Розмір відео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показувати елементи керування програвачем
Автоматичне відтворення
Автоповтор
🔥🔥🔥 uyayidlala iNgoma
Haibo bhuti waze wangikhalisa ufana no Mtshengiseni bengicela ukubuza ukut uyingane yakhe yini😢😢 muhle umsebenzi wakho ngikufisela inqubekela phambili
nkunzi iyayidlala ingoma usikhumbuza indidane kodwa ungajahi impi akube impi ejaha wena emculweni
Uyashaya nkunzi umnculo ukhona la kuwe, sicela nje ungalwi nabantu ukuze sikweseke kahle thina esingenawo umona. Muhle umsebenzi wakho qina engomeni, ngiwuthandile umculo wakho and ngizoyithenga I album yakho.
ngyancoma bafo, ukhulile ngizwa ndlela ophawula ngayo, ukuba bonke abalandel banjengawe ngabe kuhle
Madoda chomani ngamakhonenu ayi ngawabanye sukani mani
Ngiyakweseka! Uyibeke kahle kakhulu
Nje phantsi ngempi
Kusandidanyana lokhu yaz😂😂😂😂😂🎉🎉🎉🎉😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂ayi eizokuthanda Mahlobo
Ebusweni uyafana
ukuphi lomuntu bafoweth aqhubeke ngomsebenz Kade eyidlala kahle nje 😳
Ingane yakhe le ngqo😂😂😂❤
Up lapho Ndidane encani sukaaa
uvukile Mtshengiseni Gcwensa lana loooolz bazithupha ziyegwayini nalomfo.
ngyakseka mahlobo, mpangazitha ibambe lapho ulvusil iqhawe lethu s'yabonga ntombela👌
Khuphuka lapho ❤❤❤❤
Ntombela, mahlobo, mpangazitha, dlukula, malandela 🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌ngyakuzwa Mina
what a voice ay bo inkinga isezwini la ushuni yiwo kodwa akuke kushaywe ingoma bo sesikhathele imtalabho
Oh wahamba ndidane sebeyazenzela nje ngaphansi kwegama lakho...lala kahle Dilizimbewu
wamubi umuntu ngath Iqhawe lam selaziphumulela(looooolz)
looool wenja lol
Awukubon mfo😂😂😂
Uyazi uyakwazi ukumlingisa.... Ivukile indidane LA...
Isikhwama esiyellow singikhumbuza indidane yesizwe , khula mfowethu , mawungapheli loshuni
U nice loshuni. Aw Zintsizwa.
hhay dlalile nkunzi....ndidane shuni yashaya eish
Ay Mathambo eNdidane vuka uzkhulumele, phela lokhu kubi ngathi itshwele lika mamkhwanazi.
lol, uyayibona lenunu... Impela iNdidane uqobo lwayo
aaayyyy lalela lengoma edlala mase ekhuluma lomfo aaayyy bass nje nesigqi eseqhawe lam.....aaaaaayyyy mtshengiseni ungaphakathi kulendoda uhamba nedlozi lethu lomfana....Shaya mfana shaya koda yeka kugadla shaya ngoma wena thina singabakho...
❤❤❤❤Dankie Ndidane eNcane😂😂🎶🎶🎶🎶🙏🙏❤️
Ngiyakhuza njalo @Amashinga Music anisabashayi nibakhiphe I dust yeminyaka
Hayi bo we mashinga productions..Kwase kwathulakala nge album etsha ysma hlobo amahle ..phela bayagxoba labo bhuti...izanini etsha
Yaz kunini silindile
Awuqhubeke u tune wendidane.viva ngendidane kazi bewu kuphi
umfwethu udlala ushuni wendidane ngoba eyithanda, manje nimuthukelani bakithi ngoba akukho okubi akwenzile, qhubeka bhungu sizokweseka. nomgqumeni bakhona abawushaya ushuni wakhe kwangashiwo lutho nje. khulani bafwethu.
Yenza kahle lensizwa iw'phushe loshuni into ebheda kuyo ukut iyozifaka kwengahlangene nakho njengoba ikhuluma ngoPosto noStayela wayenza njengaye kodwa kunamhlanje akuzwakali lutho ngaye and uPotso noma engaphuma kumageza zikhona ezeNdidane and angaz yin ay'banga noPotso ngoba akaculi ushuni wamageza wazenzela ngendlela yakhe
Nginawe lapho there is nothing wrong with loving someone way of sing and play.big up bhuti,thina abeNdidane sizokweseka
wooow wangase ungavuka ndidane ubone umzila wako oh madoda kuyacaca lapo indidane ibihambe khona
Bundimandenyana kodwa kuyadotsa ingoma Shaya mfethu
Lesisikhwama osiphethe sasiphathwa iqhawe lami njalo Ischomachomane weStayela...
Lo Bass osho ngemuva sukaaaaaaa
uyavutha umasikandi ngizhlala nginithanda ngiya in support njalo
Kkkkkk uyindidane mfowetu awu wazewafana naye yooo
uyilahle ngokugadla u Potso/ukubhinqa u Potsokanti ucula kahle kodwa. bengingathi mina hoxisa lamazwi abhinqayo ukuze uzothola I support.
Sandile Dladla isingqi ngiyasvuma kodwa ugadle kabi mfanooo
Hlala unguwe bhuti suzama ukuzenza omnye umntu we know uMtshengiseni may his soul RIP(Gcabashe)
Ngithanda umculo wakho mfwethu ukhumbuza indidane ngiyabonga
Lol yazi lengoma yalenyoni ayizibeki. I hate that I love it 😂😥
Ushilo ukuthi uzondizela phezulu kungekudala
Fusegi kati uyadakwa ....ufika njeeer
Hai uyayenza into yakho
ey yayshaya lent...Ndidane shun...woooosh
Mabakhiphe i-album siyizwe,siyathanda ungapheli loshuni wendidane
amahlobo amahlooooooowwww ,,, Scala imthathe I down town
nu
Ngyathanda lapho qhubeka nkunzi umsebenzi wakho uyancomeka.
Akubenjalo lapho e newcastle ngyabonga mina
Noma Noma Noma Noma Noma kungezekani upotso ngowethu saphiwa ngamandlozi amageza amahle ngeke lisalunga lina yikho sisithi kkkkkkkkkkkk futhi upotso ubusisiwe ngokuthadwa yithi abalandeli bendidane beqiniso sisuka kunde lamageza thina khululeka potso sikhona bathathe wena uzithulele nje mfana we ndidane @ potso
Yes yes yes yes
kanti kunjani ezweni madoda,baningi bayeza abazozenza iqhawe
Ewu yagadla lensizwa madoda, ngeke ngisho nokuthi ifika nje ngoba egathi ISAZOFIKA OKUNGENASIQINISEKO KHONA...
Khuphuka Stayela ilapho Nkunzi
Ayi mfokaNtombela ugijima phekwawo ngco loshuni kadiliza... uwushaya ukwedlula bonke
futh akanabhadi u potso..konke okzama ushuni wendidane kyakotela nje kuye.......wathefuuuula ndoda
Lensizwa ingikhumbuza indidane
Ushuni uwubambe ngakho bafo into onyomfe ngayo ukuzenza umuntu ongesiye be your self bese ucula ke mawenze kanjalo ngeke belwe nawe abalandeli bamageza
kusaMtshengiseni bandla lokhu wepeeee!!!!
Hayi styela wayenzima kdw ke itshuni weqhawe ngeke bawumele khona u pontso uzoba mbonya
Ngoba vele osomathuba yinto ekhona😂😂
Mina anginankinga ngoshuni but inkinga yami isekutheni abafana abaqophe ezabo izingoma ngoba siyazazi lezi zendidane. Ekebebukele KuMzwakhile laphe eNtili
Awu Awu umona phantsi,indidane yayiqhawe cula mfethu into ibukwa komunye umuntu.
Kungani ethuka amageza uma emgumlandeli wendidane lenja upotso uhluka ngani Ku mtshengiseni
Le ndoda yath ibuyile😂😂😂 kant Ike yacula yini before???
yashaya lomjita and yes ufana nendidane straight
Cishe ngati indidane uqobo
Ayikho into esizokuseka yona yenza ikwakho uyeke into zabantu noma ushaya ushuni musa ukukopisha phela
Ayikho lento yakho bengithi usakhuluma into esile suyabheda kant akeniyeke indidane iphumule nxaaa iscefe lento yenu akenenze into yenu zokutshela ke Mina angesabe lutho ngumfoka nxele
plz upload your songs mfoka ntombela, uyayenza lento ngiyakuzwa mina
Ngchazwa voice yalendoda ai
Ngavele ngakhumbula uqhosha ngokwenzakwakhe yz sethi ayangidida
Engage bazothini ngoba ucula ngephimbo lapho Khula Mkhulu
Ishaya mzala wam
yini kele kufunani emzini wama geza thina sashanya iyisizwa zangempela
Ndidanoooi
asibonge ivukile indidane
udlala kamnandii nsizwaa khuphuka
Wow wow wow
Sawubona mfokakhanyile amfana qhubenjalo ngaloshuni wedidane uyasinjabulisa uvele ungikhumbuze ididane eyakhigoma schomane uphumelele konke okufisayo uthixo akuphumelelise
Aààaaaàà ngaphelelwa🤔🤔🤔🤔
Sikwethulela isgcoko nsizwayakithi ungasinaki thina esinomona ayikho into yomuntu into yomuntu ngesesandleni
Amavukane asemaningi ayangidida, kusa ndidane lokhu
Ufika nje usuyimpi
Imnandi into eculwa apha qiniseka ndoda ungadinwa
omahlalemzin yabant uyeyisa ntombela angth naw uyakopela uthath ingoma zabant awenzintoyakh ndod uhlukan no potso
Yena ungumacula izinto zabantu and uzama ngakhokonke ukuba uGcwensa kanti uPotso akafunanga ukuba yimpoqabulungu wavesane wacula owakhe ushuni ai ukut ezenze I fake yeNdidane
Ubhasobhe ungashabalali njengo stayela wendoda uzima loshuni uyakhulumisa
Kade yafika lensizwa kuloshuni neNdidane iyayazi uStayela musha kakhulu
awugiphe ingoma zayo ezindala
Uyaphapha nomlomo ngath isbindi hlukana no pontso cula
yonk legenge edubula ibhekise ngase magezeni ngeke iphumelele sdalo
Ucula kahle bhuti kodwa niyakuthanda ukulingisa mina ngithanda umculo wakho hayi oka.Mtshengise
Pho awusamfowabo wendidane wena
Qhubeka mfana ushayintsizwa indidane yabantu yayngena mona , baqhoshubala nje , ngushuni wendidane ke lo hay laba
ndiyekuva ntsinzwa
Ngeke uze wajija inwele uzama ama dreadlocks wendidane nobhaka wakhe angazama ngeke asvale iskala sikangcwentsa
awusoze waba wuye but aiih cha uyasho mfana uyacula ke impela
Uzithathaphi izitha ufika emculweni
AWUME NGIGCOBE LENKUNZ YAKWA NTOMBELA........JIKELELE KE LO KULO SHUNI BESE ELANYWA NGU STAYELA
Sihle Mazibuko ayii uyaphi stayela lombhemu yayishaya ingoma
akenimyeke bandla ucula kahle umonaphans.
Mina Mlandeli we Ndidane ngyayidinga le cd ya Ntombela manje number zakhe angeni mangifonela...itholakalaph cd boooo sizani bozakwethu
Ungumlandeni ka mtshengiseni not ka khuzani mana one ndawo wena thabang Goodman uzocina subheda
Loooolz @mfoka Dube u Khuba ngimthandiswa ukuth wayehamba neqhawe lam lisaphila laze lashona so ngeke yeke kumthanda
Ushuni yiwona mpela kodwa ke hlukana nopotso
uthatha ama -chance lomfana webhaca akakhiphe elinye i-cd
UKUTHI AWUSIYO KOdwa nicishe nafana
akekho umuntu othanda indidane athuke amageza lo POTSO phela upotso lo mtshengiseni bahluka njani vele
Kusandidane lokhu,ushuni wesichomane
Ewuuuuuuu nale futhi cyi Ndidane kkkkkkkkkkkk nxxxxx omaqinefika ewiiiu uzakahle khona noshuni weqhawe lami koda cha ugadle kabi mtakamah
Khula ndola yerry siyandiphambanisa esingqi sakho
Ai uyashaya ntsizwa kodwa ke siyekeseNdidane style yizanesakho ntsizwa
Yesesi ugcwensa evuka loh
Ivukane ke leli
Soze wafana .nendidane wena shlama zama kuzenza iNdidane khohlwa 😕😕😕
Ha ibuyile indidane
lingisa wangempela
🔥🔥🔥 uyayidlala iNgoma
Haibo bhuti waze wangikhalisa ufana no Mtshengiseni bengicela ukubuza ukut uyingane yakhe yini😢😢 muhle umsebenzi wakho ngikufisela inqubekela phambili
nkunzi iyayidlala ingoma usikhumbuza indidane kodwa ungajahi impi akube impi ejaha wena emculweni
Uyashaya nkunzi umnculo ukhona la kuwe, sicela nje ungalwi nabantu ukuze sikweseke kahle thina esingenawo umona. Muhle umsebenzi wakho qina engomeni, ngiwuthandile umculo wakho and ngizoyithenga I album yakho.
ngyancoma bafo, ukhulile ngizwa ndlela ophawula ngayo, ukuba bonke abalandel banjengawe ngabe kuhle
Madoda chomani ngamakhonenu ayi ngawabanye sukani mani
Ngiyakweseka! Uyibeke kahle kakhulu
Nje phantsi ngempi
Kusandidanyana lokhu yaz😂😂😂😂😂🎉🎉🎉🎉😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂ayi eizokuthanda Mahlobo
Ebusweni uyafana
ukuphi lomuntu bafoweth aqhubeke ngomsebenz Kade eyidlala kahle nje 😳
Ingane yakhe le ngqo😂😂😂❤
Up lapho Ndidane encani sukaaa
uvukile Mtshengiseni Gcwensa lana loooolz bazithupha ziyegwayini nalomfo.
ngyakseka mahlobo, mpangazitha ibambe lapho ulvusil iqhawe lethu s'yabonga ntombela👌
Khuphuka lapho ❤❤❤❤
Ntombela, mahlobo, mpangazitha, dlukula, malandela 🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌ngyakuzwa Mina
what a voice ay bo inkinga isezwini la ushuni yiwo kodwa akuke kushaywe ingoma bo sesikhathele imtalabho
Oh wahamba ndidane sebeyazenzela nje ngaphansi kwegama lakho...lala kahle Dilizimbewu
wamubi umuntu ngath Iqhawe lam selaziphumulela(looooolz)
looool wenja lol
Awukubon mfo😂😂😂
Uyazi uyakwazi ukumlingisa.... Ivukile indidane LA...
Isikhwama esiyellow singikhumbuza indidane yesizwe , khula mfowethu , mawungapheli loshuni
U nice loshuni. Aw Zintsizwa.
hhay dlalile nkunzi....ndidane shuni yashaya eish
Ay Mathambo eNdidane vuka uzkhulumele, phela lokhu kubi ngathi itshwele lika mamkhwanazi.
lol, uyayibona lenunu... Impela iNdidane uqobo lwayo
aaayyyy lalela lengoma edlala mase ekhuluma lomfo aaayyy bass nje nesigqi eseqhawe lam.....aaaaaayyyy mtshengiseni ungaphakathi kulendoda uhamba nedlozi lethu lomfana....Shaya mfana shaya koda yeka kugadla shaya ngoma wena thina singabakho...
❤❤❤❤Dankie Ndidane eNcane😂😂🎶🎶🎶🎶🙏🙏❤️
Ngiyakhuza njalo @Amashinga Music anisabashayi nibakhiphe I dust yeminyaka
Hayi bo we mashinga productions..
Kwase kwathulakala nge album etsha ysma hlobo amahle ..phela bayagxoba labo bhuti...izanini etsha
Yaz kunini silindile
Awuqhubeke u tune wendidane.viva ngendidane kazi bewu kuphi
umfwethu udlala ushuni wendidane ngoba eyithanda, manje nimuthukelani bakithi ngoba akukho okubi akwenzile, qhubeka bhungu sizokweseka. nomgqumeni bakhona abawushaya ushuni wakhe kwangashiwo lutho nje. khulani bafwethu.
Yenza kahle lensizwa iw'phushe loshuni into ebheda kuyo ukut iyozifaka kwengahlangene nakho njengoba ikhuluma ngoPosto noStayela wayenza njengaye kodwa kunamhlanje akuzwakali lutho ngaye and uPotso noma engaphuma kumageza zikhona ezeNdidane and angaz yin ay'banga noPotso ngoba akaculi ushuni wamageza wazenzela ngendlela yakhe
Nginawe lapho there is nothing wrong with loving someone way of sing and play.big up bhuti,thina abeNdidane sizokweseka
wooow wangase ungavuka ndidane ubone umzila wako oh madoda kuyacaca lapo indidane ibihambe khona
Bundimandenyana kodwa kuyadotsa ingoma Shaya mfethu
Lesisikhwama osiphethe sasiphathwa iqhawe lami njalo Ischomachomane weStayela...
Lo Bass osho ngemuva sukaaaaaaa
uyavutha umasikandi ngizhlala nginithanda ngiya in support njalo
Kkkkkk uyindidane mfowetu awu wazewafana naye yooo
uyilahle ngokugadla u Potso/ukubhinqa u Potso
kanti ucula kahle kodwa. bengingathi mina hoxisa lamazwi abhinqayo ukuze uzothola I support.