ekhaya lemphefumulo:

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 7 лют 2025
  • uNyazi Lwezulu uNkulunkulu

КОМЕНТАРІ • 11

  • @gugumazibuko6275
    @gugumazibuko6275 10 місяців тому +1

    Ngicela ungisize Nyazi lweZulu ngingakhulumi okuphambene phezu kwalengubo emhlophe. Ngicela ukubezela ngime isibindi. Indlela eya empulelweni iyanyukela.

  • @nokubongamillicent5136
    @nokubongamillicent5136 10 місяців тому

    Siyabonga kakhulu mtaka mkhulu

  • @mafikichili6942
    @mafikichili6942 10 місяців тому

    Amen Mkhulu siyabonga kakhulu ngalezinkonzo ezisiphilisayo🙌 Ngicela ukubuza Khehla kukuphi eKhaya lemphefumulo indawo, Inhliziyo yami iyafisa kakhulu ukuya khona. 🙏

    • @mondlimazibuko8352
      @mondlimazibuko8352  10 місяців тому

      kwamashu E section ngase Thembalihle train station

    • @mafikichili6942
      @mafikichili6942 10 місяців тому

      Ngiyabonga kakhulu Khehla. Ukhule njalo nje

    • @mafikichili6942
      @mafikichili6942 9 місяців тому

      Amen Khehla 🙏 Ngibona ngathi sesifikile isikhathi mkhulu. Ngicela ukubuza ngingaphathani olumnikelo wabantu abadala bakithi njengoba ngiya okokuqala eKhaya Lemphefumulo. Ngizwa abanye bethi kuphathwa izinto eziwukudla nemnikelo. Ngicela ungicushise Khehla 🙏

  • @brianvukile1154
    @brianvukile1154 10 місяців тому +1

    Sacel owaziyo angiphendul uma uzalan kuyaphoqa yn ukudla ozokuphatha kuqale ekhaya

    • @mondlimazibuko8352
      @mondlimazibuko8352  10 місяців тому

      yebo khona bazokubona abanikazi babo

    • @mondlimazibuko8352
      @mondlimazibuko8352  9 місяців тому

      @@Pretty_Masondo kuyiwa zonke izinsuku kuhlezi kuvuliwe. uma uyogibelela ethekwini ugibela kwamashu rank ubuze amatekisi azokufikisa ethembalihle train station noma uthi ufuna azokufikisa ekhaya lemphefumulo

    • @sharonmkhwanazi6188
      @sharonmkhwanazi6188 9 місяців тому

      Yebo kuyaphoqa umase uyakhuleka u achazele ebusuku mawulala ukuthi uzobaphathela ismaya

  • @phakamanimanqele1649
    @phakamanimanqele1649 10 місяців тому

    Ey mfwethu syabonga syaphila ngaleynkonzo❤