Why sidumisa ngeSABATHA_Sunday worship Vs. ISabatha

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 1 лют 2025

КОМЕНТАРІ • 23

  • @phumlanidludla9633
    @phumlanidludla9633 4 роки тому +4

    Ey syazdinga inxoxo ezinjena mtanoNyazi nqondo zabantu zathunjwa Shembe kade afika kabonwa Bantu balibele zinganekwane zakwajuda

  • @xolanihlongwa2438
    @xolanihlongwa2438 4 роки тому +7

    Mina bengizocela kesiyeke ukuthi uMarch 10 uKhisimuzi wamaNazaretha ngoba leyonto ayihlangene nalolusuku oluyi anniversary kithi.Lojhu ukuthi uKhisimuzi kuyinhlamba kity

  • @shwashwabede7497
    @shwashwabede7497 3 роки тому +1

    Yah The man is humble an scholarly... I wish Nkulunkulu kaShembe angawandisa lomoya wokukhuluma into eqondile... Hhayi indaba yezimanga ngoba ibandla limedane likhule nokhula kugcwale abantu abakhulu ngeminyaka koda ulwazi dololo ngalo Nkulunkulu owayebize uBabamkhulu eNhlangakazi (ukuthula makube kuye )

  • @khethombonambi6458
    @khethombonambi6458 2 роки тому +1

    Ngicela ukunezela nje kulokho MtakaShembe. Into ekuthiwa iChristianity ayikho ezulwini Khona inkolo uBunazaretha kuphela. I christianity esuka eRome idumisa ngeSonto futhi ama Rome angamafinder obuKrestu. Ngehlele ngezansi ngithi Dumisani UShembe amen

  • @thembazwane9562
    @thembazwane9562 4 роки тому +6

    Ezinye zezizathu ezenza ukuthi simlandele simkholwe u Shembe. Ekuqaleni ngu Shembe kanjalo nasekugcineni ngu Shembe.

  • @mthethelelimchunu8989
    @mthethelelimchunu8989 4 роки тому +5

    🙌🙌🙌 Very informative

  • @mthangoe
    @mthangoe 3 роки тому +1

    Qiniso lelo alikho elinye iqiniso elidlula lelo. Siyabonga bhut

  • @mlulekinjapha
    @mlulekinjapha 4 роки тому +2

    I clear tata, sesilinde ingxenye elandelayo

  • @seipatticlericeofficial9112
    @seipatticlericeofficial9112 4 роки тому +5

    Hay kuningi okusamele kukhulunywe ngoShembe ,it clear ukuthi iBible lizimoshile izinqgondo zabantu abamnyama.Shembe uNkulunkulu akadinge kufaniswa coz we have researched that Bible was introduced to us as a weapon to take over our land and alikhulumi ngombuso kaJehova at all.

    • @seipatticlericeofficial9112
      @seipatticlericeofficial9112 4 роки тому

      Inkinga awulaleli, la ngikhuluma ngeBible hhay uShembe. Ngithi mina uShembe akafaniswa namuntu eBible, Mkhulu yena ngokwakhe so uthin manje ?

  • @jabulaninkosi7185
    @jabulaninkosi7185 4 роки тому +2

    Thank you, God bless you. Please do send more.

  • @kopanolesaoana9574
    @kopanolesaoana9574 4 роки тому +2

    Shembe is the way Amen.

  • @mthulisenicele886
    @mthulisenicele886 4 роки тому +2

    Ngiyayithanda lendaba ngyafisa ukuba nayo ngingenzenjani

  • @stylerkakhulu
    @stylerkakhulu 4 роки тому +1

    🌞🙏🏾🇿🇦

  • @seipatticlericeofficial9112
    @seipatticlericeofficial9112 4 роки тому +2

    Research and priech 💔💔

  • @bakithigwala8135
    @bakithigwala8135 3 роки тому

    INkosi ikubusise Nceku yeNkosi

  • @simonbuthelezi7765
    @simonbuthelezi7765 3 роки тому

    Jesus has no colour , he is the spirit

    • @EBuhleniIsezulwiniLethu
      @EBuhleniIsezulwiniLethu  3 роки тому +1

      So they killed a spirit? as that what you are trying to say?

    • @simonbuthelezi7765
      @simonbuthelezi7765 3 роки тому

      the bible clarifies this, he gave up the spirit, this refers to the body, which housed the spirit, Jesus cannot be flesh.

    • @mxolisisiphe7009
      @mxolisisiphe7009 3 роки тому

      idiot jesus is flesh but christ is spirit

    • @simonbuthelezi7765
      @simonbuthelezi7765 3 роки тому

      @@mxolisisiphe7009 Those who are idiots always think others are like them. I forgive you, God loves you., be blessed my brother.