULE UNGAVELE UTHI USAZICABANGELA OKWAKHO BESE UYAPHIKISA ANGEKE UNGIZWE NGIKHULUMA (NGENZALO IMBEWU) OWESIFAZANE UYITHATHAPHI IMBEWU UMHLABATHI UYAFUKAMELA WUWE OKUSAMELE UFUNDISWE NGOBA AWAZI UVELE WAPHAWULA UBOVAMISA UKULINDA UZE UZWISISE KUQALA SIYATHOBEKA
ULAHLILE GOGO KUSAMELE USONDELE ESUZE NGIKUCACISELE NGOBA UZODUKA KAKHULU UMA UNGUMBUKELI WESO LOMOYA TV USAZOFUNDA KANCANE KANCANE ANGITHANDI MANIDUKA
@@zakheyenamazibukoNgibonga ukungiphendula. Ngicela ukubuza owesilisa mukhulu kanjani kowesifazane ekubeni ephuma kuye. Umhlaba umapeketwane nje ilengcindezolo yabesilisa abacabanga ukuthi bangaphezu kwabesifazane abaphuma kubo. Ngiyaphinda ngiyasho, akusilo iqiniso lokhu.
Akekho owesifazane ophuma ombabweni lowesilisa. Kodwa nonke niphuma kowesifazane. Asingcolile uma sisesikhathini ngoba yilo leligazi elibumba nina ezibelwetheni zethu. Owesilisa igalelo lakhe liba kakhulu kwigalelo lomfana nge Y-chromosome. Ekubeni umama i-dominant kuko bobabili. Ingasese lowesilisa liqale libe into yowesifazane ngaphambi kokuthi lidonseke ngaphandle kube induku. Kodwa kufana ncimishi kuhluke okukukhiqizayo. Abaqali bezwe kwakwabesifazane njengoba yonke into is feminine eg Mother Nature, oNomkhubulwane, uThingo LweNkosazane etc. Kungani zonke lezinto zazinobufazane ayekuphi amadoda. Ngiyaphinda ngiyabuza uma nibakhulu kungani ekukhuleni niphupha isalukazi kube yiso esinivula amehlo menithomba kungabi yini na. Owesilisa uye odinga owesifazane ngaphandle kwakhe nabantwana akayindoda. Ngibizeni ngizozihlayela bukhoma lokhu engikushoyo. Ngiyabonga 🙏
@@zakheyenamazibukoabaduke kakhulu kanti yibo abesilisa. Ngiyamhlonipha umhlonishwa ngifunda lukhulu kuye uyasazi impela isiZulu. Kodwa kweyomama cha angivumi, iningi lidukiswa izinkolelo abazithola komkhulu babo. Ekubeni iningi liyasha ngale ngenxa yayo lencindezelo abayenza kwinzala bantu. Owesilisa samubumbela ukuzovikela anakekele owesifazane. Hayi ukumucindezela. Akasoze abengaphezu kwentu aphuma kuyo, ngiyema lapho.
@@ntobzaduma8824 BADUKISWA YILOBU PHUKUPHUKU BABANTU BESIFAZANE BOKUFUNA UKUZENZA AMADODA