Mthombeni🙌 Lwandle!!! Wakhuluma kahle baba. Up Mashobane up Mzilikazi❤ Nina nobabili nika nje🤞 ukuthi abantu abazi. Keep up the good spirit Maseleku amahle😘😘😘
I was really inspired by the journey you took. you guys are truly blessed to have found each other your happiness and support in your family is truly amazing I can't wait for your next season .
Makhumalo is just admiring her looks in this video as if shz starring in da mirror busy pouting and all while Musa quotes bible scriptures??? Really!!. Lol this Lady needs to chill😂😂😂🙌
Thobile gal I love dear nokuhlezi unoMyen wakho kukhomba kuty awuyitandanga ngoba ulandele mcebo wazogana wish God akukhumbule one day akbusise ngomtwana kungzwisa ubuhlungu .khumbula u Hhana gal ake ube uye kule skhaty Konke kyenzeka ku Mdala weyinsuku
Baright bonke but loh....umfazi ohlezi eyihlonipha indoda yakhe ayize ihambe extra miles incenga ilwa...uyazazi uwumfazi wazogana indoda yakhe uyayihlonipha uyayinika indawo yayo and she support yonke imibono yayo...Big up to Mashobane.
le genge eqonywayo ave ikhuluma........lo baba is just tok much for me. ukhuluma ngomfazi oqotho yena uba qotho nini kubani. ukhuluma nange bhayibheli shame ngi right ngaye. akase muhle uMadam but uthule uphansi.
Uyabhibhidla we Ntsoariseng,uMthombeni is jst tok much makwenzenjani?uqotho umthombeni kumakhoskaz wakhe,asikaze sizwe sekuthiwa unomalhwapheni or usemithise ngaphandle or akondli njengalabo skhotheni nama blesser enihamba niwaqoma...okwesibili yini erong uma ekhuluma nge bible?asikho isthembu kulo ibible?izizwe eziningi ngisho sakwa Israeli azibunjwangwa ngesithembu?...check yo facts sisi b4 ukhamisa
@@mzwakhethenjwayo3618 walwa kangaka bhuti.....bekuwumbono wami asikho isidingo sokulwa nami. and I am not going to fall to your level. uzolwa wedwa ngeke ngithi uyabhibhidla ngeke ngithi uyakhamisa. qhubeka ke ukhombise ubuwena
Sothi ucasukeleni ke we Mampanza.I think musa abuse them emotionally not even 1 day kune sthembu esine piece, isthembu sehlula imithi kanjani ke nje omusa abasontayo. Akekho kulomhlaba ufuna uku shera indoda.uma uhleli kulesosthembu uhleli nenkunzimalanga yengozi nenhliziyo eyophayo but u understand ngoba u have to
@@lillyxanga7395 Hhayngeke sana lwami angivumi...uthando lukaMakhumalo nomlisa makuwukuthi uyakwazi ukulhlaziya its Pure...there is nothing fake about it...olwemvelo bayathandana labaya bantu, nalaba abanye yebo uyabathanda But....please pay attention mabendawonye inkulu kakhulu I connection between them, bayabekezelelana nje they in this thing ngezinhliziyo zabo zonke...nje bakulento ngokungathandabuzi akukho ukungabaza phakathi kwabo bobabili...banje➿.
Gugu Mpanza noooòooo! he does the same to all, they look connected to him as we see Mamkhulu playful and all when they are together! As a matter of fact very soon Makhumalo zolanywa to show kuth she is NOT "super special" either!!! Mseleku is one greedy man you can never predict!! So he will keep on and keep in having more wives!! Maybe bangahamba ke nabanye kusale loMakhumalo but kufike abanye emva kwakhe inqwaba as kwenziwa kuMamkhulu! so uzothi Makhumalu kusane connection? nooo sisi there is no such! wena khohiswa kuthi she is younger whrn they are together you have the illusions thinking she is the one now that Maseleku is sort into her ngoba ewumagcino , otherwise akunjalo darling! If bekuthiwa kuna ma magnetic connection la okhala ngawo,this man would never think of taking of 5th wife! If she is all that special ke in this man why sicabanga kuthatha omunye then? huh? Mseleku thanda bonke bafazi bakhe!! but engishoyo the one and only oyosala Umamkhulu as bamfica khona and uyayibekezela inonsense lowa sisi! Emendweni kuyabekezelwa indoda ithanda umfazi onjalo ke!!
Babu Mseleku Waze wakhuluma kamnandi imfundiso enhle uyakuzwa amanye amadoda Nathi bafazi siyabonga 💯💯💯
This lady is just admiring her looks she is not saying anything boring mxm i love macele she is such a fun person
Mthombeni🙌 Lwandle!!! Wakhuluma kahle baba. Up Mashobane up Mzilikazi❤ Nina nobabili nika nje🤞 ukuthi abantu abazi. Keep up the good spirit Maseleku amahle😘😘😘
Thank you for the positive message. As a wife I'm inspired to be a better supporter to my husband.
Hey if you do so you will go a long way in your marriage.your husband won't see a need to cheat on you,im talking from the man's perspective
I love u so much Makhumalo DNT let pple change DE goodness in u, u ryt unje and umuhle sthandwa. Uma ufuna UK tefa tefa endodeni yakho
I was really inspired by the journey you took. you guys are truly blessed to have found each other your happiness and support in your family is truly amazing I can't wait for your next season
.
I wonder why enganeliseki pho uma awufumana lomusa kuMamkhulu.
Siyabonga Mseleku angithandi ukubona umoya wakho Mamntungwa uphansi kanje sthandwa sami
Makhumalo is just admiring her looks in this video as if shz starring in da mirror busy pouting and all while Musa quotes bible scriptures??? Really!!.
Lol this Lady needs to chill😂😂😂🙌
Asibonge ngama zwii Babaaa kodwa I nkinga njee kim ukuthi kanti awukawufuman ýn umusa ushada njalo njee
Thobile gal I love dear nokuhlezi unoMyen wakho kukhomba kuty awuyitandanga ngoba ulandele mcebo wazogana wish God akukhumbule one day akbusise ngomtwana kungzwisa ubuhlungu
.khumbula u Hhana gal ake ube uye kule skhaty Konke kyenzeka ku Mdala weyinsuku
Ingakho uqonwa kanje babaMseleku ingoba uyigagu ekukhulumeni🤔
Nje ubeka kuzwakale
Baright bonke but loh....umfazi ohlezi eyihlonipha indoda yakhe ayize ihambe extra miles incenga ilwa...uyazazi uwumfazi wazogana indoda yakhe uyayihlonipha uyayinika indawo yayo and she support yonke imibono yayo...Big up to Mashobane.
@@nomanonomaganise2927 khululekà sthandwa sami angimbhuqi kwayena....enyinto sisi indoda idinga ikuthande ikwenzele zonke izidingo ozidingayo njengoba wazogana nje kubo, financially, nekonzo yasekamelweni qhah bese wena ke okudingeke kuwe....INHLONIPHO QHAH Nokumazisa umyeni wakho..uMashobane uyakwenza lokho, so ke ngoba uwumfazi owenelayo....That is why engesiye umfazi OYISIWULA....ukulanywa akusho lutho as long as indoda yakho ikuthanda nje futhi ikwazisa ikunakekela....kuphelile awudingi luthoke emva kwalokho....plus nenkozo yasekamelweni uythola kahle uyaneliseka..awudingi luthoke emva kwalokho sisi.
Guys be vigilant..she attempted to roll her eyes but immediately scolded her eyes while Mseleku was talking
She looks so uninterested.
Amakhulu lamazwi Mr Mthombeni futhi engathi ukhuluma nami nqo!! Uma ukhuluma ngokukhetha kahle futhi unkosikazi uyena muntu othi noma izinto zingakuhambeli kahle bese njalo eba nokukunika ithemba lokuthi kusazolunga,ayi ikhaya elihli ngokukwebhana.ngiyabonga Mthombeni lenkulumo yakho ifika nje nami ngisadidekile ngokukhetha umuntu engizokwakha naye umuzi,kodwa inkulumo yakho isingenze ngacacelwa ukuthi luhliboluni lomuntu ongakha naye umuzi.
NomaKhumalo bengihleli ngimuzwa kwiGagasi fm neziluleko zakhe,ngithi inkosi inibusise niwusizo ezimpilweni zethu
Makhumza we love you sthandwa ube right bo❤
Kwezenjani MaMkhumuza lamhla ubonakala umoya wakho uphans
Makhumalo focusing on her beauty 😂😂😂😂 instead of being real her
😂😂😂😂😂
😂 😂 😂 😂 😂
Uyabora lobaba 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Manje wena utotsatsa bafati until nini xem,
🤣🤣🤣🤣😂 ai xem polygamy message is not for me.Ilungele omaKhumalo nentliziyo zabo
andisanithandi nobabili....... mhle lo sisi unomoya ophantsi i love her
am a young man starting my own family..... am waiting for a book on finance and family values ....so please start writing thanks...
Mseleku stop talking uMakhumz... Ufuna indabandaba
😅😅
le genge eqonywayo ave ikhuluma........lo baba is just tok much for me.
ukhuluma ngomfazi oqotho yena uba qotho nini kubani. ukhuluma nange bhayibheli shame ngi right ngaye.
akase muhle uMadam but uthule uphansi.
Fakisinqa maKhumalo kumthombeni.vele ungothandiweyo wena no matter what.
Nami ave ngilungile we thapelo zithaghele mona
Uyabhibhidla we Ntsoariseng,uMthombeni is jst tok much makwenzenjani?uqotho umthombeni kumakhoskaz wakhe,asikaze sizwe sekuthiwa unomalhwapheni or usemithise ngaphandle or akondli njengalabo skhotheni nama blesser enihamba niwaqoma...okwesibili yini erong uma ekhuluma nge bible?asikho isthembu kulo ibible?izizwe eziningi ngisho sakwa Israeli azibunjwangwa ngesithembu?...check yo facts sisi b4 ukhamisa
@@mzwakhethenjwayo3618 walwa kangaka bhuti.....bekuwumbono wami asikho isidingo sokulwa nami. and I am not going to fall to your level. uzolwa wedwa ngeke ngithi uyabhibhidla ngeke ngithi uyakhamisa.
qhubeka ke ukhombise ubuwena
Thenjwayo Mzwakhe angamenzani vepe makhwapheni bebangaka ejalidni? phela ekugcineni uyedewa ohamaba phambili kubafazi bakhe the rest omakwapheni!!
Bab'uMseleku ngyathanda lapho futy ngythemba nabanye oMama bayazizwa lezo khali zempilo
kodwa besingaba yin ngaphandle singamadoda aseningizimu Africa
Besengithi uthi ofumene umfazi ufumene umusa meaning ufumene wen kuth bhasobha makoti walanywa
Iqiniso lelo syabonga
Shukuthi shame you should be a very wably man who needs ukusekwa by so many women....cha I hear you
losisi akayinakile lento ujahe imali yakho😅😅
Manje Makhumalo uzimunqelani
Wageqa magula bhuti inamandla bhuti inkulumo yakho
Mashobane umoya wakho ubukeka uphansi angijabule maShobane kwenzenjani maMntungwa ccwami 🙆🙆🙆🙆
I think usefuna ontanga yakhe ukhathele umkhulu othanda amakhekhe angafani
@@siphesihlekhumalo2457 musukbheda wena ontangayakhe abasanda kwenzani izahluleki lezo...
Sothi ucasukeleni ke we Mampanza.I think musa abuse them emotionally not even 1 day kune sthembu esine piece, isthembu sehlula imithi kanjani ke nje omusa abasontayo. Akekho kulomhlaba ufuna uku shera indoda.uma uhleli kulesosthembu uhleli nenkunzimalanga yengozi nenhliziyo eyophayo but u understand ngoba u have to
Hi ngiyanithanda makhumalo u look down today dear miss ur bubble self love u always though
@@siphesihlekhumalo2457 Isthembu esisemthethweni sidala Spheh kodwa akusona esikanoma ubani...ngisho nakudala kwakungesabanomzane abesuthayo hhayi nje abafokazana...ngisho obabamkhulu Spheh babekwazi ukusi Manager, singcono kabi esisemthethweni kunalemijolo efihliweyo amadoda angenamali asenzayo...bedlala ngezingane zabantu..and ke esanamuhla kulezikhathi zethu siright....Vele siyakudinga ukubye sishaywe wumoya, we working mothers asinaskhathi Spheh ngcono khona sikukhumbule ungaze ube nesicefe.
I love u makhumalo
Ngiyamthanda uThobile uneright yokuzizwa ungumfazi wedwa phakathi kwalaba abanye uma besalibele ukubheda bekweleta..umuhle sis
Loool uma ecabanga ukuthi uyena yedwa umfazi usephutheni.
Futhi yini azoyikhuluma ngoba nguyena isikhohlakali esaqoma indoda yomngani waso futhi wafika bekhona abafazi manje uzothini noma angelanywa yi 10 uzothini ngoba naye welama abantu
Makhumalo look like slay Queen
Kkkkkkk
Wakhuluma kamnandi Mthombeni Lwandle, nengelosi ehle ecalen kwakho 😍
Ukwateleni umakhumz
Hahahaha
Uysbonelo esihle lobaba fuze ngabe ohola ibizo yamadoda
Akasazibumbanga u Tobile
Uzibumbe ngampela
We Musa Mina ngiyabonga kuthi ufudise labafana kuthi bafazi baphatwakahle
I like you MaKhumalo....but to me it seems as if you think you better than the other wives...always remember first lady is there and wont back out.
kodwa baba ngob i bible uyalfunda liyasbusisa yin isthembu ? wena ukholelwa ukuthi ubambo lwakho lukhona yini emhlaben noma wonk umuntu wesfazane ubambo lwakho?
Yini engathi nise hotel bangani bami,baphi abanye.nibahle ukuba ninobabili nje beningawugoqa umhlaba bcz I can see uma ninobabili u excel.
Wakhethe mseleku .luv makhumalo umuhle dear
Awujabulanga kodwa Makhumalo 😘😘
Wafana no Babs wodumo manje Makhumalo Sizwile mnumzane uMseleku
Hahahaha
Ngempela Nelisiwe Makwakwa ebusweni bayefana manje namehlo akhe a sexy 😍
Ngabe ngobani labantu badume ngani?
Ngyazama kuylandela nkulumo kaMusa BT lonodoli owMakhumalo ulokhu uposer for d camera uyangdidisa...uposer ngampela kwayena.akasamzwanga umyenwakhe ubusy necamera..
Cabangukuthi asimboni
Udla kahle mfana
Kungabe enye indlela yokwenza imali kulomndeni le futh.,? M bored shm
isthembu syakhulumisa ngempela fah fah fah akenithule manje!
Makhumalo unake I weave yakhe ne make up
Yayibaxa kodwa bhuti uzabathini bafaz bangaka pheza ngk🙆🙈
Wow nibahle and wakhuluma Mthombeni kamnandi yazi khuluma njengobaba wesonto Thobile ndiyakuthanda cc
Kodwa Musa unje ngoba unje or uCuphe mina ?
Heeeeeehehbe
Sawubona Batho
@@nomanonomaganise2927 Hi
@@bathobilenhlati9571
Looool kanti uthini manje?
@@nomanonomaganise2927 hahaha kuwe or kuMseleku?
@@bathobilenhlati9571 kwaaaaaaa
Ku mseleku
Ofumene umfazi hayi abafazi baba, leave bible alone and do yr thing
I thought that was Babes Wodumo 🤣
Lol
Mashobane....yilona lubambo lwa Mthombeni ke lolu.
Gugu Mpanza lutho khohlwa!! uMamkhulu unqoqoshe! laba banye basazothutha wesisi! kosala umaMkhulu uyothi ngasho!!
@@lillyxanga7395 Hhayngeke sana lwami angivumi...uthando lukaMakhumalo nomlisa makuwukuthi uyakwazi ukulhlaziya its Pure...there is nothing fake about it...olwemvelo bayathandana labaya bantu, nalaba abanye yebo uyabathanda But....please pay attention mabendawonye inkulu kakhulu I connection between them, bayabekezelelana nje they in this thing ngezinhliziyo zabo zonke...nje bakulento ngokungathandabuzi akukho ukungabaza phakathi kwabo bobabili...banje➿.
Ukube wayewungqongqoshe.....wayengeke alanywe...
Gugu Mpanza noooòooo! he does the same to all, they look connected to him as we see Mamkhulu playful and all when they are together!
As a matter of fact very soon Makhumalo zolanywa to show kuth she is NOT "super special" either!!!
Mseleku is one greedy man you can never predict!! So he will keep on and keep in having more wives!!
Maybe bangahamba ke nabanye kusale loMakhumalo but kufike abanye emva kwakhe inqwaba as kwenziwa kuMamkhulu!
so uzothi Makhumalu kusane connection? nooo sisi there is no such!
wena khohiswa kuthi she is younger whrn they are together you have the illusions thinking she is the one now that Maseleku is sort into her ngoba ewumagcino , otherwise akunjalo darling!
If bekuthiwa kuna ma magnetic connection la okhala ngawo,this man would never think of taking of 5th wife! If she is all that special ke in this man why sicabanga kuthatha omunye then? huh?
Mseleku thanda bonke bafazi bakhe!! but engishoyo the one and only oyosala Umamkhulu as bamfica khona and uyayibekezela inonsense lowa sisi! Emendweni kuyabekezelwa indoda ithanda umfazi onjalo ke!!
@@lillyxanga7395 ...akasiyena umagcino ukhona owumagcino....Yebo uyabathanda bonke angikuphikisi lovey...yebo uyabathanda bonke.
Please do speak English or provide subtitles for your followers that aren't familiar with your language
You are beautiful makhums
Siyabonga babu mseleku iziyalo
This lady is just admiring her looks she is not saying anything boring mxm i love macele she is such a fun person