UKing Bhaka uveze imfihlo ebifihliwe nge Cala le Mk🔥😭

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 22 сер 2024
  • King Bhaka uveze imfihlo ebifihliwe nge Cala le Mk🔥😭#channel250 #music #maskandi #isolezwe #live #shortsfeed #duet #subscribers #support #funny

КОМЕНТАРІ • 47

  • @Wisemangumede0
    @Wisemangumede0 Місяць тому +10

    Kade ngangisho ngaloBhaka wenu ey bafethu uthwele lona useyisidina enye into unamanga loBhaka ulalela izindaba njengathi bese yena ezenza umhlaziyi womhlaba CHA UYISIDINA WE BHAKA SUBHULELE NGECALA LIKAMEYOWA UKUTHI LIZOPHELA KANJANI sike sizwe amanye amanga wakho ey ngoba uyimbumbulu yenyanga wena

  • @thandazilemayeza3571
    @thandazilemayeza3571 Місяць тому +2

    King of Kings ngikuzwa Kahle mina ngiyayithemba mina into yokuhoxisa icala futhi ngiyohlale ngiyikhohwa yonke into oyishoyo my King ngoba isuke izokwenzeka njengoba usho.

  • @Wisemangumede0
    @Wisemangumede0 Місяць тому +4

    Uma uhlala ethekwini nakoMlazi siyamazi ko Workshop nakoSphingo,nakoMakethe esazibiza ngoZIQU ZINTATHU kusadume inyanga uGUMEDE wenhlamba eWorkshop ey ningadlali uBhaka plzzzzzz asizona izingane thina weBHAKA

  • @busiekhoza616
    @busiekhoza616 Місяць тому +3

    Ngivumelana .nawe othi uthwele lomuntu ufike alalele ukuthi kukhulunywa ngani bese ekhuluma futhi unesdina manje

  • @user-ye3ex1rp5y
    @user-ye3ex1rp5y Місяць тому +1

    UBhaka uthwele UNYOKO uyezwa!!! Ngisho angathwala so long ekhuluma iqiniso MINA NGISAMI NOBHAKA

  • @Wisemangumede0
    @Wisemangumede0 Місяць тому +3

    Never uBhaka Aprofethe ngenye into cos akazilutho thina siyamazi la eNUZ kuleminyaka edlule ewumjita nje ozibhayizelayo dukuduku useyinyanga Mprofethi ey ningadlali uBHAKA nina

  • @ChleKhumalo
    @ChleKhumalo Місяць тому +3

    Kanti wena ubhulela bantu abangezanga ukuzobhula nushlolela mahhala seskhathele wuwe AWUYOBHULELA ABANYE sesi yabonga wuwe usubanga isidina nawe awusazuzwa ukuty uthini

  • @user-kr6pj5pt5s
    @user-kr6pj5pt5s Місяць тому +1

    Ayi kazi uziththaphi izinto ezkuthiwa zifihliwze

  • @user-pw3jj2ju9q
    @user-pw3jj2ju9q Місяць тому +2

    Usenesicefe lo

  • @ChleKhumalo
    @ChleKhumalo Місяць тому +2

    Uthanda kukhuluma okhehlelezi babhizi eygodlweni wena ubhizi nezinto ezingakfuni awusyeke

  • @user-bj9bw4py9v
    @user-bj9bw4py9v Місяць тому +5

    Sesizwile siyabonga ake ubhulele amanye ama Political Party

  • @user-ro6cx4wc5c
    @user-ro6cx4wc5c Місяць тому +4

    Ave sengishincekile iloBhaka

  • @bongiwendlovu2425
    @bongiwendlovu2425 Місяць тому +2

    bamthanda mayencoma imk meygxeka bayakwata

  • @user-kr6pj5pt5s
    @user-kr6pj5pt5s Місяць тому +1

    Inyanga mbungulu

  • @Wisemangumede0
    @Wisemangumede0 Місяць тому +3

    Kwanaye ngathi usezifuna ePhalamende kantike abamnakile uyiFAKE yenyanga weBHAKA siyazazi izinyanga wena usunguProfethi futhi ay kahle bo

  • @bonginkosivusumuzi
    @bonginkosivusumuzi Місяць тому +1

    Noma ke nimgxeka kdw angikhumbuli eshaya eceleni

  • @MosesMthiyane
    @MosesMthiyane Місяць тому +2

    Lenyanga bhubhulu ayike isixolele Ave iyisidina ngathi ihlamba ngothuvi iyenyanyeka and inamanga alikho icala elisuliwe futhi ke ake inake amanye amaqembu futhi ke fuseg shlama senyanga.

  • @fakazijoseph8549
    @fakazijoseph8549 Місяць тому +1

    Uhlulwa ubunyanga ukhuluma ipolitiki ungayazi ubani othe hlolela iMK kungekhomuntu weMk ozekuwe wazohlola musa ukusiphuphela bhekana nobunyanga uma uyinyanga

  • @solomonmasuku1487
    @solomonmasuku1487 Місяць тому +1

    Nami ngibona ukuthi alihoqise iqala😢

  • @thembabuthelezi874
    @thembabuthelezi874 Місяць тому +1

    Uyasidida thina ngoba vele uyinyanga noma usungumhlayiziyi ay bafana

  • @Wisemangumede0
    @Wisemangumede0 Місяць тому +1

    Awubhule ngeDA nange ANC,EFF ne ANC PLZ awusihlolele ukuthi obani abakhanda itulo lokubulawa kuka Chris Hani

  • @ChleKhumalo
    @ChleKhumalo Місяць тому +2

    Ey nawe ukupolitiki noma usezinyangeni

  • @thokozondi6492
    @thokozondi6492 Місяць тому +1

    That's true injalo nje ukhonjwe emazulwini

  • @victorndlela8208
    @victorndlela8208 Місяць тому +1

    Khuluma My King 👑

  • @NkosinathiMbongwa
    @NkosinathiMbongwa Місяць тому +1

    Ai shitsha ngempela ukunake noANC

  • @vivabuthelezi2364
    @vivabuthelezi2364 Місяць тому +1

    Liqaqekile ikhanda lakho mfoka Nzama ngampela ukhuluma izinto zenzeke

  • @cyrilgumede222
    @cyrilgumede222 Місяць тому +1

    Wayenzanjani leya Dutsun e green owawuhamba ngayo before uyothwala??

  • @elsonmavuso9156
    @elsonmavuso9156 Місяць тому +3

    Kanti lo bhaka iziguli azingeni ngoba ethi ungumbhorofidi ilokhu akhuluma nge Mk njalo

    • @QueenDuma-ye2ov
      @QueenDuma-ye2ov Місяць тому

      Kubhlungu yini ngoba I MK nonkulunkulu phakathi

    • @elsonmavuso9156
      @elsonmavuso9156 Місяць тому

      @@QueenDuma-ye2ov hayi ke duma uhlanganisa okungahlangani

  • @user-qo4ml1gw8n
    @user-qo4ml1gw8n Місяць тому +1

    Ayikho engidins njenga bhaka waze wayiscefe bhaka unjengalezi izinyanga enithwelwe nazo ninesdina shame

  • @user-bd1of8ms3s
    @user-bd1of8ms3s Місяць тому +1

    King yamaqiniso and skhathele manje ilendaba yamacala cause akuqali manje ibivele yenzeka lento bejabula ngoba beseyi ANC ntoba sebevule i MK sebenenkinga abasyeke manje and ngeke slokhu sivota engathi syahola ngalokho

  • @Wisemangumede0
    @Wisemangumede0 Місяць тому +1

    Ngathi ubunyanga abumsebenzeli isizathu ukuthi uyiFake yenyanga Mprofethi ingakho ezama I CONTENT nge MK kuze ahole kangcono

  • @DenBongani-qg9zy
    @DenBongani-qg9zy Місяць тому +1

    King 👑🙏🙏

  • @MzokuthulaDlamini-yf6rk
    @MzokuthulaDlamini-yf6rk Місяць тому +2

    😂

  • @nkosinathinene651
    @nkosinathinene651 Місяць тому +1

    👀 👁️👃👁️

  • @fakazijoseph8549
    @fakazijoseph8549 Місяць тому +1

    Usezama ukwakha icontent ngeMk kusho ukuthi imali ayingeni ebupholofithini

  • @EricMuziDlamini
    @EricMuziDlamini Місяць тому +1

    You are shirt sighted sir!

  • @mzawuthethinzimande391
    @mzawuthethinzimande391 Місяць тому +1

    BHULELA INKATHA NEANC NABANYE UKUME KANCANE NGEMK

  • @bonganishongwe5056
    @bonganishongwe5056 Місяць тому +3

    Lomkhonto ngumsangano nje....bantfu labalibele protecting zuma interest.Akusingabo n they just sheep..ubulima nje

  • @drummondsimangamthethwa3589
    @drummondsimangamthethwa3589 Місяць тому +1

    Angiythabdi lento yokuthi banibgi abantu abaqamuka seba phawula nge MK..
    Kungathi seku mele sizww ngo Nhlomulo Ndlela manje anything ephsthelene ne MK.These numerous commentators , some of them we end up being confysed and abanye benza with a lot of negetive assumptions...Umuntu yahlala nje phansi ecabange bese uvukwa usinga sewuthi akazo publishee nge MK.
    Sebgathi kufuneka abahlungi abazo screener any post if uzo poster anything about this impirtant respectiful party .
    Coming to this issue...Ukuya kwa ma lungu e MK noku hoxa kwawo ekuqaleni it was within d constitution.
    To go at dt time wss a wise devision of course but as an oppisition party.
    But about d case ...it was not withdrawn based on collective presentayion of all a grieved political parties.
    Yathi inkantolo iqembu nga linye alizikhalele lona.
    Bcos there is evidence and MK is busy investigating further so tjat when they submit afresh...It is undisputable n posdibility to win is there.
    The legal team.of MK is wise, deep and broad minded...They will do d case thing while members of MK are serving in.parliement...no problem.with that.
    About KZN robbing MK of leading most positions in KZN...I MK has a write to open a case against KZN.legislator because what they did is unconstitutional.
    I have faith about these men chosen to represent MK both Provincial and National.
    Cha nami le ndoda le....iyang hisha.Angiyizwa nje kahle kuthi ithini ngempela...kodwa ke angisho.lutho.Ngiyaphawula nje ngolwam.ukubuka izinto at a distance n also close# Pongola assertion Emakhaya