My son could not sleep ngabo 12 midnight for months now, I went to see ubaba Msimango on Saturday and gave me something, now my son sleeps like an angel, ngiyabonga yithi thi no Mkhulu. I also need to add that uMkhulu has helped me alot aswell in my business
Thokoza mkhulu , ngaphupha engath ngiya esontwen le'Zion and ngihlangane nomunye usis ame phamb Kwam and ugqoke izembatho mese ecelen kwam omunye mkhulu. Lo mkhulu anike lo sis ibhayi lengwe kodwa lo sis no mkhulu ababonaki kahle
Thokoza Mkhulu. I'm such an emotional person & short tempered as well. I dreamt of a blue njeti and an old lady giving me animal' skin. And I always dream of traveling on a long journey. What could this mean because I feel like I might need spiritual cleansing or something
Uma uphupha utshengiswa ikhandlela noma isembatho noma ibhayi kumele uhlole ukuthi kumele ukusebenzise kaniani. Uma kulikhandlela kumele uthole ukuthi ulikhanyisa Once or everyday, ebusuku or emini bebdade futhi ulikhanyisela endlini noma esigangeni noma emfuleni. it is not advisable to do or perform rituals you saw in dreams, ungazi ukuthi zichazani noma zimelel ini kuwe. HLOLA KUQALA
Okay, we'll one day re-do a video ngawo amabhayi kepha sike sawachaza on the visuals below 1. Dr Msimango eChaza amabhayi amandawe. ua-cam.com/video/4kZ-Rxjk5WE/v-deo.html 2. Amabhayi Explained In-Depth. ua-cam.com/video/zEaDcxfdej0/v-deo.html INkosi ithel'umusa
Thokoza mkhulu, ukuphapha umuntu omaziyo from university egqoke engwe maron with black dot & that person is not a sangoma telling you by June kumele uyothwasa by looking at you at your face and not saying anything, ethi uyazi angithi by kumele uyothwasa
My son could not sleep ngabo 12 midnight for months now, I went to see ubaba Msimango on Saturday and gave me something, now my son sleeps like an angel, ngiyabonga yithi thi no Mkhulu. I also need to add that uMkhulu has helped me alot aswell in my business
Oh wow! That's amazing.
Thanks for your testimony, Mr Xulu
may God bless you.
Can one please give me the address to Dr msimango please
Hayi abanye benza ibusiness ngokuhlola ngabona bayingozi nje
Thokoza mkhulu , ngaphupha engath ngiya esontwen le'Zion and ngihlangane nomunye usis ame phamb Kwam and ugqoke izembatho mese ecelen kwam omunye mkhulu. Lo mkhulu anike lo sis ibhayi lengwe kodwa lo sis no mkhulu ababonaki kahle
Thokozani boMkhulu this what happened kimi, ngyathokoza ngolwazi olujulile👏👏
Thanks to you too, Sandiswa.
Thokozo Pastor nomkhulu siyabonga ngolwazi
Thanks Vanitha
INKosi ikulonde
Thokoza Mkhulu,
This has helped me so much.
Thanks Nomakhwezi
Uma usizakele
Inkosi ikulonde njalo
Your contacts please, I want to hear clearly candles especially the red n white,, like exactly as you were trying to explain about them.
Thokoza mkhulu, I had a dream where I pick that ingwe cloth inside water
Ngicela ukubuza if kuzothiwa abadala bakubonisa amakhandlela mhlambe amhlophe kusho ukuthi iwona okumele usuke uwasebenzise mawukhuleka
Thokoza Dr Msimango! Ngiphuphe ibhayi lebhubesi ngilinikwa umuntu ebengimazi ephephweni.
Mangizwa ukhuluma ngamakhandlela, sengisaba nokuwasebenzisa, ngicele incazelo. Ngingenzani ngoba ayibhekani nasekhaya, indinda nje kimi.
Can you please call him on 082 364 5616
uzokucacisela kahle.
Inkosi ithel'umusa
Sibonge Pastor please next time nenze I video nge bhayi elimhlophe le bhubesi
thanks for making suggestions
sizokhuluma ngalo ibhayi
INkosi ithel'umusa
Amen Passta weNingi
Bengifisa mhlambe ngabe uDokotela wenabile ngokuphupha ibhayi lengwe and awakhombe mhlambe njoba nawo ehlukile ngemibala then nencazelo iyohluka angazi nami.
Otherwise sikhanyiselekile kwiTopic yesbili
Thanks Minenhle.
sizozama ukuthi sibuye sicghaze kugqame kahle ngokuzayo
Yah neh 😢
@NufliqOnline please mkhulu 👏
Sacela kewuthi ukulula amavideo wakho. Enye into sacela ubuze ubab Msimango ukuthi yini amabutho enzani.
thanks sizowalula ngokuhamba kwesikhathi.
sizombuza uDr Msimango asichazele ngawo amabutho
INKosi ikulonde ngane yakwethu
Nakhu ngiphuphe izingwe ezimhlophe embili ziphila ngingijaha. Ngabe kusho ukuthini
Beng SA gcela ukubuza nge bhayi le ngwe le yellow lisho ukuthini
Amabhayi la umkhulu a khuluma ngawo thina asi wa boni. Please repeat the recording and show Amabhayi.
Okay, sizokwenze njalo, ngane yakwethu.
but on the visuals below siwachazile amabhayi nakhona
1. Dr Msimango eChaza amabhayi amandawe.
ua-cam.com/video/4kZ-Rxjk5WE/v-deo.html
2. Amabhayi Explained In-Depth.
ua-cam.com/video/zEaDcxfdej0/v-deo.html
INkosi ithel'umusa
Thokoza mkhulu👏👏
Thanks, Sthe.
be blessed
Mkhulu I try to phatla but they don't say ..after ten days I see mong wa metsi ka bo ene a tlisa mabogo
Thokoza Mkhulu. I'm such an emotional person & short tempered as well. I dreamt of a blue njeti and an old lady giving me animal' skin. And I always dream of traveling on a long journey. What could this mean because I feel like I might need spiritual cleansing or something
Please call Dr Msimango
for clarity on this matter
082 364 5616
May God lead you to someone who's going to help you.
INkosi ithel'umusa
Thokoza Mkhulu lichazini ibhayi Eli red white and black line bhubesi neli blue white and black line smoll elephant thokoza Mkhulu
Thokoza mkhulu mina ngicela ukubuza ujazi oyellow umele ini
ibhayi lengwe ngyaliphupha kakhulu mkhulu
Okay Delisile,
you just haver to find out ukuthi imaphi lamandla akwembethe.
INKOSI ikulonde
Mina ngicela ukwazi ukuthi kuchazani uma umuntu ekupha ukhiya
1. UKUPHUPHA UKHIYE
a. Uma uphupha ubona noma uphiwa ukhiye wemoto noma owendlu; wuphawu oluhle - oluvame ukusho inhlanhla nesibusiso esizokwembatha kungekudala.
Thokoza Mkhulu
Ngiyayizwa incazelo zakho
Thanks Gugulethu
INkosi ikubusise
Plz Mkhulu yithi yithi inumber yakho
0764166991
Mina ngyalisebenzisa ikhadlela eli blue After ngaliphupha angazi noma ngi Wrong yin lapho
Uma uphupha utshengiswa ikhandlela
noma isembatho noma ibhayi kumele
uhlole ukuthi kumele ukusebenzise
kaniani.
Uma kulikhandlela kumele uthole ukuthi
ulikhanyisa Once or everyday, ebusuku
or emini bebdade futhi ulikhanyisela
endlini noma esigangeni noma emfuleni.
it is not advisable to do or perform rituals
you saw in dreams, ungazi ukuthi zichazani
noma zimelel ini kuwe. HLOLA KUQALA
Kusho ukuthini ukuphupha imoto yami iphuke iwindscreen
1. UKUPHUPHA I-WINDSHILED IFILE
a. Uma uphupha i-windshield iphihlikile; wuphawu olungakhombisa ukungqubuzana noma ubunzima obhekene nabo obenza ukuthi kubenzima ukuzotha nokuthatha izinqumo eziphusile empilweni.
b. Futhi kungasho ukungavikeleki nokuba sengcupheni noma ukungabi nengasese.
Udokotela uyawakhomba amabhayi kodwa thina asiboni lutho
Okay, we'll one day re-do a video ngawo amabhayi
kepha sike sawachaza on the visuals below
1. Dr Msimango eChaza amabhayi amandawe.
ua-cam.com/video/4kZ-Rxjk5WE/v-deo.html
2. Amabhayi Explained In-Depth.
ua-cam.com/video/zEaDcxfdej0/v-deo.html
INkosi ithel'umusa
Yah neh 😢akasho ukuthi amanono or ubugedla!!!🤦♂️
pastor ngiphuphe ngidla inyama ebomvu engakavuthwa emnandi ngabe kusho ukuthini lokho?
😵😵Idliso
1. UKUPHUPHA INYAMA
b. Uma uphupha kunomuntu okunika inyama engaphekiwe; wuphawu olubi futhi olusho ukuthi imbangi noma umgcaki kwezothando ukumi kabi ngomuthi.
a. Futhi uma uphupha udla inyama evuthiwe noma eluhlaza; wuphawu olubi olusho isidliso osuke ufakwa sona abathakathi ulele.
that's truePearl N, idliso.
INkosi ithel'umusa
Thokoza. Ngicela ukubuza ukuthi ukuphupha kuwusuku lwakho lokuzalwa kuchazani
1. UKUPHUPHA USUKU LOKUZALWA
a. Uma uphupha ugubha usuku lokuzalwa; wuphawu oluhle - olubikezela isikhathi esihle empilweni yakho noma olukwazisa ukuthi uzojabulela isikhathi sempilo enhle nokuphila okungenazihibe noma kusho ukuthi wena noma omunye umuntu uzoba nenhlanhla.
Sawubona Pastor. Kusho ukuthini ukuphupha ugogo wakho ophilayo egula kakhulu sekungathi uzoshona??
2. Ukuphupha wena no ma wakho nixabana ningazwani?
1. UKUPHUPHA UMUNTU EGULA
a. Uma uphupha ugogo wakho egulela ukufa; wuphawu olusuke luchaza ukuthi angeke ube namandla okushinstha isimo obhekene naso noma ozobhekana nanso.
b. Futhi uma uphupha umuntu egulayo eshona kusho ukuthi uzolulama maduze.
2. UKUPHUPHA UXABANA NOMAMA WAKHO
a. Uma uphupha uxabana nomama wakho; wuphawu olusuke luchaza ukithi kumele nilungise isimo kukhona izimfihlo phakathi kwenu nobabili - kusho ukuthi kunemfihlo ebucayi akufihlele yona okufanele akutshele ngayo ongayazi.
Thokoza mkhulu, ukuphapha umuntu omaziyo from university egqoke engwe maron with black dot & that person is not a sangoma telling you by June kumele uyothwasa by looking at you at your face and not saying anything, ethi uyazi angithi by kumele uyothwasa