Hai inkinga yomfana ukfuna ibhodwe eliconsayo. Guys sicela ningasthandeli imali yethu. Sicela nisithande singabantu abadala. Sicela ukudla imali yenu. Mina ngina 50 but ngithandana no Ben 10 wami siyasebenza sobabili. Uye ongipha imali hai mina. Imali yami eyokondla izingane zami hai yena. Uma efuna ukondliwa akaye kubo.
Sawubona we, King Schaka.
Sesiphinde safika futhi.
Dankoo...
Okumele nikwazi soze wahlonipheka wondliwa. Indoda iyodla izithukuthuku zayo.
Kwenzenjani indoda engaka yebulwa ngethawula ihlazo elingaka Schaka futhi amanyala nje lawa engiwezwayo
Hai inkinga yomfana ukfuna ibhodwe eliconsayo. Guys sicela ningasthandeli imali yethu. Sicela nisithande singabantu abadala. Sicela ukudla imali yenu. Mina ngina 50 but ngithandana no Ben 10 wami siyasebenza sobabili. Uye ongipha imali hai mina. Imali yami eyokondla izingane zami hai yena. Uma efuna ukondliwa akaye kubo.
Uzonya wena mfana, indaba yokuthandana nezalukazi izokulungisa, buyela kontanga yakho uyeke ukuba imbungulu.
Wazw wawuhlaza umndeni wakho!!!
Uyalayeke funa intamga zakho
Mfwethu ngicela ukukutshela lokhu, ungavumeli ukuxabana nomndeni wakho for umuntu wesmame ongamlobolile, lowosisi usengakshiya anytime mayethola ongabancono kunawe, bese ngikhumbuza noma ubani ofunda Lana umuntu wesmame once wabanemali kunendoda automatically uzbona sekunguye Indoda not bonke but iMost Injalo, so bafo impilo ikhona ngaphandle kwalowosisi muyeke umuntu okthandayo will not gonna use you like Losisi ngoba enza🙏
Zimele zizabalazele if izo depender ebantwoni yingakho uzohlala ugileka,qhubeka no Gogo wena basazokugila
Wena awufini ukubheja
Kodwa Matshana ungowakwaSithole ngempela,hayi ake uzifune wena uzithole Jobe
Abakushaye impela uyoze ubuyele ekhaya
Ushawa nje ilesi ngisi😂😂😂
😂💔
Oh bhuti Luqe ngaze ngayithanda imibuzo yakho .
Awubathandi uthanda imali wena yabafazi ,asazowasha ama penty
Ngilokhe ngith yoooo😮
Yooo inzima lindaba phuma kuye usisi udinge untanga wakho
Uthanda imali lomfo that is all. Uyalayeka
Kodwa niyavelelwa bantabami ku Blaqlife nangomunye uthi uthanda abantu abadala yikho ezobathola amathawula amanzi izalukazi zinolaka lokuguga
Jobe💪💪
Hayi tshiya dinga i size zakho
Ngamane kuyekwe
Ukhuliswe ngumzali wakho ukuba ufunde ukuzimela endaweni yokuzimela uthandana nabantu abadala Kuba ufuna ukuxhomekeka emntwini.
Ude uthi bafudumele njengomama hayi mfana usezaku khala okoko.
Wena awufuni ukubheja ufuna kubhejelwe wena uyindoda ekhohlakele nje
Yabona lo yiProfessional Ben 10! 😂😅😂😅
😂Lapho nibafunani onyoko sazomwashela amapeti ane blood🤞
Wena ndoda usadinga ukuxetshulwa yithi Wena ungazobika ukuthi ushaywa umfazi engabe Kade wamshiya mos musukudlala ngathi wena
nam lahliwe kungok but akusi gogo lowam😭😭amankazana soze alibone zulu futhi kelo indlela adle ngayo imali yam , ndiyothwala ngaye😡😡
😂😂😂😂hayi maan k phinda uzame futhi
Uyimfene wena kwedini
Wena mfo wasayina isivumekwano sokuba ingane yalo sisi mhla umbuza ukuthi uzokunakekela yini. Ingane uyayalela ukuthi ihambe ifalaway 😂, uyayi thuma, uyayi punish futhi bese uyenzela konke ekfunayo. Uyingane emqondweni wakhe. Umehluko yikuthi niyalala and umdala.
Inkinga esinayo singabagazi sangaba ngemali sifuna ukubusa. Usekwenza ingane yakhe ngoba mdala kuwe.
Uyagula wena mfana 😂😂 ufuna omnye umntu omdala ozakuxhomekeka kuye.
Ngisemakhaya eSpringbok
❤🎉
Sorry Ben 10 kuzolunga😂
😂😂😂😂
Anyone from Newcastle madadeni section 4?
Yim loyo ongaseMaranatha
Kunzima bafo
Kunzima
Haibo this is my friend bengifunda naye lol
Usebunzimeni,😢
😂😂😂😂wayenjani eskoleni classmate wakhe
Ben10😂
😂