Khwelebhasini Majola
Вставка
- Опубліковано 10 лют 2025
- Igama lakhe uKhwelebhasini Musawenkosi Majola waseNdondwane kwesakwaCebekhulu eMpangeni kwelakithi umkhaya wami lona,elesidlaliso lasemakhaya igama besimbiza ngoVovoh.Udlule emhlabeni sebathutha kwesakwaCebekhulu sebakhe eMacekane eBathenjini.Waqala ukukhipha i CD ngo2009 elisihloko sithi Nkosi Ngibheke.Lensizwa yadlula emhlabeni mhlaka 31 August 2014 emva kokugula isikhashana ikhala ngezinhlungu esifubeni.Okubuhlungu kakhulu emoyeni wami ngayo,yadlula emhlabeni sisahlela ukwenza I festival yaminyaka yonke yabaculi bakamasikandi baseMpangeni namaphethelo.Sengathi umoya wakhe ungaphumula ngokuthula.
more of khwelebhasini please.....lots of love..... nguyfela ngomculo wale nsizwa noma ingasekho emhlabeni ......may his soul rest in peace.....
Buya syakukhumbula kwela mft😭😭😭🌹
Akekho oyofana nokhwela👍
Ewuu nakulonyaka ka 2022 ngisakhala ngawe Bhasini mkhaya ,ngiyafisa ukwazi ukube usekhona ngabe usuvimbanise kanjani emculweni sengisho phel alona osumakhosi-khosi.Lala uphumule mfokaMAJOLA.
2025 who is here
Awuuuu madoda mfoka majolica zohamba izinsizwa kosala izibongo
Kohamba izinsizwa kosala izibongo
Shweeeele kwavele kwathi aguqe ngthandaze mayeee🎉🎉🎉💃💃💃💃💃💃❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️
Last year ngamangala kuts khwelebhasin wafa. I cried bcoz ngtsamtsandza kakhulu. RIP mfo wayibeka induku ebandla
Mina lami ngamangala mangingena kutube ngibona amacoment rip utshone emncane lobhud lala ngoxolo from zimbabwe komthwakazi
Iqhawekimleli umhlabakawnoni bonakele sithole
Zolala izinsizwa madoda zosala izibongo ai kulungile
Wayidlala kamnandi nkabi big up❤
Kyothiwani ngalokufa syohlezi sikkhumbula Cingwane lalangokthula
Zolala izinsizwa kosala izibotho ngempela
Ayahamba maqhawe kosala izibongo yayishala lendoda
Kodwa kufaa!! Luphi udonsi lwakho ai ngabe kujuluke phansi manje
Hamba , Angsenandaba nawe .... Awunghloniphi .... Mina sengyakhothama ke manje , Sengiyitholile inkosi kamaskandi
Auu kodwa kufa unomana ....lala qhawe lam mfoka majola
Mhlaba awunoni ngo Mfoka majola ngisakhala ngale nsizwa
Yah sizokukhumbula mfethu ngomculo wakho omnamdi
Ziyohamba iynsizwa
Mfoka wakithi kohleze kunezikhalo
Kodwa ke akuphikwe nkani.
Oyofana nawe akekho lala qhawe udlalile
Rest in peace ugibela kanjani ebhasini ungana ticket khuphuka lapho 😂🙌👌
Zolala insizwa zosala ibongo
kufa uyinuku Ngikhale njalo ngalensizwa
May his soul rest in peace bhasini
Rest easy madala
Iinkumbulo zolhala zikho mfo kaMajola
Eish bafethu
Nalapho khona mfowe2 ngyathemba moya wkho uyaphila
iKokstad iyakuvuma Mfo ka Majola ,umsebenzi wakho muhle
siyamthanda gwanya ne Newcastle
Ey ukufa kodwa ngomfo ka majola😭😭😭😭
Lalangoku thula Bhudi
2024❤
Mfoka majola rest in peace
Yinkunzi uMajola
Ngiyakhala ngalo mbhem ,ubeyiNgwenya kwezika Maskandi,down to earth Person,kufa akwujwayeleki
Ukube ukufa kunezindlebe ngabe siyakhuza
Isitya esihle asidleli ulale ngoxolo simonyo sohlala sikukhumbula ngomculo wakho
Lala ngokuthula nkabi
Kwakuyili gagu eli ey kufa
Memory
Memory
Memory
♥️💐🕊️
hhawu suka madoda sokukhumbula njalo mfanakity
Rest in peace
Zahamba iintsizwa kwasala isibongo
Awu ,awu kufa lezonsimbi
💃💃💃💃👏
Le video ibicashephi ngize ngibone late kangaka
Hay siyefana nami ngimangele impela
Ngiyasola lokufa kuyabazuma labafana. Ukube bebazi ukuthi kuzobathatha bebezozilwela. Mhlaba kawunoni
Ngayithola kwenye insizwa yakubo kwakhe
Kodwa kufa ulinuku
ulal ngoxol kwelebhasin siyokhumbula njalo
Awu kodwa somandla shwele nkosiyami laphalaza Cream likaKhwelebhasini kulungile lala Qhawe lami Majub'adlukhethe siyakhumbula Ndoda
kaz kwenzakalan ngalentwana??
Isiyashiya emhlabeni
Igama lengoma 2?
Ngiyi Stress
rip
Ziyolala izinsizwa kuyosala izibotho😔🚮