S01E05: Dr Skhukhula | Isigubhu sisiza umuntu ozisizayo, Ungenza imali ngenhlabathi yase Mall

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 11 гру 2024

КОМЕНТАРІ • 24

  • @ntuthukobuthelezi9639
    @ntuthukobuthelezi9639 2 роки тому +7

    Kunjani dadewuthu. Muhle umsebenzi wakho.
    Nginesicelo nje. Ngicela uke ubuze ngezinto zenhlanhla akanazo umkhulu ngaphandle kokuthwala nge gubhu. Ngoba akuthina sonke esithanda lomkhakha wezigubhu. Sicela nje ukwazi ngezinto zenhlanhla nokugezwa kwabantu nokususwa kwamathunzi nemimoya kumuntu.
    Uma kwenzeka ngelinye ilanga uke usivulele nathi ithuba sibuze imibuzo bukhoma. Ngixolise kuba mude

    • @KZNPODCAST
      @KZNPODCAST  2 роки тому

      Kuzwakele🙏

    • @ntuthukobuthelezi9639
      @ntuthukobuthelezi9639 2 роки тому +2

      @@KZNPODCAST isandla sidlula ikhanda ngiwumlandeli oqavile waloluhlelo ungabheka nangenhla.
      Okokugcina isicelo sami sangaphezulu ungengeza nokuthi asitshele kabanzi ngezinto zabantu abaphethe emsebenzini (zokuthi uhlonipheke futhi uthandeke ukhushulwe isikhundla).
      Imini ebeyinhle ngyabonga.

  • @ZOE_NtombiYaseMancwabeni
    @ZOE_NtombiYaseMancwabeni Рік тому

    Hawu Sane uwena lona kanti. Kodwa girl you got a nice voice❤

  • @mduduzicharlessbiya5655
    @mduduzicharlessbiya5655 2 роки тому +3

    Ayi lenyanga isaphethe isintu sakudala mpela qhubeka Mkhulu kuningi osifundisa khona

  • @samukelosmangaliso2104
    @samukelosmangaliso2104 2 роки тому +3

    Ngicela uke ubabuze ngokuphumelela ngomuthi kuphela ngaphandle kokuthwala nesigubhu

  • @samosibusisomotloung4025
    @samosibusisomotloung4025 2 роки тому +1

    Phakama Doctor Skhukhula , minanje ngiyawababaza amandla owathweswe abantu abadala.
    Usiphilele Nyanga enkulu mina ungikhumbuza oGonondo omkhulu , Gonondo ongabinwa ngamehlo , Thokoza Khehla
    🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏

  • @sibonisocharles5369
    @sibonisocharles5369 2 роки тому +3

    Siyabonga dadewethu uqhubeke njalo usondle ngolwazi lwakithi thina we will keep on sharing commenting 😘

  • @andilemathe2895
    @andilemathe2895 Рік тому +2

    Indoda enkulu lena

  • @nkosingiphilehlongwane502
    @nkosingiphilehlongwane502 2 роки тому +1

    Inyanga yangempela Lena ayi indaba yokudlala iyasazi isitori Sayo uyizwa ikhuluma

  • @maxwellthandokuhledlamini7661

    Muhle umsebenzi wakho mkhulu

  • @phumzilendwandwe9487
    @phumzilendwandwe9487 Рік тому

    Amanga

  • @winastruemanmasephula6190
    @winastruemanmasephula6190 Рік тому +1

    Most of the African people must know their History ,Tradition and culture ...
    They must know where they belong ..

  • @kennethseti5840
    @kennethseti5840 Рік тому

    Cela ubuze mkhulu kuthi ubasiza njan abomashonisa

  • @phatiswangamlana5706
    @phatiswangamlana5706 Рік тому +1

    Why always isgubhu as if azikho ezinye izinto esihlangabezana nazo , there's a lot except lentwalo

  • @shengechristopher8107
    @shengechristopher8107 2 роки тому +3

    Indoda ayiyeki ezintombini

  • @ZOE_NtombiYaseMancwabeni
    @ZOE_NtombiYaseMancwabeni Рік тому

    The most important question here is: why dont izinyanga zangempela zingazisebenzisi lezinto themselves ?

  • @winastruemanmasephula6190
    @winastruemanmasephula6190 Рік тому

    Africanism must be promoted and being spread ......

  • @OdwaDingaan
    @OdwaDingaan Рік тому

    Kuthiwa washona lobaba

  • @nathinkosi2796
    @nathinkosi2796 Рік тому

    Mina ngenza forex, singasiza lesgubhu ukth ibhiznis linyuke mawala

  • @marvelousbaleni6135
    @marvelousbaleni6135 2 роки тому +1

    Up