Indlu emnyama inenkinga of not understanding i solitude of senior citizens.Wazihlalela wedwa,uyathakatha.Izingane zisemizini yazo,nawe you don't want to be a burden.Abantu abamnyama ake bakhonze uNkulunkulu ophilayo baphume kulezinkolelo ezi destructive.
Asifani singabantu mna I'm the one wabantu abangakwazi ukulala begqokile noba noba ndingagqoka kodwa angeke kuse ndigqokile, lo gogo for sure ebene dimentia ne highblood but if awukahlangabezani nalo situation kumndeni wakho usazobabulala abantu abadala
Kwaze kwabuhlungu.Bcos of high blood pressure ashiselwe angakhumula,kusiza uma une fan,sometimes uze ulale ngethawula elikhuluAnd abanye abantu abadala baphathwa i dimentia,and no one cares.Amafamilies ayabalahla bcos of responsibility and akuhlaleki nabo ngezinto abazikhulumayo.Amanye amamembers afika ngosuku lomholo.
Indlu emnyama inenkinga of not understanding i solitude of senior citizens.Wazihlalela wedwa,uyathakatha.Izingane zisemizini yazo,nawe you don't want to be a burden.Abantu abamnyama ake bakhonze uNkulunkulu ophilayo baphume kulezinkolelo ezi destructive.
Haa sis , most yama qwira bagcwele enkonzweni ,basitele nge nkonzo siya pela ngabo
Mina uGogo nje bekalala engagqokile noma ngabe kubanda njani...uGogo uyakhala wafela ubala😢
Thole ukuthi ugogo bekene Dementia nkosyam, nakwenza okubuhlungu kumtomdala ngeke nilibone izulu😢😢
Sengathi anganipokela impela ugogo yinina abathakathi nidlala ngabantu abadala.
Asifani singabantu mna I'm the one wabantu abangakwazi ukulala begqokile noba noba ndingagqoka kodwa angeke kuse ndigqokile, lo gogo for sure ebene dimentia ne highblood but if awukahlangabezani nalo situation kumndeni wakho usazobabulala abantu abadala
Aysukanini Stufuza ngyaythanda indlela obonisana ngayo you are a star lapho ngikthandani nganeyam
Mmmm isalukazi sahamba ngesihluku akukho ukuthula lapho 😢
Sisisizwe esimnyama siyadinga ukufundiswa kabanzi ngalesifo ekuthiwa yi DEMENTIA, Nam ndaqala ukusazi 2015 xa ndiqala ukusebenza ngabantu abadala abanaso.
Wayephetheni ngesikhathi bemthola ugogo kungenzeka ukuthi umqondo nawo ubumhambela.
Kshuth nani ninesandla ektheni abulawe why azonipokela nina.akaqhubeke anipokele.🔥🔥🔥
Kwaze kwabuhlungu.Bcos of high blood pressure ashiselwe angakhumula,kusiza uma une fan,sometimes uze ulale ngethawula elikhuluAnd abanye abantu abadala baphathwa i dimentia,and no one cares.Amafamilies ayabalahla bcos of responsibility and akuhlaleki nabo ngezinto abazikhulumayo.Amanye amamembers afika ngosuku lomholo.
Bashise gogo wafelubala🔥🔥❤️🔥
Abangaphumli at all nje😢
Seba funa ukuyombopha manje 😭😭nkosi ngenelela
Eish😥
ngizwa ubuhlungu obujulile ngalogogo owafela ukuthi maybe cos akekho onobufakazi balobuthakathi 😢😢uma esekhala ebusuku ngento abamenza yona akekho ukhumbulayo ukuthi babulala umuntu ongenacala sengathi bonke bangamlandela. zikhona izangoma nabaprofethi why bengzange bsyobhhula bafune
ubufakazi before bembulala. angiwusoli umndeni wakhe ngokungayi kubo mina 😭😭😭😭
Bayakhumula basuke bengazi nokuthi banqunu Alzeimer kulungile makaphumule ngobuhle ugogo abangakaze babe nesaguga emndenini bayokubona ngelinye ilanga
Kodwa Stufuza eThekwini kushisa kakhulu amugqokeki ebusuku ndisho ungiGogo unoba ungubani ulala uNqunu plz... Sincedeni siboGogo.... Siyatsha nathi sinazo neBP
Angalali ugogo akalwe nabenzi bakhe lokho kukhala ayekukhala Mhla nimshaya usakhala namnj ksakuncane lokho sesiza I Storm
Mhlampe abamuthathanga lapho umphefumulo owaphumel khona🙆♀️💔😭
Nami bengingeke ngimlande umawami nanimubulalelani umuntu omdala
😂😂😂iza nazo ngashiyi nokukodwa kodwa stufuza yangiwasha
Iqiniso lelo Stufuza abantuj abadala bayaba nalesosifi sokudideka baningi esengike ngababona even emini yasuka nje ahambe angkafiki kulelozinga lobugogo kodwa singa promote into yokubulawa kwabantu
Kuncono ngoba akuyena owakho ugogo owabulawayo sengathi lonyoko angaphathwa yikesifo bamenze njengogogo ekucineni balizwele balibize liyelanda umphefumulo wenu
Uyazikwesinye idikhathi uyabe engaloyi abantu ingaguga uhlupheka kuyatshisa uyaloya ngobakukhanya uGogo ubehlupheka yikho njeubehlala yedwa
Love u Stufuza
Frm Cape Town❤❤❤
Yenzen ingane yam ustufuza?uphunyuzwa nini kanti .usevele wayedwa manje.kya zwela phela kithi o ndlela obayeni👍👍
Less than 30min hun she gt to butter her bread
Kungenzeka wayelahlekelw inqondo. Ugogo wayengasasiboni. Ugogo wami wayelala egqokile kod ekseni wayevuk agumule lokh ayekad elele ngakho. Sometimes agqoke top kuphela. Kwesingezans angagqoki agaqe ngamadolo aziphumel engabon ukuth akaqedanga kugqoka.
Yes kungenzeka ukuthi besene diamentia ngoba besemdala but ke asazi kuningi o Gogo badala mele bebe nabantu abazoba bheka
Dementia nje...
Mtshingeni if akanacala uthixo uzohamba amcoshe if unecala uzophelela lapho antshingwe khona
Akesiybuke naleyokshaywa babulawe ogogo...eskhundleni sokuthi kubekhona abelaphi abozohlola kqala kut ngabe ugogo uyathakatha ngempelan...ngoba kugcina sekufa abantu abangena cala...sametyms umthakathi usebenzisa omunye umuntu like ngathi uyathakatha kanti cha...njeh mina ngithi akeklandelelwe ukut ngabe labantu bathakatha ngempelan noma nabo abazazi ukut bayathakathiswa
Kuyenzeka isifo simbambe esakhumulile
Mhlambi asazi
They can try Thembi from Idlozilam
Ngiyamthanda nami Thembi Nyathi
True abazame yena u Thembi frm idlozilam
I.ZA.NA.ZO!🔥😊
❤❤❤❤Uqisile cc ugogo abalali bekhumulile😢😢😢😢😢
😢😢shame ugogo wayeneAlzeimer nkosyami isono kwakungamele ahlale yedwa bayagadwa abantu abadala
Kodwa bese sleep walking engagqokile futh ohh nooo.
Ilulake kakhulu le iyekeni le yokubopha umoya coz lokho nani kobuzwa phekwenu kulicala, okumele nikweze yibani nemali emhlophe niyomgibelisa ayekhaya lemali uyifaka kwenyitelezi ukhulume kuyo but usukukhulumanaye sho sho uzohamba ayohlupha kubo bayoze bamamukele 🙏
It's truth even abelungu baya sleep walker ,nibobuza akasebenzise kuma old age home
Nam ugogo ungimkhulumeli endaweni ubuntu akathakathi yedwa cha cha bakithi sisi yibhekeni kahle
Umuntu uma esemdala kuyenzeka abe nesifo sokuphambanelwa inqondo avele aphume ebusuku ahambe engazi naye ukuthi uyaphi Mina ukube bekungugogo wami ngabe abambulala nabo kungabe sebemlandelile bengizocupha isidumbu zife izinja finish
Kunesifo ekuthiwa yi dementia ababantu abadala how bantu angeke nithi bayathakatha abantu ngokukhulula abeze Kwam umyeni uzakwenza oko kuba ezikhulule konke but akasenamandla wokuhamba Xa ekhulula yena uthi uya emsebenzini uyayibona na lento nabanye kuvela igate angaphumi akazazi uyaphi Nani kuseza kufike kwimeko enjalo unothanda ningathandi asifuni ngokufanayo ndigulelwa umntu maybe akanatyala
CHA KOWA KE IDIMENSIA(SP)..SYAYAZ ISIFO ESIKHONA....WAZEWABULAWA UGOGO WAYEPHETHENI ELUKHOMBISA UKUTH WEYETHAKATHA BAKITH.....HHAYKHONA BO!!!
Ubethakath ugogo ngyanitshel mina
uGogo ushiye izinto zakhe zisa operator...Umndeni wakhe uyazi ukuthi ubephathaphatha
Haba uyekhaya lephefulo uyonikelela ungogo bayokucazela khona umasufikile
Nasedawen yangakitsi kwakukhona ugogo bekay nkunzi yomthakathi.... Wabulawa umphakathi but buthakathi busekhona edawen kubulawa i manage kwasala labanye bathakathi lesebabanjiwe nabo bebacashe ngale manerge sebasele obala nabo bayaziwa .
Angicacise la ngoba Stufuza ngathi uyadideka ngesifo esihlasela abantu abadala njengoba uthi umuntu omdala akalali engagqokile. Lesisifo sihlasela ingqondo yomuntu omdala so usuke engasakwazi ukuzicabangela ukuthi kumele agqoke, yebo angalala engagqokile ngoba ingqondo isuke ingasasebenzi. Ngike ngaba nabo ogogo ababili abahlaselwa yilesisifo. Indlela ochaza ngayo kuba ngathi ukhuluma ngomuntu onengqondo ephilayo lento imhlasele ebusuku uma elele kuphela. Akunjalo ke ingqondo isuke isilimale unomphelo kuze kulamule ukufa.
Indaba yenu of "sleep walking" iyekeleni please 😂😂😂
Bayashiselwa abantu abadala bese beyakhumula, akubona ogogo kuphela abathakathayo
Nizothini uma kungeyena u gogo futhi kuwumthakathi futhi
Nina enambulala melenibone I plan ningalinge nihluphe umndeni ka gogo ,I wish anishisele zindlini zenu
Nanoma ugogo ubethakatha akekho umuntu onelungelo lokumbulala nani njengoba nithi niyobopha umoya nifana nse nabathakathi nami ngowami ugogo bengingeke nginingcede hlalani nalesosipoki sagogo nizogcina ukuthi abantu bayathakatha
Kodwa beyogcina efika nasekhaya efuna nimlande adale izikinga ekhaya coz umoyawakhe usuke ungaphumule,muntu wakini mekadlule ngalendlela niyamlanda nimgeze amagxeba nimfakekhaya niphinde nivale indlela ashonengayo nivale nenhlamba ibimthuka lokho kusuke kuzosiza nina ay ababulali
Ugogo ubengathakathi plz bayalala benquno musani ukuvunana ngemto engekho damentia isifo esikhona bakwethu
Stufuza hhay uyangihlula aze nazo zonke angashiyi lutho. Naye ugogo ulala njani angagcokile
Ngeke ngane Zakwethu ikhona into yokuhamba kubantu abadala kanye nezingane ezincane so Stufuza cc kulokhu ngathi uphaphalazile ngeke ukube bekuwu gogo wakho ubuzozizwa kanjani
Ubethakatha uGogo kodwa ubengathakathi yedwa , abanye basaqhubeka futhi nazo izilwane zakhe zisasebenza .
Okokugcina umangabe ubulala umthakathi ufana nomuntu inyathele inyoka emsileni , ngoba awumazi lona ombulele ukuthi uwenza nobani umsebenzi lowo .
Nkulunkulu uthi musani ukuziphindezela ngoba uma usenza njalo uzenzela izitha eziningi .
U gogo wayephethwe i Dementia.
Nje iqiniso lelo akuna buthakathi la
@@sarahsibeko5815aze alale enqunu pho😭
Stufuza ufaka umoya wokuthi ugogo ubethakatha ngempela. Ugirl ukhuluma kahle udinga solution.
No uveza icala alaziyo naye.i story ngasinye sibanamacala ayi 2
🤔I'm very inspired by your situation sisters
Mhlampe khona inkunzi ethwele nje ngakani cc nabulala gogowabantu
Ayibonke umama wam akagqoki since 50 ngenxa ya hotflushes ....kwasamina angikwazi ukulala ngigqokile hotflushes abelungu bayayazi keleyonto ...akanipokele aniklinye nizophaphama emakhanda ....indoda yomlungu 72 yayikwenza Loko ikhumule ibequnu ihambe igcwale ijaridi ziyobuya igqondo ibenamahloni
Nami ngabe angizhlanganisi nabulala awakwe2 enginzile lutho, indoda umazbonele
Bible says asilwi nenyama silwa nemimoya ukubulala umuntu akusizi lutho imimoya yaphila
Mina ngihlala naye ugogo ay shame uke uhambe umqondo agumule agqoke enze yonke into ngekinye ilanga ngavuka ekseni umnyango wasekhishi I uvuliwe kwasiza burglar ukube yayingekho wayezophima ahambe namhlanje nje akalalanga juze kwasa ngikhuluma nje usalele namanje ngoba umqondo use wabuya ekseni ay shame ogogo siyabahlupha lesisifo
Mmmm kodwa aze abulawe isalukazi 😢
Oksempelen nje akekho ugogo olala engagqokile kodwa kee angisho lutho bandla
Dementia nje iyona ihlupha abantu abadala. Ukuhlukumezeka kweBrain function kubantu asebekhulile kakhulu.
Ulahleke isihlalo namhlanje Sthufuza 😅yishlalo sika King Schaka leso 😂😂
Bizani mine ngizothandaza logogo uyapoka . 😂😂😂
Nihlobene yin Stufuza noCc
Cha bayafana boh 😂
Abo gogo abaqokayo ngaba bafundile ,Stufuza aba bakudala bebelala njee . Ngku kutheni besafa abantu kodwa gogo akekho
Bakwethu sikhona lesisifo kubantu abadala,kulahleke ingqondo,igazi likagogo lizobuzw kubantwana nabazukulu benu,kubiI ukubulala
Stufuza yayifuna lendaba😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
mthuliseni angith nambulala nomphakath wenu
Kubuhlungu ukuba mumbi😢
Damentiaaa
Kuvamisile abantu abadala baya sleep walker futhi baba ne dementia bakhohlwe bayakhumula. Kufanele abuye washona kabuhlungu. Kwakungamele ahlaliswe yedwa.
Ayi cha ninesihluku nibulala umuntu omdala kangaka aninabo nobufakazi bokuthi uyathakatha ihlazo leli enalenza
Ibuhlungu xem kuzomele kufundiswe thina ukuze sazi ngalento umuntu masekhulile uyashincha isimo sake
Umbi stufuzaah andifunungatsho cc😢hambohlala phatsi ngk
Asikh nje isalukaz esihamb nqunu ....ugog njr wayehamb hamb ...kshuth lamlahl elakubo ...nalab ayegang nabo basazobanjwa nabo
Ukhulule impahla wahamba Never ugogo unecala
Evidence is against ugogo 😂
Ukuhlala yedwa
"Sleep walking" enqunu
Mzi omnyama sikhona nyani esisufo especially kubantu abadala masifumane I knowledge please guy's ngesisifo
Abantu abanyama angekho bafunde nge dementia
Yabahlungu indaba kagogo ngeke alale ngokuthula ugogo wafela into engekho
As for ininja 😎😂😂😂✌
Sonke sike saba nabo ogogo and angikhumbuli elele nqunu futh akwenzeki uthi umuntu ethakathe yedwa endaweni
Eish kwaze kwabuhlungu ukukhula angazi Abantu boxes bafunde Nini ukuthi kunesifo okuthiwa I Alzheimer, umuntu uyaphambana mase emdala
Ayboooo ikhona iDementia bahlali eMzansi mabanakekelwe ogogo bethu mabangaztholi bonke bekulesimo esibuhlungu kanje😢 bt angijudge kuthi akathakathanga or kanjan so esinye sezimo ezinzima iDementia😮
Kyasolisa kona ukuth ubehambahamba, kwakona ukuhlala yedwa nje esemdala kangako ukhona umndeni.
Aybo yini into ekuthiwa umndeni mybe ubengenangane .kuncono abantu bangaphandle kunomndeni yena ngabe uzwane nomakhelwane nje qha kubuhlungu khona ukufa komuntu omdala ngalendlela bheka manje uyapoka
Abantu abadala abafuni ukushiya imizi yabo not ukuthi Basuke bethakatha yoo kwaze kwabuhlungu
Abantu abadala abafuni ukushiya imizi yabo akusho ukuthi uyathakatha uma ehlala yedwa yekani lento yokusola abantu ngobuthakathi I hope awunaye ugogo
Kwaze kwabuhlungu ukuba mudala
I lik your questions si wam , ukombisa i ntlakanipo , ushaya e khonkosini mpela , u mhlahlo unga nceda
Wonke umuntu omdala othakathayo kuthiwa uya sleep walker
Kubi ukunuka abantu ngino56yrs angimubi nisho ukuthi njengoba kwaqala kwathukwa umawami manje sekuyimi yekani inhlamba yimbi
Umuntu omdala akalali engagqokile
You will never know😢😢
Ayi nabo labantu bakagogo why babemhlalisa yedwa😢 bazi kahle ukuthi uyagula
Akekho umntu olala Eze Oko wazalwa uyathakatha ugogo Nd waselwa Nd ngoku nanku esicha kowenu Nd Sisi suyimela mntase umthakathi akabimnye ndaweni
Niyalayeka niqhubeke nife 😅
Naze nafana kodwa bakithi😂😂
Impela
Cha musani ukuvumelana ngento engekho iDimentia iyabahlasela abantu abadala iyo eyayiphethe ugogo
ay impela abalali benqunu
Basile abantu mabegugile abantu
Bayatanda ukuti umuntu Mase emdala bati uyatakata kanti neshukela iyayenza leyonto
Musani ukhohlisana stufuza ne guest yakho 😢ugogo be gula