Waze wajabula umndeni okuwinile cc ayi you are such a humble and loving lady nami ngiwumuntu wesifazane ngiyamhalela ubhuti wami ukuthi athole umakoti onjengawe.
Usizi ngezingane zethu zabafana,ngenelela Nkosi Jesu,yebo mntanami tshela uNkulunkulu,uye owaziyo,uma lo kungowakho ngoNkulunkulu uzobuya uma kungesiye uzokunika omunye,ungalilahli ithemba.God bless you in your healing journey.
Yoh iphara leli bheka lo sisi muhle for leli phara 😢hawu wawumthanda ngempela xeim ungabuyeli lapho awufanelwe yilempilo enje hawu ngeke . Phuma tu umzamo omhle uzamile .....life is too short to leave such life akahambe aye kwamanye amaphara tu
@@nokkieistood9053 siyabonga mtaka mah Waphuma kulelidimoni usaphile Ungalalike no lwazi ucebise nabanye especially I youth ukuthi waphuma njani lafa elike mjuwane ka Ndaba. Love and light ✨ 💛 to u always
@@nokkieistood9053 nje nokkie nami i work ngazo izidakamizwa ngala kwelikaqueen iminyaka kuyajabulisa ukuthola positive outcome. Because siyayazi indlela enzima ngayo i journey yokuphuma and nomonakali lezizodakamizwa eziwenzayo ngisho umuntu eseyekile kukhona imonakalo ethatha isikhathi ukuphuma ngokwe mpilo .so m very proud of me u jehova a qhubeke akukhanyisele Mtaka mah Thank you love and light ✨ 💛
Phephisa bhuti kuzolunga. Ngisacela uhlale ethembeni ucele u Nkulunkulu akuphe amandla omthandazo. Kuwena cc ngicela uphole kulobuhlungu obuzwile may the good lord be with you stay blessed.
The man is changed ~ “NangoLwesine uphelekezela umama esontweni.” This is serious. And he believes. May God give both of them a Godly direction. I like them both . The lady has valid reasons.
Iqiniso elimhlophe bhuti seku late Qinisela ku recovery yakho ungasabuyeli emumva uzinake eat healthy, ungashintshi One day mybe usisi iyoshitsha one day wena don't go back on drugs Kuyakhathalwa on drugs even abazali bayakhathala it drains all family members Ku se early bhuti just concentrate ku recovery yakho for wena not for u sisi Sikufisela okuhle . I completely understand you sis
ThI guy sounds to be remorseful about his wrongdoings but noSisi has valid reasons not to get back to him. Fix your life my brother and move on as well, impilo iyaqhubeka you’ve done your part especially asking for forgiveness.
Stay clean bro and future is not guaranteed who knows but try to wish her well for her current relationship.. keep doing what you doing not for the sake of winning her back but for your self
Bantu bakhithi please ngiyacela singathisesi phumile ebubini kwasathane sibuyele futhi.uyabona ukubona Kanye yikubona kabili meaning to see one is to see too.ubhudi lo Akame kancane ngokufuna uthando akaye e rehab kuqala.
Impela lento eyaletha ama drugs ezweni lethu angiyifisi, i youth iphelile and uma ukhuluma ukhuza abezwa. Siyabonga kulo osevele waphuma sengathi kungasa nakwabanye by the grace of God
Kuyezwakala ukukhala kwakho bhut kodwa angboni kucc n impilo iyaqhubeka obvious she moved on aibo kwanzimq ukuqala phansi..asthembe ubhut ushintshile wiie ai kodwa mina never...asixabene kodwa ezamathandana😮nop🏃
Waze wajabula umndeni okuwinile cc ayi you are such a humble and loving lady nami ngiwumuntu wesifazane ngiyamhalela ubhuti wami ukuthi athole umakoti onjengawe.
Ngikhona 😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂😂😂😂 yoooo
I wish and pray ukuthi ubhudi ukungavumi kukasisi ukuthi balungise izinto kungambuyseli kumadrugs.UNkulunkulu amuphe unkoskazi oqotho abazobambisana kakuhle empilweni
Usizi ngezingane zethu zabafana,ngenelela Nkosi Jesu,yebo mntanami tshela uNkulunkulu,uye owaziyo,uma lo kungowakho ngoNkulunkulu uzobuya uma kungesiye uzokunika omunye,ungalilahli ithemba.God bless you in your healing journey.
Lihle qiniso amanzi nopharafini lawa
😂😂😂
😅😅😅 Hai ngeke ikati ne gundane straight
Amanzi ne oil ngempela 🤷
Ay nalo cc ngempela.. Ay kuyaqonywa shame🤣
Ngempela wayefunani lo cc kulobhuti ngoba ngempela nje ay😂😂😂
Siyabonga cc ngokukhuluma kahle nobhuti noma engelutho yoooh abasamjaji onkulunkulu basemhlabeni
Akajajwa qha kulate ngok 🤢
Kuyiphutha kodwa nokjaja omunyumuntu😢
Ngisaba nokuphawula kuzothiwa ngiyajaja😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂😂
😂😂😂
Ngithule ngithe dwi nami ngeke ngithi vu😅😅😅😅
😂
😅😅😅😅😅😅😅wena why obatla hojaja
Bhuti kusa early for love awudile nempilo yakho kuqala awukakabuyeli esimweni kahle
iphara ilina 40 years
@nombalimbewana1647 true, ngisho ekhuluma nje uyazwakwala ukuthi kusekude phambili
@@jabusikhakhane1465 🤣😂🤣😂🤣
😂😂😂😂😂😂😂@@jabusikhakhane1465
😂😂😂😂😂😂mara
Don't give up my brother continue to pray God is there..Good lucky
Iphara nje leli
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
😂😂😂
😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂
Yoh iphara leli bheka lo sisi muhle for leli phara 😢hawu wawumthanda ngempela xeim ungabuyeli lapho awufanelwe yilempilo enje hawu ngeke .
Phuma tu umzamo omhle uzamile .....life is too short to leave such life akahambe aye kwamanye amaphara tu
Baleka cc wami ufuna ukuthi uzomondla Wena bhuti hambosebenza😢😢
Eish leso stress
Mf2 ungabe usabuyela emumva, ngoba wabuyela sekuzoba ukufa kwakho. Nami ngiphuma khona, sengiSober for 4 years. Njengoba usuphumile usunqobile. Yiba umnqobi ungaphathwa yinto yasemhlabeni engakhulumi. Busa phezu kwayo uphile ube yisibonelo esihle.
@@nokkieistood9053 siyabonga mtaka mah
Waphuma kulelidimoni usaphile
Ungalalike no lwazi ucebise nabanye especially I youth ukuthi waphuma njani lafa elike mjuwane ka Ndaba.
Love and light ✨ 💛 to u always
@GrahamNicholson-d1o ngiyabonga kakhulu, konke kuqala ngokuzitshela nokuvuma ukuthi ngiyaphuma. The way engipepeza ngayo, wonke umuntu mayengibuza ngeJourney yami ngiyamtshela, angifihli ngoba impilo eyodwa engiyisindisile ingasindisa izinkulungwane yona.
@@nokkieistood9053 nje nokkie nami i work ngazo izidakamizwa ngala kwelikaqueen iminyaka kuyajabulisa ukuthola positive outcome. Because siyayazi indlela enzima ngayo i journey yokuphuma and nomonakali lezizodakamizwa eziwenzayo ngisho umuntu eseyekile kukhona imonakalo ethatha isikhathi ukuphuma ngokwe mpilo .so m very proud of me u jehova a qhubeke akukhanyisele
Mtaka mah
Thank you love and light ✨ 💛
@GrahamNicholson-d1o thanks so much, may God bless you abundantly akwandisele konke okuhle ngisho ungasafuni akuphe ngenkani! Ngibonga angiqedi! 🤣😂🤣😂
👏👏 wise words
Waze wamuhle cc, so humble ,respect, it's yo los boetie..izinto zabantu my brada. .
Waze wamuhle Stufuza wami in yellow dress.❤❤❤
Phephisa bhuti kuzolunga. Ngisacela uhlale ethembeni ucele u Nkulunkulu akuphe amandla omthandazo. Kuwena cc ngicela uphole kulobuhlungu obuzwile may the good lord be with you stay blessed.
The man is changed ~ “NangoLwesine uphelekezela umama esontweni.” This is serious. And he believes. May God give both of them a Godly direction. I like them both . The lady has valid reasons.
Iqiniso elimhlophe bhuti seku late
Qinisela ku recovery yakho ungasabuyeli emumva uzinake eat healthy, ungashintshi
One day mybe usisi iyoshitsha one day wena don't go back on drugs
Kuyakhathalwa on drugs even abazali bayakhathala it drains all family members
Ku se early bhuti just concentrate ku recovery yakho for wena not for u sisi
Sikufisela okuhle .
I completely understand you sis
Waze wathobeka uMashezi nkosi yam❤
Since ngizele kunzima noku comment yaz ezinyizinto zibuhlungu coz asaz inteyemfaka kuma drugs ubhuti 😢😢ey impilo
I love your comment and I always say umuntu ozele kuncono angakhulumi kakhulu kulezizimo ngoba yeyi ikusasa alaziwa
@@SebenzileHlombe Engiyisaba kakhulu ngobhutiza ubevele ezidlela ama drugs akhe esebenza, kwaba worse engasasebenzi, it's toooo soon ukuthi angajaha a relationship, njengamanje uzifunela umuntu ozomondla (cash cow)
@@jabusikhakhane1465 umzali ukhona uzomondla yena Makanga dealer ngempilo yakhe kuqala uzomthola umuntu Anga gagameli kwezothando
We listen we don't judge. Kodwa yooooooo
😅 Kodwa yini
😂😂😂😂😂uyajaja
😂😂😂
ThI guy sounds to be remorseful about his wrongdoings but noSisi has valid reasons not to get back to him. Fix your life my brother and move on as well, impilo iyaqhubeka you’ve done your part especially asking for forgiveness.
Absolutely
Akasebenzi, makaqale alungise ubomi bakhe, usayinkinga xa enje.
Stay clean bro and future is not guaranteed who knows but try to wish her well for her current relationship.. keep doing what you doing not for the sake of winning her back but for your self
Bantu bakhithi please ngiyacela singathisesi phumile ebubini kwasathane sibuyele futhi.uyabona ukubona Kanye yikubona kabili meaning to see one is to see too.ubhudi lo Akame kancane ngokufuna uthando akaye e rehab kuqala.
Awah ngeke Loh akaapreciathi uzokbuyisela emuva kakhulu akaye kwirehab kqala
Awuna peace kodwa wena yazin😂😂😂🙈
Ibhesi yalobhuti sheim😂😂😂ubhasi we Bliss
Bliss 😂😂😂
Aphi ama comment, nathula kangaka niyashada njengoStufuza yini😂
😂😂😂😂😂😂😂
Inkinga aii sisiphithiphithi nje kumf2 akusahlangani umawujonga UCC uqathanisa no ndlela awuuu phela chitha lomanzi inkukhu ibalekeeeee
Lutho inkinga siyathungisa asifuni ukuphazamisa umthungo sinomsindo kabi thina😂😂🎉🎉🎉🎉
😅😅😅
Mina ngifuna lokhu okufakwe ustufuza❤ kuhle ngingakutholap
Weh sisi baleka ngenyawo zombili,uma ngibuka izinyawo nje my heart go deeper😮😮ngeke asaphinde alunge🤞dedela izinja ngempela
Engalunga uma ezimisele engashintshi cc look up drugs recovering stories
"Kwakumnyama amehlo"🤣🤣🤣🤣🤣. Kuqinisiwe mekthiwa love conquers all, akasemuhle usisi nkosi yami, nobhuti akaqale azilungise akakabuyeli esimeni sempilo kahle
Phara leli lifuna ukuzomgila futh
le comment ozoyibheka, ibhale wena😅😅😅
Ushoyiphi leye Transport😂😂😂
Ngiyasaba 😂
😂😂😂😂
Impela lento eyaletha ama drugs ezweni lethu angiyifisi, i youth iphelile and uma ukhuluma ukhuza abezwa. Siyabonga kulo osevele waphuma sengathi kungasa nakwabanye by the grace of God
Ubuti aka focuser empilwen yakhe usadinga I recovery ngeke
Ama Drugs ayingozi yaz .
😢😢 kakhulu
Joooh 😢😢😢 nkosiyami ubhuti sengathi okwamanje angalungisa aze aqede aberyt aphate amatoho bese eyaqala alungise ezothando mmmm thina esizele 😢😢😢
Wamuhle uMaSga ❤
Kazi uNkulunkulu uhlezi kuphi engajezisi bonke labantu abadayisa amadrugs amosha izimpilo zabantu kabuhlungu ngakhona nd inkinga ababe besakwazi ukuphuma basho nje ukuthi bazolungisa bashintshe angeke ashintshe abuhlungu amadrugs
Ngaze ngamdabukela uSathane! Yonke into embi esiyenzayo siyidudulela kuyena, thina sibe msulwa
@UnqambothiMarketing angahleka 😂😂😂 mara wena
Kuyezwakala ukukhala kwakho bhut kodwa angboni kucc n impilo iyaqhubeka obvious she moved on aibo kwanzimq ukuqala phansi..asthembe ubhut ushintshile wiie ai kodwa mina never...asixabene kodwa ezamathandana😮nop🏃
Sibathandile saze sadela asisancengi asisenaskhathi nosisi useze wakule level yokudela (UKUDELA UKUDELANJE MAWUSUZE WADELA KUPHELA DUDUUUUH)
Ngaze ngamzwela shem 😢nkosyam izilingo zikwenza ulahlekelwe okukhona ngokungekho 🥺
Mhle lo mntana ingase abengowam wow beautiful ❤
😳😳yooh...othi ngthule...
Wow cc lokho ekwenzayo nami,bengingakwenza and is not make sure ngalomuntu
Weeeeeh iphara straight ,girl baleka ngazo zombili .Yekelani ukondla amadoda .Angeke nje mina ngivume i phara or indoda engu poor semshwathi woooh ah ,ngeke oe.
Hambe funa umsebenzi bhudi ungabiyiscefe lisela leli mxxm good desicion my sister
Ay wawuyitholile intombi la bafo izithobile inomoya ophansi wadlala ngethuba impela amathangahlanzela,mangenamabhodwe
Syalalela asjajani😂ayi kodwa mine ngeke guys ngyaxolisa
😂😂😂😂
Waze wathobeka ngane yami kukhanya uphuma emndenini ophilayo,lobhudi umdala ngeke asatshintsha kumadrugs usazobuya akuhlukumeze futhi,phuma kuye.
Aingekeke kodwa nosbary wenu is not make sho😂😂😂
haw cc ngeke, baleka nje ngasabuya emuva. Iyoooooooo ath ngithule kuzoze kuthiwa ngithe iphara leli🥺🥺🥺🥺
Hhayi ungumfazi siswami
Waze wamuhle ma Shezi you deserve a better person.
Siyeza sisamamele lndaba
Kanti mantombazane nenzenjani nibathathaphi labafana abanjena ayibo ngeke 😅😅
😂😂😅
Love and appreciate who you have before life teaches to love and aopreciate what you lost.
aibo ai 😂😂😂😂ai ngke kwenzakalan la ugal ubhuti zithini nkosi ujesu ooh noma wayeryt ubhuti hhaaaa😅
Aybo and bayajajana onkulunkulu basemhlabeni ,,baxakile nabo yhoo
Yoh uzokukhupha isithunzi lo bhuti 😮😮 ha
She realized 🙆🏽♂️🙆🏽♂️😂 her mind woke up 😂😂😂
everybody deserve a second chance......lendoda must focus to his life and move on.
Good girl I m on your side ngane yami khohlwa amanzi no Paraffin
Hawuuuu bhuti ngeke .ss baleka ngezinyawo zombili .hhawu hhay bo lutho shaye phansi kwathunq uthuli anever😮
He needs more time to heal and sort out his life on his own.
Webhutiza ake uphinde uqhubeke nokuzelapha,uqhubekele phambili nempilo kumbe usangamthola owakho. Ngoba manje syesaba ukuphawula ngoba kzothiwa syajaja,kanti sizele
😂😂😂😂anglovi esontweni nghamba ngisho inkonzo
Inkosi ungathi ingamsiza lo bhuti ashintshe impilo yakhe
This person still smoking you can hear it in his voice, run away 😂
Ibhesi ngiyayibona unyawo
Kanti iphala😮😮
🤣🤣🤣
Aybo kəenzenjn la ayyyy ubhut akakalingise impilo angimtholikahle
Uyinja uyatjo nokuthi ubuthululi nyama uthengisa ulala ebrigini ubalekela I yellow born hamba phara. Awungeke usakhona
Anithandi ukusibona sithule. Let me thul, kungaze kuthiwe ngithe😢
Musani ukukhuluma kanje😂😂😂
Waba nehlanhla ekucaleni u Bhuti wabhimba kukuhle.ingwe ayiwashintji amabala ngeke agucuke.USESI MAKACHUBEKE NEMPILO LELIJAHA LITOMLIMATA KAKHULU.
One day bhuti uzovuth qhubeka nokuzilungisela impilo yakh ukhon ogcon uzomthola everyone deserves a second chance in life keep on praying.
Waze wamuhle u cc walicoshaphi leli para and kwakwenzenjani
Sketch phela lesi akwaz ukwenzeka lokhu 😂😂
Khuleka ngane yami akukho okudlula uNkulunkulu makungowakho uyophinde abuye
Ozeleyo bakithi kunzima no coment😊
Ukhulu Kwa Mashu ubekubuza ungikhonzele kuyena.😂😂😂😂
Tnkx after longtime
Kodwa cc wam walisukela kodwa nawe iphara lizihambela lawenza umsebenzi walo😮😮😮😮😮
We listen but we don't judge neh🙂↔️
Baleka baleka baleka baleeeeeeeka ngenyawo zembili
😂😂😂😂😂😂😂Macomment nkosyam yeyi 😂😂
"uyangixaka ukuthi ungaze ungilahle sthandwa Sami" kodwa ngo Sbari bandla😉
Bekezela bhuti kuzolunga unkulunku uzokubuyisa okwakho I do understand ukuthi usezwa ubuhlungu
Once a Para always a Para
Wazigwaza ngowakho! Kurough
Iboza kwanjani kwanjani😅😅😅😅😅intombi
Kanti lapho ethekwini nenzani ngempela, bosisi nangu ofuna indoda ngikhona awekho amadoda ethekwini kunamapharaaa
''nokhulu kwaMashu"
Nalezimbadada wathengelwa uyena😢😢
Okungezèki kubantu ku nkulunkulau kuyezeka one day is one day vumela unkulunkulu akusebezise mfana wami😂
Akalungise impilo yakhe lobhuti aphume enganeni please.
Mina ngeke ngilibuyele iphara akabe ryt bese efuna intombi en̈tsha engamazi nokuthi wake waba iphara ayosebenza kwenye indawo aqale impilo entsha
Hhayi mfo ungabuyiseli usisi emuva wena lungisa impilo yakho uzomthola uma usu ryt mdedele usisi ubekuthanda ekondla nomawakho wena wayolala emapayipini usuntshontsha nokudla okuzodliwa uwena futhi
Awbantu ubhuti akabe ryt
My brother just stop drinking, you're not late cos you're still alive
Ayi ayaqoma amantombazane
Comment I was looking for 😂
Nami ngilokhu ngibabazile😅😅😅
@@MakhosiNgcoboSeme phela wavithiswa ama drugs wayenganje emqoma i don't believe so
Wayengenjena wavithizwa amadrugs
😂😂intombi ziyalidla iboza